Kungani kuthiwa uJesu ungumlungu?

  Рет қаралды 15,718

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

Күн бұрын

Umlando weNkolo yobuNazaretha, ukuthi isukaphi yaqala kanjani, nezinye zezingqinabha esihlangabezane nayo. Lomlando uphinde uqukathe ukufika kukaShembe emhlabeni, nezinto eziqinisekisa ukuthi impela uShembe ungowasezulwini. Hlala nathi. Niqhubeke nje ni Subscribe!

Пікірлер: 25
@bonganimuzi7576
@bonganimuzi7576 3 жыл бұрын
YINGAKHO NGIMKHONZA USHEMBE YINGOBA NGIYAZI UYINDLELA EHOLELA EKUPHILENI AMEN KUBHUTI NGOMLANDO
@sphamandlapearce2460
@sphamandlapearce2460 3 жыл бұрын
Injalo indaba, yithi laba amaJUDA yithi laba amaHEBHERU kodwa konke lokho kwaguqulwa nobuzwe bethu babulawa ukuze singabe sisaba yisizwe sahlakazwa ke sabelwa zonke izizwe njengezigqili(Amahubo/izihlabelelo 83:3 and 4). USHEMBE ufikele ukuzosibuyisela kulesiyasithunzi sethu esasiyiso. Ngyabonga nsizwa yakithi yilo lelivangeli okufanele siliqhube ukuze abantu bazikhumbule ukuthi babengobani
@thembelihlemkhize6191
@thembelihlemkhize6191 4 жыл бұрын
Isikhathi sabamhlophe nonkulunkulu wabi sesiphelile. Konke abakwenzile kubantu abamnyama emhlabeni wonke (natives) bazoku jezela kakhulu. Singabantu sesiyavuka kancane kancane ekwazeni iqiniso ngojuthi singobani.
@sphamandlapearce2460
@sphamandlapearce2460 3 жыл бұрын
Kunjalo mfwethu uTHIXO wayebanikile ithuba lokuba baphenduke ngokuthi abanike umbuso wethu kodwa behluleka basiphathisa okwezilwane ezifuywayo zona ezenziwa noma yini umuntu athanda ukuyenza kuzo, baqhubeka bakhonza izithixo zabo, abangamkhonza yena ngoba vele kakade akaze bamthande uMENZI WEZULU NOMHLABA, bafundisa ke abantu ukukhulekela okudaliweyo kunokukhulekela owadala konke, bakhonza ilanga(Sunday) bakhonza inyanga(moonsday-monday) bachitha ISABATHA baliguqula balwethuka bathi ngolwezidakwa ( Saturday-Satur= means "drunk" so Saturday means " Drunk day" or dakwa day) Badla okunengekayo izingulube noxamu nezingwenya bafundisa nabantu ngoba base bebathumbile ukuba nabo bazidle lezizinto. Manje ke sekuhambe kwahamba uTHIXO wayesewaguqula amatafula manje usubuyela kubantu ayevele ebakhethile kwasendulo ukuba bamkhonze ngemithetho yakhe, okumangalisayo imithetho eminingi noma sakholonayzwa kudala isizwe esimnyama kodwa iningi layo lemithetho ibisatholakala namanje kubantu esingabala imithetho yokushwelezela isono noma icala,ukuhlanjululwa kobeshonelwe, ukuganwa yisithembu,nenhlambuluko yowesifazane obesegazini lakhe, ukushiswa kwempepho nomthetho wenhlonipho kuningi nje okuqondanayo nokubhalwe kwi old testament. Manje ke abelungu sebeyawa ngisho nemali abasenayo baningi nje asebedayisa ngisho imizi manje ngenxa yokuthi nje sekuyababhedela kwezomnotho
@phumlanidludla9633
@phumlanidludla9633 3 жыл бұрын
UShembe Mdala wayekhona kudalwa izulu nomhlaba ingakho uzobona amadwala enoNyawo lukaShembe.
@buyisiwemabuyi2407
@buyisiwemabuyi2407 4 жыл бұрын
Olwethu nyazi
@skhumbuzomzimela8564
@skhumbuzomzimela8564 4 жыл бұрын
Awu suka Madoda. EzoNyazi🙏❤️🔥💪👑
@musatembe4981
@musatembe4981 4 жыл бұрын
Siyabonga umlando omuhle kangaka
@zondigagashe5268
@zondigagashe5268 4 жыл бұрын
AMEN 🙏
@nqobilenqobile6700
@nqobilenqobile6700 4 жыл бұрын
Amen syabonga ngkusazisa ngomlando wobunazaretha niqhubeke njalo zimnandi lezi indaba enisipha zona
@lungilethembabani9708
@lungilethembabani9708 4 жыл бұрын
Olwethu uNyazi lwezulu👐
@OiiSon
@OiiSon 4 жыл бұрын
Sicela video ephelele mtaka Nkulunkulu
@thobekilemjoli1275
@thobekilemjoli1275 4 жыл бұрын
🙏
@sibonisokhethani5888
@sibonisokhethani5888 3 жыл бұрын
Amen💓💃
@Mojdyg
@Mojdyg 4 жыл бұрын
sbonge kakhulu umlando omnandi kangaka
@slimngomathobeka6203
@slimngomathobeka6203 4 жыл бұрын
Amen syabonga ngomlando weSonto
@msakhumalo8008
@msakhumalo8008 4 жыл бұрын
Syabonga
@mpendulomajozi7217
@mpendulomajozi7217 4 жыл бұрын
Why uBhombela nithi umprofethi kodwa uNyazi nithi uNkulunkulu? #odidekile
@sikhumbuzomlozini2994
@sikhumbuzomlozini2994 4 жыл бұрын
Ukuthi umhla wayefika uShembe wayizifihla kakhulu Uma ulalela izinkonza zeNkosi ilanga uchaza ngokusobala ukuthi inkosi mQali wendlela unkulunkulu. Njalo ke oShembe bayazifihla kanti inkosi uNyazi aluzifihli. Yikhona njee engakusho ngolwazi lwami oluncan
@mpendulomajozi7217
@mpendulomajozi7217 4 жыл бұрын
@@sikhumbuzomlozini2994 OK ngyakuzwa ngyabonga
@sifisomndlovu8519
@sifisomndlovu8519 3 жыл бұрын
Nabantwana beNkosi ngingayisusa kanjani iNkosi kule video ngifisa ukuyi-post ku social media? PLEASE HELP
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Akulula Mntakamkhulu
@rad0246
@rad0246 3 жыл бұрын
Mhlambe kuqala kumele schaze leligama elithi umlungu. Ngoba ngeskhathi sikaJesu wayengekho umlungu kwaIsraeli. Abantwana Baka Israel bonke bazalwa uAbrahama ozalwa u Terah ophuma ngaphansi Kuka Shem indodana yokuqala kaNoah. Akayena umlungu. Abelungu bonke bavela kuJaphite indodana encane kaNoah.
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Interesting...
@dlammelusi9195
@dlammelusi9195 Жыл бұрын
wayibeka kahle.. uphinde uze ifike ko Khushi
INdaba yangomhlaka_3 April : Mfundisi Shozi July 2020
16:41
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 22 М.
Kanti ungubani uShembe
19:49
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 9 М.
Finger Heart - Fancy Refill (Inside Out Animation)
00:30
FASH
Рет қаралды 25 МЛН
Как бесплатно замутить iphone 15 pro max
00:59
ЖЕЛЕЗНЫЙ КОРОЛЬ
Рет қаралды 8 МЛН
DAD LEFT HIS OLD SOCKS ON THE COUCH…😱😂
00:24
JULI_PROETO
Рет қаралды 16 МЛН
Mfundisi Madondo_"Okungenzeki kubantu, kuyenzeka kuNkulunkulu"
20:12
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 22 М.
Usizi Umfazi Womuntu Edliwa Umfana Omncane.
22:44
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 60 М.
UShembe usifakelani isigqoko?
10:09
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 39 М.
INkonzo ka Mfundisi Ndlovu ngeSabatha eKuseni (18 July 2020)
30:07
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 40 М.
INdaba yoMama Owadelela uShembe!
25:04
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 34 М.
Mfu Shozi Ekhenan kuLala Nathi
18:41
SHEMBE SERMONARY
Рет қаралды 16 М.
Finger Heart - Fancy Refill (Inside Out Animation)
00:30
FASH
Рет қаралды 25 МЛН