Ayanda Msweli Foundation | Ukuhlukumezeka Kwezingane Ezincane

  Рет қаралды 21,431

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Жыл бұрын

Пікірлер: 59
@triston9618
@triston9618 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭Jesus uze ubenezi ngane zethu💔💔💔💔💔💔. Kwaze kwanzima Jehova.
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
Hau somandla isihluku esingaka kwenzenjn Kant ezwen lethu💔😭
@zanelem3622
@zanelem3622 Жыл бұрын
😭😭😭😭 Jehova oyingcwele smakade wezulu shwele sekwanele nkosi 😭😭😭
@mahlejogee9710
@mahlejogee9710 Жыл бұрын
Ulunya olungaka olwenziwa abantu besilisa ezinganeni zethu😥😢💔💔💔💔😭
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 Жыл бұрын
Mmmhh kwaze kwabuhlung . Ht syabonga babu msweli🙏🙏🙌🙌
@josephinamokoena6865
@josephinamokoena6865 Жыл бұрын
Shwele Baba ake uhlise umoya kanti yini ngalamadoda ebantwaneni baphelile yini ontanga Mandla Sisssssss Phephi ntanasekhaya uSatane udlala indima yakhe
@gugungcobo1547
@gugungcobo1547 Жыл бұрын
Ei kwaze kwabhlungu Jehova, kodwa ngyadideka ukuthi ingane ingaphuma ngo 8 ebsuku nengane eningayazi , iyadida lendaba nokuba careless kwabantu abadala ngathi kukhona
@gugungcobo1547
@gugungcobo1547 Жыл бұрын
Khona into engahlangani lana, laba ebebesele endlini bathule bathini ingane ihamba nengane abangayazi ba relaxer 🤔
@AffectionateDragonflies-gn1kd
@AffectionateDragonflies-gn1kd 2 ай бұрын
Kwanzima bakithi sikhuselele abantwana bethu moyongcwele kulesimo esibhekene naso baba sinxusele nomndeni uluthole usizo baba
@jabumakhathini920
@jabumakhathini920 Жыл бұрын
😭😭 unembeza nobuntu buhanjelwe isikhathi. Asingapheli amandla sibambane sivuselele ubuntu
@PhilisileMhlongo
@PhilisileMhlongo Жыл бұрын
Eish bangena kabuhlungu onyakeni omusha😭😢😭
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Жыл бұрын
Cha bafwe2 yin kanti Ngempela Singama Dodayun kanti haw ake syekeni abantu besfazane hawuu cha ihlazo leli
@ntombifikilefikzonzama5155
@ntombifikilefikzonzama5155 Жыл бұрын
😢 😢 kwaze kwabuhlungu 1998 mangsakhumbula omunye wathatha izingane zandawonye eyozidlwengula ngenhlanhla eyodwa yacela ukuchama waqhubeka nenye yabaleka yamemeza kwaphuma umphakathi ingane yasho ukuthi zithathwe ubani kwabe syahlangana samubamba kwaphela ngaye ingane yabuya yopha eyihlukanise amanyonga akuphundange kwakhulunywa ngokunukubezwa 😢 ngkhuluma ngabantu ababeno 7&8 yrs
@NokwandaDaisy-zn4lq
@NokwandaDaisy-zn4lq Жыл бұрын
Kwaze kwanzima eSouth africa
@nunuweza2173
@nunuweza2173 Жыл бұрын
Jehovah senzeni kangaka ngabantwana bethu basebancane sixoleleni bantu besilisa sekuyezwela ikusasa leyingane zethu nileqeda early nezimpilo zazo
@sabathantombela1912
@sabathantombela1912 Жыл бұрын
Abantu sebaphenduka izilwane
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Жыл бұрын
Aww kodwa bafowethu yini kodwa lento incisha ingane. ithuba Lokuphila.💔💔💔.
@talentngema5106
@talentngema5106 Жыл бұрын
Mmmmm😢😢😢 kwaze kwabuhlungu Shembe emhlabeni
@user-tw6iu2vx4g
@user-tw6iu2vx4g Жыл бұрын
Yooh kunzima madoda
@melusizitha5960
@melusizitha5960 Жыл бұрын
😭😭😭khula MSweli
@nomkhosinojiyeza8407
@nomkhosinojiyeza8407 Жыл бұрын
Mmm Nkosi yam .ngob phel.useyilalile ngan pho uyibulalelani nxeee .yaz abant
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 Жыл бұрын
Kodwa Jesu amadoda angenelwe usathane shem asithandazeni bandla batu besimame sikhale kujehova kubi bandla ngegama likaJesu siyaqalekisa imimoya emibi ngegama likaJesu
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
🙏👐🙏
@lindelanimkhize2084
@lindelanimkhize2084 Жыл бұрын
Usbari kukhona akwaziyo!
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
Hau 🤦
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
Hau kodwa khabazela 🤦
@sphiwekhuzwayo9506
@sphiwekhuzwayo9506 Жыл бұрын
Abantu beslisa izinja abantu besmame izinja,bekuphi enzani umama ingane iduke ize ibulawe,lodoti oydlwengulile mgodoyi
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Жыл бұрын
Kwaze kwaba nzima tjoooo 😭😭😭
@nelisiwesamukelisiwe5440
@nelisiwesamukelisiwe5440 Жыл бұрын
Indoda eyenzile izizwa kanjani makunje
@sanemyeza6442
@sanemyeza6442 Жыл бұрын
Lo obebuka i TV kodwa ay let me tool🤔
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 Жыл бұрын
Ngish ngabe awuyizali ingan kodwa ngek uvum iphum ngabo 8 ebsuk ....uphind ungamaz nomunt ophum nengan fut ayi asaz sesthemb umtheth la khon into engahlangan la🤞
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 Жыл бұрын
Ei cc kleyandaw kunzim kukhanya kuse emnyango cc so ithink ukunganaki knt kyaphithizela laphana
@makhobankanyisoprince7877
@makhobankanyisoprince7877 Жыл бұрын
BabuMsweli elami lithi akuyekwe ukutotoswa kwamaPhara adla izidakamizwa akungalindwa amathinsi abanzi 🙅‍♂️labantu banakekelwa ngisho umaspala ethekwin ubaphakela ukudla ebsuku koda basibamba inkunzi eksen bevuke bathathwe bayiswe koWorkshop beyodla plz
@zanelem3622
@zanelem3622 Жыл бұрын
Shwele smakade Koda soneni ngabantwana bethu 💔😭😭
@OneManArmy_ZA
@OneManArmy_ZA Жыл бұрын
Unyaka omusha mfokaMsweli!
@sizwelulamaxesibe
@sizwelulamaxesibe Жыл бұрын
Wangakithi locc bakithii NMZ😒😭
@uthwasa2
@uthwasa2 Жыл бұрын
Kwabuhlungu esikuzwayo izwe esikulo selonakele Abantu sebaphenduke izilwane💔💔💔
@peacemalungane5984
@peacemalungane5984 Жыл бұрын
kunzima nkosi jesu ngenelela phephisani haaw kodwa ngezingane zethu zifihle jesu
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 Жыл бұрын
DNA test bakwethu please
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 Жыл бұрын
Lithatha kanjani nje ikhanda lomuntu bakithi umuntu alale no 6 years aphinde amubulale awuuuuuu ayi cha syathuka bakithi nathi sizele amantombazane
@nelisiwesamukelisiwe5440
@nelisiwesamukelisiwe5440 Жыл бұрын
💔💔💔💔
@reginasimelane2595
@reginasimelane2595 Жыл бұрын
Ewu bakithi 💔💔💔💔
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 Жыл бұрын
Mmmmmmm kwakubi💔💔💔💔💔
@cbomiya1900
@cbomiya1900 Жыл бұрын
Ya sbusi💔
@ntokozopetunia8716
@ntokozopetunia8716 Жыл бұрын
Ingane ena 6 eshiwe nabantu idlala ama games efonini, seyitholakala idlwenguliwe yalahlwa ehlathini? Uyibulale ngoba Uyazi ukuthi ingane iyamazi and izosho ukuthi umalume
@thandijoycevezi8124
@thandijoycevezi8124 Жыл бұрын
Ngikude neChesterville, thumelephi ngani usizo ?? Joy Zulu
@melusizitha5960
@melusizitha5960 Жыл бұрын
Abantu bakithi awusekho unembeza sesiphenduke imigodoyi
@margaretmtshali7975
@margaretmtshali7975 Жыл бұрын
Kwakubi Loku okwenjeka anganeni zabanwabethu phephisani
@monicamakaula6028
@monicamakaula6028 3 ай бұрын
Amadoda afunani ezitsaneni?
@sduduzilemichellengwenya9831
@sduduzilemichellengwenya9831 Жыл бұрын
Eish so sad yhoh
@siphumelelezondi2124
@siphumelelezondi2124 Жыл бұрын
Ubani lothe ingane iphume nomuntu angamazi kungabe usbari. Angiyizwisisi nje leka sbari
@lindelanimkhize2084
@lindelanimkhize2084 Жыл бұрын
Usbari kukhona akwaziyo🤞
@zamajamile2728
@zamajamile2728 Жыл бұрын
Khaze sabenzani abantu beslisa basizwise ubuhlungu obungaka?
@margaretmtshali7975
@margaretmtshali7975 Жыл бұрын
Banwabami duduzekani ngathi ubulali wngatholakala
@nokuzolamyeza2620
@nokuzolamyeza2620 Жыл бұрын
Something is not adding up ingane ilahleke ihleli nosbari ,uAunt wengane uthuma umama wengane ebsuku estolo uSbari ehlale ebuke iTv ,uSbari yena akaboni ingane iphuma kuhlwile ngoba umama wengane uthunywe umuntu wakhe ,njani ingane izothathwa umuntu engamazi ebsuku,akasamtsheli ngani umuntuwakhe ekamereni okungu anut wengane ukuthi hau yaz sekunesikhathi ingane iphumile futhi ihambe nenye ingane engayazi awuvuke uyibheke ngoba umamawayo usamthumile....yaze yamningi lembuzo kodwa angisiye umphenyi sengaze kubuye umuntu ongekho anake lokho
@soulnature970
@soulnature970 Жыл бұрын
Mmmm🤔yang julisakele🤔
@noxolonxele3191
@noxolonxele3191 Жыл бұрын
USbari naye is also a suspect
@thembindlela9678
@thembindlela9678 Жыл бұрын
We bantu ake nisibuzele emadodeni ukuthi azifunani izingane ezincane na? Uvelaphi lomkhuba omubi kangaka.Hulumeni ake agwebe lezinja ezidlwengula izingane. Life sentence is not enough cos later you give them parole, Give each dog 100 years. They are cruel. Six year old ? And you see a woman? Courts act decisively in sentencing
@sakhilemaphalala5297
@sakhilemaphalala5297 Жыл бұрын
Kodwa umuntu odlwengula ingane encane kanjena ungenwe yini...mele abulawe straight ayikho pbela lento
Ayanda Msweli | Community Development | Emvutshini Full Inerviews
18:11
When You Get Ran Over By A Car...
00:15
Jojo Sim
Рет қаралды 16 МЛН
Heartwarming: Stranger Saves Puppy from Hot Car #shorts
00:22
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 19 МЛН
THEY WANTED TO TAKE ALL HIS GOODIES 🍫🥤🍟😂
00:17
OKUNJATA
Рет қаралды 18 МЛН
БОЛЬШОЙ ПЕТУШОК #shorts
00:21
Паша Осадчий
Рет қаралды 8 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Asiyeke Inzondo Omunye Komunye
10:50
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 16 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ukuntula Kungenhla
15:50
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 54 М.
#Sithengela_umnikazi_ijet @makhumalomakhathini1
4:57
makhumalo makhathini
Рет қаралды 969
Ayanda Msweli Foundation | Sisemnyameni Ongenafu
25:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 50 М.
Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi Part Three
16:08
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 58 М.
Ayanda Msweli Foundation | Itshe Limi Ngothi Kombose Kababa
12:57
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 12 М.
ПРИДУМАЛ ВЫХОД (@inaciomundoafora - Instagram)
0:21
В ТРЕНДЕ
Рет қаралды 14 МЛН
ОСКАР vs БАДАБУМЧИК БОЙ!  УВЕЗЛИ на СКОРОЙ!
13:45
Бадабумчик
Рет қаралды 2,8 МЛН