Ihlukumezekile ingane incane yalalwa abadoda amaningi | IZINKINGA ZOMNDENI | S1-E33

  Рет қаралды 12,401

Blaqlife TV+

11 күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
kzfaq.info/love/DFtBrPZuBRnwkZv1qWYpwwjoin
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#familyproblemsolution #familymatters #izinkingazomndeni

Пікірлер: 103
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 10 күн бұрын
Nginomtwana nami ongango Snoh ngizwa ngishawa uvalo ukuthi izingane zethu zidlula ezintweni ezinzima zithule zisabe ukusitshela singabazali bakwethu asizame ukwehlisa umoya singabi amabhubesi ezinganeni ngoba ezinye ziyazibulala 🥺🙄💔
@busisiweradebe499
@busisiweradebe499 10 күн бұрын
Ncoooooò Nana kuzolunga makuwe kukhanye. Budede ubu mnyama kuvele uku khaya❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@user-yb9fm5gd4u
@user-yb9fm5gd4u 11 күн бұрын
Uxolo ntombi yami nginenkings efana neyakho.ngadlwengula ngineminyaka eyi 16 ngiseyintombi abafana abahlanu..kwaba nengane lapho ineminyaka eyishumi okwamanje..ngiphila kabuhlungu mihla namalanga.kodwa ingane yami ngiyayithanda..umama wangeseka.kodwa okubuhlungu umama sewashona..😢😢cha kodwa lomama akakhombisi ukuzwelana nengane yakhe..xolo sisi ngiyabazi lobuhlungu😢😢😢😢
@pearlmthembu5436
@pearlmthembu5436 11 күн бұрын
😢😢😢😢😢
@Nokubonga143
@Nokubonga143 11 күн бұрын
Sorry cc phephisa sonke sadlula lapo kodwa siyambonga unkulunkulu esilekelela ukuze sidlule kukho
@user-yb9fm5gd4u
@user-yb9fm5gd4u 11 күн бұрын
@@Nokubonga143 kunjalo Sisi ngiyabonga
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 11 күн бұрын
Sorry dade wethu phola unkulunlulu uyakuthanda
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 10 күн бұрын
Phephisa Cc uJesu ulithemba lethu kuzodlula 🙏🏾❤️
@KULUKAConstruction
@KULUKAConstruction 11 күн бұрын
Lendaba le bekumele iye ku sikhipha izimfihlo
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 11 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😢😢mama ngiyamxolisela umntwana usejezile already
@JeanetteTshabalala
@JeanetteTshabalala 11 күн бұрын
Eish yaze yabuhlungu indaba ka Sno. Akazikhethelanga naye nomntwana ukuthi ahlwengulwe . Umama usabhekane ne Dignity yase sontweni kanti umntwana comes first than church
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 11 күн бұрын
Isithunzi sokwenzani enkozweni maye niyawazisa bo lamasonto yeyi mama ndini siza ingane uyeke kusitshela ngenkonzo
@snenhlanhlangubo-bi6pv
@snenhlanhlangubo-bi6pv 11 күн бұрын
Ngyaxolisa ma bengi Saba lesthunzi sase nkonzweni😢😢
@BiyisiweMoloi-ee7id
@BiyisiweMoloi-ee7id 11 күн бұрын
Inkonzo ingenaphi ngoba nabo banezinkingazabo bayazifihla mama siza ingane ake ubeke abantu eceleni 🙆🙆🙆🙆
@sinothandombalentle1843
@sinothandombalentle1843 11 күн бұрын
Waze wayiduduza kahle ingane pearl
@bhekinkosisithole7441
@bhekinkosisithole7441 11 күн бұрын
Fuseg abantu basenkonzweni ban wena mama uwnanqondo lento yenu yokukholwa iyanibhayzisa
@adelinetshabalala1540
@adelinetshabalala1540 11 күн бұрын
😢Eish yaze yabuhlungu kodwa le ndaba phephisa sisi ...mamakhe akamxolele sekwenzekile ameseke nkosi yami😢
@Nhlanhla-gd6nc
@Nhlanhla-gd6nc 11 күн бұрын
Yaze yabuhlunguke lendaba phephisa cc
@Masky1991
@Masky1991 11 күн бұрын
Phephisa sthandwa sam uzobaryt ❤
@mlindelibright6058
@mlindelibright6058 11 күн бұрын
8:14 "bengzokshaya kudlule" 😄😄😄😭😫
@NokwandaQwane
@NokwandaQwane 11 күн бұрын
Oh nkos siza iingane zethu ngokuthanda izinto zihlukane neezidakamizwa oh bakhe basihlupha abantu baleee ngezidakamizwa siza baba izwe lakowethu❤
@user-po6kt9sd8f
@user-po6kt9sd8f 10 күн бұрын
Waze wangikhalisa wengane yami ngaze ngabuzwa ubuhlungu💔💔💔💔😭😭😭
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 9 күн бұрын
Kodwa mama yebo ingane yalenza iphutha asikho isidingo sokuthi njalo sigijimise izinkonzo mxolele umntwana umgeze siyakucela ehlisa umoya🙏
@Zaneleniza
@Zaneleniza 5 күн бұрын
Ncese cc yabhlungu indaba yakho ey kunzima bakithi singabazali asizameni ukusondela kubantwana bethu buka nje lengane iyodwa kulenkinga 😥😥😥
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 11 күн бұрын
Awukho umgqomo wokulahla umuntu 😢😢😢
@Zaneleniza
@Zaneleniza 5 күн бұрын
Hhaybo 😳 lomama nkosiyami uyakholwa nje why ehlulele umntwana ngalendlela aybo 😢 yaze yathwala kanzima nayi ngane 🙌
@busisiweradebe499
@busisiweradebe499 10 күн бұрын
Pearl yes mama sibonge. Iziyalo ezinhle
@user-gr1kz7gn2e
@user-gr1kz7gn2e 11 күн бұрын
Mamellow Zonfi ngikthanda masewthi ena ena ena ena angikjaji😂😂😂😂😂❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@SlindileGumbi-tx7pz
@SlindileGumbi-tx7pz 10 күн бұрын
😂😂😂
@Nomah-po9jp
@Nomah-po9jp 7 күн бұрын
It's Pearl. Uyabaphambanisa
@sizakelengubane-7400
@sizakelengubane-7400 10 күн бұрын
Please sisi try to hide their Identity namagama abo bengawabizi. siyaxolisa nana 💔
@MabongiMajola
@MabongiMajola 11 күн бұрын
Ay lobutshwala enibuphuzayo
@busisiweradebe499
@busisiweradebe499 10 күн бұрын
Kodwa mama siyamxolisela umntwana kwaba yishwa ela mehlela. Akazenzanga
@Nokubonga143
@Nokubonga143 11 күн бұрын
Haybo izoshawelani ingane ibe ihlukumezekile😂😂😂 khohlwa inkonzo Siza ingane
@Deanphineasmukwevho
@Deanphineasmukwevho 10 күн бұрын
Abalaleli LA bantu
@mabeediamond2666
@mabeediamond2666 9 күн бұрын
Lomama kanti unjani njena? Umsebenzi unendaba nokuthi abantu bazothini? Kanti kusontwa ini? Uzomshaya umuntu esehlukumezeke kanjena? Phephisa Nkosazane! Go get yourself checked for any STDs uye naku counseling. UNkulunkulu wayekhona uyazi ubuhlungu obakwenzekela. You are a child of God. Kuzolunga. Sibonga ukuthi abawukhiphanga umphefumulo. Hugs
@prettydube5440
@prettydube5440 11 күн бұрын
Kubhlungu okwehleli ngane zethu
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 7 күн бұрын
Lo mzali akoyiki nkulunkulu woyika abantu benkonzo nokuphoxeka , yhooo, abazali bayamangaza
@user-fh4xv9jq6x
@user-fh4xv9jq6x 11 күн бұрын
Hawu kazi banisiza ngani labantu besonto bo uthi uyasonta but ufuna kube nezimfihl aybo mama ngeke zwelana nomtwana khohlwe inkolo
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 11 күн бұрын
Ave bewathwele emakhanda lamasonto
@user-pe3lq4zo3i
@user-pe3lq4zo3i 10 күн бұрын
Mama thatha isimo sengane njengoba sinjalo siza ingane yakho abantu besonto angeke bakusize ngalutho pls 😢
@Deanphineasmukwevho
@Deanphineasmukwevho 10 күн бұрын
You will wish as you can go back and start afresh from scratch in life..... Life is difficult
@user-sl2hq3sn5s
@user-sl2hq3sn5s 11 күн бұрын
Ncese nana❤
@KULUKAConstruction
@KULUKAConstruction 11 күн бұрын
Kushoni loko ukuthi umama wenkonzo . Ogcokile
@NomceboNondumisoMagwaza
@NomceboNondumisoMagwaza 11 күн бұрын
Waze wahlonipha bandla uMaNjinji uthi nje ma. Engathi angaphola, umama amsize ixazululeke inkinga
@user-dw9cw6wh7w
@user-dw9cw6wh7w 11 күн бұрын
Uthandizinto ayisosono😢😢😢
@user-lm4wx2ui6i
@user-lm4wx2ui6i 11 күн бұрын
Ukuthi namantombazane uyakuthanfa ubumnandi mawke waqhamuka nemali usuzothola.
@user-eg1yh9jt3q
@user-eg1yh9jt3q 11 күн бұрын
Sanibonani bathandwa bami sorry nana kubuhlungu kakhulu sengathi engaluthola usizo isizakale ingane
@sibusisomvimbi844
@sibusisomvimbi844 8 күн бұрын
Umfihlelani kodwa uzawlibiza gamalakhe
@afikilestephen2268
@afikilestephen2268 11 күн бұрын
Bendizokushaya kudlule😂😂😂
@neliswacele5663
@neliswacele5663 5 күн бұрын
This is exactly why the child kept it to herself 😡
@LondiweMbuyazi
@LondiweMbuyazi 11 күн бұрын
Amathwici dade😅😅😅
@PinkieJam-Jam
@PinkieJam-Jam 10 күн бұрын
Haybo yehlela ngenzanzi yiko lokhu ese eya ko TV ngoba awulaleli uluhlaza
@user-hq1co3ry8q
@user-hq1co3ry8q 11 күн бұрын
Eish sorry cc but utshwaka nabangane
@olgasphathisiwekhoza2973
@olgasphathisiwekhoza2973 11 күн бұрын
Akume mama ngoshukela ulalele forgive and forget
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 10 күн бұрын
🤣🤣 Unghlekiselani kodwa 😂😂😅😅
@MrJohannesFakudze
@MrJohannesFakudze 11 күн бұрын
Pearl solo ngacela number yakho Ngilandi M Fakudze from Kingdom of ESwatini
@pearlmthembu5436
@pearlmthembu5436 11 күн бұрын
ufuna ngize eSwatin
@user-hi8lv1zb9z
@user-hi8lv1zb9z 11 күн бұрын
Kodwa nabantu besfazane bayabuthanda ubumnandi hwww!!!
@Deanphineasmukwevho
@Deanphineasmukwevho 10 күн бұрын
Yilungelo lakho as ungalaleli
@ThobekaHulane
@ThobekaHulane 9 күн бұрын
Hey into engihluphayo ukuthi lengane inobuhlungu nento eyamehlekela and nako konke okwalandela uyazisola. When we reach out to family sazi ukuthi bazoba buhlungu bakuthethise kodwa ngiyaphoxeka uMama nami ngiwuMama ukuthi aze avale ifoni engabonisi ukuzwelana nengane nobuhlungu bokudlwengulwa instead uworried nge image yasenkonzweni. Hey the churches we go too asiqede ubuntu
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 11 күн бұрын
Kdw ke mina ngibona uSIKHIPHA IZIMFIHLO nje kulendaba engathi sebeyaziphambanisa izinto manje
@sindisiwemdluli7806
@sindisiwemdluli7806 10 күн бұрын
Zikhipha izimfihlo ...ku Stufuza .
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 5 күн бұрын
Shame how old is she? Leyonto isivamisile nje kakhulu e KZN even ama tavern wasemakhaya. Ncese Sisi omncane no one has to go through what you been through, she needs counselling too ngoba she will be scared for life ngiyamzwela bakithi😢😢😢😢
@user-tm3uy8gv7g
@user-tm3uy8gv7g 11 күн бұрын
Presenter you don't have a piece nyana ye toilet paper nyana so that the girl could wipe on her teas
@thembingobese967
@thembingobese967 11 күн бұрын
Mama support your child and forget about the church please.Ayikho ingane ethembekile esp girls,geza ingane nalobodoti babafana sibabeka ku Jehova abaxolele,Sno angikusoli nakancane iphutha liyenzeka
@asanelMajola-xc5ih
@asanelMajola-xc5ih Күн бұрын
2:04 😢
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 11 күн бұрын
Uthanda ingane yakho noma inkonzo ukuphoxe wena uyamthethisa? Manje enzeni azibulale ngephutha angalicelanga yiba uMama angithi uyakhonza usaba iglazo haaaa ulikholwa angithi
@nelisatracykhoza4339
@nelisatracykhoza4339 11 күн бұрын
Ucc ube wrong ngokuhamba but akazibizelanga ukuhlukunyezwa,kanti sikholwelani thina makholwa amakhulu mawukwazi ukwehlulela uphinde ungayiseki ingane yakho ubenendaba nawe nesonto lakho,liphi iqiniso lapho mzali ngoba bonke laba abasesontweni ngeke bakutshele baphila kanjani honestly. Alisekho iqiniso emasontweni baphila amanga straight kodwa bazikhohlisa bona.
@PruhM817
@PruhM817 11 күн бұрын
Engathi is not make sure ku Pearl namhlanje😆
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 11 күн бұрын
So sorry to hear such bad news my girl things will b better soon umama uzokwehla kulanto akuyo usothukile Coming to our host Pearl you are so so good .What i like about you is that you talk to your clients and engage with them.Wish you could change positions with Mamelo and conduct Sikhipha izimfihlo ungenza kakuhle phaya.
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 11 күн бұрын
Ufanele ukugezwa ibhadi lokudlwengulwa nengane owaykhipha not blaming u ubuzpkwenzenjani kulolodaba? Gezwa cc asuke emahlombe akho
@fundiswamendu1307
@fundiswamendu1307 10 күн бұрын
Weeee mama siza ingane yakho khohlwe ngabantu ,nabo banezabo igxaki . Uze wonqene ukwehla isthunzi enkonzweni ,siza umntwana . Awubazi nabo abobantu banegxaki ezinjani . Lomntwana uthetha into ebambekkayo ,wayezothi ngubani uyise kwi ngane yakhe .Siza mzali ngane yakho please
@user-rx7ew9bz5e
@user-rx7ew9bz5e 11 күн бұрын
Mama nezimfihlo usaba abesonto kunokuxazulula inkinga zakwakho ,if sebenzisa bazothini zokwenzelani? sonke sinamaphutha emhlabeni xolela ingane le uyigeze ukudlwengulwa akusiyo into encane
@SindisiweNdaba-uj8cz
@SindisiweNdaba-uj8cz 10 күн бұрын
Inkonzo nje ingenaphi enkingeni yengane bazalwane ingakho izngane zizbulala akazcelelanga ukudlwwngulwa umntwana😢
@PurityN459
@PurityN459 5 күн бұрын
😏 Ihlathi lokucasha phela inkonzo kulabo mama abakhohlakeleyo. Kuyimanje uyathetha 😩 engabe uyalalela ezwe ithini Ingane 😕 isithunzi sakhe enkonzweni 😳 isithunzi sani ngoba izikhohlakali zigcwele kuzo lezi zinkonzo zabo 🤔 uzomshayela ini adlwengulwa🙄 awukho umhelo kulomama!
@sinenhlanhlahlophe8793
@sinenhlanhlahlophe8793 2 күн бұрын
Uthi nje "ibandla lingasaqhubeki nokunikela"? Ay bakithi 🙄
@jabulanigxabhu2399
@jabulanigxabhu2399 10 күн бұрын
Pearl ulibizelani igama lomuntu?
@KULUKAConstruction
@KULUKAConstruction 11 күн бұрын
EISH abafana nkosiyam
@RdggFghv
@RdggFghv 11 күн бұрын
@sibusisomvimbi844
@sibusisomvimbi844 8 күн бұрын
Sorry CC wethu. Uberyt asokuphela kobomi. Kodwa kufuneka ufumane canceling
@londiwecelimpilo4068
@londiwecelimpilo4068 11 күн бұрын
Why labomama ababamba Ifoni bese bethi " Unjani ngane wam" abeve benganalo uzwelo kwezabo izingane.Sengiybone kaningi kuloluhlelo.syabonga Pearl mahle ama advice wakho.Inkonzo ingenaphi la?ngoba nabo abasenkonzweni banazo inkinga ababhekana nazo
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 8 күн бұрын
Cc wami ibhlungu indaba yakho kodwa njee hlukana nomshungu uzophila
@nkululekom3
@nkululekom3 8 күн бұрын
Some issues that are presented here need another posture of approach from the host.
@MrJohannesFakudze
@MrJohannesFakudze 11 күн бұрын
Ncesi mntfwanami sikhameko tfola umuntfu wesintfu akugeze lishwa lekukhipha sisu kutolunga ccter
@NontobekoS-cd9bg
@NontobekoS-cd9bg 11 күн бұрын
Engbe lamasonto anenzani webakithi umntwana wenze ento embi kodwa owakhe , Kodwa ungihlekiselani we cc Pearl uma kungdlalwa eykho😹🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 hyi sonke
@user-ki6jl2ix7j
@user-ki6jl2ix7j 11 күн бұрын
She's worried about her dignity at the church yhoo omama abanye kodwa,don't kill yourself baby move on with your life Jesus loves you he cares.
@Masky1991
@Masky1991 11 күн бұрын
Mhmmm kunzma ukhula sheim kodwa ker sizofunda phela mhlaben
@bhekinkosisithole7441
@bhekinkosisithole7441 11 күн бұрын
Shame iingane zethu
@user-vd4md3dc4h
@user-vd4md3dc4h 11 күн бұрын
Yikho ngingafisa ukuba nentombi ephuzayo shit
@sfisothecreative99
@sfisothecreative99 10 күн бұрын
You mentioned her name, i googled her and saw her facebook profile. Please take down this video, edit and re upload.
@mantoamakhalema7801
@mantoamakhalema7801 4 күн бұрын
If u hadn't said it nobody would've thought of doing it
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 2 күн бұрын
​True
@vuyodominic1116
@vuyodominic1116 10 күн бұрын
Bathakatha kwezo cawe, bafake izivatho emva koko bazenze ngcono esidlangalaleni. Isonto lokunuka, ulibeka phambili kunenzala yakhe. Daaaamn it.🚮😡
@sithembisombatha3199
@sithembisombatha3199 9 күн бұрын
you hide the person but you announce her name.. whats the point?
@tshegofatsomotseleng1523
@tshegofatsomotseleng1523 11 күн бұрын
Why are you revelling her name 😢
@vinnidavinci3932
@vinnidavinci3932 11 күн бұрын
She revealed it herself though🤔
@PurityN459
@PurityN459 5 күн бұрын
@@vinnidavinci3932 abantu bayaxaka ngokuthanda uku complain kanti abanaso ne skill sokulalela. Ingane iziveze yona igama uPearl waqhubeka lapho ke.
@Nokubonga143
@Nokubonga143 11 күн бұрын
Tv e black
@youtupe80
@youtupe80 11 күн бұрын
mantombazane ake niyeke ubufebe notjwala maniphuza ake niphuzele emakhaya futhi lento yabangani wudodi nje niyofunda nini kodwa.
@assahnleya1702
@assahnleya1702 11 күн бұрын
Yi acting yini lena?..kungani umama ethi wawuhambelani no Sno....yena vele ekhuluma naye u Sno ?
@SindyMthembu-fx6tk
@SindyMthembu-fx6tk 7 күн бұрын
Yabona nje iyngane zethu neyndawo zobumnandi😢