Liyini? Libuyaphi Ivangeli? MUST WATCH.

  Рет қаралды 8,919

Quarter To Media

Quarter To Media

Ай бұрын

Liyini Futhi Libuyaphi Ivangeli | Ntethelelo Khanyile | Siphiwe Ntanda | Phelelani Khumalo #GospelOrigin #hambavangeli ‪@quartertomedia6411‬
Thank you to all our residents pastors for a wonderful message.
Thank you to all our subscribers #leaders
Quarter To Media available on TikTok.
Mduduzi Bongane Shabangu on Facebook.
Phelelani KaJolozela on TikTok.
Siphiwe Ntanda on KZfaq and TikTok.
Ntethelelo Khanyile on TikTok.
Thank you for watching - Please Share This and get the word out!
Please Subscribe and Comment below 👇 👇

Пікірлер: 125
@cphamandlamagasela506
@cphamandlamagasela506 Ай бұрын
A solid truth from Ntanda concerning the history of the Gospel. Ngiyafisa kodwa ngobubele benkosi ukuthi inceku ilungise i choice of words yayo, iqiniso alibi yiqiniso ngokuhlapha kuphela, kodwa nangokuhloniphisa nje ulimi ngimthanda impela uNtanda kodwa cela alungise bandla i choice of words. Amen
@zachariafumbathile1538
@zachariafumbathile1538 Ай бұрын
Yini choice of words
@lupawu
@lupawu Ай бұрын
You are 100% correct. Uma nje angangabizi izinto ngamagama azo a deep
@thulaningwazi6850
@thulaningwazi6850 Ай бұрын
kunjalo, ulimi luqosheme bo!
@sphiwemkhize6882
@sphiwemkhize6882 Ай бұрын
​@@zachariafumbathile1538Ukukhetha kahle amagama owakhulumayo. Akulundelekile ukuthi kuphume amazwi amnandi nababayo emthonkeni owodwa.
@norahmolefe3583
@norahmolefe3583 Ай бұрын
​@@zachariafumbathile1538choice of words, is talking what she/ he wants to hear, forgetting that not everything is about his / her hearing skills.
@kulanedisashi5034
@kulanedisashi5034 Ай бұрын
Greetings community 😊, I am not Zulu but I enjoy the teachings of men in the panel who have taken their crosses and follow Jesus Christ of Nazareth. My spirit was revived through the teachings and going through the Bible. It’s better than the best romantic movie 🎥🤣🤣🤣🤣. Thank you 🙏🏾 gentlemen of God
@sphiwemkhize6882
@sphiwemkhize6882 Ай бұрын
Ey mtaka Khumalo ngathi ungathola ithuba wedwa uyilule lendaba yokungaxolelwa kwesono🤝🤝
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen
@mzoxolomkorwane5988
@mzoxolomkorwane5988 20 күн бұрын
Eyi nkosi yam nantsi ke iVangeli yenyaniso uThixo makandincede nam ndifikelele kuyo🔥🔥🔥
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 17 күн бұрын
Hallelujah 🙌🏾
@user-wf3eg5qs1b
@user-wf3eg5qs1b Ай бұрын
Haybo!!! Nashaya zinceku😮 siyabonga kakhulu ❤
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 24 күн бұрын
This is a" holy anger" yokubuyisela abantu kuNkulunkulu. Siyabonga ngeqiniso. We need to be convicted by The Holy Spirit in order to change. People are perishing and going to hell out there.Feelings can't be nursed. We need the gospel that will deliver people. Amen.
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 23 күн бұрын
But umbhalo utsi sishumayele ngekwakha hhayi ngelulaka.. derogatory words to churches he has mentioned.. akukuhle. In these churches kukhona bantfwa baNkulunkulu...
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 23 күн бұрын
@@annahmotsa7182 That is true. Yes the bible truly say so...👍Amen.
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 24 күн бұрын
People are perishing and going to hell everyday. If this type of conviction hurts, then its okay than ukuba izinkuni zesi hogo😢
@tlhalefodlamini802
@tlhalefodlamini802 24 күн бұрын
Imnandi lenkonzo bazalwane. Futhi ineciniso. Mfowethu Ntanda, yehlisa ulaka, khulisa umoya wothando. Love is patient, love is kind......it is not rude, .....it is not easily angered, it keeps no record of wrongs......it always protects, always trusts, always hopes, always perseveres. Love your work my brothers❤.
@PatienceTshale
@PatienceTshale 20 күн бұрын
Kanti why izinceku ezihlanhanisa umthetho kaMose noMusa kaKrestu bane anger kangaka nezinganekwane JESU 😭😭 ngyambonga uNkulunkulu ngokwambula I Grace awu kodwa Baba Tanda 💔
@jabulilemathenjwa6715
@jabulilemathenjwa6715 Ай бұрын
Ubaba uNtanda uthi umntwana kaNkulunkulu ukhuluma ngenhlonipha kodwa indlela akhuluma ngayo iyahlambalaza bakithi. Ulwazi unalo kodwa iyaxaka indlela yakhe yokukhuluma😭
@gufinestmkhwanazi7651
@gufinestmkhwanazi7651 Ай бұрын
Wasixoxela ngabantu not uThixho, ibandla laqala la uJesu ebuza abafundi bakhe ukuthi bathi ungubani? Uthi uPeter wena unguKrestu, indodana kaThixho, uthi uJesu esephendula lokhu ukwabhulelwe uNkulunkulu, phezu kwalendwala ngiyokwakha ibandla lami. Lobaba aqaphele uMoya ogcwele uyashiyana, uzitshene usahamba naye kanti usesukile usuzikhulumela wena, Ila sibona khona umzalwane esethela izithelo zepride
@nomthandazobeautybiyela4636
@nomthandazobeautybiyela4636 Ай бұрын
Point of correction my sister in Krist. Ukhuluma ngoJesu noMoya Ongcwele esebenza ngobaba bethu. Kuqaleka indaba yevangeli kwelakithi.Amen
@nokuphiwantshangase1723
@nokuphiwantshangase1723 Ай бұрын
🙌🙌🙌ayi siyafunda
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Glory hallelujah 🙌🏾
@LuzukoNqadala-wq7me
@LuzukoNqadala-wq7me 18 күн бұрын
Amen syabonga amen amen amen hambavangeli
@thandekancwane4970
@thandekancwane4970 Ай бұрын
UJESU KRISTU UYINKOSI, siyamubonga uNkulunkulu ngokukhuluma Yena uqobo ngo Babu Ntanda.
@XoliM_space
@XoliM_space Ай бұрын
What a powerful word,my Jesus
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Glory 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@jabulanizungu6933
@jabulanizungu6933 Ай бұрын
Ingulube 😂😂😂😂😂 hhey ahaaaaa
@user-ik2zy6lo5v
@user-ik2zy6lo5v Ай бұрын
To God be the glory 🙏
@KhumbuzileMsomi
@KhumbuzileMsomi Ай бұрын
Ayiiii nkosi bafowethu udumo enkosin ujesu
@nonhlanhladlamini2622
@nonhlanhladlamini2622 Ай бұрын
Eish babu Ntando ulimi liqosheme. Same things can be said being polite. He also passes judgement. Calling people names. Ukhuluma sicacelwe siyazi indlela. Ngiyabonga.
@nokuthulazungu3794
@nokuthulazungu3794 Ай бұрын
ey Nkosi yami Thank you Jesus!
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Hallelujah 🙌🏾
@zonkezulu
@zonkezulu Ай бұрын
Amen kodwa pastor Ntanda powerful man of God
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen 🙏🏼
@prudence2909
@prudence2909 Ай бұрын
Ey Ubaba uNtanda unolaka kodwa siyabonga izifundiso bafundisi. May God bless you all❤❤❤
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen 😂😊 God bless you too my sister ♥️♥️♥️
@bellinahmoleko4917
@bellinahmoleko4917 Ай бұрын
Asulona u laka kepha the zeal for the Word of God. The kingdom of God suffered violence only the violent shall take it back by force,zithso izibhalo .
@EdithHadebe-fp1jh
@EdithHadebe-fp1jh Ай бұрын
Amen.Alihambe ivangeli lifinyelele kuzo zonke izizwe
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
In Jesus name amen 🙏🏼
@doreenmudanalwo5534
@doreenmudanalwo5534 Ай бұрын
Hallelujah ,glory to the living God .
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Hallelujah 🙌🏾
@NomakweziNokhwabuza
@NomakweziNokhwabuza 22 күн бұрын
Hayi baba ngikuzwile ngiyabonga
@vividproduction478
@vividproduction478 Ай бұрын
Sibonge zinceku🙏🏽 Lento yamaTithes kwangath ihamba ishayisane ezincekwini cela buye siyibheken nezinceku
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Noted. Amen 🙏🏼
@KnowledgeNdlovu-eo4hl
@KnowledgeNdlovu-eo4hl Ай бұрын
Uqinisile mfwethu 😂😂😂
@user-wg4wo8xm9r
@user-wg4wo8xm9r Ай бұрын
Thank you Jesus
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@user-ns3ul6pd5h
@user-ns3ul6pd5h Ай бұрын
Amen
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@khanyisilempila4948
@khanyisilempila4948 Ай бұрын
Hhayi I language yakho strong babNtanda, inolaka, nentukuthelo, ayithobekile. Nakuba ukhuluma iqiniso but lisethwa yile language yakho. Ilimi lwakho baba aluyolisiwe. Asubuyele uTixo akuthobise.
@lucas_majola
@lucas_majola 14 күн бұрын
But they are written as he calls them on the bible.so there's nothing wrong here.isfebe,isfebe we qha
@skobodabaws8946
@skobodabaws8946 26 күн бұрын
real talk
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 25 күн бұрын
Amen 🙏🏼
@user-rc4fy5ok9y
@user-rc4fy5ok9y Ай бұрын
AMEN BAWO GIVAKAMADI
@BeranaJiya-hu1yr
@BeranaJiya-hu1yr Ай бұрын
I'm so happy to hear abantu abalivakalisa ngoluhlobo ivangeli
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
To God be the glory 🙌🏾
@hlengiwemazeka1037
@hlengiwemazeka1037 Ай бұрын
Hhayibo bo lobaba akacele umoya oncgwele amsize indlela akhuluma ngayo
@NomaNoma-uc3cq
@NomaNoma-uc3cq 21 күн бұрын
Mina ngicela i number zika baba u Siphiwe Ntanda nami ngiseVangelini
@thembamadikizela2602
@thembamadikizela2602 Ай бұрын
😂 😂 inceku inyukelwe ngumoya
@LuzukoNqadala-wq7me
@LuzukoNqadala-wq7me 18 күн бұрын
Indaba ikhona inkulu imnadi futhi ungangena kuyo uyaphila ulahle yonke akekho umuntu odalelwe ukuhluphe thatha ivangeli manazaretha
@danceswithwolves7085
@danceswithwolves7085 29 күн бұрын
Inceku inolaka 😂😂
@HamiltonMweli
@HamiltonMweli 11 күн бұрын
Ngibonile ukuthi nani nisesontweni Uma ubala lezo ziMpunga.
@PatienceTshale
@PatienceTshale 20 күн бұрын
Kodwa wena baba Ntanda isenyameni awukho imoya oNgcwele okhulumisa umuntu kanje ngeke iyathukana Akusho ukuthi ubiziwe mfo. Lungisa ulimi 😢
@lucas_majola
@lucas_majola 14 күн бұрын
Kodwa ukhuluma the way kubhalwe ngakhona kwi bible
@templetonjokanisi3621
@templetonjokanisi3621 Ай бұрын
mana ndiyamamele u half kodwa engingakusho abafewethu base church of Christ banephuzu ikakhulu kulokhuya kokwe shumi ubaba lo naye ukhuluma imizwa yakhe mara lena yokufika naye uryt. Into endingayithandi kubo yimpakamo le bathi ngabo abazongena ezulwini leyo ingaba lelabafundi. Nokuthi isikhathi esiningi bashumayela emabandleni kanti kuyiwa esitradini lena ka Moya abayiqondi lobaba uryt.
@bellinahmoleko4917
@bellinahmoleko4917 Ай бұрын
Awu Nkosi yam sibonga u NKULUNKULU nge qiniso ,qhubekani bakhonzi be Nkosi.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen hallelujah 🙌
@thembisazikode2209
@thembisazikode2209 Ай бұрын
Amen 🙏 bazalwan ikakhulu baba uNtanda iqiniso elibuhlungu, kodwa ke ithi ukudida uma esesemandleni kangaka ngabafundisi kanti umuntu onenkonzo yokufundisa yedwa yini okwazi ukwelusa ibandla, kanti lithini izwi ngabo akuzona yini kanti iziphiwo lezi.Lechannel ngiyithandela ukuma ezwini, ft nje akekho umzalwane okumele abizwe ngale5 fold ministry. Uma Simi ezwini asimeni bazalwane kungabi nabafeelings ukuze leliqiniso elivutha kangaka ikakhulu nangokuphuma ezitayeleni zalesisikhathi lizwakale.Siyabonga bab Shabangu sisuka kude Nani ft sifundile bazalwane
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Ngiyabonga kakhulu ikakhulu ngawe mzalwane ukuthi siphuma kude and sisayibambile kanti futhi ama comments akho ahlale emahle, God bless you 🙏🏼
@user-ky4pl3eo7h
@user-ky4pl3eo7h Ай бұрын
The Bible is a living testimony of Who God is. Glory to God! Amen.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Hallelujah 🙌🏾
@HamiltonMweli
@HamiltonMweli 11 күн бұрын
ukuthula okuvela kuyise weNkosi yethu Nase Nkosi Yethu UJesu mawube kinina. Ngiyanizwa madoda enikishoyo kodwa anikaka fiki evutho ndaba uxamu ugejile umgodi. Bengithi nichaza ngvangeli kodwa indaba ikhulima ngokuthethelelwa kwezono.
@nokuthulazungu3794
@nokuthulazungu3794 Ай бұрын
Ey siyabonga ZiNceku zeNkosi nangikhumbuza amahubo 51v5 ukuty sazalelwa esonweni,siyawubonga uMusa weNkosi yethu uJesu saphiliswa.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Siyabonga ngempela saphiliswa nge Nkosi uJesu 🙏🏼
@lifeinchrist288
@lifeinchrist288 21 күн бұрын
Bengisacela inumber kaTata
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 23 күн бұрын
Hhay bhuti.. livangeli alibuyi kubabu Duma.. Livangeli libuya ku Jesu.. Itsini i topic yenu.. Nivumani bafundisi..
@thulaningwazi6850
@thulaningwazi6850 Ай бұрын
Baba Shabangu, lawamabandla u Mfundisi u Ntanda awakhiphela phandle ngokwakhe ngabe u Nkulunkulu uwagcineleni ngokwakhe?
@nomthandazobeautybiyela4636
@nomthandazobeautybiyela4636 Ай бұрын
Uwagcinele ukuthi aphenduke.Amen
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@nomthandazobeautybiyela4636 ngyabonga usuvele waphendula amen 🙏🏼
@thulaningwazi6850
@thulaningwazi6850 20 күн бұрын
That's very true, sicela u Mfundisi awanikeze ithuba nawo aphenduke, angabe esakhiphela muntu emnyango, asishumayele insindiso
@khulekanimabaso6198
@khulekanimabaso6198 Ай бұрын
Powerful zinceku zenkosi umlayezo uyezwakala kahle kakhulu, ngcela ningicacisela lana. Mina ngayeka ukusonta ngoba ngahlangana nabazalwane abashumayela ukuphuma esontweni nezwi lika Nkulunkulu kodwa asinalo indawo yokukhonzela .ngabe sihamba ngako?
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen mzalwane thank you nge comment. My brother isonto noma indawo yokukhonzela ayinacala, inkinga ikubafundisi abangashumayeli iqiniso, kungaba esontweni noma ngabe kuphi lakuhlanganwa khona, uma nje lingekho iqiniso lika Jesu Kristu kanye nezwi leyondawo ayilunganga. Kuhle ukuhlanganyela nezwi lisho kanjalo. In short ngingathi nje bheka izifundiso zalapho ukuthi zikhona ku Bible nah, and nakhona bazichaza ngeqiniso nah. Amen
@sdumomoraka7688
@sdumomoraka7688 Ай бұрын
Ngaze ngalizwa iqiniso elimsulwa. I thank God for leading me to this channel. I'm encouraged. Bab Ntenda may I kindly have your number. Nanoma kumuphi kinina. To God be the glory. Holy Spirit ngiyabonga.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
To God be the glory, we thank Him you were led to this channel 🙌 We welcome you with a warm heart. Nawa ama number ka mfundisi Ntanda 0768963615.
@KnowledgeNdlovu-eo4hl
@KnowledgeNdlovu-eo4hl Ай бұрын
Mr Tshabangu ngilalele izifundiso kulamadoda mathathu lapho, kodwa kukhona lapho engingasazwisisi khona. Isihloko ngisizwile kodwa ngizwasengathi kukhona ukucithwa kwezifundiso zikaV. Mdunge benoMakhaye angazi noma uyayiqaphela leyonto?
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Mr Ndlovu ngyabonga nge comment yakho. Benginganakile ukuthi kuchithwa izifundiso ezithile, uma kuzwakala kanjalo cha akunjalo bekukhulunywa ngezwi nje kuphela not uMdunge noMakhaye. Amen.🙏🏼
@sifisojiyane7835
@sifisojiyane7835 Ай бұрын
Phambili ngevangeli langempela
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Glory be to God 🙌🏾
@user-vp8dg9pw5j
@user-vp8dg9pw5j Ай бұрын
JESUS IS LORD
@user-mn9ly9gm5x
@user-mn9ly9gm5x Ай бұрын
Bazalwane bentu enkosini siyabonga ku Nkulunkulu ngani ngisindisiwe ngiyanithanda uJesu ngiyindoda thanjisiwe Ngubaba wethu linamandla ivangeli lika Baba umnikazi walo nguye Baba uKrestu ngiyamthanda ke umzalwane wethu ke uNtanda ngithi umangikhuluma ngaye ngithi ngumvengeli wembazo ngiyigcinile imbazo mzalwane wethu ngila Cape town ubhishop Makaluza
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen Bishop 😊, siyabonga nathi, stay blessed.
@KnowledgeNdlovu-eo4hl
@KnowledgeNdlovu-eo4hl Ай бұрын
Ngyabingelela kininonke baphathibemfihlakalo, ngiyasithanda lesinkwa enisiphakela sona singamaKrestu.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Amen udumo lungoluka Jehovah. Siyabonga.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@vusimngomezulu2500 I’m sorry my brother from last year you’ve been asking lombuzo olula and I’ve answered many times ngendlela elula kodwa cha ulokhu uwubuze njalo nje. What’s surprising is that lombuzo wakho olula uwubuza kuma podcast amaningi eGospel noma nakhona bekuphendula cha nje wena ulokhu uwubuze njalo.
@user-mn9ly9gm5x
@user-mn9ly9gm5x Ай бұрын
ngikaqaphula nje kancane ukuthi ivangeli linomnikazi walo uKrestu igamalakhe ngiye ngithi ke yaqala elwandle ukubizwa ko fisherman labo Peter
@msamedia2693
@msamedia2693 Ай бұрын
I think Mr. Ntanda has anger issues 😅😅
@thulaningwazi6850
@thulaningwazi6850 Ай бұрын
Baba Shabangu, siyabonga ngob Baba u Ntanda ukhuluma iqiniso impela, i challenge enginayo inye indlela a potrayer ngayo i messege yakhe, siyasindiswa from izinto and sinezibazi ezisho lapho sivela khona , umbuzo lithini ibandla lika Mfundisi u Ntanda ngabantu abanezibazi ngenxa yesono. kwi ntshumayelo yakhe kuvela ulaka olwenza kubenzima ukmlandela
@mfanelomfanelo5224
@mfanelomfanelo5224 29 күн бұрын
Bese kushoda ufuseng kusacela kancane sizwe lelogama
@msamedia2693
@msamedia2693 28 күн бұрын
@@mfanelomfanelo5224 Lol
@goodsherpherdloveministrie8681
@goodsherpherdloveministrie8681 Ай бұрын
Yaaa inamandla lento kodwa ngicela sengathi kungakhethwa amagama phela ukuthi umuntu uyaphapha yinhlamba leyo please zinceku muhle umsebenzi wenu kodwa lokho kuphela
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Noted amen.
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 23 күн бұрын
Bhuti u out of topic.. Livangeli lelingilo la Jesu.. hhayi lemuntfu.. Kute umuntfu lonelivangeli lowake waba khona.. Its only God.. Manje nikhuluma nge baptist nome ngani.??? Hhayi bhuti kutsetsa...
@phindilealbertina2998
@phindilealbertina2998 Ай бұрын
UJesu krestu yena yedwa uyiNkosi nempela uJesu uyabuya
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
Glory 🙌🏾
@evansenhlenkosenhle9217
@evansenhlenkosenhle9217 Ай бұрын
Do not advertise products for free.
@sphiwemkhize6882
@sphiwemkhize6882 Ай бұрын
Khona kodwa kuyadinga ukuthi kushiwo ukuthi aze asithethisa amadoda kaNkulunkulu kodwa into asithethisela yona is not biblical, scripturally inaccurate.
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 23 күн бұрын
They are out if topic
@mosessiyabongamsibi3194
@mosessiyabongamsibi3194 Ай бұрын
Ubaba Ntanda. Ufundisa ngolaka. Lithi izwi iNceku ka Tixo ibe nesu lokufundisa iphakamise izandla ezimhlophe engenalulaka. Loku kufundisa kwakhe uNtanda kubonisa ukuthi akanawo umoya ogcwele. Usadinga ukusizakala.
@SiyabongaButhelezi-fj5ev
@SiyabongaButhelezi-fj5ev Ай бұрын
😮😮😮😮 kahle mft kahle wabheda nje uyabheda
@KnowledgeNdlovu-eo4hl
@KnowledgeNdlovu-eo4hl Ай бұрын
Kkkkkkk uNtanda bengekho emoyeni ubesenyameni, kawunalo ulala umoyongcwele. UNtanda ubekhuluma okwakhe ekhuluma umlando wabantu hayi iVangeli sidinga ukuzwa ivangeli esisindiswa ngalo hayi izinganekwane zabantu basezweni.
@jabulanizungu6933
@jabulanizungu6933 Ай бұрын
Yena unolaka
@user-in5km6cj4x
@user-in5km6cj4x Ай бұрын
Eyi asikhuleke bancwele😭😭
@LuzukoNqadala-wq7me
@LuzukoNqadala-wq7me 18 күн бұрын
Kukhona okudinga uphakamise izwi bible lithi umutwana uyelulwa uma engamameli endlini manje umfundisi uhlalaphekwayo indaba iyatshisa abanye bathi vangeli yisimbi edla izinye khumbula iduku kamosi yenzani kulezanyanga Zika faro ukuthi bible lithi ungafumana umoya wenyani ngeke uvume amanga
@user-jz9hs6dj2h
@user-jz9hs6dj2h 2 күн бұрын
Greetings Saints can you guys plz share pastor Ntanda's number please
@zinhledube4635
@zinhledube4635 28 күн бұрын
Baba syabonga amaqiniso akuleskhathi sokugcina
@user-lk2jk2xf5r
@user-lk2jk2xf5r Ай бұрын
Amen
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
and Amen 🙏🏼
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 23 күн бұрын
Nami nginawe..
Ubizo | The Calling ka Siphiwe Ntanda | Giving | Amadlozi.
1:13:59
Quarter To Media
Рет қаралды 14 М.
Brother Sandile part 2
58:44
UBUFAKAZI BABAZALWANE ABASINDISIWE
Рет қаралды 3,6 М.
KINDNESS ALWAYS COME BACK
00:59
dednahype
Рет қаралды 136 МЛН
That's how money comes into our family
00:14
Mamasoboliha
Рет қаралды 9 МЛН
Can You Draw A PERFECTLY Dotted Line?
00:55
Stokes Twins
Рет қаралды 106 МЛН
Nibafundise Ukugcina Konke | special guest Siphiwe Ntanda.
1:19:17
Quarter To Media
Рет қаралды 8 М.
Pastor M Ntshalintshali Teachings. Faith. Soul Winning. Souls' Harbour Ministries
43:16
Pastor Vuyani Nono at the Campmeeting
32:47
Luu#
Рет қаралды 13 М.
God Is Not A Christian _ Shocking Revelation From Plo Lumumba
47:46
AFRICA OBSERVERS
Рет қаралды 930 М.
Bhuti Sandile - ubufakazi nezifundiso zokuhlukana nezwe
59:27
UBUFAKAZI BABAZALWANE ABASINDISIWE
Рет қаралды 5 М.
Impilo Yebandla | Life of the Church | Siphiwe Ntanda | Phelelani Khumalo.
1:20:57
Nibafundise ukugcina konke part. 2 | Siphiwe Ntanda.
53:43
Quarter To Media
Рет қаралды 6 М.
KINDNESS ALWAYS COME BACK
00:59
dednahype
Рет қаралды 136 МЛН