Kuyadabukisa okwenzeke ku mfoka Khumalo eJozini

  Рет қаралды 24,725

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Ай бұрын

Kuyadabukisa okwenzeke ku mfoka Khumalo.
#trending
#podcast
#viralvideo

Пікірлер: 141
@AndyGeeeeee
@AndyGeeeeee Ай бұрын
Background soundtrack inamathele. Your team nailed it 🔥🔥🔥
@ZakheleDakile
@ZakheleDakile 28 күн бұрын
Ish mean ukuthanda ukulala lo sisi yooo sad 😮 news
@PhiwayinkosiKhanyile
@PhiwayinkosiKhanyile Ай бұрын
Ukulandela iChannel yakho kuyishintshe kakhulu indlela engicabanga ngayo.
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Ай бұрын
Nami mfwethu ikakhulukazi ngempilo yobudlova kimi abanye abantu ngike ngibone ukuthi basenakho nje ukungenqena kanti angisenjalo nje ngoba kade bengaz
@khanyipetro1859
@khanyipetro1859 Ай бұрын
Siyabonga kakhulu MfokaNyawo
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o Ай бұрын
So true my child's father left me for someone else I was hurt and cried He wants to come back because his relationship is toxic He has 3 kids with her and i still have one I have moved on and happy I forgave him a long time ago but cant take him back This all happened 9 yrs ago His unhappy but I pray that he finds peace
@mfihlakalondabezitha9647
@mfihlakalondabezitha9647 Ай бұрын
Ngikholelwa kulento yokuthi isoulmate ifika kanye empilweni yomuntu...
@amanqampunqamputv2841
@amanqampunqamputv2841 Ай бұрын
mina ngiyamjaja uKhumalo, lentombi yayivela iziveza izimpawu zokuba wuhlanya kwasekuqaleni
@davidmsiza6757
@davidmsiza6757 Ай бұрын
kuyangithokozisa ukulalela iziqwayiso zakho am always listen to you programs
@noziphokhumalo6090
@noziphokhumalo6090 Ай бұрын
Ikhona nalento eqgilaza obhuti basemakhaya lento yokuthi uma usebenza esilungwini is a must ukuthi uqonywe lapho. Abantu bahamba bacosha kwasani esafuna nje ukuthi uqonywe esilungwini. Buka nje uyeka umuntu oright ngenxa yento yasemkhukhwini. Njalo nje obhuti basemakhaya bahlezi bezifaka ezinkingeni ngenxa yalesi senzo kunokuthi umuntu ashade ahlale nomkakhe. Yini nje uKhumalo engalandang umawengane wamfundisa noma asebenze naye khona lapho ePinetown.
@thembelakhuzwayo547
@thembelakhuzwayo547 Ай бұрын
Nami ngashiya intombi yami 30 years ago ingenzanga lutho. Yakhala sengiyishiya, yaze yacela ukuthi okungenani sibenengane ayinankinga iyasebenza izozondlela yona, ngenqaba. Yagcina ingenangane. Namanje ngisazisola ngoba ngisayibona. Ukuthula angikutholi enhliziyweni yami, ngicela uNkulunkulu angisize ngikhohlwe.
@phumlanimthembu6062
@phumlanimthembu6062 Ай бұрын
Lendaba ingikhumbuza olunye uhlanya lwase-Utrecht. Yacishe yangibulala leyantombazane ngesikhwele esingasile.
@NjabuloHlela
@NjabuloHlela Ай бұрын
Avoid distance relationships as a man. This could've been avoided if they lived together.
@MelokuhleNxumalo-dv2qu
@MelokuhleNxumalo-dv2qu Ай бұрын
Don't forget to like, subscribe, and comment to keep the page growing. Sibonge Mc Menzisto ngokudla kwendlebe kwazise igula lendlebe kaligcwali.
@mawandendayini-xj5ft
@mawandendayini-xj5ft Ай бұрын
Ngikuleyankinga nami we Mc menzisto sengize ngazaca ngakhumbula yena umama wengane engimlahla ngenxa yenjabulo yesikhashana
@sekopaul9253
@sekopaul9253 Ай бұрын
Always learning when um listening to yo channel here in Embalenhle, Secunda
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla Ай бұрын
He ignored the signs! Wayejola ne psycho. Ngikholelwa ekutheni empilweni kwenzeka noma yini, akuna manual. Uma wenze iphutha don't let it define you. Usazomthola omunye umuntu uKhumalo.
@tholakeledlamini2530
@tholakeledlamini2530 Ай бұрын
Impela kunjalo Bhut'
@blvcksnowbeatz
@blvcksnowbeatz Ай бұрын
Iqiniso lelo Cebekhulu 👌🏽
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg 2 күн бұрын
Yazi bhuti menzi i so wish ukuthi ngingakubona bese ngikulandise ngodaba lam ngam nomuntu wesilisa ngendlela engizonda ngayo sikhuluma nj ngineminyaka angisajoli nginenzondo nokungazethembi kdw ngiyabona mn ngizogcina ngiwumbulali ngenxa yeslisa cha ungihlukumezile lowamlisa ngiyalufisa usizo nokwalulekwa nokubonisa ngoba ngale kwalokho ngizophenduka umbulali neslwane sengilokhu nj ngibaniwa yizindaba zakho ezinemfundiso ziya zingishintsha kancan yize ngikuthole late
@kamaveetv
@kamaveetv Ай бұрын
Uyalazi uhlanya lwentombazane kushuthi lensizwa yayiwushaya umsebenzi ngalendlela yokuthi mayekhuluma naye kwakukhuluma izinto ezisamantombazane emadlebeni kodwake kwakumele enze video call ethengele nokhumalo data besethi akakhanyise endlini ukuze bexhumane😂😂
@sanelemdluli3414
@sanelemdluli3414 Ай бұрын
Sengifunde okuningi kulomfowethu , one day ngifisa ukubhala esami story ukuqwashisa ngokungena ejele kudala
@bonganimafilika8008
@bonganimafilika8008 Ай бұрын
Iyakhula i chanel yethu, siyabulela
@preciousnene3446
@preciousnene3446 Ай бұрын
Thanks MC "This woman is obsessed " I am glad Khumalo left the relationship because this woman is capable of anything 😢
@lindanisyethemba9873
@lindanisyethemba9873 Ай бұрын
Inamandla mft ungashiyi umawengane kunasizathu❤🤞😢
@sabelasimphiwe7491
@sabelasimphiwe7491 Ай бұрын
MfoKaKhumalo ukhuluma iqiniso isexwayiso sakhe into eyenzekayo ngempela nami ngokwami ngisuke ngibone engathi usuke usujeziswa izinyembezi zalowamuntu odlale ngaye
@halalandebele7348
@halalandebele7348 Ай бұрын
Syabonga mfoka Cebekhulu sifunda lukhulu❤
@ThabangKhumalo_
@ThabangKhumalo_ Ай бұрын
Ey mfowethu lodaba oluthinta la lubucayi kakhulu
@osiniqt3957
@osiniqt3957 Ай бұрын
Sibonge”Sebekhulu” silahlekelwa okukhona ngokungekho 🤝
@JZKhoza
@JZKhoza Ай бұрын
Dankie MC ezinye ifundo sizithola sekulate but still zisivula inqondo 🤗
@elijahmodisa6347
@elijahmodisa6347 Ай бұрын
Background Soundtrack topnotch🎉
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x Ай бұрын
Ya that was a lesson ...thank you bhuti...NSELE!!
@Msolokohlo
@Msolokohlo Ай бұрын
Siyabonga bhuti🙏. Izindaba zakho ziyaqwashisa kakhulu...!!
@businzama6939
@businzama6939 Ай бұрын
ABANTU besilisaa bayakhohlwa ukuthi izinyembezi zomuntu wesifazane aziweli phansi kakhulukazi engakonanga ngalutho ilezazinyembezi zikamama wengane ngoba phela waphuma but akubanga mnandi iqili nalento ayesethandana nalo nanokuthi iyazi nayo yamthola kanjani sungaze udele umsebenzi ngenxa yolkugada indoda isifundo lesi kulobhuti
@ceboshembe
@ceboshembe Ай бұрын
Uyazi Nsele ayabakhona ama sign i psycho ekukhombisa ngawo kusaqalwa nje bese kubakhona lento ithi sithe emqondweni wakho unganaki. Kwakumele u Khumalo ayale lentombazane ngesikgathi ithela umbhede ngamanzi okokuqala. i psycho ke Nsele ayishintshi nje sdalo futhi angeke ize ishintshe.
@UbukaOnline
@UbukaOnline Ай бұрын
Kodwa ibuhlungu ndaba akhetha ngayo, washiya mama wengane ngenxa yothando olusha.
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 Ай бұрын
✊✊ lindamkhonto indlela osikhulisa ngayo
@smangelemnisi8961
@smangelemnisi8961 Ай бұрын
Hey umuntu ufunda lukhulu kulezingxoxo zakho bhuti wam.. ngathi ungaqhubeka ngokweluleka..❤
@jabulanibulunga1200
@jabulanibulunga1200 Ай бұрын
Siyabonga bhuti uyasakha nsuku zonke 🙏
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Ай бұрын
Mr Cebekhulu we salute u, danko❤
@zingisilelunda6827
@zingisilelunda6827 Ай бұрын
Ngokwe nkolo yam Umntu nomntu uhamba namathongo ukuhlukumeza umntu Usuke uhlukumeza amathongo Akhona amathongo angathintwayo Qhubeka nohlelo lwakho mhlekazi amade ngawetyala
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede Ай бұрын
Bhambanana kusekhaya lapho❤
@SthembisoSishosonke
@SthembisoSishosonke 26 күн бұрын
Power 💪 Boet Omdala
@55168
@55168 11 күн бұрын
My favorite presenter 💕
@bonganimthembu3097
@bonganimthembu3097 Ай бұрын
Khumalo kwakuyisishinane akanaso isisoka kube mawengane wayanazisa ngabe washitsha umqasho kuze Abe ryt nomawengane
@SakhileXulu-nu8oe
@SakhileXulu-nu8oe 19 күн бұрын
Yavele yaqondana nami nqo bhuti.. nami ngyoke ngikubhalele ebhoksini lakho 🤒🤒
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Ай бұрын
Present My Buti ❤️🙌
@philanigabriel
@philanigabriel Ай бұрын
Great content Cebekhulu
@gloriathabileximba-ss9hq
@gloriathabileximba-ss9hq Ай бұрын
Hay uyafundisa and lokhu okhuluma ngathi kwenzeka nakimi ngasala nje kanjalo ngingena lutho but isiphetho lowo owayengishiyile ubabawengane phela kwahamba ngahamba esafika ekhaya engaka 7years ekhaya ezongifuna esafika ukungiganisa kwasho ukuthi ngase ngize ngithole indoda wavele yangilobola yaqala sahlala ndawonye singakashadi ufuna nje lo silungisela ukushada sesinengane enonyaka but sasineminyaka ewu 3 sathandana ngiyayinqamula but angibuyelanga kuye cos uthando engaluthola lwaluphindeke 100 times yena wangenwa depression wahlanya sengiyalala eseshonile endlini yakhe eselahlwe nayifamily yakhe
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 Ай бұрын
Ei uyalayek we khumalo nithand izinto
@lucykhumalo4117
@lucykhumalo4117 Ай бұрын
Ushaywa izinyembezi 😢zomama wengane 😊 ibambe ngakho mfokababa akudlalwa ngomuntu
@reggiebaweni2425
@reggiebaweni2425 Ай бұрын
Ngilana mfowethu, love your content
@trickerafrican2632
@trickerafrican2632 Ай бұрын
Mkhaya wami, mfowethu emaNtungweni qina bhuti. Wenza iphutha kodwa asethembe ufundile.
@SimoHadebe-bk3sf
@SimoHadebe-bk3sf 20 күн бұрын
Thnks cebekhulu keep pushing
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x Ай бұрын
Spot on ❤❤
@saneliwe6481
@saneliwe6481 Ай бұрын
Love you loads❤
@SUNDAYMOKOENA
@SUNDAYMOKOENA Ай бұрын
Big up butii
@SiyabongaMfusi-ek5zd
@SiyabongaMfusi-ek5zd Ай бұрын
Kunomphumela omubi ngempela ukhlukana nentombi ingone lutho sekukaningi ngikbona lokho , abanye baphelelwa ngisho umsebenzi izinto zabo zivele zbhede nje
@SaneleZondi-vy6cb
@SaneleZondi-vy6cb Ай бұрын
Good lecture 👌 ❤
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Ай бұрын
Sibonge Mr Cebs 🔥👌
@sizakelengubane-7400
@sizakelengubane-7400 Ай бұрын
Cha kwakuwuhlanya Lwe ntombazane
@BonginkosiMadondo
@BonginkosiMadondo Ай бұрын
Present
@UbukaOnline
@UbukaOnline Ай бұрын
9:13 niyaphila Nongalo. Khumalo wenza iphutha kwakumele yena ashitshe indawo.
@xolanimichaelmadondo1228
@xolanimichaelmadondo1228 Ай бұрын
Nami ngaliwa in my first year at the university (Ongoye) 9 February 2013. ngaliwa intombi ebesengithandane nayo for 2 years. Yangala ngingenzanga lutho. Kwaba buhlungu ngehla emzimbeni, kungafundeki. Ngangiqala ukukhalela umuntu ongalile for no reason. Ngasho ngathi izinyembezi zami Angeke ziweke phansi coz I needed a closure. Yabuyango 2020 ingane yabantu izisola ngoba izinto zingayihambeli Kahle emathandweni. Ngikhuluma ngomuntu onamaqualities okuba umfazi Wena owabona uMashudula. namanje ngakuye akuhambi Kahle kwezothando. Serious kubuhlungu ukwaliwa ungenzelutho 😢
@sebenzilesebenzile138
@sebenzilesebenzile138 Ай бұрын
sorry 😔mft uyomthol omunye impilo iyaqhubek
@xolanimichaelmadondo1228
@xolanimichaelmadondo1228 Ай бұрын
@@sebenzilesebenzile138 I have found one😄 paid lobolos, we have 3 kids. 2 boys and 1 girl
@businzama6939
@businzama6939 Ай бұрын
Siyabingelela bhuti kulengosa esifunda okuningi kuyo 🙏🙏
@SibongiseniMthembu
@SibongiseniMthembu Ай бұрын
Siyabonga'
@user-jd1rq4un6f
@user-jd1rq4un6f Ай бұрын
Kodwa Jesu.girl isivumelwano sasthin.
@SithembisoMoloi
@SithembisoMoloi Ай бұрын
Bese uyabuya uzoveza Cala lakhe la mutshele bhuti
@user-rw7dc5es6w
@user-rw7dc5es6w Ай бұрын
Ngihlekiswa ukuthi lentombazane eyayiluhlanya😅
@mndenidube6093
@mndenidube6093 Ай бұрын
You can't build a new relationship on of the tears ☝️☝️☝️
@ThabisoLuthuli-si6kt
@ThabisoLuthuli-si6kt Ай бұрын
First one here
@thembaJili
@thembaJili Ай бұрын
This is your Home🤗
@sizakeletembe205
@sizakeletembe205 Ай бұрын
@wonderkmkhalishwayo5825
@wonderkmkhalishwayo5825 Ай бұрын
" Le eyayiwu hlanya " 😂😂😂
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi Ай бұрын
MC❤❤❤
@Hloni-kg5ie
@Hloni-kg5ie Ай бұрын
Nami ngaliwa ngingenzanga lutho
@mabuyephethe
@mabuyephethe 8 күн бұрын
Ncese
@user-gn4nb6fe2r
@user-gn4nb6fe2r Ай бұрын
Mfoka Cebekhulu uyaphila, ei umfoka Khumalo waxoxa into engihlezi ngifisa abantu abaningi bayizwe, nokuthi sengath abantu bangavula amehlo kuse early, ngoba lokho kukwenza uhlale uzisola njalo, ngibya khona lapho kule kamfoka Khumalo
@user-lb8fr5zv7j
@user-lb8fr5zv7j Ай бұрын
Chubeka MC ngilalele❤
@mabuyephethe
@mabuyephethe 8 күн бұрын
Mina ngake ngajola nohlanya lwangisulela ngesisu ngalala lwasikhipha lwazongihlambalaza lwadabula lwalahla izinto zami ngoba ngathi angsalufuni
@nobanturabotapi6262
@nobanturabotapi6262 Ай бұрын
Yoooo. Sawubona. Lento. Bazana. Eya. Delela.
@noziphokhumalo6090
@noziphokhumalo6090 Ай бұрын
Ibuhlungu impilo ngoba ithuba livela kanye bese lihamba unomphela and nasigns aba khona kube khona lento ethi "hhay" kuzolunga.
@smangelethusi4128
@smangelethusi4128 Ай бұрын
Aibo yaz ngathi ukhuluma ngami😢
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 Ай бұрын
🤗🤗🤗
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Ай бұрын
AWUH BAKITHI KHUMALO AKEZE LA KUMINA
@zeeelove9259
@zeeelove9259 11 күн бұрын
Kwandicingisa umfo wakhe waphuma izthuba endifuna engilandelela ngaze ngawa nam ndamqoma kwamnadi wandijikela wandilahla nfingenzanga lutho sebone enye intombi .heyy zange ndikhale kanje ndicinga nwndlela bendicenga ngayo wannto yokuza nalentombi entsha lapho ndikhoyo just to show off ensihukubeza ndingenzanga lutho wandibiza phambi kwa lentombi wathi akazwani nami yena . To cut 8s short le yontombi kanti ine gciwane yamosulela baphila nalo namhlanje .and k3 sewafona waxolisa kodwa zange atsho ba yini but mina khona owandixeleka ba bayagula fithi sometimea bakhe bahale nasesbhedlela .kuningi kuningi .ndibulela ba wandilahla before alale naletombazana .
@yvonnemoroeng2979
@yvonnemoroeng2979 Ай бұрын
Thank you Ntate Cebekhulu 😊
@tshedisoletlojane2409
@tshedisoletlojane2409 Ай бұрын
❤❤❤
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Ай бұрын
🤟🤟🤟
@housemusic977
@housemusic977 Ай бұрын
Danko MC
@lucaskhumalo6422
@lucaskhumalo6422 26 күн бұрын
Eii unzima kulomkhakha mkhaya
@preciousnene3446
@preciousnene3446 Ай бұрын
He will be arrested 🤞 Thanks Bhuti 🙌
@mahlalekhwenimonsterchanne4127
@mahlalekhwenimonsterchanne4127 Ай бұрын
Saze sasihle isifundo ikhuluma ngami lena, lesson taken Nsele kaLindamkhonto
@NolinganaManqawa-bw3qi
@NolinganaManqawa-bw3qi Ай бұрын
Dankie,thank you ,siyabjlela
@kayunimet2752
@kayunimet2752 Ай бұрын
Straight face after saying luctura izoboshwa 😂😂😂😂
@user-ei3dt4gb3b
@user-ei3dt4gb3b Ай бұрын
Those kinds of womens are so dangerous because they can't control themselves. They act with emotions
@nobanturabotapi6262
@nobanturabotapi6262 Ай бұрын
U La. Hla. Oku khona. Ngo kungekho
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 Ай бұрын
Bafwethu nodadewethu ngicela niyilalele lendoda ikhuluma iqiniso. ngiyayazi lento eyikhulumayo nami yangehlela. ulithola kanye kuphele ithuba lokuba nomuntu wesifazane oqotho
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 Ай бұрын
Present my handsome MC❤
@mmeme5861
@mmeme5861 Ай бұрын
Don't be desperate..are you done with prisoners...this guy is married dear....
@sbahlembalimbathambalenhle238
@sbahlembalimbathambalenhle238 Ай бұрын
​@@mmeme5861ubese etheni kanti ngo "Handsome " nje sengaze umhlafune aii kahle bo! Shuthi icala ukuncoma umshado ungenaphi nje ekutheni umncomile aibandla unenkinga kodwa angeke uyibone.
@nkunzemnyama
@nkunzemnyama Ай бұрын
Ngisola ngathi akaaze ibizwe kwi interview lentombazane yayiziyela ezindaweni zayo kwangahamba kahle yase ifuna i excuse yokuthi izobuya kanjani kuKhumalo. Kodwa umbono wami lo
@phumimabanga962
@phumimabanga962 Ай бұрын
Seskhona Lindamkhonto❤
@thembim4902
@thembim4902 Ай бұрын
Naye uKhumalo wehluleka ukulawula lobudlelwane bakhe 'nohlanya'. Umuntu ukuqome azi unomama wengane, afike athele umbheda ngamanzi kunoma wengane, uqhubeke naye? Angimsoli umah wengane ngokuphuma aphele kuKhumalo, indoda engakuvikeli? Uphuma 'ohlanyeni' eselimele emoyeni, esechithe nomfazi oqotho, kusasizani? Ibabuhlungu kakhulu uthole ukuthi lomuntu owamlaxaza engenze lutho ujabulile, into zakhe zikhuphukile okwedlula unaye. Naye aze akholwe ukuthi ukwehlukana kwenu kwamvulela izindlela zakhe, lapho usuke engeke alinge akuphe elinye ithuba. Phepha Khumalo.
@RphaelLuthuli
@RphaelLuthuli Ай бұрын
Bayede Lindamkhonto
@winniedlamini8414
@winniedlamini8414 Ай бұрын
Klungile akagule bafike bahambe beyosebenza bese befike baqonywe .bakhohlwe abantu ababashiye ngemuva ngith mna good umawengane akaqhubeke nempilo
@thabanibhebhe5564
@thabanibhebhe5564 Ай бұрын
Sengimamele
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 Ай бұрын
Siyabonga mfokaCebekhulu
IZINKABI CHRONICLES[ EPISODE 15]
43:28
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 76 М.
Isakhala namanje insizwa edonsa u 19 years eJele
29:49
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 32 М.
A little girl was shy at her first ballet lesson #shorts
00:35
Fabiosa Animated
Рет қаралды 12 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #comedy
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 21 МЛН
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shorts
00:16
Fabiosa Stories
Рет қаралды 32 МЛН
Usizi owesilisa edla ingane kamngani wakhe
28:56
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 28 М.
Bafunana ngezibhamu abaqonywe emzini owodwa
18:58
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 22 М.
Ukhala ezimathonsi ogilwe intombi yakhe
21:28
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 18 М.
Udaba olubuhlungu lomnndeni wakwa Khumalo
29:11
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 60 М.
Sisenkingeni isiboshwa ekade sichoma ngokubusa eJele.
16:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 15 М.
Izinkabi chronicles[Episode 19] - Isihluku kubulawa kabuhlungu isalukazi
24:48
IZINKABI VS POLICE OFFICERS
44:42
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 423 М.
ESCAPING FROM PRISON USING MUTHI|| THABO BESTER STORY
40:46
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 79 М.
Ayanda Msweli Foundation | Inkabi Update
27:16
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 59 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 147 М.