Owesilisa osemncani obesephila ngamaphemasi ngemuva kokudlwengula amadoda amathathu eshintshana ...

  Рет қаралды 6,479

iKhwezi Media

iKhwezi Media

3 ай бұрын

#hilights #ukhozifm #trending

Пікірлер: 45
@njabznmasikane359
@njabznmasikane359 2 ай бұрын
Lwaze lwabuhlungu udaba; sengathi ukukhuluma kungamelapha uSphesihle. He survived for a reason. Unika ithemba kwabedlule ezimweni ezinzima. May God always give him courage & prosperity in life
@mandy7168
@mandy7168 3 ай бұрын
Oh Jehovah I’m in tears njengomzali awuuuu kodwa ubulwane obunje 🥲🥲🥲🥲
@agnessibanyoni4038
@agnessibanyoni4038 25 күн бұрын
Ngaze ngabuhlungu kakhulu ngingumzali mfana wami ngiyayazi indaba yokuthanda ibhola inzima uzim abenawe afezeke amaphupho akho 🙏🙏🙏🙏
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna 3 ай бұрын
Ibuhlungu indaba kabhuti omncane ngiye ngayibonisa umfana wami le-vidoe ngiyabonga mntanami ukusicebusa ukuze izingane zethu zibe safe izulu bayolizwa ngendaba laboboba abakwenza into ebuhlungu kanje ngukufisela konke okuhle bafanasi& be blessed 🙏🙏🙏
@user-sz3rq5og4q
@user-sz3rq5og4q Ай бұрын
I pray for your healing and total restoration in the mighty name of Jesus, God is faithful
@user-su1ky7rq5w
@user-su1ky7rq5w 3 ай бұрын
UNKULUNKULU UZOKWESULA BONKE UBUHLUNGU OBUSENHLIZWENI YAKHO.UZOPHUMELELA
@millicentncamisileshezi
@millicentncamisileshezi Ай бұрын
Ewu mfana wam kubuhlungu nakimi ngiwumzala ubulwane bobaba bemizi yabo bagwilike nje ngezilwane ezifuna banukubeze izingane ezincane unkulunkulu akuthobe lamanxeba ukukhuluma kwakho sengathi kungakuqinisa isibindi uqhubeke nekusasa lakho nesifiso sakho Magalela
@soniarnhle9899
@soniarnhle9899 3 ай бұрын
Mmmmm! Kwanzima kakhulu ngyazwelana nawe bhuti ngathi ngathola usizo psychological😢😢
@user-nv5tu1je1h
@user-nv5tu1je1h 3 ай бұрын
😢😢😢zange ndakhala kanje oh Thixo ngenelela😢😢
@user-su1ky7rq5w
@user-su1ky7rq5w 3 ай бұрын
NKULUNKULU UZOPHOLISA BONKE UBUHLUNGU OBUSENHLIZWENI YAKHO.UZOPHUMELELA NGO NKULUNKULU EMKHULU
@priscillancube5773
@priscillancube5773 3 ай бұрын
Hawuuu nkosiyami phephisa mfana wami ❤
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi 3 ай бұрын
Into ebuhlungu kanjena obaba imigulukudu ,bafuna ukubulawa if bangatholakala😢
@user-yz1yf7yq7k
@user-yz1yf7yq7k 3 ай бұрын
Mmmm baze banobulwane abantu😭😭😭
@mangatanentebaleng4861
@mangatanentebaleng4861 3 ай бұрын
Ohhhh Jehova banna 😢 Amadoda yini naaaa 😢😢😢😢😢😢😢😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@user-yd6xd3sb4k
@user-yd6xd3sb4k 3 ай бұрын
Uhm Jehova KODWA abantwana bethu siyobafihlaphi Uma kunje kuleli waz wonakala umhlaba KODWA ayikhó impunga yehlathi ,phephisa mfana wami uJehova uyazikhongozela lezozinyembezi kukhulu okuyokwenzeka kuwe 💔😥
@khululiweprecious9859
@khululiweprecious9859 Ай бұрын
😭😭😭😭😭😭😭I yoooh kwaze kwanzima nkosi
@zekhayantanzi4482
@zekhayantanzi4482 3 ай бұрын
Ngabe ziyabulawa lezinja ezenza lokhu Uma zitholakala...yerrr!😮
@user-cq6lr1ru5h
@user-cq6lr1ru5h 3 ай бұрын
Naze nakhohlakala niyizilwane kodwa liyeza Elenu ilanga
@user-tx9oy7rd7p
@user-tx9oy7rd7p 3 ай бұрын
Nomama owabona umfana kwakufanele athi kwendodakazi yakhe ayimuse esibhedlela hayi ekhaya ngoba umgezile wabona ukuthi ingane ilimile ungumzali lomfana wayefuna usizo kodwa ke.....
@khethiwemthembu5460
@khethiwemthembu5460 3 ай бұрын
Nami bengibona kanjalo, asheshe athole nemshanguzo evikela igciwane nezifo ezinye. Konke sesikubeka ku Jehova 🙇🏽‍♀️
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 3 ай бұрын
Phela kwakungawona umsebenzi wakhe loyomama wenza angakwenza,you can't crucify someone for helping...abanye babe ngeke bamsize abamkweleti..
@user-cq6lr1ru5h
@user-cq6lr1ru5h 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu indabayakho mfana wam ingathi uNkulunkulu angakuqinisa uthole nosizo ingathi nephupho lakho lingafezeka
@Amusementvidyoz
@Amusementvidyoz 3 ай бұрын
Ngyopha enhlizweni ngesgameko esakwehlela mfwethu, Yoo Phephisa mntanenkosi usathane kubantu saw an opportunity, sengathi abenzi balenkohlakalo inkosi engumehluleli kwakho Konke ingakwenzela ubulungiswa. Yooo phephisa praying for you but wam.
@user-dg9bz8jp7d
@user-dg9bz8jp7d 3 ай бұрын
Awww kodwa mfanawami unkulunkulu uzokubusisa nesibindi sakho, noma bangabanjwa lezogebengu izolo zabazali zowela ebantwaneni
@portiazanele6822
@portiazanele6822 3 ай бұрын
I love your spirit 🤞🏿🫶🏾🫶🏾🫶🏾🫶🏾
@user-pj9er2is6y
@user-pj9er2is6y 3 ай бұрын
Yooo jehova askies mfowethu izilwane lezi ziyowuthla umvuzo ngelinye ilanga iyeza eyabo imini
@khanyisamiya6482
@khanyisamiya6482 3 ай бұрын
Shembe😢😢😢😢😢
@user-vo5nt9iw9g
@user-vo5nt9iw9g 3 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢😢😢😢angaz ngithini Shembe nkulunkulu wami 😢😢😢😢😢
@HlengiweNtuli-qh9ry
@HlengiweNtuli-qh9ry 3 ай бұрын
Haai shame kuyayiwa kubo kamfana,bayophendula phambi kukaJehova,ngoba uyayazi leyo arrows yamanga
@BulelwaAsakheZuzaniMakaula
@BulelwaAsakheZuzaniMakaula Күн бұрын
😭😭😭😭😭😭💔💔💔
@user-mg5zt6bj9f
@user-mg5zt6bj9f 3 ай бұрын
Eish Nkosyami 😢😢😢kwaze kwanzima
@secondhalfproduction2761
@secondhalfproduction2761 3 ай бұрын
Sorry brother God sees you🕯🙏
@user-tx9oy7rd7p
@user-tx9oy7rd7p 3 ай бұрын
Inkosi impilo inzima umuntu omnyama umosha ikusasa lomunye umuntu omnyama yithina kuphela esenza lobubi ezinganeni zethu ezinye izizwe zelula izandla zimkhuphule odinga usizo. Ndodana ngiyawuthanda umoya wakho wokuxwayisa abanye. Golden Arrows kufanele ikusize uma UBUNTU busekhona emoyeni wayo UPHOLE ndodana Sipho Mbhele in LONDON
@ntombenhlequeen339
@ntombenhlequeen339 3 ай бұрын
Mmmmm kwaze kwanzima jehova tjooooo
@Londeka08
@Londeka08 3 ай бұрын
Tjooo phephisa mft😭😭😭ngaze ngabuhlungu
@khethiwemthembu5460
@khethiwemthembu5460 3 ай бұрын
As umama wabafana abathathu, kwaze kwasika. I pray for you my son that the blood of Jesus will cover you now and all the days of your life isitha sikusabe ukukwenza kabi nalabo abakhuluma amagama bargainer, futhi I pray for your circumstances to change 1 million percent, ube isibusiso kuJesu njengo Jobe owadlula kokuningi & God was boasting about him to the devil. May you get ALL the second-blessings of Jobe, ubusise bhuti wakho nomama owanifukamela in Jesus name 🙇🏽‍♀️🙏 Abekho kodwa abezempilo abangasiza umfana 😢
@gugulethumcunu6289
@gugulethumcunu6289 3 ай бұрын
Eish sorry bhuti
@phindokhanyile2833
@phindokhanyile2833 3 ай бұрын
😢
@NokwandaMdlalose-ji2ry
@NokwandaMdlalose-ji2ry 3 ай бұрын
Usazolideka itafufa unkulunkul phambi kwezitha zakho Ey sorry mft yooo😓😓😓😓
@NoziphoZikhali
@NoziphoZikhali 3 ай бұрын
Jehovah
@MpumeTembe
@MpumeTembe 3 ай бұрын
😢ei moyoncwele 😭
@user-sr3yw8zb1l
@user-sr3yw8zb1l 3 ай бұрын
Ukubani bekuya ngami ngabe ababoshwa nakuboshwa mabetholakala lababantu ngabe bayabulawa nje akubona abantu laba futhi nomphakathi awuphephile nhlobo ukuphila nohlobo olunje lwezinswelaboya
@khethiwemthembu5460
@khethiwemthembu5460 3 ай бұрын
🫂
@khethiwemthembu5460
@khethiwemthembu5460 3 ай бұрын
🫂
Дибала против вратаря Легенды
00:33
Mr. Oleynik
Рет қаралды 3,8 МЛН
Khóa ly biệt
01:00
Đào Nguyễn Ánh - Hữu Hưng
Рет қаралды 20 МЛН
ASIYEKE 😞( Mavundla Vs Mashudula )
2:21
NeNe's TV Show
Рет қаралды 2,1 М.
Ngaboshela into engekho eJele bangithelela nge -HIV.
15:23
THULELENI TV
Рет қаралды 16 М.
Ubunazaretha Nezinwele by Ngogi Mahaye @ Ukhozi FM
23:36
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 15 М.
PAPAG AND MABHODISA ( UYINKUNZI MABHODISA)
6:34
Nhlaka Production
Рет қаралды 6 М.
Ukhozi FM TV: Ingxoxo ekhethekile no Mbuso Khoza
16:34
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 21 М.
Ukhozi FM TV: King SomNala
54:19
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 6 М.
Дибала против вратаря Легенды
00:33
Mr. Oleynik
Рет қаралды 3,8 МЛН