UThingo lwangitshela ngoNyazi 2009!!

  Рет қаралды 47,671

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

3 жыл бұрын

UNyazi ngalubona eNtabeni ngonyaka ka 2009.
UMvangeli Mtshali ufakaza ngeNkosi yamaNazaretha uNyazilwezulu.
#Shembe #eBuhleni

Пікірлер: 35
@bhekixulu345
@bhekixulu345 3 жыл бұрын
Mina benginesikwelethu sika R5000, iskweletu sesizonke ebekufanele ngisikhokhe bekuwu R6500 sekuhlangene nenzalo. Yonke lemali ibamba nge Bank (debit-order). Lemali kwakufanele ibanjwe ngoMarch, kodwa ngenxa yosizi ebesengibhekene nalo lokuphila ngokuboleka imali ezalayo njalo. Kwafika nje ukuthi ngithi "Nyazi lwezulu ngicela uqede lento yokuphila ngesikweletu kmina". Konke ngakukhuluma ngihlezi phezu kombhede ekhaya. uJune namhlanje, akekho umuntu owake wangbuza, noma wangfonela eBank engbuza ngaleskweletu. Kuze inamhlanje kuthule nje. Angikaze ngikhokhe mali. Impilo yami ibuyele esimweni. "Lukhulu uNyazi, zwana ngami". Ngyabonga
@thembilezama3768
@thembilezama3768 3 жыл бұрын
Amen. Engathi ungahlala ngokuthula njalo bhuti.
@sbusisokhumalo2708
@sbusisokhumalo2708 3 жыл бұрын
Amen! Umusa wakhe uhlezi phakade, sengathi engasifundisa ukwenza kahle!
@muhlenxumalo5309
@muhlenxumalo5309 2 жыл бұрын
Siyabonga nkosi
@thokozanilukhele3353
@thokozanilukhele3353 2 жыл бұрын
Oh amen
@sdvs653
@sdvs653 3 жыл бұрын
Mmmm umusa owehlela kithi mkhulu💓💓
@ntokozogumede4141
@ntokozogumede4141 10 ай бұрын
Nkulunkulu wonkulunkulu baba nyaz lwezulu.... ngenelela nkosi uvuse isizwe sakho nkosi engcwele....
@nkosingiphiledelani1172
@nkosingiphiledelani1172 3 жыл бұрын
Ameee....kade wabakhona owaseZulwini
@luckykhanyeza9112
@luckykhanyeza9112 3 жыл бұрын
Akekhonoyedwa okhona onguNkulunkulu ngaphandle kweNkosi uShembe UNyazi LweZulu makabongwe ongaphezukwakokonke ungumdali wezulu nomhlaba✨💯♥️
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Amen
@ernestmthiyane3350
@ernestmthiyane3350 3 жыл бұрын
Oh yes sasikhona nguye nkosiyamakhosi 👏👏
@sbusisokhumalo2708
@sbusisokhumalo2708 3 жыл бұрын
Ufanele ukubongwa!
@ntokozogumede4141
@ntokozogumede4141 10 ай бұрын
Vusa omunye endlini yami
@nosimilonkambule1407
@nosimilonkambule1407 Жыл бұрын
Uze usikhumbule Shembe !🙏sibakho Nyazi lwezulu
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 жыл бұрын
UNYAZI LUPHELELE NGEMPELA ❤ 😍 💖 ❣
@lwandlembuyazi9446
@lwandlembuyazi9446 3 жыл бұрын
Aaaaamen kodwa singazthola kanjan maziphalele lezindaba
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
NgizozifakaMtanoNyazi
@clintdlamini690
@clintdlamini690 3 жыл бұрын
Ubani uShembe?!! Nkosi uze usikhumbule 🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@luxolobuthelezi3472
@luxolobuthelezi3472 3 жыл бұрын
HAMBISANI LEZ ZINDABA ZIYE KUWO WONKE UMHLBA
@owenshelembe6708
@owenshelembe6708 3 жыл бұрын
Mmmmmm Ayibongwe inkosi
@lindie7311
@lindie7311 3 жыл бұрын
Sikhusel Nkosi singahlubuk
@thobekambhele8843
@thobekambhele8843 2 ай бұрын
Amen
@bonginhlanhlajali623
@bonginhlanhlajali623 3 жыл бұрын
Amen 🙏
@thembekilemsomi1149
@thembekilemsomi1149 3 ай бұрын
Shembe lasted up to Ilanga lamalanga
@mhlengenimiya5993
@mhlengenimiya5993 3 жыл бұрын
So izolo ngeSabatha bengibase i heater kubanda la egoli, ngithe uma ngingena ku KZfaq ngivula le video, i heater yami yavele yacima nya ize yasebenza ntambama, bengithi isifile kanti lutho, ngabe bekuwuShembe? Ay ezinye izinto ziyamangaza
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
UShembe ukuthandile, abaningi ababi naleyonhlanhla.
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 3 жыл бұрын
Makabongwe
@scelosimphy3194
@scelosimphy3194 Жыл бұрын
Uban lobaba?
@msawenkosimathe5490
@msawenkosimathe5490 Жыл бұрын
UNyazi lwagcotshwa abaseZulwini
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu Жыл бұрын
Kunjalo.
@sihledlamini3857
@sihledlamini3857 3 жыл бұрын
Ey amanga makholwa🤣
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Why uthi amanga? wawukhona?
@buhlemhlongo4865
@buhlemhlongo4865 2 жыл бұрын
Hey!!! Ngelinye hilanga uJesu wahamba phezu kolwandle izinyawo zakhe zangathinta phansi-- ubezwe bethi yaah my God has eyi Nkosi yaaam athi omunye Glori, makukhulunywa ngemisebenzi eyenziwa uShembe kuthiwe manga Yoo loze livelephi iqiniso?
@mandlamkhize343
@mandlamkhize343 6 ай бұрын
Mmmmmm eish emhlabeni uyeza umhlaphela naye uShembe uyohlulelwa ngoba umuntu hhayi uNkulunkulu
@siyandamselekuenkunzi3331
@siyandamselekuenkunzi3331 2 жыл бұрын
Amen
Ngishade naye Ngazi ukuthi akaziphethe kahle!!
9:09
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 65 М.
INKOSI UTHINGO ESWATINI 2009
28:13
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 4,6 М.
DEFINITELY NOT HAPPENING ON MY WATCH! 😒
00:12
Laro Benz
Рет қаралды 23 МЛН
LOVE LETTER - POPPY PLAYTIME CHAPTER 3 | GH'S ANIMATION
00:15
Heartwarming: Stranger Saves Puppy from Hot Car #shorts
00:22
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 21 МЛН
UShembe Uthini Ngenkukhu KuMaNazaretha!!
15:13
Izulu Lethu1
Рет қаралды 13 М.
Shembe: umlando ka Babamkhulu
23:06
Bonani ProMedia
Рет қаралды 7 М.
Ekhaya lemphefumulo: uMadlala obuya kwelizayo
13:26
Mondli Mazibuko
Рет қаралды 14 М.
Ngangikhona uShembe evusa abantu abafile!!
6:02
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 19 М.
INKOSI UTHINGO _SIVULIWE ISIHOGO
24:42
Phumlani Mncube
Рет қаралды 4,6 М.
DEFINITELY NOT HAPPENING ON MY WATCH! 😒
00:12
Laro Benz
Рет қаралды 23 МЛН