No video

CONFESSIONS EP120 "UBHUTI WAZIBULALA ‘WABULALA’ NGENXA YAMANYALA OMFAZI WAKHE"

  Рет қаралды 3,958

KASIFIED TV

KASIFIED TV

Күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @kasifiedtelevision
#madeinmzansi #ikorobela #niyathembanana #loyaltytest#podcastandchillwithmacg #uyajola99sundays #cmtvchannel #Ikorobela #mjolo #relationships #sexandstuff
For enquiries email us kasifiedtv@gmail.com
CREATED by @FiStolazy
CO PRODUCED BY@CHAMPION
EXECUTIVE PRODUCED BY @Lee lehlogonolo

Пікірлер: 28
@JaneDoe76664
@JaneDoe76664 2 ай бұрын
Ai, kunzima mase kunje😢. Bhuti ngicela ukuqala ngidlulise my condolences 💐 kuwena nomndeni wakho ngokulahlekelwa ubhuti wenu ebenimthanda. Ngikhalisana Kanye Nani. Ayi loludaba lubuhlungu futhi lingivusela ulaka ngikude nawe how much more wena lodaba lubhekene nawe. Ngiyakucela bhuti wami ungasithathi isinyathelo sokuziphindiselela ngezandla kulonondindwa wamakoti kabhuti. Ngoba umthetho walezwe awusoze wakuvikela kunalokho uzobhadla ejele ulahlekelwe ikusasa lakho into ubhuti wakho ezozwisa I spirit sakhe ubuhlungu because He will blame himself wena ususe jele. Akudlalwa ejele izinto ezenziwa amadoda kwamanye amadoda zinzima ungalifisi ijele at all. Yabo, umakoti njengo Muntu wesifazane unama right anzima kulelizwe kovele kuthiwa GBV uhlukumeze wabulala muntu wesifazane isigwebo done nzima… umthetho awunandaba unfortunately umthetho u favor abesifazane ucindezela abesilisa. Yingakho ngifisa ngisho kuthi ngihlala eduze ngabe ngimvalele khoneni lowo nondidwa sabulala bhuti ngobufebe baso ngisisfake izibhakela sifinye igazi.. Mina ngumfazi njengaso 🤔 sibone ukuthi kokwenzakalani. Angiyena muntu onodlame kodwa lodaba Luyangidina. Baphelile obhuti Bethu izifebe zibadlisa belahle imindeni bese lelidliso liyingozi ngoba izinto elithakwe ngalo Kona imithi okuthiwa “ uzikhunge” lowo Muthi wenza umuntu azibulale ngendlela akuthanda ngayo bese ethola ukuthi kanti bewumenza isilima. Manje ke impela umakoti yena umthakathi akupheli Lapho bese eba isifebe Sombulali ngoba even though she did not pull the trigger kubhuti but uyimbangela yaleso sigameko, so fanele ajeze. Kodwa ungaziphindiseleli ngokwenyama.. awujule ngomqondo njenge ndoda nawe.. ujulisise. If umuntu okholwayo Khuleka Cele justice. If umuntu Wesizulu.. Shona ethuneni labhuti or emsamu if namngenisa utshele spirit sakhe to rise up.. ayo landa or deal with umenzi wobubi akangalali nje kuphele kanjalo.. akashone khona ayompokela.. ubusuku nemini. Akungacwebi isiziba izinyane lemvubu lidliwe… If Ufuna ajeze more then consult abelaphi bendabuko umgadle straight unondindwa uvale umlomo…Akukho phoyisa lakubopha. Kodwa uma wazi ukuthi mase umgadlile or uziphindisele unembeze ngeke ukudle na? Ngeke ubuye uzosho kithina ukuthi awulali isfebe samakoti wabhuti Siyapoka or if nje usigadle kuphela siyawazi umuthi sizoya enyangeni sifike senze umpinda mshaye “ go back to sender “ bese ubanenkinga futhi….Otherwise muyekele kuNkulunkulu nedlozi lomushaya.
@nobuhlegule2751
@nobuhlegule2751 2 ай бұрын
Inkinga uzoboshwa xola ubhuti ngeke esavuka muyekele umfazi bayombona abanamehlo
@IshmaelNjabuloyesizwe
@IshmaelNjabuloyesizwe 2 ай бұрын
Ubhuti komsiza ukuthi aphumele obala naloludaba ,Mase bathatha isinqumo sokuxosha uNkosikazi kamfowabo . Engambulali Ngoba uzokwenza izinto zibenzima Kakhulu kunalokhu .
@DDumza
@DDumza 2 ай бұрын
Champion you are a star watching from New York originally from Matat
@sandisom23
@sandisom23 2 ай бұрын
What are you doing in USA fondin?
@sandisom23
@sandisom23 2 ай бұрын
I am in Papua New Guinea, the city of Port Moresby. I can't stop watching my people.
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg 2 ай бұрын
Swidi lethu elinoshukela omningi ngisho kamlungi ngiphuma ngiphaphatheka ngijahe endlin ngilalele amanyala❤
@MuffieKeyTv
@MuffieKeyTv 2 ай бұрын
Appreciated ❤
@DDumza
@DDumza 2 ай бұрын
It is painful brother, but please don’t kill her,you will be arrested and go to jail your brother’s kids will suffer without the father,without the mother and yourself being in jail.
@AmandaP.SHadebe
@AmandaP.SHadebe Ай бұрын
Yhoo Kwaze kwabhlungu ke lokhu, kungaphezu kwamandla.. Into edinga ukuhlalelwa phansi uzithobe wicabange ngempela kuthi uphuma kanjani kuyo.. Ngoba okbalulekile kuthi ungazifaki eyinkingeni eyinkulu njengaye lo nkosikazi.
@user-oy6wv8mp4w
@user-oy6wv8mp4w 2 ай бұрын
Engabe ngubani kodwa okunike la amanzi Champion engabe yijuice or yhini🙆‍♂️🙆‍♂️
@zamamkhwanazi2441
@zamamkhwanazi2441 2 ай бұрын
Ijazi lamanyala lisekhona 😂😂😂
@user-hy3qd5ku4o
@user-hy3qd5ku4o Ай бұрын
Ungambulali myeke nje zisazobuya induku zakhe.uthando alusekho abafazi sebeshadela imali qhaa.futhike manje bayawusebenzisa nomuthi kakhulu.
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Sanibonani no bhuti wami muyeke ungambulali ngoba uzobulala ikusasa lakho ngejele uNkulunkulu usazomshaya lowo mfazi phephisa bhuti but phuma kulesikhohlakali
@sinethembandaba-qp4lq
@sinethembandaba-qp4lq Ай бұрын
Yheeeyyy le mic yakho istrongo ngempela ngizwe ma uphuza amanzi 😂 😂😂😂
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 2 ай бұрын
Yooo lujule kakhulu ke lolu kulula ukuphawula uma nkinga ingabhekene nawe mxolele bhuti
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 2 ай бұрын
Ufebelina lidoti but my brother don’t do anything drastic one day is one day for that febelina. Ndive ndinxanwe xa usela amanzi Champ😂
@THUBELIHLE-zm6ru
@THUBELIHLE-zm6ru Ай бұрын
Bhuti koksizangan ukumbulala...ngoba nomfowenu ngekasavuka...myeke aphile umkamfwen isono sakhe leso...naye mhlampe iyamudla lento nedi uthulile
@sithembisondlovu-rb5nm
@sithembisondlovu-rb5nm Ай бұрын
Bhuti wena usasemcane qhubeka ngempilo yakho hlukana lesfebe sikabhuti
@nondumisotundube8616
@nondumisotundube8616 2 ай бұрын
Yooo kubi Champion
@MondeMgcina-jf3hc
@MondeMgcina-jf3hc Ай бұрын
Bulala lenja
@MandisiMngeyane
@MandisiMngeyane 2 ай бұрын
Ewe champion siyavuma thambisa umqala nge juice kodwa subetha isgqoko samanyala nge Mike plz istrongo lo Mike ibutha yonke into
@MuffieKeyTv
@MuffieKeyTv 2 ай бұрын
😅lizwile iswidi
@user-ti6ct6uq3h
@user-ti6ct6uq3h 2 ай бұрын
Ibhatyi ifumaneke nini or uthenge entsha🤣
@yangaholiday4174
@yangaholiday4174 2 ай бұрын
kodwa thambisela umqala kude kune microphone
@MuffieKeyTv
@MuffieKeyTv 2 ай бұрын
Ngilungisa ngapha kumosheka ngapha 😅 Mara ke Lizwile iChamp
@prettyndlovu9951
@prettyndlovu9951 Ай бұрын
Let God revenge for you and your family,wenza kahle wabulala leyfebe zamadoda ezenza ubhuti wakho islima ghaaaa askisi bhuti it's hurts😢
@sandisom23
@sandisom23 2 ай бұрын
Season has started on a different gear 😃, iJuice soloko ikhona! Sorry mkhulu, ubhuti wakho wayedlisiwe. She fed him ikorobela!
iKOROBELA SHOW EP60  "NGA THWALA NGOKU LALA NAMA HLANYA"
16:45
KASIFIED TV
Рет қаралды 10 М.
CONFESSIONS EP121 "AMANYALA KA MKHULU"
11:15
KASIFIED TV
Рет қаралды 3,2 М.
Gli occhiali da sole non mi hanno coperto! 😎
00:13
Senza Limiti
Рет қаралды 16 МЛН
Meet the one boy from the Ronaldo edit in India
00:30
Younes Zarou
Рет қаралды 14 МЛН
Schoolboy Runaway в реальной жизни🤣@onLI_gAmeS
00:31
МишАня
Рет қаралды 2,2 МЛН
UNO!
00:18
БРУНО
Рет қаралды 4,8 МЛН
CONFESSIONS EP118 "AMANYALA KA MAMA UTHENGISA IKHEKHE"
10:14
KASIFIED TV
Рет қаралды 3,2 М.
EP 27 || Bobo Mbhele || "Ilwa Ntombo" Umama wangithelela nge gciwane, I had to fight for my life ||
34:11
Meaningful Conversations with Zandy Mfeka
Рет қаралды 7 М.
IKOROBELA SHOW EP98 "ISTHWALO ESI SHESHAYO"
15:04
KASIFIED TV
Рет қаралды 7 М.
CONFESSIONS EP116 " AMANYALA "
9:09
KASIFIED TV
Рет қаралды 2,4 М.
Gli occhiali da sole non mi hanno coperto! 😎
00:13
Senza Limiti
Рет қаралды 16 МЛН