⚡MR KHOZA. INTSHUMAYELO ⚡

  Рет қаралды 10,720

THOBANI NGUBO🇿🇦

THOBANI NGUBO🇿🇦

Жыл бұрын

Video from .............

Пікірлер: 44
@libertymthethwa5649
@libertymthethwa5649 4 ай бұрын
Ayiii lendoda iyangibusisa man
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 5 ай бұрын
Ayi uneqiniso leli elinzima uBaba uKhoza.
@sphamandlapearce2460
@sphamandlapearce2460 Жыл бұрын
Ey labantu abasezikhundleni ngan zakwethu angisho ukuthi ngithini kodwa balibulele ibandla. Futhi basazolibulala, ngyazithanda izinsthumayelo zalensizwa
@MfamawenkosiManqele-dg7ty
@MfamawenkosiManqele-dg7ty 3 ай бұрын
Inamadla kakhulu lenkonzo
@VooWhite
@VooWhite Ай бұрын
ushembe uyinkosi yama khosi asenze kahle mmm
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 16 күн бұрын
AMENI mfethu
@minenhlekhumalo433
@minenhlekhumalo433 Жыл бұрын
Zikhalile la🔥🔥🔥
@northridersushiolo6625
@northridersushiolo6625 Жыл бұрын
Lowo muzi esiya kuwo akungeni sono khona kwanasono sinye qhabo, leyo mali😭
@mpumempumelelo5347
@mpumempumelelo5347 Жыл бұрын
Ngaze ngakhumbula isibonakaliso engake ngaba naso Luthi uThingo Lwamakhosazana abatwana bami badukile emhlabeni ngenxa yemali...
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 Жыл бұрын
Mmmm
@northridersushiolo6625
@northridersushiolo6625 Жыл бұрын
Yasha imizi kwasala izindonga, nezindondo ezinama ribbon🏆🎀🏅😎
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 Жыл бұрын
Eyi! 😂😭😂.
@northridersushiolo6625
@northridersushiolo6625 Жыл бұрын
@@thobanindlovu3393 kubiza kunzima bafowethu 😭😭✌️❤️🤗
@muayos
@muayos Жыл бұрын
Wabasukela ontabakaykhonjwa😮😂
@GMANMEDIAPRODUCTIONS
@GMANMEDIAPRODUCTIONS 3 ай бұрын
Qeeee
@UciloUcilo
@UciloUcilo Жыл бұрын
Inhlonipho nje ayikho kulokukukhuluma. Baqala eziteleni ukungcofa abagcotshwa lakhula idimoni manje seliyigovu. Akuyona nje inkonzo le uphehla impi lombhemu.
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 Жыл бұрын
Enye into idinga ukuljngiswa kanje yabona manje idemon liyesaba and baningi aba exposed manje
@sthembisosthembiso9453
@sthembisosthembiso9453 11 ай бұрын
Idimoni amanga kodwa iqiniso liwukuphila iqiniso liyababa kalithandwa muntu oneqiniso kafunwa
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 5 ай бұрын
Kunjalo Mfwethu​@@sthembisosthembiso9453
@mphikisenimkhize
@mphikisenimkhize Жыл бұрын
Ngempela kant kungani behlelwa abazoshumayela entsheni ujehova uma eyinika inkonzo?
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 11 ай бұрын
YINGOBA ABAFUNEKI ABANTU ABAZOPHAMBANA NEMISSION YABO
@mndenizulu8732
@mndenizulu8732 Жыл бұрын
Sibhaxu esabhaxa amadoda
@sbongilegoodness8663
@sbongilegoodness8663 11 ай бұрын
Iyalulazeka inkonzo lana ulwa kanjani nabantu kanje?solution izobakhona kulenkinga?angiboni landelani iminikelo yenu nilwe nabazidlayo nodwa le hhai phambi kwezwe nilulaza uThixo wethu uma ubona imali yakho idliwa budedengu kholwa lakithi,yekela ukunikela ngayo kuzoba nokuthula sikhonze uNyazi,mina ngokwami uma sengithole isbusiso ngomnikelo wami ngisuke sengiqedile ngawo owudlayo okwakhe loko,uNyazi lubona ngaphansi konyawo lomuntu kukude eKhenana ingabe soya na ngokomoya ngomhla wokuphela,kwaze kwathandazwa kuvulwe ihlo elilodwa sibe sithi siyakholwa pho,bakwethu asincenge ukuthandwa uShembe qha,amen
@user-fp3qc8wt5v
@user-fp3qc8wt5v Жыл бұрын
Ngisho abagcotshwa abakhulumi ngalendlela kodwa
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 Жыл бұрын
Kubi noma kuhle?
@londisithole1547
@londisithole1547 Жыл бұрын
@@thobanindlovu3393 kubi
@sthembisosthembiso9453
@sthembisosthembiso9453 11 ай бұрын
Kuhle kumile nje akudingi ntolika
@sbongilegoodness8663
@sbongilegoodness8663 11 ай бұрын
Nginawe nganeyakwethu,akwakhi muntu lokhu isimo asilungiswa kanje noma ngabe sekunjani,liyasihleka izwe nezitha zoNyazi nibapha ihlaya nilwa nodwa ezinkundleni zokuxhumana,akuyona imfundiso ka baba lena,ngiyazithanda izintshumayelo ka Khoza kodwa le ayiwuthinti unembezawomuntu osafuna ukungena la,bafwethu asitholeni indawo yokufaka izikhalo uma kunenkinga ningadumi kanje
@LindaniMbili-fy8hs
@LindaniMbili-fy8hs Жыл бұрын
Nasi isprofetho sa2022 below
@zweskhosana3966
@zweskhosana3966 Жыл бұрын
Bayangixaka laba bavuna Bantu bemosha isonto amakhehla akasuki ku nabachu Uqisile umkhathini vele nawe obavikelayo udlanabo imali uyihlo noyihlomkhulu Yiqiniso leli nizaphoxeka ngoba Lomemezele ukuthi uyammisa sontweni uzamlanda yena futhi munye umuntu my misabantu Umnikazi wesonto kuphela nizaphoxeka nina
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 Жыл бұрын
Ngempela mfethu
@mpilonhlezungumpilonhlezun2752
@mpilonhlezungumpilonhlezun2752 11 ай бұрын
Awasuke amakhehla kuNabachu..awu iqiniso leli
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 11 ай бұрын
Lol
@user-ig3dl6id6v
@user-ig3dl6id6v Жыл бұрын
Iqiniso elimsulwa.usathane uyinkinga bo!umuntu ugcotshwa elingile ifike lendoda imdukise.Nawe kungaba njalo kuwe lendoda iyadlala ngabagcotshwa bakaShembe.
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 Жыл бұрын
😂 Ngobani?
@user-ig3dl6id6v
@user-ig3dl6id6v Жыл бұрын
Wonke umuntu mayengakagcotshwa uyawumsaba uShembe nezinto zakhe.buka nje masiyozibika bayakhokhobisa abangani ababuke uMhlekazi.
@londisithole1547
@londisithole1547 Жыл бұрын
Mina njengomuntu obezilandela kakhulu izintshumayelo zikaKhoza ngiphoxekile. Kungukthini nje ukuthi ukugigiyela iNabachu nabaphathi bayo kanjena, ngendlela abaphathi bayo abadla ngayo izimali, bahlezi ezikhundleni bengasuki, njalo njalo nje.. I am very disappointed 😞
@somkhandainyosi
@somkhandainyosi Жыл бұрын
So Londi Ma Jobe wena yini ekuphoxile hlampe Nami ingiphoxile
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 Жыл бұрын
😂
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 11 ай бұрын
Ayikho into ephoxayo ukuthi kubuhlungu ukuzwa into okokuqala kodwa igxeke into ojwayele ukuyizwa
@londisithole1547
@londisithole1547 11 ай бұрын
@@ezimnandichannel1018 Ukuthi thina sesbadala, abantu abamus'ukulwa noma ukufezekisa izinjongo zabo ngombhobho nangethuba lesikhathi sentshumayelo kaShembe. Lomuntu usebenzise iplatform ewrong ukulwa nezinto ezimxakile personally. Thina singeybuze imali yezipikha ukuthi yashonaphi ngoba silandela izwi elithi "ungawlandeli umnikelo uma usuwkhiphile".
@thobanindlovu3393
@thobanindlovu3393 5 ай бұрын
Mmmmm, very good Londi❤️
uNyazi: babu Khoza amaNazaretha anamhlanje
59:47
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 58 М.
FOOLED THE GUARD🤢
00:54
INO
Рет қаралды 63 МЛН
1 or 2?🐄
00:12
Kan Andrey
Рет қаралды 26 МЛН
Василиса наняла личного массажиста 😂 #shorts
00:22
Денис Кукояка
Рет қаралды 9 МЛН
NHLALISUTHI XULU
16:21
Phumlani Mncube
Рет қаралды 2,1 М.
Ngeke Ngimxolele uNkosikazi Wami!!!
8:06
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 142 М.
uNyazi: ubabukhoza ekhuluma ngobhombela efika kuye emini ebuka
1:01:02
Mondli Mazibuko
Рет қаралды 20 М.
SVID 20240215 001244 11
22:57
GMAN MEDIA PRODUCTIONS
Рет қаралды 6 М.
Bheka impilo yakho @lizwintulwana761
32:36
Lizwi Ntulwana
Рет қаралды 8 М.
Khoza : UNkosikazi Oyisiwula Wenzani Emzini!!!
40:43
Izulu Lethu1
Рет қаралды 43 М.
Zondi-Intombazane eyajikiswa uShembe eZulwini!!!!!
13:39
Joshua's Channel 3
Рет қаралды 13 М.
isikhumbuzo sika may (bhombela); khoza
21:51
TRIPLE M
Рет қаралды 11 М.
FOOLED THE GUARD🤢
00:54
INO
Рет қаралды 63 МЛН