Nkosi wehlulekile_Mfundisi Gcwensa

  Рет қаралды 23,270

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

3 жыл бұрын

Nkosi wehlulekile ekuqaleni ngilungise.
Mfundisi Gcwensa eMaphephetheni.
#Shembe #eBuhleni

Пікірлер: 29
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
Ngiyamuzwa mina uMfundisi kulaba abathi "akuzwakali mfundisi wehluleke kanjani?"umfundisis weNkosi ukhuluma ngomuntu ohluleke ukweneliseka ngobuyena,wehluleka ukweneliseka ngomsebenzi kaNkulunkulu kumbe umuntu othe engenelisekile wafuna ukubona izinto ezingafanele ukuba azibone futhi mhlampe ezingayukumsiza ngalutho.yikho ethi u"Jan" lona wayengangaye,futhi wayengangami nawe ngiba uMgcotshwa ukhuluma ngami nawe esingafuni ukwaneliswa ukuthi uShembe uyena esinikezelwe yena ukuba and nguMholi ezimpilweni zethu.uIsrael uze wanikwa isithixo watshelwa ukuthi nangu uThixo onkhiphe egibhithe baze bakhohlwa ukhuthi asikhothanyelwa njalo isithixo ngakhi njalo ukungeneliseki ngobuNkulunkulu bukaThixo esiphiwe yena.Yingakho ethi asisondeleni kuShembe singamaNazaretha..Thixo Nkosi yamakhosi angilutho mina,kodwa ngisadinga Kona ukuhawukelwa ngokomusa wakho Shembe osezulwini..Inkosi mayikubusise enikuzwilekho Ameni
@xolaninxele8776
@xolaninxele8776 3 жыл бұрын
Inkosi ikugcine mfundisi siyajabula
@bhekimtolo4029
@bhekimtolo4029 3 жыл бұрын
aii Mfundis Gcwensa uhlez ushaya into ecokeme ye-Ntshumayelo🔥🔥🔥
@sakkiemuzi9518
@sakkiemuzi9518 Жыл бұрын
Ai nkosiyamakhosi yazi ngyalithanda lelibanda inkinga Yami ngisaphila ngaphansi kwasandla sabazali anginazwi ekhaya amen
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu Жыл бұрын
Woza noma kunjalo
@sibonisogumede7874
@sibonisogumede7874 3 жыл бұрын
Ndimande😇 Hheei 🙏 👀
@chief9462
@chief9462 3 жыл бұрын
Amen
@nkosiyokulungandawonde6258
@nkosiyokulungandawonde6258 3 жыл бұрын
Ubukhulu buka Thixo buyababazeka umkhulu nyazilwezulu khula nkosi yezulu nomhlaba zishone phansi izitha zakho BABA, bukhule ubunkunkulu bakho.
@saulvenny827
@saulvenny827 3 жыл бұрын
Amen manazaretha 🇲🇿🇲🇿🇲🇿
@hamboluhlethembinkosi743
@hamboluhlethembinkosi743 2 жыл бұрын
Ukuzindla okubili icacela, ngish ingane ncane Nkos uz ube nami🙏🙏
@zthonkomo1453
@zthonkomo1453 3 жыл бұрын
Hhayi Nkosi yamakhosi ngikhumbule ngongabi namehlo amane 🙏🙏
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
Mfu Gcwensa ujehova akukhulise abenawe njalo .ulwedumise njalo uNyazi ulibabaze njalo singababazi wena .Silibabaze sonke
@thembaedward6289
@thembaedward6289 2 жыл бұрын
#Aaameeen
@tandiwekeswa9798
@tandiwekeswa9798 3 жыл бұрын
Amen mfundis ngcwensa ngaz ngayithand intshumayel yakh bab nkos ngisiz ngingafan nojani ngifun okungaphezu kwalokh enginikezw khon umdal
@SiyavuyaMdlophane
@SiyavuyaMdlophane Ай бұрын
ngibong uShembe ukuthy ngimamele lamazwi.
@user-uk7np3mh8r
@user-uk7np3mh8r 8 ай бұрын
❤🙌🏿🙌🏿
@mnqobishamase6755
@mnqobishamase6755 3 жыл бұрын
Bab Gcwensa, ngiyathoba.
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 3 жыл бұрын
Aaaaaaaaaaameeeeeeeniiiiiiiiiiie lendaba mawngakwazi ukujula ngekuzuyizwe anyway syabonga amazwi anobciko Admin inkosi ikbusise
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Kubongathina Bhuti
@fanozinxumalo925
@fanozinxumalo925 Жыл бұрын
Mmmmmh ongezwa ngeke aphinde ezwe💯
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu Жыл бұрын
Amen
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 3 жыл бұрын
😊Mfundis woNyazi
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Ingelosi yaseZulwini
@ericmatawundlovu1308
@ericmatawundlovu1308 3 жыл бұрын
Ngiyaluthanda unyazi lwezulu uze ube nam mina soni sakho thixo wam dwala lam mthunzi wokuphephela
@mtzionholychurchofchristdi7409
@mtzionholychurchofchristdi7409 3 жыл бұрын
Men ought to always pray and not to faint,
@msawenkosizuma2335
@msawenkosizuma2335 3 жыл бұрын
Wehlulekile ndlelani mft umfundisi awuzwakali!
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Wehlulekile ukungidala kahle. Amazwi kaMfundisi lawo. not ukuthi yena wehlulekile.
@zaanyambo1621
@zaanyambo1621 3 жыл бұрын
Akuzwakali uhluleke ndlenani umfundisi
@user-uk7np3mh8r
@user-uk7np3mh8r 8 ай бұрын
❤🙌🏿🙌🏿
rev gcwensa namazwi amnandi
39:23
TRIPLE M
Рет қаралды 17 М.
"USthole akangenanga eZulwini"_Shembe
13:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 18 М.
A little girl was shy at her first ballet lesson #shorts
00:35
Fabiosa Animated
Рет қаралды 15 МЛН
50 YouTubers Fight For $1,000,000
41:27
MrBeast
Рет қаралды 211 МЛН
A teacher captured the cutest moment at the nursery #shorts
00:33
Fabiosa Stories
Рет қаралды 52 МЛН
Mfundisi Shozi_Namhlanje eSkhumbuzweni seNkosi UThingo!!!
13:32
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 10 М.
Umcimbi-woMmemulo-ePhalamende
2:59
Ushembe-uPhelele-Ebuhleni
Рет қаралды 31 М.
Indidane Dione
5:15
Nduduzo Blessing
Рет қаралды 30 М.
Mfundisi Mlungwana_ INkonzo ka January! EPISODE 1
12:45
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 39 М.
Kumele uthini uma uThandaza?
11:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 20 М.
Shembe : Rev Mthethwa (Thokozani-Nov2014)
1:12:14
Doctrine 2
Рет қаралды 2,5 М.
uMfundisi uGcwensa1
41:39
Nazareth Baptsit Church Nazaretha Baptsit Church
Рет қаралды 95 М.
SHEMBE : Mfundisi Gcwensa || Thixo ulilanga Lethu
4:28
EBUHLENI N.B.C KEYBOARDIST
Рет қаралды 9 М.
SHEMBE: Mshu. Gcwensa_UBhombela Efika eThekwini
31:05
EBUHLENI Vocalists
Рет қаралды 13 М.
A little girl was shy at her first ballet lesson #shorts
00:35
Fabiosa Animated
Рет қаралды 15 МЛН