Mva Ntombela ~ Ukuhamba kobugcwele eMzini omdala.

  Рет қаралды 72,517

SHEMBE SERMONARY

SHEMBE SERMONARY

4 жыл бұрын

Lenkonzo kaMvangeli wayiphatha ngo-2009 eBuhleni eyinikwe inkosi yamaNazaretha uThingo lwenkosazane.

Пікірлер: 52
@constancejali2698
@constancejali2698 4 жыл бұрын
Amen baba anglona iNazaretha ngiyiRoma waybeka baba inkos ikubusise ngaze ngabusiseka
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
Baba Ngcolosi
@manqobamkhonza2989
@manqobamkhonza2989 11 ай бұрын
eii inkonzo eyayilana ...ukulahlwa kuyisono
@tutubekwa9145
@tutubekwa9145 4 жыл бұрын
Hawu waze wayibek'indaba lobaba kwangathi ndingamlalela njalo siyabonga nkosi ndilona Nazareth kodwa ngiyabonga
@sihlemthethwa4733
@sihlemthethwa4733 4 жыл бұрын
Ey LoMvangeli ♥️
@nathimthembu7231
@nathimthembu7231 2 жыл бұрын
EY Nkosi Yaz Kube umuntu ehlezi enalomuzwa walenkonzo siphile ngawo,bese noNkulunkulu ayqede yonke injabhiso ezimpilweni zethu,kuthi njalo Uma kufika ukumngabaza uNkulunkulu nokuphelelwa ithemba ekukholweni bese ngawo lowo Mzuzu uJehova efike azibonakalise ubukhulu bakhe,bese isitha siyanqobeka. Shembe NYAZILWEZULU senze sibe ngabakho njalo,usihlwithe emalangabini,size singaliwa ngomzuzu wokugcina
@user-ub8tz5qz5v
@user-ub8tz5qz5v 6 ай бұрын
Ngoba wephiwe lo Mvangeli wenkosi
@lindiwentanda515
@lindiwentanda515 4 жыл бұрын
Syabonga inkosi ikubusise ngokusiphakela ukudla kwasezulwini
@nomsangubane836
@nomsangubane836 4 жыл бұрын
Uphiwe lomgcotshwa we Nkosi Mva.Ntombela .uyaybeka indaba Ka Nkulunkulu. Ngicela nisiphe intshumayelo yase Tafelkop March 2020 yabe Fundisi Ameen
@constancejali2698
@constancejali2698 4 жыл бұрын
Uqhubeke njalo baba nomsebenz kaJehova Amen
@sifisomdletshe2699
@sifisomdletshe2699 4 жыл бұрын
Ayi lenkonzo ngiyayivuma iyayithola indawo siyazibongela
@slimngomathobeka6203
@slimngomathobeka6203 4 жыл бұрын
Amen syabonga indlela engilapheka ngayo mangidle ukudla komphefulo
@donnkala7693
@donnkala7693 4 жыл бұрын
Siyabonga bhuti uqhubeke u uplode ngamandla
@Phongonyothomson9794
@Phongonyothomson9794 4 жыл бұрын
Siyabonga ukhuluma kahle impela lobaba inkinga iphekula
@oscardlamini8570
@oscardlamini8570 3 жыл бұрын
Eyi mfo wethu yena wayeyibeka indaba
@phehellomokoena1499
@phehellomokoena1499 3 жыл бұрын
Amen baba ezwilakho lengibusisa nkosi yam ngikhumbule nyazi lwezulu 🌈
@Phumlani_Mncube
@Phumlani_Mncube 4 жыл бұрын
Inkosi ikubusise Baba uqhubeke kanjalo mfwethu.
@phiwamchunu3796
@phiwamchunu3796 4 жыл бұрын
nakhoke esikudingayo thanks admin, sisacela neyothando
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
Mangiyithola Macingwane ngek ngilenze iphutha
@thembinkosinkabinde6128
@thembinkosinkabinde6128 4 жыл бұрын
'thanda Mina baba' syabonga Ndabezitha
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
Baba Mcusi
@Dr.mfundokhoza
@Dr.mfundokhoza Жыл бұрын
Amen!
@lungelomvubu2672
@lungelomvubu2672 4 жыл бұрын
Ndabezitha muhle lomsebenzi owenzayo qhubeka njalo ushembe akubusise....Ngicela kokuzayo ufake imininingwane enjengosuku nonyaka kanye nomuzi okubanjelwe kuwo inkonzo uma isuke ikhona kodwa leyo mininingwane ..Ndabezitha🙏
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu mnewethu ngesincomo neseluleko ngiyathembisa ngokuzayo ngizokwenza kancono 👏Donyeka
@gcinuyiselindelani4919
@gcinuyiselindelani4919 4 жыл бұрын
Amen mkhulu awufake uthando 👏
@sphegoba3693
@sphegoba3693 4 жыл бұрын
@@shembesermonary7244 Admin uyaphila wathula kangaka
@nomsangubane836
@nomsangubane836 4 жыл бұрын
Kuphele ubuthongo emva kwesiguqo sika 00:00 ngase ngingena kuzintshumayelo zika Mva Ntombela usizi olufikayo uzwe zishisa emehlweni izinyembezi uzifune ucabange uhambo lokugcina uNyazilweZulu limkhumbule noma ngabe ukuphi nezwe 😢
@bhekibhengu337
@bhekibhengu337 4 жыл бұрын
UMvelinqangi aze asikhumbule bantwana beNkosi,sonke singabakhe ekugcineni,asimazi,sibonge izintshumayelo ezakhayo njenga le,siphuluke ebugqileni bokungazi uThixo ungubani
@njabulobonisanani5234
@njabulobonisanani5234 4 жыл бұрын
siyabonga bhuti
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 4 жыл бұрын
Kodwa yayinedimoni lendoda sengathi NKosi ungenza singalingeki
@oscardlamini8570
@oscardlamini8570 3 жыл бұрын
Yayinjani kanti
@sthembisongcobo7447
@sthembisongcobo7447 4 жыл бұрын
Eyy nkos! Syahlupha kod isono. Senz intwembi ngokval umunt amehlo. Admin uyiqhawe👌
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
ungabe usamkhalela,thandaza ukuthi wena nomndeni wakho singakufici .
@donnkala7693
@donnkala7693 4 жыл бұрын
thatha mfundisi Gcwensa
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
@@donnkala7693 Ntombela umvangeli 👏
@donnkala7693
@donnkala7693 4 жыл бұрын
hhayi ngiyamazi uMahlobo bengisho leya nkosana ukuthi ikhuluma amazwi ka Rev Gcwensa aybongwe inkosi
@sthembisongcobo7447
@sthembisongcobo7447 4 жыл бұрын
@@shembesermonary7244 injalo nje
@tashntokzin1443
@tashntokzin1443 3 жыл бұрын
Aaaaamen
@sibusisomgobhozi5073
@sibusisomgobhozi5073 4 жыл бұрын
Aycha uyasho lomvangeli owakuliphi izwe kodwa?
@sphegoba3693
@sphegoba3693 4 жыл бұрын
Admin sicela uqubeke umufake nje uMahlobo
@shembesermonary7244
@shembesermonary7244 4 жыл бұрын
@@sphegoba3693 owaseMaqadini
@sihlelilx200
@sihlelilx200 2 жыл бұрын
Anifake phela intshumayelo za Mva nale ethi isivivinyo igcwale
Mva Ntombela -Isigijimi saseZulwini
57:37
SHEMBE SERMONARY
Рет қаралды 103 М.
Mva Ntombela ~UNkulunkuku uyasebenza ngendawo.
46:06
SHEMBE SERMONARY
Рет қаралды 34 М.
НРАВИТСЯ ЭТОТ ФОРМАТ??
00:37
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 8 МЛН
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 22 МЛН
Они так быстро убрались!
01:00
Аришнев
Рет қаралды 1,6 МЛН
Опасность фирменной зарядки Apple
00:57
SuperCrastan
Рет қаралды 11 МЛН
ISIKHONZI SENHLUPHEKO
42:27
Themba Masinga - Topic
Рет қаралды 6 М.
Shembe - Ayikho enye insipho yesono ekhona ngaphandle kokusivuma
15:54
Rev. Ntombela (1)
31:57
Musawakhe Zulu
Рет қаралды 13 М.
Sakhile Mthethwa
7:51
Dr- Shamase
Рет қаралды 79 М.
Shembe : Mfundisi Chiliza
44:30
Bonani ProMedia
Рет қаралды 12 М.
INkozo  yethikithi - Shembe
19:49
Shembe's Gospel
Рет қаралды 19 М.
Mva Ntombela and Mfu Ntombela 10 10 2009
2:39:12
Musawakhe Zulu
Рет қаралды 42 М.
Mfu Gcwensa ~Indaba yentombi eyadelela uShembe.
27:07
SHEMBE SERMONARY
Рет қаралды 79 М.
НРАВИТСЯ ЭТОТ ФОРМАТ??
00:37
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 8 МЛН