Menzi - Baphi (Official Music Video)

  Рет қаралды 466,082

Menzi

Menzi

3 жыл бұрын

Ingoma yami ewu Track 1 kule album yami ka 2020
please subscribe kwi channel yami and listen to my music.
Ngiyabonga i support.

Пікірлер: 153
@lethokuhlekhumalo2010
@lethokuhlekhumalo2010 3 жыл бұрын
Waze wangikhumbuza iChalaha😢😢mmm kdwa ke ngthanda ukuth ufake nobuwena nje kushuni weChalaha, azange ukopele kdwa uthathe ushuni wase ufaka ubuwena kuwona💯Up lapho. Bengizidlulela nje ngahlangana nawe kodwa ngigcine sengisesha konke okumayelana nawe...UP lapho ngenelisekile
@mzilikazi6216
@mzilikazi6216 3 жыл бұрын
Donda🖤 owakwethu wena
@mzwandilemazibuko9411
@mzwandilemazibuko9411 2 жыл бұрын
Yaz wavesane walivusa iChalaha lombhemu!! Ushuni wakhe uwupheke kamnandi ngendlela yakhe yedwa!! Usenomlandeli la kmina!!
@sizwematchesdlamini8310
@sizwematchesdlamini8310 6 ай бұрын
Kudala waqala ukushaya ingoma Menzi ungapheli amandla izivivinyo lezi ikuwe lento 😢❤❤❤🎉
@thandomdlalose6794
@thandomdlalose6794 3 жыл бұрын
I'm really praying ukuthi lengoma ingene kwi list yokunqamula unyaka sovota ngathi siyahlanya,, this is the best song of the year istru nasi
@sizwegazu3089
@sizwegazu3089 3 жыл бұрын
Cha nkabi uyakhuphuka impela,,ikhono unalo uqhubeke nje nokusenzela umculo omnandi mft inkosi ikbusise
@SinothandoKhoza
@SinothandoKhoza 23 күн бұрын
Ngiyingani kodwa ngiyayithanda ingomayakho❤❤
@mzilikazi6216
@mzilikazi6216 3 жыл бұрын
Ushuni wechalaha uyohlezi uphilisa👏 kuhle
@xolanimlangeni6701
@xolanimlangeni6701 3 жыл бұрын
East London approves iyasho lengoma nice one Menzi
@sibonganomndayi7298
@sibonganomndayi7298 3 жыл бұрын
Estcourt emdwebu approves😍😍😍
@siyabongamaxwellhlela
@siyabongamaxwellhlela Жыл бұрын
On repeat still sound like a new release quality yodwa mkhaya ngempela le awus phinde 🇿🇦 150
@hussienndebele1076
@hussienndebele1076 3 жыл бұрын
My daddy's number 1( nami sengiyayithanda bafoe)
@qotoyiluthando4192
@qotoyiluthando4192 3 жыл бұрын
Eastern Cape approved 👌
@kgomotsokgomotso7697
@kgomotsokgomotso7697 3 жыл бұрын
This song is on repeat ❤❤☝ ai ishayiwe
@nontokozongubane6407
@nontokozongubane6407 3 жыл бұрын
Enkandla kwanxamalala 💘 approves
@darlingtonmachilar6745
@darlingtonmachilar6745 3 жыл бұрын
Dlala none stop
@CSpeakerNawe
@CSpeakerNawe 3 жыл бұрын
Iyasho le number noma beyichathelile kwi top 10
@sinethembablast5864
@sinethembablast5864 Жыл бұрын
Ngangizitshela ukuthi ingoma yechalaha lena we ngane zakwethu ay ungenhla akuhlehle iykhuni your current songs are 💥💥💥💥 fire ngxolise ngeslungu ekgcineni
@user-zu3qv3pi8r
@user-zu3qv3pi8r 11 ай бұрын
Khuphuka lapho Menzi ngiyibiza le phezulu Emakhuzeni madoda
@lwazi2648
@lwazi2648 3 жыл бұрын
From Vosloorus to KZN ngyehla ngayo kwelakithi kwa ntombi inqoma indoda phansi le Nquthu ezidulini Mabizela Khuphuka nami ngingumkholwa Mshengu ludonga lukamavuso
@akillahtykoon380
@akillahtykoon380 3 жыл бұрын
Inkulu ingoma lana mfoka Mabizela. Usuzitholele umlandeli la kimi.
@motlatsinkhahle2580
@motlatsinkhahle2580 3 жыл бұрын
Lesotho approves! Iyashisa lengoma!
@onkelezayogetha5286
@onkelezayogetha5286 3 жыл бұрын
Up lapho. Umzimkhulu wonke uyavuma🔥🔥
@bongahmchunu2462
@bongahmchunu2462 Жыл бұрын
namanje isasho😌
@Ntombink
@Ntombink Жыл бұрын
Yhooo imnadi le shame jealous down😝😝😝😝😜😜😜
@mondlingubane5963
@mondlingubane5963 2 жыл бұрын
My jam, forever! At a party before House or Amapiano I bump this. ❤❤❤🔥🔥🔥
@nkosinathixulu2832
@nkosinathixulu2832 Жыл бұрын
Ungangenzi islima mina 🙌🙌🔥🔥
@frica466
@frica466 3 жыл бұрын
Ayi ufikile Menzi mfoka Mabizela....le album ngiyidlala the whole day...mangidlula e garage neither petrol..banyakaza abantu..bethi idedele nkabyami siyayizwa
@zamandlazi2011
@zamandlazi2011 2 жыл бұрын
Ave ngizithanda izingoma za menzi khuphuka lapho nkabi yam😍😍
@ritomakhauta3848
@ritomakhauta3848 2 жыл бұрын
Limpopo Giyani Aproves! I love the song
@nyakazanyakaza4079
@nyakazanyakaza4079 3 жыл бұрын
IKHONA INGOMA MENZI
@mthobisi6624
@mthobisi6624 2 жыл бұрын
Lolu hlobo lomculo - Maskandi angiyena umlandeli ngiyezwa nje uma udlala angiyifunanga kanje uma ngayizwa etekisini uma ngiyibuza kubantu, ngifuna ingoma kaMjikijelwa bese ngilingisa insimbi nakhu ngizothela phezu kwayo namuhla kusukela ngonyaka ondlule ngo Nhlaba ngiyifuna 🔥🔥, khula khehla.
@zaneleposh
@zaneleposh 6 ай бұрын
From eGoli e Daveyton siyavuma size siyofika phansi Empangeni KwesaKwaMthethwa NUF 🔥
@nomcebolungelo1762
@nomcebolungelo1762 Ай бұрын
Mayeee❤❤❤
@ThobisaniNtuli
@ThobisaniNtuli 2 ай бұрын
Emvakweminyaka emihlanu lo mbhemu khona la azobe ekhona🤞
@ronaidphiri7669
@ronaidphiri7669 Ай бұрын
Came across this nice piece of music great talent
@xolanimazibuko6676
@xolanimazibuko6676 3 жыл бұрын
Aih yinhle ingoma ngiyathanda lapho 🔥🔥🔥🔥
@bergpvideos4766
@bergpvideos4766 3 жыл бұрын
🔥🔥🔥🔥🔥🔥 from bergville
@musawenkosimthembu
@musawenkosimthembu 2 жыл бұрын
✊✊✊✊
@ThandieMabika
@ThandieMabika 2 ай бұрын
This guy is underrated, aybo wacula kamnandiiiiiii!
@user-xw2ne6ib5y
@user-xw2ne6ib5y 10 ай бұрын
uyashaya eeey uyashaya mfethu ibambeni Zulu uyasabeka
@avelambholi441
@avelambholi441 2 жыл бұрын
Eastern Cape iyavuma 🙌🙌
@vuyotervin6292
@vuyotervin6292 3 жыл бұрын
Ay awfikanga lutho ndoda ugalelekile, up lapho qhawe
@QuiteriaMaela
@QuiteriaMaela Жыл бұрын
Awww suka❤
@sihlexaba499
@sihlexaba499 2 жыл бұрын
Khuphuka khabi sthule siyabuka ubuhle bento
@lwazi2648
@lwazi2648 3 жыл бұрын
Mina ngiphuma kwa intombi inqoma indoda esgodini esincane ezidulini phansi le Nquthu
@londiwemabaso1509
@londiwemabaso1509 Жыл бұрын
Angilal ngingayidlalang❤❤❤Mnambithi....Mthandi awumncinyana🤗💃💃💃💥💥💥
@samkelosibongakonke5003
@samkelosibongakonke5003 2 жыл бұрын
Khuphuka lapho wethu 🎵 baphi omuntuza
@jozibadboys1712
@jozibadboys1712 3 жыл бұрын
Iyasho lensizwa ivinywe iqembu elikhulu i- #TNN
@bonginkosiherbet9755
@bonginkosiherbet9755 2 жыл бұрын
Khuphuka bizela.... Iskhath esakho inamandla ingoba bafo
@vavisaenzo6441
@vavisaenzo6441 2 жыл бұрын
Yerrr lengoma 🔥🔥🔥. Cape Town approves ❤🤟
@user-ht8en5pd1n
@user-ht8en5pd1n 11 ай бұрын
❤Ayi menzi mfana wenza manga mfthu
@bayandah1652
@bayandah1652 3 жыл бұрын
Quality yengoma 🔥🔥🔥
@mampurudakalo1870
@mampurudakalo1870 2 жыл бұрын
I am Venda neh but this track wow 😭😭😭
@lungelontumba7564
@lungelontumba7564 2 жыл бұрын
Khuphuka nsizwa
@nqubekocollen
@nqubekocollen Жыл бұрын
intambo🔥🔥
@lindogumede5163
@lindogumede5163 3 жыл бұрын
Idlaliwe 🔥🔥🔥
@thokozanimasondo5492
@thokozanimasondo5492 3 жыл бұрын
Khuphuk mina ngiyakuzwa
@philaniemdletshe1885
@philaniemdletshe1885 2 жыл бұрын
ngiYakuzwa ngikwaNongoma❤️
@nkosinathisithole1027
@nkosinathisithole1027 3 жыл бұрын
KwaMaphumulo syavuma haay ufikile nkunzi
@NkosikhonNkosikhon
@NkosikhonNkosikhon Ай бұрын
Sanibonani ngabe ubaba umenzi usazidinga yini izinsizwa ezizomgidela cha asilandeli imali cha ngyakthanda ukukhuluma iqiniso sicela njer ukuba yiqembu lakho sibendawonye 🙏❤syacela njer baba and GOD bless you 😢
@cee_level9584
@cee_level9584 3 жыл бұрын
Khuphuk lapho
@nkanyisod8103
@nkanyisod8103 3 жыл бұрын
Muhle umsebenzi qhubeka nje kanjalo
@kholiweshabalala6100
@kholiweshabalala6100 3 жыл бұрын
Khuphuka
@mphilisenisithole1508
@mphilisenisithole1508 2 жыл бұрын
UCT College of Accounting approves 👌🏿
@nkosidennis3846
@nkosidennis3846 2 жыл бұрын
khuphuka lapho webhuti😅
@prospermaphosa761
@prospermaphosa761 2 жыл бұрын
Zimbabwe iyavuma nayo👌
@user-zu3qv3pi8r
@user-zu3qv3pi8r 11 ай бұрын
Yerrrr intomnandi yaphindwa uyashaya lombhemu❤❤❤
@ryanmakhaye9834
@ryanmakhaye9834 7 ай бұрын
Ukhonzi ngakithy e Pietermaritzburg Empendle..... Lengoma kugijinywa kakhulu ngayo🎉🎉🎉🎉🎉🎉❤
@thabophakathi1858
@thabophakathi1858 5 ай бұрын
This song still slaps bruh to this day💯
@SIQINISEKOERIC
@SIQINISEKOERIC 2 жыл бұрын
Fantastic music
@snegugufaith6096
@snegugufaith6096 4 ай бұрын
Baphi ongane
@mthulisigibson5037
@mthulisigibson5037 Жыл бұрын
Ayi suka nga hit wodwa .....
@gjerahlddindji-msimang7874
@gjerahlddindji-msimang7874 3 жыл бұрын
Nona ngiyibona ngedwa la way
@fishblessed928
@fishblessed928 10 ай бұрын
Weethuuuuu❤❤❤❤
@1onehustlebeatz394
@1onehustlebeatz394 Жыл бұрын
Yeeeeeeiiii 🙆🏿‍♂🤯😭 Maskandi will be the death of me 😱🥺😭
@wandilekubheka1936
@wandilekubheka1936 3 жыл бұрын
ukhuphuka kamnandi loshuni...#on repeat
@bongekilenduli9970
@bongekilenduli9970 Жыл бұрын
Uculakahle bo mtase sengikfune ngathola
@khayalethujwara3129
@khayalethujwara3129 2 жыл бұрын
Namanje khuphuka wethu saluwela Uthukela 🔥🔥
@sakhilexulu8110
@sakhilexulu8110 2 жыл бұрын
Biza Mabizela!!!
@mgadlisn1850
@mgadlisn1850 3 жыл бұрын
I’m loving it 🔥🔥🔥🔥🔥🔥❤️
@ashleysaiti802
@ashleysaiti802 10 ай бұрын
2023 ❤
@zukiswamcwengisa2172
@zukiswamcwengisa2172 2 жыл бұрын
My favorite song😍😭👌
@He_Is_The_Same
@He_Is_The_Same 3 жыл бұрын
Wangikhumbuza iChalaha madoda🙌🙌
@thanduyisesibiya
@thanduyisesibiya 2 жыл бұрын
UKZN LAW department 🏬 says proceed ✅✅✅
@sizwemncedicy5971
@sizwemncedicy5971 3 жыл бұрын
Khuphuka Menzi ugijime kakhul kule album nkabyam suka suka haaa
@smilogogodlela901
@smilogogodlela901 2 жыл бұрын
Earn cape eflagstaff also approves this song
@mkhandaqaphela8662
@mkhandaqaphela8662 3 жыл бұрын
up ndimande
@mncedisi.richardngobese6376
@mncedisi.richardngobese6376 3 жыл бұрын
MUT iyavuma 🔥 🔥 🔥 khuphuka lapho
@mastermindmjweni2147
@mastermindmjweni2147 3 жыл бұрын
Hayi man iyashaya lensizwa bafwethu
@khulekanizwane628
@khulekanizwane628 3 жыл бұрын
I approve broe
@ULujumusic
@ULujumusic 6 ай бұрын
Beautiful
@njabuloaluswe6129
@njabuloaluswe6129 3 жыл бұрын
Yasho eyangakithi madoda phansi NKR150 kubo mkhaya
@thabangkhabanyane2623
@thabangkhabanyane2623 2 жыл бұрын
Hamba mfana uyaya phambili umubi uyabokala ukuthi uzakabi.
@nontethelelondawonde3280
@nontethelelondawonde3280 2 жыл бұрын
Awww suka wena mannn!!!.❤❤❤❤💥💥🙌
@sibekezelohloniphile120
@sibekezelohloniphile120 2 жыл бұрын
ai ngeke unzima qhawe
@sphesihlemajola8150
@sphesihlemajola8150 3 жыл бұрын
Uyabusa ushuni wakeyondoda chalahaaaa
@beerup2172
@beerup2172 3 жыл бұрын
Awsuka! hha!
@sphesihlemlangeni3902
@sphesihlemlangeni3902 3 жыл бұрын
Maskandi akuyana yona intoyami kodwa lengoma yashisa
@ThubelihleMpumelelo-ur6tp
@ThubelihleMpumelelo-ur6tp 3 ай бұрын
2024 🎉 isashisa nge standard aw shwele
@snm1.1
@snm1.1 3 ай бұрын
sinawe
@fanniemasina4945
@fanniemasina4945 2 жыл бұрын
Up lapho!!!!!, aii fuseg wethu man
@nomthandazogamede1635
@nomthandazogamede1635 3 жыл бұрын
❤❤❤❤❤❤❤❤
@sishosonkemadlala418
@sishosonkemadlala418 3 жыл бұрын
Vut approved
@ULujumusic
@ULujumusic 8 ай бұрын
Kwakuhle kwethu
@siphosimphiwe1157
@siphosimphiwe1157 Жыл бұрын
Ishaye mfana bagqilaze
Menzi - Impimpi
4:25
Menzi
Рет қаралды 348 М.
Menzi - Ngeke Ungiphathe
4:16
Menzi
Рет қаралды 1,5 МЛН
БАБУШКИН КОМПОТ В СОЛО
00:23
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 16 МЛН
Looks realistic #tiktok
00:22
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 106 МЛН
Inside Out 2: Who is the strongest? Joy vs Envy vs Anger #shorts #animation
00:22
No empty
00:35
Mamasoboliha
Рет қаралды 7 МЛН
IMACSOUL - Iphinifa (Official Music Video)
4:27
IMACSOUL SA
Рет қаралды 549 М.
POMBE - @gerimental (official music video)
4:15
Geri Mental
Рет қаралды 962
NDIBUYEL'EMJOLWENI
4:33
Amabhinca Smonyo no Mhlengi - Topic
Рет қаралды 2 МЛН
Menzi - Awuyi Lapho (Official Music Video)
4:12
Menzi
Рет қаралды 275 М.
Ithwasa Lekhansela - Kawungondli ft Indoni (Official Music Video)
4:27
Ithwasa Lekhansela
Рет қаралды 2,6 МЛН
Bhoza yami
4:22
Isoka Lentombi Eyodwa - Topic
Рет қаралды 4,6 М.
Kaizer Chiefs 0-4 Young Africans SC #ToyotaCup
4:00
Ngcobo2010 Sharp Eye Channel
Рет қаралды 32 М.
Umuntu Wakho (feat. Ndoni)
4:31
Menzi
Рет қаралды 535 М.
Menzi - Wamuhle (Official Video)
5:03
Menzi
Рет қаралды 139 М.
БАБУШКИН КОМПОТ В СОЛО
00:23
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 16 МЛН