Izindaba zesiZulu @13H00 | 17 April 2024

  Рет қаралды 28,531

SABC Izindaba

SABC Izindaba

18 күн бұрын

Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.

Пікірлер: 43
@jiwwo1799
@jiwwo1799 16 күн бұрын
Ave usifundela kahle kodwa izindaba Mshaz'omuhle...😊
@vusiximba4266
@vusiximba4266 15 күн бұрын
❤ Asibonge kakhulu ngokusithulela izindaba ngolimi lwethu.❤
@user-nw2dn6eh4n
@user-nw2dn6eh4n 16 күн бұрын
VIVA NXAMALALA ✊🏾 VIVA
@thombijali1860
@thombijali1860 16 күн бұрын
Msholozi🙌💪🙏
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 16 күн бұрын
Siyabonga ukuthi i IEC ivume ukuthi uZuma abe ubuso be MK PART we thank you so much bebuzobe bungekho ubulungiswa nentando yeningi
@ThembaKhumalo-co8jc
@ThembaKhumalo-co8jc 16 күн бұрын
Kuyezwakala,ucishe wayibeka yacaca Fuze
@sanelezulu8206
@sanelezulu8206 16 күн бұрын
Viva MK❤❤❤❤
@thobileshabangu93
@thobileshabangu93 16 күн бұрын
Halala Mk halala
@user-lp5el3on9t
@user-lp5el3on9t 16 күн бұрын
Anc ayikaze iwakhathalele amaKhosi sesiyayazi ibahlanganisa ngoba ibone Zuma ewahlanganisa ukuba a vote Mk viva Mk viva
@nhlanhlamadonsela2763
@nhlanhlamadonsela2763 16 күн бұрын
Mnnx bayazi ukuthi baplene Ini laba. IEC mnnx
@user-ju6sz3ej1x
@user-ju6sz3ej1x 16 күн бұрын
Sibonga izindaba
@ThembaMkhwanazi-od9dv
@ThembaMkhwanazi-od9dv 16 күн бұрын
Phambili ngoZuma phambili MK
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 16 күн бұрын
Iya azidedelwe zonke izinhlangano ziye okhethweni sibone inkunzi ngomhlaka 29 May
@ThamiKanyile
@ThamiKanyile 16 күн бұрын
Le ANC kade iyekelen ukuhambisa intutho kubantu ngoba sihambisa ngoba nakhu sekuzovotwa
@joanmahlatjie3070
@joanmahlatjie3070 16 күн бұрын
Viva ANC yabantu spirit of Chris Hani Viva
@BonisoInnocent-sx1or
@BonisoInnocent-sx1or 16 күн бұрын
ANC uyawazi kanti amakhosi
@thumaboikihloele5747
@thumaboikihloele5747 16 күн бұрын
NAZONKE
@MthokozisiNgcobo-yu5xw
@MthokozisiNgcobo-yu5xw 16 күн бұрын
Iyadlala I ANC isiphuthumisa izidingo emphakathini ngoba nakhu sekusondele ukhetho kahle kahle I ANC iyasidelela isithatha kancane isho nje kugcwala umlomo ukuthi iphuthumisa izidingo ngoba sekusondele ukhetho ukweyisa lokho nokusidelela, ayisinaki uma sekudlule ukhetho ayibi nendaba nathi
@ayandantombela
@ayandantombela 16 күн бұрын
Yazi bengithi yimi ngedwa engiqaphela leyonto.
@oscarzulu8378
@oscarzulu8378 16 күн бұрын
Nizozenza ngoba sekukhona MK Nina Manga
@user-df3dp2oz9x
@user-df3dp2oz9x 16 күн бұрын
Sihlaselwa yizinto ezimbi zodwa kwazulu natal selokhu kwaphatha Ramaphosa udayisa ngathi lobaba
@PrincessNgcongo-xz2hi
@PrincessNgcongo-xz2hi 16 күн бұрын
Weee anc nanihlaleni ninga sinaki 30 years ago ngiyanibonga kade sasinivotela lutho ama services salani Viva MK Viva phansi nge anc phansi
@user-yw7qo5dl8x
@user-yw7qo5dl8x 16 күн бұрын
Lokhu akusho ukuthi MK isi zuze u two third majority le abayidinga ngamehlo abomvu
@LeboMathabela
@LeboMathabela 16 күн бұрын
ViVa mk
@modiidikgwale6106
@modiidikgwale6106 16 күн бұрын
iAnc amasemp@
@ThembaKhumalo-co8jc
@ThembaKhumalo-co8jc 16 күн бұрын
Sure,udoti
@thenjiwenxumalo8828
@thenjiwenxumalo8828 16 күн бұрын
Ababulali bezwe
@Thwalinja-ZN
@Thwalinja-ZN 16 күн бұрын
Mangibingelele emagunjini wonke amane omhlaba ebengithanda ukukusho nje ngukuthi uMshilozi nguye ofanelwe yilesisikhundla sokuba ngumongameli wethu esimthandayo ngenxa yemisebenzi yakhe eminingi asenzela yona esahlezi kuso lesisihlalo phambilini buningi kakhulu ubuhlakani abenzayo obuholela ekutheni makaphinde futhi abuyele kuso singabala ukwenqanda kwezifo eziningi kubalwa i-ibolla nezinye nezinye wathi nje chabo ngabantu bakhe,yintuthuko kagesi izindawo ngezindawo ukwahlukahlukana kwazo,ngithi malibuyele kuZuma izwe engalokhu agxishwa ngamacala angathi shu.Enjalo nje waboshwa wagwetshwa izinyanga ezilishumi nanhlanu kanti wayegwetshweleni uma esalokhu bemuphekapheka ngemibuzo yamacala amadala angapheli msakazi othandekayo ngiyabonga kakhulu 😅yimina uThwalinja-Zn Mngoma danko.
@ayandantombela
@ayandantombela 16 күн бұрын
Wenze imisebenzi encomekayo uZuma esesekucongolose. Kodwa manje mina ngikhathazwa ukuthi njengoba esekhule kangaka nje necommon sense yam ingitshela ukuthi usephila eskhathini se extra time. Akuyikhathazi yini lokho iMK?
@user-lp5el3on9t
@user-lp5el3on9t 16 күн бұрын
Ngicelwe kuGadwe amavoti angiyethembi IEC sibonile sonke ukuthi icemile
@ayandantombela
@ayandantombela 16 күн бұрын
Kahle kahle bekfanele kube namakhamera.ngaphakathi kulamathende okvota khona besizobona konke okwenzekayo komabonakude.
@user-df3dp2oz9x
@user-df3dp2oz9x 16 күн бұрын
Niyi ANC yini enike nayenzela abantu base south africa kuleminya kuphethe URamaphosa esile phandle kokusibulala nge covid nokusivalela izwe sihamba ngezimvume emhlabeni wokhokho sivovwa ngenkani waqeda wasimbela umgodi ufuna ukugqubeka lawugcine khona khohlwa Rama
@thenjiwenxumalo8828
@thenjiwenxumalo8828 16 күн бұрын
Basafuna kubulala abanye ANC iphila ngegazi labantu World Order
@thobileshabangu93
@thobileshabangu93 16 күн бұрын
Mr Zuma sir
@sanelezulu8206
@sanelezulu8206 16 күн бұрын
Why you doing this now, you have betrayed South Africa
@vuyaningamlana8489
@vuyaningamlana8489 16 күн бұрын
Criminal will always be an criminal
@ntombiyomzulu7010
@ntombiyomzulu7010 16 күн бұрын
uyanya wena,mungazi uzothini uthule uze uyofa 🥴
@vuyaningamlana8489
@vuyaningamlana8489 16 күн бұрын
@@ntombiyomzulu7010 always in court everyone is after him why because he doesn't have education
@sanelemkhize9176
@sanelemkhize9176 16 күн бұрын
Yey domkop basobha anyway vele izinja ziyakhonkotha imoto ehambayo 💚🖤 woza mhlaka29
@jiwwo1799
@jiwwo1799 16 күн бұрын
They are afta him just because He's a threat to them....Viva mk, asibizwa siyaziyela
@joanmahlatjie3070
@joanmahlatjie3070 16 күн бұрын
Hoza 29May,asinaso iskhathi saMalooters balwela uZuma asejele .
@LeboMathabela
@LeboMathabela 16 күн бұрын
ViVa mk
Izindaba zesiZulu @19H00 | 03 May 2024
23:31
SABC Izindaba
Рет қаралды 7 М.
КИРПИЧ ОБ ГОЛОВУ #shorts
00:24
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,5 МЛН
Самый большой бутер в столовке! @krus-kos
00:42
Кушать Хочу
Рет қаралды 6 МЛН
Which one will take more 😉
00:27
Polar
Рет қаралды 47 МЛН
Izindaba zesiZulu @13H00 | 02 May 2024
24:29
SABC Izindaba
Рет қаралды 10 М.
Elections 2024 | ANC intensifies Gauteng election campaign
11:05
uDlamini YiStar P3 -The Winner Takes All (Episode 16)
40:10
MDM Sketch Comedy
Рет қаралды 493 М.
Elections 360 Daily | ​Infastructure Problems in SA
22:50
SABC Izindaba
Рет қаралды 270
What the Hell is Happening in Scotland?!
9:19
TLDR News
Рет қаралды 214 М.
КИРПИЧ ОБ ГОЛОВУ #shorts
00:24
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,5 МЛН