FAKE PROPHETS|| FIKILE MEMELA|| AMANAZARETHA

  Рет қаралды 57,499

TRANSFORMATION LIVE

9 ай бұрын

We are talking about fake prophets and the story of Fikile Memela.
#podcast
#trending
#trendingvideo
#transformation

Пікірлер: 227
@mrgubhela9397
@mrgubhela9397 9 ай бұрын
Kodwa mfoka Cebekhulu ngeqiniso, mana njalo kulo mfethu ungasuki. You are the few people who are on youtube for good reasons.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Ngiyabonga kakhulu, be blessed 🙌
@macbethmabena9816
@macbethmabena9816 9 ай бұрын
Eish grootman, thanks for everything kodwa I'll make sure unyaka was next year ngeke iphele ngingakunikezanga isizumbulu semali
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Siyabonga kakhulu mfwethu 👊
@user-lk5bl6iq9j
@user-lk5bl6iq9j 9 ай бұрын
Ngiyakuvuma mfowethu lendaba ngayizwa ngingumakoti namhlenje ngingu mama ngifika kwa Shembe ngayizwa lentshumayelo uphiwe shem ❤
@nkazimulomagubane4333
@nkazimulomagubane4333 9 ай бұрын
Well articulated nd well narrated ❤dankorh bhuti omdala UFS bloem campus approves🙌 bang time
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Danki lapho 🤘
@nokwandanoxie2457
@nokwandanoxie2457 9 ай бұрын
My brother angfuni ukungasho uphiwe shym Yazi masuxoxa lezi story zakho ngiyeka yonke into coz indlela oxoxa ngayo idinga focus 🤞🤞🤜👏🙌
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Danki Nokwanda Dali❤️❤️❤️
@reggybnxumalo
@reggybnxumalo 9 ай бұрын
Imini enhle bhuti wami. Eich yona lena yamasiko, iyinkinga ngoba akakho umuntu okuthiwa ungene ezulwini ngenxa yokwenzelwa umsebenzi namatshwala. Kukodwa okumsizayo, ukumnikelela eNkosi yamaNazaretha Ebuhleni, umkhiphe esigoni sosizi bese uyamgeza ngawo umnikelo. Endabeni oqalengayo, iNkosi ikubusise mntakaMkhulu🫡😇
@nolwazishoba4658
@nolwazishoba4658 8 ай бұрын
Cha okomsebenzi kusisa umuntu emndeni wakhe, nasezulwini lomndeni wakubo, hay kwelikaSHEMBE, elikaSHEMBE lidinga ukuzimisela ekwenzeni nasekugcineni imithetho kaSHEMBE kuphela utshwala nokunye akukuyisi ezulwini likaSHWMBE.
@reggybnxumalo
@reggybnxumalo 8 ай бұрын
@@nolwazishoba4658 Ngyezwa, kepha nginom buzo lapha. Likuphi izulu lomndeni futhi ngubani unkulunkulu obusa kulo nolidalile. Okunye, akusiyo yini imfundiso kaShembe ukuthi; thinabasinakho ukwazi nokuqonda ngabantu abangasekho?
@reggybnxumalo
@reggybnxumalo 8 ай бұрын
@@nolwazishoba4658 Iqiniso wukuthi: Umuntu odlule emhlabeni kangaya ezulwini likaJehova akekho ezulwini kepha usesigodini sosizi!
@nolwazishoba4658
@nolwazishoba4658 8 ай бұрын
@reggybnxumalo yabona empilweni UShembe usifundise izinto ezintsha esingazange sits helped zona, noma esatshelwa zona kodwa ngokufika kwebible, thina sikhule sazi ngedlozi kodwa sangazi ukuthi idlozi yini compare to ingelosi, ok umndeni nomndeni unomuzi wawo lapha othi wawufa uhambe uye khona isizathu sokubuka indlela umuntu aphile ngayo wenza izinto emmdenini, uma esefikile emndenini uyaquliswa or abongwe ngokwenza okuhle,
@nolwazishoba4658
@nolwazishoba4658 8 ай бұрын
@reggybnxumalo ngo 2015 kwashona umkhwewami, wayewumshumayeli kulelibandla esikulo thina lamaNazaretha ebuhleni, esehambile kwaphela izinyanga Wavela kodadewabo eqhutshwa amadoda afake ongiyane ephethe amawisa, athi lamadoda wena sakuthuma kulelibandla nalapha emndeninj ukuba ugcine umthetho,kodwa usihlazile so ngeke uhlale nathi hamba ayemthethisa, aye amfaka esundwini olungezansi komuzi, wayekhala kakhulu, wayenamacala amabili elokuqala wathatha amalobolo enkosazane yakhe kubantu abangakholwa abangesiwo amaNazaretha, elesibili kona unkosikazi wakhe wamxosha ukuba abuye nenhlawulo kodwa uma ebona ukuthi akabuyi wathatha imbuzi wamnika Lange a icala.
@lukesibanda8332
@lukesibanda8332 9 ай бұрын
One of Mzansi's best story tellers
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Mfwethu 🙌
@nontonyide4381
@nontonyide4381 9 ай бұрын
Exactly 💯
@Ngora-DE-main_
@Ngora-DE-main_ 9 ай бұрын
Ubuyile ubulubexe wethu👉🏿👆🏿🤙🏿👍🏿🤟🏿
@mhlongopearl
@mhlongopearl 9 ай бұрын
Lol waze wangihlekisa
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Yebo.
@ntsiki_masondo
@ntsiki_masondo 9 ай бұрын
Wow this is not just a story but a warning to us who are living on this Earth
@user-mt3tg6oo2y
@user-mt3tg6oo2y 9 ай бұрын
I think it's about time you write the book MC.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
The book is coming isabhalwa.
@gwagon1933
@gwagon1933 9 ай бұрын
What language is the book?
@doobsie8944
@doobsie8944 9 ай бұрын
Good t651
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 9 ай бұрын
I also think so , will be so keen on buying a signed copy . Interesting stories / experiences he is sharing
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 9 ай бұрын
​@@gwagon1933 I'm sure the book can be translated to multiple languages
@musamadwaleni2547
@musamadwaleni2547 9 ай бұрын
Uyakwazi ukubeka ipicture engqondweni yomntu.....thanks bhuti!!!!
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Mfwethu 🤝
@anitaakpasubi1623
@anitaakpasubi1623 9 ай бұрын
I thank God for your life may he continue to fill-up your cup of wisdom so dat it continue to overflow to us and generations to come God bless you sir
@nsimbindebele2868
@nsimbindebele2868 9 ай бұрын
Where have you been? I missed your story telling ability. You are the best.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Thanks a lot, don't worry I'm back.
@user-md2ct6bn5y
@user-md2ct6bn5y 9 ай бұрын
Thanks for your stories bhuti
@mndenibuthelezi5360
@mndenibuthelezi5360 9 ай бұрын
Sibonge nkunzi @@user-md2ct6bn5y
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 9 ай бұрын
Really we've been missing your stories
@user-zx1hm8ef3j
@user-zx1hm8ef3j 8 ай бұрын
Jah neh,the message was clear "ungangvusi" umama wavele wakhathala waba udaka......🤔
@eliasmaponya7063
@eliasmaponya7063 9 ай бұрын
Thank you so much for your information, we love you so much my brother and we learnt a lot from you
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Ngiyabonga mfwethu, ngiyanithanda kakhulu nami guys 👏
@siphamandlambatha5849
@siphamandlambatha5849 8 ай бұрын
Siyabonga mfw2 unobizo uyamenza umuntu ukut akulalele
@preciousnene3446
@preciousnene3446 9 ай бұрын
True , we all run where ever we see there is a Professor or evangelist Siyabonga Bhuti for alerting us 👌
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 9 ай бұрын
Siyabonga iyathusa eka mama no Ndodana….ekaMaMponga nayo iyiqiniso ngiyamlandela vele yi scam ukulobola umuntu ubedakwawutshwala elala mahhala nabantu umlobole aphinde aqhubeke usumlobolile I very painful ayivalwe impela eyelobolo ilungile nje imbuzi nenkomo eyodliwa ngimshado phelile
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Yes.
@ludacrees
@ludacrees 9 ай бұрын
35:00 you're spilling the beans 🔥👏
@user69954
@user69954 8 ай бұрын
One of the best story tellers. May you grow from strength to strength 👌👌👏👏
@mandlakhesenzo2649
@mandlakhesenzo2649 8 ай бұрын
MC have been listening to your stories for years and sometimes ngiyama ukubuka lapho engizobuka khona ngibuka 10 a day
@mhlonishwaskhumbuzo8099
@mhlonishwaskhumbuzo8099 5 ай бұрын
Ey my brother izindaba zakho ziyakha kakhulu and u re good story teller my brother, keep it up God bless you ❤❤,iyangichaza lendaba iyangithusa futhi yoooooo
@londisithole1547
@londisithole1547 9 ай бұрын
Sihole bab'Cebekhulu singabakho.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Mondise 🥰❤️❤️❤️
@BhekaCebisa
@BhekaCebisa 9 ай бұрын
Khona ayiwakhi umqondo lendaba yokuthi abantu abafa bebanga umhlaba nabelungu bengabuye bekusize ukuthi uthole umsebenzi usebenzele bona futhi abalungu.
@kasipoetics4605
@kasipoetics4605 3 ай бұрын
May God bless you 🙏 bhuti. You have confirmed my suspicions. Ngiyabonga mna bafo
@thaboclementmkhasibe1007
@thaboclementmkhasibe1007 9 ай бұрын
Can't wait
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
🙌
@bongumusakhoza5582
@bongumusakhoza5582 9 ай бұрын
Mmm ngembuleke umqondo siyabonga Mr Cebekhulu
@mduduzikhumalo5363
@mduduzikhumalo5363 9 ай бұрын
Hhayi bo! ithi ingabankulu ingabe isazekeka😮
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Nje...
@mduduzikhumalo5363
@mduduzikhumalo5363 9 ай бұрын
@@TransformationLive1 kodwa yona le yabantu ababonayo iyafuna siyifakele izibuko, hhayi ngoba ngithi ayikho. Bakhona abantu abanesiphiwo sokuboniswa nokuProfetha, kodwa sengathi nathi ingaba khona indlela esiboniswa ngayo ngezimpilo zethu, njengasebuthongweni uma silele. Akukwazi ukuthi njalo nje sitshelwa abanye abantu ngezimpilo zethu kodwa thina asiboniswa ngisho nje! Hhayi ngeke
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 Ай бұрын
Syabonga, kuzolunga uma ungabhala iBook
@sibonelozungu8315
@sibonelozungu8315 8 ай бұрын
Eyiiiiiiiiiiiiii🙌🏻🙌🏻🙌🏻🙌🏻🤝🏻🤝🏻🤝🏻🤝🏻🤝🏻washayabhuti Nd injengob uyisho nendaba yasemakhaya neyabathandazi
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 9 ай бұрын
Present my Buti ❤️🙌 ngiyayizwa indaba ye bus hmmm
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Danko 🤝
@joymhlungu-cs2xd
@joymhlungu-cs2xd 9 ай бұрын
Usizi kowesfazane oyimi😂 i am a new subscriber but I am so hooked to this channel, thank you bhuti I am learning a lot here
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Injabulo ku Transformation Live sijoyinwa umacekeceke wentombi enhle, danko🥰😍😘
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 9 ай бұрын
Haaiyibo!!! Ngoba,🤣 uyahlkisa bab' Cebekhulu
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Aybo😂😂
@thembikunene4531
@thembikunene4531 Ай бұрын
Thank you for being such a beautiful story telling. I don't listen to Joshua Mampongo as I feel he likes to talk and challenge about South African lifestyle and fail to talk and critisize about Zimbabweans culture which is where he comes from.
@cebelihlemncwango5266
@cebelihlemncwango5266 9 ай бұрын
Dankie baba
@zakhelesibiya7590
@zakhelesibiya7590 9 ай бұрын
I FOLLOWED ALOT OF YOUR GOOD STORIES AYI THIS "ONE IS NOT MAKE SURE" , including that whole Fikile Memela story. sesothi nje. cosi cosi yaphela. nibosho in advance sihlome izinti phela.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Go and do your research uyekele ukuphikisa.
@lindokuhlemathaba4286
@lindokuhlemathaba4286 9 ай бұрын
😂😂😂😂
@BONGANI-G
@BONGANI-G 4 ай бұрын
❤❤This is so useful yooooooo
@londisithole1547
@londisithole1547 9 ай бұрын
Hai bo asilykheni. Like and share
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Please do 🙏🙏🙏
@sweetsun7267
@sweetsun7267 9 ай бұрын
Mina ngisacela ungene deeper ngenkolo noNkulunkulu wamaJuda kanye nalo ibhayibheli. Okunye ungene ngokujula ngoMzazela isangoma onguKhokho woMqali wendlela uShembe. Impande yomuntu omnyama nguMsamo. I thank you.
@danniesmoyo966
@danniesmoyo966 9 ай бұрын
Kodw wena ndoda u are good story teller
@lorrainendlovu1946
@lorrainendlovu1946 9 ай бұрын
I don't miss out ur stories zingifundisa lukhulu bhuti 🤞🔥
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Siyabonga kakhulu 🙏
@talentmhlongo2923
@talentmhlongo2923 9 ай бұрын
Mc menzisto u are the best my bro...
@thumaboikihloele5747
@thumaboikihloele5747 8 ай бұрын
Thanks bhuti
@damthovele3411
@damthovele3411 9 ай бұрын
Iqiniso wena mfo ka Linda Mkhonto.. indaba yabathandazi ayikho, sifuna nje into esizoyi blamer for our misfortunes.. or we in a hurry to attain succes...
@mfanakazanemusawenkosi7339
@mfanakazanemusawenkosi7339 3 күн бұрын
I always follow your instructions by watching the adds but this one it's too much for me to watch 55 minutes 😂😂
@mbongeninxumalo7825
@mbongeninxumalo7825 9 ай бұрын
Ngibonge mfoka Cebekhulu,izindaba ezakhayo osixoxela zona mfwethu.Mfwethu yabona uma uthinta eyokucwaninga noma ukuhlolisisa izinto ezithize kungathi ukhuluma NAMI,Loko kungenze ngavuleka amehlo kakhulu,ngisizwa asebephambili ngokubhekisisa izinto ezithinta,futhi ezicindezela umuntu omnyama,kungenzee ngaqonda ukuthi,sisenkingeni enkulu kunaloku esikucabangayo,sidinga ukuvuka ebuthongweni esikubona,salaliswa abamhlophe,baphambanisa zooonke izinto,ngisho nalezi impela esizitshela ukuthi zingezethu thina sizwe esimnyama,ubuthina bangempela akubona lobu esibuphilayo,cisho 99 percent esiwuphilayo awulona iqiniso thina bantu abamnyama,loku kwenza silahlekelane namandla esibunjwe ngumdali ngawo,bese ke besiqhoqhobala kahle ontaba kaykhonjwa.siyabonga mfoka Cebekhulu ume njalonje mfwethu.
@mondlimazibuko8352
@mondlimazibuko8352 9 ай бұрын
ususindisiwe yini lol ngiyazi angeke usindiswe, yes ngiyavuma ulenzile ucwaningo lwakho kodwa kodwa lokho akusho ukuthi uryt unga ryt uma uzibona wena ngoba ulibhekise kuwena nase zangomeni nasezinyangeni. izinyanga ne zangoma akusho ukuthi bazi amasiko nemithetho kumele ngabe wabuza amadoda angempela azi imithetho namasiko unga conclude ungagcini ubheka ngeside lase zangomeni. isiphandla mf2 sibalulekile uma wenza okuthize ngosiko. ngiyafunga ngiyagomela wena izinto zingakuhambela kahle wena nezingane zakho kodwa isizukulwabe sakho angeke sobe silungisa lento oyiqalayo manje
@PhumlileRobertNguse-ng1mv
@PhumlileRobertNguse-ng1mv 8 ай бұрын
Uqinisile nami ngiyamuzwa ngingamuzwa kodwa ngoba ukhuluma ngocwaningo azenzele lona yena ayikho inkinga sengihluphekela izngane kulolu cwaningo ngoba kukhona nokuzikhohlisa umsebenz uvulwa abangasekho uvalwe yibo lokho ngikwazi ngam noma ungayenza ilicense umah bevalile bavalile
@mondlimazibuko8352
@mondlimazibuko8352 8 ай бұрын
@@PhumlileRobertNguse-ng1mv uqinisile mf2 nami nginobufakazi obuningi kakhulu. asizihambi izinyanga asizihambi nezangoma siphila nje isntu . izangoma izinyanga azazilutho zazi imithi not isintu. zincolile phambi kuka nkulunkulu ne bible liyasho ukuthi ngaphandle kwezulu kukhona ini nani futhi so if ezolahlisa yizo amasiko akhe uwrong. Joshua Maponga ngiyamlandela kakhulu lo akhuluma ngaye futhi uryt if uzoyilalela iside elilodwa leli akhuluma ngalo kodwa uma usubheka kahle uyombona naye ukuthi ukhuluma into ehlezi khuluma not eyenziwayo.
@msizimfekayi7833
@msizimfekayi7833 5 ай бұрын
Ngaze ngafunda lukhulu kulendaba
@lethukuthulalethu7438
@lethukuthulalethu7438 7 ай бұрын
Mara bhuti Menzi kuyenzeka umuntu ophilayo axoxe indaba kamnandi kanje ngiyasola i robot leli yo,thanks for your content my brother big up.
@user-fw5fn6wx5p
@user-fw5fn6wx5p 8 ай бұрын
Kudala ngizibuza ukuthi labo fire fire abanga bavrlaphi and bavele ngesikhathi esisodwa, kuyacaca yilo iqembu lalendoda enezimpondo
@prettydube5440
@prettydube5440 8 ай бұрын
Kwaze kwanzima
@user-wg8ch2jh6z
@user-wg8ch2jh6z 4 ай бұрын
Yhooo hazi ngendenza njani mna
@Mahlatshwayiva
@Mahlatshwayiva 9 ай бұрын
Syabonga Cebekhulu. Vele uma ubhula ubanamazondo. Angisajwayele ukuhlala nabantu kakhulu. Kodwa ngike ngadibana nensizwa esathutha ngakithi yangibalela inqwaba yabathakathi bangakithi abamtshela ngabo. Abanye beskhula nabo. Kwacaca yonke lenzondo ebuya ekubhuleni.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Ngiyakuzwa mfwethu.
@bhekinhlanhlamdletshe4510
@bhekinhlanhlamdletshe4510 8 ай бұрын
Hmm inzima lendaba
@VikaShongwe-mb3ke
@VikaShongwe-mb3ke 9 ай бұрын
👌👌🇸🇿🇸🇿🇸🇿
@sihlendwandwe5777
@sihlendwandwe5777 4 ай бұрын
Yooooh kundzima kulomhlaba
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
33h07-Laphaya e Bpo bafo rice manure kungena nge converyor lutho umsebenzi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Eyy kunzima bafo.
@jabulanimondlane4564
@jabulanimondlane4564 8 ай бұрын
😢😢😢😢SHEMBE uzusikhumbule siyabonga bhuti intshumayelo yakho iNkosi ikubusise imanandi kodwa ibuhlungu😢😢😢😢
@nomtiti
@nomtiti 7 ай бұрын
mhlawumbi ufuna ukuthi e Qumrha
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 9 ай бұрын
😢😢😱 Tjoo isimanga lesi ngampela sesokholwani makunje sophephelaphi sikholwen siyeken ngampela 🙆‍♀️🙆‍♀️
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Masikholwe ngu Jehova kuphela🙏🙏🙏
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
43h10. Ngake ngayilalela leyo nkulumo ka Mamponga eno. SBU.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Yiyo leyo mkhaya.
@mlakessimelane8854
@mlakessimelane8854 9 ай бұрын
Thanks
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
God bless you my brother 🙏
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 8 ай бұрын
And inomlando lensizwa and into eyishoyo iyiqiniso akuyona inganekwane impilo ngempela 🤞 isuka kude amathuba emisebenzi abemaningi ubulandwa ekhaya iyofakwa emsebenzini
@mxoliclethoh4336
@mxoliclethoh4336 9 ай бұрын
Ngiyilindile
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
🤝🤝🤝
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
29h32 bafo ngina 4 years ngingagcabi kwathiwa ngilahla is isintu, notshwala angisabenzi angisiboni isidingo Sabo.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Amen ibambe kanjalo bhuti uzoba right ✅️
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 9 ай бұрын
Unesiphiwo Bandla yey!!
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
🙌🙌🙌🙌
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 7 ай бұрын
😇😇😇
@ThomasMtshali
@ThomasMtshali 10 күн бұрын
Nongalo zimnandi impela izindaba zakho futhi zinemfundiso zivulana nemqondo ubaba uNkulunkulu asilondolozela wena isikhathi eside siyabonga
@bhekidlamini8717
@bhekidlamini8717 9 ай бұрын
Why nithi ama fake prophets lawa Nongalo
@MsP-0407
@MsP-0407 9 ай бұрын
Yes ilobona is overrated, it's no longer into yokwakha ubuhlobo, sekungathi yi extortion. But I disagree with uMaponga in that you can't base the value of umntu omthandayo based on whether she has slept with other people or not. Ubuvele umazi that she was not a virgin when you asked her to marry you. Nathi we date/marry men who have made other babies with different women but that doesn't make them less of a man. The man has de-flowerwd other women, uthi bona bashadwe ngobani, ngamalini🤔
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Umbono wakhe uzwakele MsP, siyabonga kakhulu 🙏
@thandekasweetness2170
@thandekasweetness2170 9 ай бұрын
Mmmm buti syabonga kusivula mehlo
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 9 ай бұрын
Cha uhlakaniphile kodwa mft yaz usinaka indlela yokubuka impilo
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
25h15 ngake ngayizwa lendaba estimeleni, iyahlangana.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Abanye bayaphiwa without doing research eyy abantu abamnyama.
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x 8 ай бұрын
Joshua bhuti Menzi yes he can be smart, but over ,you can take some of his advice but not konke ,kumele unhindered wena uzicabange ukuthi ubuyaphi....Joshua uhlakaniphe kwaze kweqela ngale,okunye ukuhlakanipha kwakhe kungakudukisa Mr Cebekhulu
@dumitshabs8719
@dumitshabs8719 8 ай бұрын
Hayi bo umlobola kanjani umuntu ongeyona I Ntombi, umuntu onengane noma oselele nomunye wonakele. Isintu sisho njalo. Musani ukusola isintu kepha niphikelele ukusebenzisa ibhayibheli ngoba u Abraham walobola amakhosikazi amabili ngokusebenza kubontombi iminyaka iminyanaka eyishumi nane. UDavide ukuze abe ngumkhwenyane wasebukhosini walobola ngemiphambili yamadoda. Ilobolo alinankinga, inkinga ubuwula bethu ngokuvumela ondlebe zikhanyilanga basiqinele nokuthanda imali.
@PalesaMatikane
@PalesaMatikane 2 ай бұрын
Ngiyayizwa lendaba khuluma. Ngayo cebekhulu
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 8 ай бұрын
Uma umuntu angaseyona intombi ilobolo liyehla futhi sikhumbule ukuthi lezinkomo eziwu 11 zanqunywa uHulumeni wabamhlophe ngokwabantu endulo izinkomo azifiki ku 11 ziphela la ko 6 uthole ukuthi uzolobola ngo 5 wezinkomo le ka 6 ekamama uma intombi isagcwele uma withola isizele ziyehla izinkomo. Isiko lethu loniwa abamhlophe nathike manje bazali sesiyizigebengu sifuna ukuceba ngezingane zethu
@mazongwo
@mazongwo 9 ай бұрын
Ukugana kufana lecala cebekhulu kubhadala otholiweyo laba abelala labo abaziwa kodwa iyezwakala kahle kamhlophe lendaba iyakudinga kulungiswa😂😂 ngkulandela ngise🇿🇼 ngthanda ifundiso yakho mfowethu sbonge
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Danki lapho 🤘
@OWAMIDLOZI8004
@OWAMIDLOZI8004 8 ай бұрын
Ayi ayi ayi menzisto
@sphamandlaxaba8535
@sphamandlaxaba8535 9 ай бұрын
ngiyasithanda lesistory siyireality
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 8 ай бұрын
Yakhuluma lensizwa ijulile lendaba madoda inzima impilo lomama waboniswa into ejule kakhulu
@bonginkosimndenigadla1903
@bonginkosimndenigadla1903 9 ай бұрын
Umsebenzi ukhona uma unoconnection ngisho ungafundile kuyenzeka
@nolwazishoba4658
@nolwazishoba4658 8 ай бұрын
Ey mfwethu ukuba abantu bayezwa, kuyinkinga ukuhlola kweNazaretha, kuyinkinga, awezwa yabona USathane usebenzisa amaNazaretha ukuheha amanye amaNazaretha. Sijikelwa yiwona athi ayakhuphula ngisho abakhokheli, mfwethu akusikho okukaSHEMBE lokho okukasathane.
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
04:05 kanti lento yokungenisa kwabathandazi yini engahlali kwakhe abantu beze kwakhe uzwa sekuhanjwa kukhonjwa kuthiwa la kwakunosibanibani owayenza 1,2and 3. Iyaxaka lento.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
i scam nje lesi.
@nsimbindebele2868
@nsimbindebele2868 9 ай бұрын
Basilobolisa ngenkani angithi singobulubexe
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Eyy mfwethu 🤣🤣
@mmeme5861
@mmeme5861 8 ай бұрын
Ndiyavumelama with most of the things zika Maponga but its time ayozitsho e Zimbabwe
@user-pw9be2sz3m
@user-pw9be2sz3m 7 ай бұрын
Hai bo mina ngiyasaba manje kanti sikumuphi umhlaba manje buy a nkosi JESU
@samzondi8086
@samzondi8086 9 ай бұрын
Nazo lezi ezowu11 aksilona kwa siko. Into eyazfikela noTheopilus Shepstone. Sitwesa idombolo ngento eku ngesilo kwa siko kahle kahle. Kfane nenzilo .
@siphetholembethe1288
@siphetholembethe1288 9 ай бұрын
Indaba eyenzeka ngo 1968
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
33h40 clysdale bafo zisabizwa kanjalo kodwa uphuma uzwile.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Kusuke kushubile mkhaya.
@nkosingiphilehlongwane9501
@nkosingiphilehlongwane9501 8 ай бұрын
Imnandi indaba Ewu kodwa inganekwane shem sngabheja Imali aykaze yaba Khona into enjena sdalo 🤞🏾
@samm_zoe8154
@samm_zoe8154 9 ай бұрын
Angithi nawe mloboli awukho msulwa
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Kanjani Samm?
@siyabongadhlamini1518
@siyabongadhlamini1518 9 ай бұрын
Kukhona okunuka santungwana la
@mawandumusambonane920
@mawandumusambonane920 3 ай бұрын
Hi Cebekhulu, wawufundela iSociology eNyuvesi yaseZululand? 2010, I think!
@khuselwadaliwe-he8mz
@khuselwadaliwe-he8mz 9 ай бұрын
UNkulunkulu akasisize
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Amen 🙏
@UbukaOnline
@UbukaOnline 9 ай бұрын
13h58 yaqala ke inkinga usuke vele sekusebusuku uyafika lapho uthi akasasebenzi ebusuku.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
ilapho phela athola khona ithuba lokwenza inkohlakalo.
@thembim4902
@thembim4902 9 ай бұрын
Ngolwazana oluncane, esintwini imindeni ibikhulumisana nxa ingane zithathana ngoba labantu abanalutho, abakasebenzi. Banengi ogogo abenda ilobolo lingaphelele. Kukhona ukuthi uSokhaya angenilisi ukuqeda ukulobola ngoba uyisa abantwana esikolo, usakhela umndeni ikhaya. Uma enendodakazi, kwakukhulunyiswana labasekhweni nxa leyo ndodakazi isifike ekulotsholweni ukuthi bathathe ingxenye yabo noma alungise kungakaze kulotsholwe leyo ntombazane. Abantu babeshadiselana kudala kungekho mali/lobolo inqobo kukhulunywe bezwana. Isithembiso sasigcinwa lobuhlobo bubalulekiswa. Bazolobola ngani imisebenzi ingekho? Imizi ayisekuba khona na ngoba insizwa zingena mali? Kunjalo nje idilika imizi yakhona ekuseni nantambama. Le eyabo Siyazi bakwethu, bambalwa abasiza ngobuqotho. Inengi lizikhandela imali ngokuhlupheka kwethu. Selike labuka ukuthi emazweni athuthukileyo ukholo akusiyibhizinisi? Thina sivala ama-firm sandisa osiyazi nabamfundisi.
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla 9 ай бұрын
Very deep 👌🏽🔥. Indaba yamalobolo kade ngaybuza and ngize ngaba nama debates nabantu abaningi. Mamponga also opened my mind kakhulu.
@MegaNjabulo
@MegaNjabulo 9 ай бұрын
Aw ngeke😂😂😂😂😂😂lesi story sisanganekwane😂😂😂
@TransformationLive1
@TransformationLive1 9 ай бұрын
Go and do research.
@mncedindovela1227
@mncedindovela1227 9 ай бұрын
Yeah zonke izintshumayelo zamaNazaretha zinje. Ngangithi bayadlala mina ngibaqala ngo 2012, namanje ngasinda ukuthi ngashawa estimeleni ngoba ndandihleka sometimes ngithi kuyazidlalelwa nje
@nkosingiphilehlongwane9501
@nkosingiphilehlongwane9501 8 ай бұрын
Qobo bafo nami ngisho njalo amanga lawa🤞🏾
@charlessukati4866
@charlessukati4866 9 ай бұрын
Kwentiwa yini kutsi tsine bantfu labamnyama sisheshe sitsatseke kuletintfo tema fake prophets 😮😮😮
Happy 4th of July 😂
00:12
Pink Shirt Girl
Рет қаралды 50 МЛН
THE POLICE TAKES ME! feat @PANDAGIRLOFFICIAL #shorts
00:31
PANDA BOI
Рет қаралды 24 МЛН
Heartwarming: Stranger Saves Puppy from Hot Car #shorts
00:22
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 20 МЛН
Happy 4th of July 😂
00:12
Pink Shirt Girl
Рет қаралды 50 МЛН