Ngacishe ngazibulala ngizwa kuthiwa Kade sengihlanya ngekhanda | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-E24

  Рет қаралды 21,207

Blaqlife TV+

2 ай бұрын

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo

Пікірлер: 106
@mabeediamond2666
@mabeediamond2666 2 ай бұрын
Nathi sasinda kumngani mbumbulu kamawami owayengumakhelwane. Engingakusho nje ukuthi nami I experienced something similar ngoba ngangihlakaniphile esikoleni, nami emva kweziwombe ngazama ukuzibulala, kodwa uMdali wangisindisa, I became the first person in the family to graduate from university, ngaba udokotela, ngabhala incwadi nge research, ngafundisa abanye abafundela ubudokotela kwenye yamanyuvesi phesheya. Twenty something years later impilo iyaqhubeka khona la phesheya kwezilwandle 🇺🇸. Kwagcina uMdali ngeyami impilo. Nawe bamba lapho nje, abahlekayo yibo abayokhamisa ngempumelelo yakho. God is good!
@nobuhleprecious
@nobuhleprecious 2 ай бұрын
Ujehov uthembekil cc keep it up ❤
@mabeediamond2666
@mabeediamond2666 2 ай бұрын
@@Silindile-bn8bc may God bless you too, beyond anything you could ever imagine! 🙏🏾🤗
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 2 ай бұрын
Wabanomona uMakhelwane nokuthi uhlakaniphile ngane Yami sibonga ngoba wasinda cabanga nje umuhle nakangaka Jehova izingane zethu zenzeni emhlabeni
@BonganiNgema-dt3ms
@BonganiNgema-dt3ms 2 ай бұрын
Wamuhle locc and uyambona umi kahle ngisho ehlezi phansi.
@prudenceqhamkilemazibuko1545
@prudenceqhamkilemazibuko1545 2 ай бұрын
Hawu, usumbone nokuma😂😂😂
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 2 ай бұрын
😂😂Lobola bafo.. umile yena🤣😅👊🤞
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 2 ай бұрын
Yes muhle eSeated 🎉🎉
@user-iu7ob1jw2h
@user-iu7ob1jw2h 2 ай бұрын
God is showing us who is God. Thanks so much we give thanks to most high. I wish you all the best and unomya kasmakade❤
@user-rv7fx1pe9h
@user-rv7fx1pe9h 2 ай бұрын
God is great
@user-fq2ep6by4i
@user-fq2ep6by4i 2 ай бұрын
Nkulunkulu yenza umakhelwane wam aze angashintshi ngoba kimi ufana nomama noma ngifika ekhaya ngo12 ebusuku ngyaya ngimuvuse
@MpumzaKhumzo
@MpumzaKhumzo 2 ай бұрын
Wamuhle bbe gel ❤❤ Ave ubuza kahle Stufuza wam 🥰🥰 Ngicela ubhut o present ngabathwele abuze imibuzo njengawe Stufuza 🙏🏻
@aphiwenamhlabhuqa7752
@aphiwenamhlabhuqa7752 2 ай бұрын
Wayedlala umona nje lomakhelwane...cabanga nje uhlanya oluhle so
@servantofgod4311
@servantofgod4311 2 ай бұрын
😂
@user-ki7ul6xk2z
@user-ki7ul6xk2z Ай бұрын
Ngiyayibonga indawo yakwaMaphumulo ngokuthakatha yooooh!
@zamantungwakhumalo4050
@zamantungwakhumalo4050 7 күн бұрын
Imibuzo ka Stufuza isenza siluzwe lonke udaba, syabonga Stufuza engathi nosisi engalulama abengcono aphumelele. Yey siyalufela ubala ngezingane ezihlakaniphile. Jehova aze ayivikele imndeni yethu jho kubuhlungu
@user-qy2ms5yu9c
@user-qy2ms5yu9c 2 ай бұрын
Umuhle MaNdlovu ❤❤
@masentlejiyane6021
@masentlejiyane6021 2 ай бұрын
To God be the glory, God has the last laugh Vele Varsity is different, u hv to study hard To God be the glory, devil is a liar
@londiwecelimpilo4068
@londiwecelimpilo4068 2 ай бұрын
God is good you will make it in life. Mina ngakhohlwa yonke into evarsity,ngisho u 1+1
@phaxaugust8928
@phaxaugust8928 2 ай бұрын
Londiwe umuhle sisi
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 2 ай бұрын
😢😢😢
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 ай бұрын
Eish😢😢
@londiwecelimpilo4068
@londiwecelimpilo4068 2 ай бұрын
​@@phaxaugust8928 Thank you
@SlindileGumbi-tx7pz
@SlindileGumbi-tx7pz 2 ай бұрын
😢😢
@dalenymzizi1606
@dalenymzizi1606 2 ай бұрын
😢😢 Impilo inzima mina nganikwa umuntu wakithi umuthi engimthembile oyilunga lo Mndeni wathi ukuze uzoshesha uthole amatoho nanku umuthi'😢😢' emva kwalokho ngaphupha ngaphela ngayeka nokufunda UKZN ngathi ngiyoqala busines ,ngangibuye ngilale thekwini kw ziteshi zama phoyisa or sesitimela '' Ngathi ngifika ku Mthandazi wathi wena kushode kancane ube yi Para awuna nhlanhla' after 6 years ngabuyela skoleni ngaqedela ngathola ispani' kumanje lowo muntu akangi khulumisi kodwa angikaze ngisho lutho kuyena 😢😢😢 Jehova Nimdumise njalo 😢
@user-sm5yb7qm2h
@user-sm5yb7qm2h 2 ай бұрын
Eyi ngoba abantu nokuthakatha.i wonder batholani nxa😢😢
@jurymabaso4678
@jurymabaso4678 Ай бұрын
Labathakathi bafanele ukusebenza nala ma politicians angamasela izimpimpi abantu abangafuni ukubona omumye ephezulu.. saphela IZINJA ezingeke zizuze kwanto ngongobholo
@user-kf7kb3vb7w
@user-kf7kb3vb7w 2 ай бұрын
Yoh omakhi nkosyam koda vele isitha asikho kude 😢 syabonga usu right sisi omncane❤
@user-ki6jl2ix7j
@user-ki6jl2ix7j Ай бұрын
So cute Nkosiyam kodwa Jesu wena ukhona uyaphila uyazivimela izimo to glorify yourself 😭💔 woooow dr don't kill yourself ur a living testimony
@kenmoyo2163
@kenmoyo2163 2 ай бұрын
Awu bantu what a genius! God is great. You are OK now focus on your life and studies and move on.
@user-iu7ob1jw2h
@user-iu7ob1jw2h 2 ай бұрын
Wamuhle JEHOVAH
@machawekunene8970
@machawekunene8970 2 ай бұрын
Abantu bakhohlakele langaphandle. 😢😢😢
@Dlaba1973
@Dlaba1973 Ай бұрын
Congratulations, baby girl. Kudlulile. Abanye abanayo leyo nhlanhla. Praise God. Umuhle. ❤❤❤❤❤❤
@Gcite-yk7gm
@Gcite-yk7gm 25 күн бұрын
We Stufuza sicela usitholela imininingwane yenyanga eyasiza ucc ukumkhipha izizweee😢...... khona abangasizakala
@user-dk6mv8fi7c
@user-dk6mv8fi7c 2 ай бұрын
Bese kuthiwa wothanda umakhelwane wakho.
@jabulanigxabhu2399
@jabulanigxabhu2399 2 ай бұрын
Nkosazana be grateful unto God who saved your soul from premature death. You should have been a zombie by now. God had to sacrifice your neighbor on your behalf that you may live.
@zinhlenjapha6926
@zinhlenjapha6926 2 ай бұрын
Haaaaaa Gudluck sthandwa uzoba ngu Doctor kwaksa u deserve it🎉❤❤❤❤
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 ай бұрын
Eish abathakathi babhokile emhlabeni 😮😊
@user-je2rb6xp2c
@user-je2rb6xp2c 12 күн бұрын
Wooooow God is great
@AffectionateGazingIguana-tx1gj
@AffectionateGazingIguana-tx1gj 2 ай бұрын
Yoo abantu bayakubulala uphila. But God is great all the tym
@mandinhomassuanganhe
@mandinhomassuanganhe 2 ай бұрын
She's so cute😊.
@smashingkidnews1506
@smashingkidnews1506 2 ай бұрын
Yeyi mona Nkosi yami izingane zethu. Siyabonga ukuthi wabagcono. Wenza kahle washona lomama
@nombusomaluleka3960
@nombusomaluleka3960 2 ай бұрын
😢 umona isifo esingalapheki nkosi yami, siyabonga ukuthi usuryt manje! umuhle kakhulu futhi nana ♥️
@phill3308
@phill3308 2 ай бұрын
May you succeed my sister 🙏❤️💐I'm glad ukwazile uku recover
@user-cr5ku3ik9k
@user-cr5ku3ik9k 2 ай бұрын
Umona ifa lezinja, bhasobhà labantu abazenza omakhelwan mbumbulu.the dogs.you so beauty.
@user-xo5mi2xr8y
@user-xo5mi2xr8y 2 ай бұрын
Sobonga uSimakade ukuthi waphunyuka ngane yabantu futhi umuhle and uhlakaniphile abazali bakho bahlakanipha ngokuthi bakugodukise endaweni niyoqala impilo entsha endaweni entsha,abaningi bangaphansi komhlaba ngenxa yokukumonelwa
@user-tf3cz1ny4x
@user-tf3cz1ny4x 2 ай бұрын
Unkulunkulu muhle nsuku zonke ,siyabonga ngoba wasinda sisi
@thembingobese967
@thembingobese967 2 ай бұрын
Waze wakhuluma kahle girl
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 ай бұрын
Wow loved Doc...humble God has restored you unprecedented levels 😂flourish
@user-lb8fr5zv7j
@user-lb8fr5zv7j 2 ай бұрын
Umuhle ntombi ❤
@user-ki1pq3kp6u
@user-ki1pq3kp6u 2 ай бұрын
Watshona kancinci akwabe wafa waphinda wavuka aphinde afe
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 2 ай бұрын
Waze wafana nomka bhuti wuu muhle kanje uDlakadla
@user-jb4mm8fk8v
@user-jb4mm8fk8v 2 ай бұрын
God is great... Nkulunkulu muhle mntanam❤❤❤❤
@mongicephu6148
@mongicephu6148 2 ай бұрын
Ngicela nombolo zasisi muhle ngempela❤
@mercycharry4400
@mercycharry4400 2 ай бұрын
You beautiful girl focus on you life don't stress yourself
@DanisileDludlu
@DanisileDludlu 2 ай бұрын
Umona uyaqilazana umakhelwane odlela ingane umona ngalendlela ufana nombulali ubeloya kahle kahle
@user-oq1qz8oe5m
@user-oq1qz8oe5m 2 ай бұрын
Ave umuhlee❤
@NokubongaBongani-yd7sk
@NokubongaBongani-yd7sk 2 ай бұрын
Umuhle bbe ❤
@user-uk3fu8ps8b
@user-uk3fu8ps8b 2 ай бұрын
Syambonga ose Mfihlakalweni Mazingelwayo . Mawuhambe umoya omdaka 🙏🙏🙏🙏
@SiyabongaAlexMabuza
@SiyabongaAlexMabuza 2 ай бұрын
Faka number yakho ngzovela nelobolo ❤❤
@user-sr6gj4ds2e
@user-sr6gj4ds2e 2 ай бұрын
Asbonge ophezulu. Bashiye lapho uze cape town haa mntu omhle so
@user-eg1yh9jt3q
@user-eg1yh9jt3q 2 ай бұрын
Unkulunkulu umkhulu my baby ungabavumeli abantu abanomona bakutshele ngempilo ngempilo yakho don't worry Nana abantu bayathanda ukufaka impumulo zaba empilweni zabanye abantu and khohlwa ngokuthi uyewaphazamiseka lento okhuluma ngayo kuyinxenye yempilo usatane akanawo amandla empilweni yakho
@sphamandladlungele2310
@sphamandladlungele2310 2 ай бұрын
❤❤❤❤❤ey mina ngfisa kumshada lo namhla muhle ey❤❤❤❤
@sibusisiweadora7266
@sibusisiweadora7266 2 ай бұрын
Catching at first glance 😂
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 2 ай бұрын
NaMhla uMdali uyaziveza ubukhulu bakhe 🎉🎉 muhle'nana 💞💝
@JaneNkomo-kp7sj
@JaneNkomo-kp7sj 2 ай бұрын
Ngicela umngani wami usizo, ngisola sengathi Indiana yakhe endala nayo yaphanjaniselwa ngoba uhlakaniphile, he was very good in Maths and bonke abantwana ayebasiza baqedile eVarsity and bayasebenza. Akafuni to apply for NSFAS,akasebenzi, akafuni, uma ngithi ngiyamcebisa about any available opportunities,akanginaki. Kuyahlushekwa Kubo. Angazi ukuthi angasizakala kanjani. Umawakhe noma engathi uyazama ukuyohlola,uthola abelaphi ababhedayo nje. Sizani Bo. SiseGoli lapho sikhona.
@winilemkhwanazi6749
@winilemkhwanazi6749 2 ай бұрын
That nice girl usuryt .please Stufuza my brother ushumayeza izinto esingaziboni. Mangibuza uthi u adresa community. Inumba yalana wasizakala khona. Please
@user-oh2jv6zq9y
@user-oh2jv6zq9y 2 ай бұрын
😢yoooo eii kunzima la emhlabeni 🤔😓 aw kodwa ucc
@NsikeFaith-ve2js
@NsikeFaith-ve2js 2 ай бұрын
Aw bakith Mpongo kaZingelwayo Mthiyane impilo injalo ke akuve benomona omakhelwana nomntana kaCc bantshontsha incwadi yakhe yabuya after iviki inegazi ubephasa Kahle ngasosonke iskhath kodwa wafeyila umatric wakhe
@user-bv7du5ib6b
@user-bv7du5ib6b 2 ай бұрын
Aw stufuza iza nazo
@dwalasjwili3941
@dwalasjwili3941 2 ай бұрын
Cela usisi angiphe izinombolo womuntu owamusiza bandla🙏
@thembingobese967
@thembingobese967 2 ай бұрын
God is good dear,do not put pressure on you.What is important is to pass and remember that at a tertiary institution there's no teacher in front of you at all times.Again do not stress about remembering people,what is good is to pass.Your makhelwane ubesile that's why God took her
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 2 ай бұрын
Nkulunkulu emuhle njalo
@user-ki1pq3kp6u
@user-ki1pq3kp6u 2 ай бұрын
Akasemhle lomntana bethunana tjooo umona ngiyawosaba
@ntuthuko2012
@ntuthuko2012 2 ай бұрын
aybo waze wamuhle nana ngcela ube uhlanya lwam bandla. jokes. cha bacishe babulala ingane nkosiyami bandla uNkulunkulu wazibonakalisa
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 ай бұрын
😂😂😂
@ChazileNxumalo
@ChazileNxumalo 2 ай бұрын
God is good all the time
@thembingobese967
@thembingobese967 2 ай бұрын
Wayefundise nengane yakhe inhliziyo embi,high 5 girl,ngithanda ukuthi uyaxola
@user-ob8ww4vw5h
@user-ob8ww4vw5h 2 ай бұрын
Thx cc n i ❤️ u
@anchor4067
@anchor4067 2 ай бұрын
Yooh! bakwethu
@nomdakazana09
@nomdakazana09 Ай бұрын
Wamhle bo uNamhla🥹❤️
@zoliswamalolazibaleni3627
@zoliswamalolazibaleni3627 2 ай бұрын
Thanda omakhelwane bakho njengoba uzithanda wena vele ngibone kuthi Thixo akafuni nezulu lakhe cabanga nje lengane yenzeni kubani nkosiyami muhle uJesu
@anchor4067
@anchor4067 2 ай бұрын
Hau westufuza wena ungiqhathe nomama lapha, ngikulingisele masewuvala uhlelo uthi Bhayi! ngibukwe ngeso elingixegise yonkinto
@LoveJesus-gm1vz
@LoveJesus-gm1vz 2 ай бұрын
Abantu bakhohlakele qina sisi nezami ingqondo bazithatha namanje nje ngislow and okungizwisa ubuhlungu ukuthi nabantu bayangibona bahleli bethi ingoba ngake ngahlanya
@leratoolifant1988
@leratoolifant1988 2 ай бұрын
God is Great.
@user-nz5bf4pq3o
@user-nz5bf4pq3o Ай бұрын
😮
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 2 ай бұрын
Babekudlela umona abantu abamnyama madoda.
@thaboseku513
@thaboseku513 2 ай бұрын
Waze wamhle Namhla
@Mosothohabedi
@Mosothohabedi 2 ай бұрын
Umona unesono! 😢
@Mosothohabedi
@Mosothohabedi 2 ай бұрын
I'm happy that you came to the show👏🏽 Zidane izingane zo mthakathi!❤❤❤❤
@Thembelihlempumelelo
@Thembelihlempumelelo 2 ай бұрын
Ungamfaki umakhelwane emabhodweni
@judithzungu
@judithzungu 2 ай бұрын
Westufuza wumuhle umuntu wejesoo ukhona umfana wami ekhaya phone no plz❤❤❤
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 ай бұрын
Kodwa Manzini😂😂
@user-sh4nn2ce6d
@user-sh4nn2ce6d 2 ай бұрын
Ncese cc nami ngake ngaphazamiseka kodwa ngalashwa ngaba ryt
@Gcite-yk7gm
@Gcite-yk7gm 25 күн бұрын
Ngicela ungiphe amadetails omelaphi owanisiza ukukhipha izizwe.
@user-ki1pq3kp6u
@user-ki1pq3kp6u 2 ай бұрын
Mbulele mntanam ubawo ngoba waphila umhle gqithi ntombi
@phumlilesithole6978
@phumlilesithole6978 2 ай бұрын
She's a genius i guess, but she also needs a professional help.
@user-xo3wj5rv8r
@user-xo3wj5rv8r 2 ай бұрын
Ziyakhala kemanje ofwich bayathakatha abantu abafuni bona umunye ebheka phambili nathi sikwinkinga ezinjalo mntase just accept Jesus Christ as ur saver he will protect u from witchcraft uluhlnga lumnyama..lumnyama nala egqondweni lamamunkela usatane ngane yathi🤞put ur thrust in him no body wll harm u
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 Ай бұрын
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏
@DelaniNdlovu-dy6kl
@DelaniNdlovu-dy6kl 2 ай бұрын
Ngnike namba yalosisi
@mza472
@mza472 2 ай бұрын
Are you still crazy?
@lesliemasuku7558
@lesliemasuku7558 2 ай бұрын
... Love them all but trust no one.... ... Be careful who you open up to only a few pple genuinely care care, the rest are just curious or have hidden motives... 🫰🫰🫰... 1 Golden rule!!!
@vusumuzidlamimi5838
@vusumuzidlamimi5838 2 ай бұрын
ALL PRAISE MUST BE GIVEN TO GOD OF MIRACLES, KUHLE MASOPHILILE SISI AND ALL THE BEST IN LIFE. THE DEVIL IS A LIER
@thembingobese967
@thembingobese967 2 ай бұрын
Waze wakhuluma kahle girl
Final muy increíble 😱
00:46
Juan De Dios Pantoja 2
Рет қаралды 47 МЛН
Вечный ДВИГАТЕЛЬ!⚙️ #shorts
00:27
Гараж 54
Рет қаралды 14 МЛН
когда повзрослела // EVA mash
00:40
EVA mash
Рет қаралды 3,9 МЛН
ЕНЕШКА 2 СЕЗОН | 2-бөлім | ТОКАЛ АЛЫП БЕРЕМІН
23:12
ПРИДУМАЛ ВЫХОД (@inaciomundoafora - Instagram)
0:21
В ТРЕНДЕ
Рет қаралды 14 МЛН
Just a joke 😂
0:11
ARGEN
Рет қаралды 2,5 МЛН
Became invisible for one day!  #funny #wednesday #memes
0:25
Watch Me
Рет қаралды 46 МЛН
1❤️
0:17
Nonomen ノノメン
Рет қаралды 13 МЛН