Pastor Zondo-Ubuhlungu engabuzwa mhla ngishuthwa nginqunu

  Рет қаралды 309,417

Mthiya motivation

Mthiya motivation

4 жыл бұрын

Ubuhlungu engidlula kubo angibufiseli ingane yami nomunye umuntu,,be blessed

Пікірлер: 225
@mthohmvelase1499
@mthohmvelase1499 4 жыл бұрын
Mina anginandaba kokuthi uPs Zondo wenzani nginendaba nento ephuma emlonyeni wakhe ngoba uyangakha Amen
@ningisphelelendlovu1387
@ningisphelelendlovu1387 3 жыл бұрын
Injalo ngiyamthanda u Mr Zondo Motivation yakhe ài Maan vele zizwe phila
@kylanconrad1226
@kylanconrad1226 3 жыл бұрын
i realize it's kinda randomly asking but does anyone know a good site to watch new movies online ?
@keanuangel9260
@keanuangel9260 3 жыл бұрын
@Kylan Conrad I use FlixZone. You can find it by googling =)
@lelandmark6042
@lelandmark6042 3 жыл бұрын
@Keanu Angel yup, I have been using flixzone for since march myself :)
@kylanconrad1226
@kylanconrad1226 3 жыл бұрын
@Keanu Angel Thank you, I went there and it seems like a nice service =) I really appreciate it!!
@smisohsmile9440
@smisohsmile9440 4 жыл бұрын
Bhuti S'bu ayi unesiphiwo esihle baba uNkulunkulu akubusise, bese ngithi ku Pastor Zondo power MTHIYANE🙏
@victoriavic7734
@victoriavic7734 4 жыл бұрын
Ngyafisa ukubona upastor Zondo live eyi inkulumo noma I motivation yakhe ayikaze ingalenzi ushintsho empilweni yami kuvele kube sengathi he knows my pain what I'm going through sengathi ukhuluma nami kahle kahle unkulunkulu amgcine lobhuti he's a blessing I motivation yakhe heals thanks mfundisi
@nomaguguzwide6032
@nomaguguzwide6032 4 жыл бұрын
just cried nami angaz kanjani, baba ezandleni zakho ngyawbeka umphefumulo wami.
@thokubheka5223
@thokubheka5223 2 ай бұрын
Uma umuntu ekukhubaza emoyeni wakho okanye emzimbeni unkulunkulu ukunyusela phezulu ngenxa yobuhlungu asuke ekuzwiswe bona ngiyakhula njalo mangilalele iziyalo zakho mana njalo Pastor Zondo
@phililendwandwe7085
@phililendwandwe7085 4 жыл бұрын
Ekuphileni kwami konkhe ngyacala kuzwa indonda Enekholo njengawe mfundisi Zondo,ngkufisela konkhe okuhle babe.nathi uyasicinisa kuledlela yekuphila lehlezi inelusizi ngaledlela...Chubeka uphile babe siyakuthanda
@user-uy6ru9kh2n
@user-uy6ru9kh2n 4 ай бұрын
Phela baba uZondo ubefuna ukushuta nawe ngoba ubungenzanga okubi..owenze okubi yilenja eyakushuta therrs nothing wrong oyenzile.siyakuthanda usipha ubumnandi ngemotivaion❤
@nelisiweagnessiwela2293
@nelisiweagnessiwela2293 3 жыл бұрын
Uyangakha bhuti wami emoyeni nami ngike ngaba senkingeni ngodecember last year ngasala esidlangalaleni ngiphendukelwa abantu engangithi bayangithanda kanti bayizinyoka amen paster god bless you
@nonkululekokhumalo3483
@nonkululekokhumalo3483 3 жыл бұрын
Kwaba buhlungu kona wayethi uyaqeda ngawe kanti unamanga sathane ukunika more power noma kungenzeka ini kodwa uyasakha usipholisa amanxeba amen 👐
@mpiloxulu6057
@mpiloxulu6057 4 жыл бұрын
Worse pain evr.... M so touched ngibuka the God we serve is so amazing 🙌🙌. Impela uNkulunkulu uyama nomuntu. Keep up the good work Mr Zondo 🙇‍♀️🙇‍♀️🙇‍♀️ m humble
@pinkydlamini9788
@pinkydlamini9788 4 жыл бұрын
Uthixo abenawe njalo njalo Mr Zondo akekhongakha njengawe safisa kukubona bukhoma kuzwe ukhuluma bukhoma Uthixo akubusise Amen
@maureenngema8723
@maureenngema8723 4 жыл бұрын
usatan unamanga azange sikusole wawunge nqunu endleleni wawuse ndlini yakho yisitha esakulandela endlini yakho
@mzwandilealanga542
@mzwandilealanga542 4 жыл бұрын
Amen
@mlungisishandu6303
@mlungisishandu6303 4 жыл бұрын
Iqiniso
@zanelembanjwa9216
@zanelembanjwa9216 4 жыл бұрын
Islima kwaba uyena usisi
@ntombizulu6413
@ntombizulu6413 4 жыл бұрын
Siyabonga Mr Zondo akukho okungaboli emhlabeni uyasisindisa, ngezimo ondlule kuzo uMvelinqangi asigcinele wena.
@zanovuyoqwebani4779
@zanovuyoqwebani4779 4 жыл бұрын
Into ephuma emlonyeni kaMfu Zondo iyabusisa, sibonga uThixo ngawe Mfundisi wethu, bangakucinezela kanti wena ufana nespring ubenamandla amakhulu
@fanizahlatshwayo5168
@fanizahlatshwayo5168 4 жыл бұрын
Tough time never last bt tough people do,keep inspiring us my brother. Umdali kasoze akulahla nanoma sekumnyama emehlweni akho siyabonga bhuti Sbu ukweseka inceku.umdali wakwazi useyihlwili Pastor Zondo keep well 🙏🙏
@lesleyramathlape4716
@lesleyramathlape4716 3 жыл бұрын
You motivated me many time. I wll always salute you broer. No matter what is happening ngawe be strong
@givengiven6497
@givengiven6497 4 жыл бұрын
Pastor zondo, your strong man keep on motivating other man
@phililemkhize2951
@phililemkhize2951 4 жыл бұрын
Bhuti Sbuh loluhlelo luperfect for wena .Babu Zondi uNkulunkulu akubusise akuphumelelise kukho konke ❤️❤️❤️❤️❤️
@carolqumbisa8383
@carolqumbisa8383 3 жыл бұрын
I pray God make me this strong and courageous....God is amazing.
@sizakelesizo7702
@sizakelesizo7702 4 жыл бұрын
Ave ngikhuthazeka ngo bab Zondo ingenza ngizibone ngisuka ku not to Hero I motivation zakho. Baba isbindi sakho ngyasesaba njalo emotwen yam eksen ngihlez ngikulalele on my way to work .kuthula izivunguvungu.Amen
@thozamamzobotshe484
@thozamamzobotshe484 4 жыл бұрын
Yhoo Mthiyane uphiwe apha emqondweni yonke into oyishoyo iyakha iyaphilisa qhubeka nje njalo ungaphikinezilingo.Uyathandwa apha eMampondweni Ntabankulu uyezwa yini
@smangalisomdluli3732
@smangalisomdluli3732 4 жыл бұрын
Mr Zondo , my Hero , South Africa needs you , everytime u open your mouth, through your life experiences, uyasakha uselaphe.
@IreneSemenya
@IreneSemenya 3 жыл бұрын
God bless you Mfundisi Zondo.We give God all the Glory for you.
@patiencezungu8059
@patiencezungu8059 2 жыл бұрын
Amen naku okukodwa akesibheke the lineage of Jesus ukuthi uzaleka kanjani ngabe kwakuyini inhloso kaNkulunkulu who are we to judge ngiyabonga ukuthi uthe usuphendukile wazoqisa abafowenu khumbulani uPetro .......
@mduduzinkabinde8453
@mduduzinkabinde8453 Жыл бұрын
Eish ngaze ngezwa ubuhlungu ungaphinde ngakhutjazeka empilweni
@bigboymlalazi2728
@bigboymlalazi2728 4 жыл бұрын
Amen kuleyondawo libusiseke bafundisi bami yonke inkinga ile expire date ngiyabonga ukuzwa lokho baba 💝💝
@response7296
@response7296 3 жыл бұрын
I love you man of God. You have shown the world that you don't belong to anyone but to your God. What happened can not be changed but I thank God that you defeated the devil by facing the world and by repending. People must remember that you are a human being. God bless you man of God
@ndabezinhlenkomo5743
@ndabezinhlenkomo5743 11 ай бұрын
God is alive and Great. Long live Sthembiso Zondo. More blessings to you and the rest of the motivation team. I feel confident to face life by this testimony.
@ntombisibanda6445
@ntombisibanda6445 4 жыл бұрын
I almost cried ngesenzo esenziwa mgumakhohlakala. But still lonke ulesthunzi baba Zondo
@thabisonkoana4818
@thabisonkoana4818 4 жыл бұрын
You're head is not big for mahala,you're brain is working for you n you're brain n you're tongue deserve insurance cover n awards.
@khosizikhali2810
@khosizikhali2810 4 жыл бұрын
Shenge thnkxxx for yr healing motivation. Zondo don't worry bhuti we all do mistakes and iphutha elikanomubani we are still loving yu like before
@mbalzdlamini7888
@mbalzdlamini7888 4 жыл бұрын
Each and everyone of us has a purpose in this world...... God was preparing you for bigger things. He was actually removing fake people around you........ been there but still standing. Amen
@scebitembe1418
@scebitembe1418 10 ай бұрын
So God was preparing him to cheat on his wife , put his wife life in danger of sickness( cancer , HIV, STI , depression ) let’s seperate man’s decision from Gods purpose .
@portiavilakazi8496
@portiavilakazi8496 4 жыл бұрын
Indeed uyabathwala abakhe abahole endleleni..... GLORY BE TO GOD
@londy5077
@londy5077 4 жыл бұрын
Amazwi powerful, melesifunde kulamazwi ukuthi konke kuyadlula.
@pamelarebecca8195
@pamelarebecca8195 4 жыл бұрын
Powerful syabonga Ey Nkosi yam 🙌🏽 k’fanele sidlule emlilwen 🔥
@pinkiepearl5397
@pinkiepearl5397 4 жыл бұрын
Amadoda amabili engawahloniphayo endlini eyodwa.. Niyawuvuselela umoya wam
@hlonphilegladnesscebisa9122
@hlonphilegladnesscebisa9122 4 жыл бұрын
Jesus Bab Ps Zondo baba Buthelezi my heros blessings from God yess uNkulunkulu ufuna simnake indoda enesikhwele 🙏🙏hayi ngayibona kwakubuhlungu but siphila emhlabeni ukhule baba 🙏ukhayin akazuzanga lutho
@khwaloh
@khwaloh 4 жыл бұрын
Ay Ndivele ndakhala inyembezi, thank you my Pastor...
@tonisiwela1815
@tonisiwela1815 4 жыл бұрын
Amen 😭God bless you man of God
@zamanoma2221
@zamanoma2221 4 жыл бұрын
I learned something ngalenkulumo...we love you even more Ps Zondo🙌
@andiswasihlobo2101
@andiswasihlobo2101 3 жыл бұрын
I love you PS Zondo uThixo aphinde amatiply akuphe Kona.
@queenelizabeth7166
@queenelizabeth7166 4 жыл бұрын
M humble👏... thank you holy spirit 🙌
@ntombifuthimakamu7824
@ntombifuthimakamu7824 4 жыл бұрын
Pastor Zondo, uJehova uyakuthamda nawe uyamthanda soze sathane adlalele kuwe ngba nooJesu walingwa noJobe noZondo ngoba ningamadoda akholwayo, bonke abakholwayo bayalingwa amadoda amathathu aphonswa emlilweni uJehova uyangenelela enkingeni uphume unganuki ngisho intuthu Pastor uJehova uyakuthanda Ameni Mfundisi
@mbalimncina800
@mbalimncina800 4 жыл бұрын
Zondo, you are the best. Mine ngiyatitsandza timfundziso takho. Kute umuntfu lote I mistake. Forgive yourself man of God.
@ngazinixaba1010
@ngazinixaba1010 4 жыл бұрын
Big up Mr Zondo,ukhulume ngeskhathi esiright
@oneloveoneheart2781
@oneloveoneheart2781 4 жыл бұрын
We've all messed up but talking responsibility is the best healing process....
@thandiwekhumalo228
@thandiwekhumalo228 Жыл бұрын
Amen
@pulengnthoba-vg3bh
@pulengnthoba-vg3bh Жыл бұрын
Sorry you are the chosen one,we love you unkulunkulu ukhona kundlulile rise up
@ntombidumakude6200
@ntombidumakude6200 4 жыл бұрын
Syabonga paster Zondo ungelaphele nengane yami ibe nenkinga efana neyakho yashuthwa umuntu wayinekela izwe
@amandamlambo5117
@amandamlambo5117 4 жыл бұрын
wow uNkulunkulu uhlezi enathi futhi uyasithanda, ngyabonga Sbu ngokuxoxa no Zondo kumanje ngizizwa ngiduduzeka kulobub bhlungu engikubo
@jabulisiledhlamini8223
@jabulisiledhlamini8223 4 жыл бұрын
Siyabonga kuwe Shenge..Sokwalisa ,Mnyamane Ngqengelele go my brother olwakho lolubito bhutiza.Umchele uwubekelwe ekhaya👑
@sigcauchuma1355
@sigcauchuma1355 4 жыл бұрын
Ps Zondo got me so emotional, u'r such an inspiration nd I Thank God for making u a Strong nd Courageous man to b sharing ur side of th story with us. You are my mentor uyeva, I can't live without you Zondo💞
@makutloanoseloane7216
@makutloanoseloane7216 3 жыл бұрын
Pst Zondo uyosoloko uyi Hero empilweni yami lakho ubab'uNkulunkulu akubekile kuwe akukho simo esingayikhipha bambelela kuye yedwa akashintshi
@sibusisongcobo9101
@sibusisongcobo9101 4 жыл бұрын
Ey Nkos yam...uJehova unmacebo ngathi...crying tears out...as I'm going through some difficult time...thank you Zondo.
@thembad1106
@thembad1106 4 жыл бұрын
Pastor Zondo, you are a true child of God. Christ paid a high price for our sins. Now you have a solid testimony with which you ARE helping all those who get into similar situations. When seeing you stand up and "fight", many brethren stood up and followed Jesus. They had given up but then, remembered that like Zondo, it should be 'onward Christian soldier, marching as to war'. Like a fallen soldier my dear brother you woke up and you fought for your Lord. The devel will time and again remind you about it but as a spiritual giant, mxoshe ngeZwi Lakhe.
@jabulisiledhlamini8223
@jabulisiledhlamini8223 4 жыл бұрын
Kobongwa nemachawe,aphiwe nemichele andlule abuse njalo-njalo neNkhosi yemakhosi.Ulichawe Nceku yeNkhosi futsi ungetulu kwebancobi.......yeka sitsa sijangase amazulu akuncobela.....ingati yaKristu yakuhlanta.....sithi Bayethe Chawe!!!!!
@jojazenande8852
@jojazenande8852 4 жыл бұрын
Ngathi ndiyiva lento endixelela umngani wam endibuza uba ubonile wenzeni sbu, ndathi wenzeni wathi uphume maphepheni. Ndabaleka ndakhuleka uba oku koba kuthiwe ke umithisile kungathiwa ubonwe enenyoka. Abafundisi babevela benenyoka ngoko. Ndandiqonda uba kungathiwa nankuzondo unenyoka lalizofa ivangeli. Kwathiwa xa kuthiwa ebenqunu ndabonga uthixo.
@auriahmabena836
@auriahmabena836 4 жыл бұрын
Zondo uyindoda man of God you are blessed may God bless you more 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@zanelembanjwa9216
@zanelembanjwa9216 4 жыл бұрын
Emhlabeni kanti kunjani ayi bakithi syabonga ukuthi yaba nesbindi lendoda omunye wayezozibulala
@sixolisiwesolinjani6870
@sixolisiwesolinjani6870 4 жыл бұрын
Ohhh maan💓Thixo ukhona ezintwen zonke
@khethiwenelisiwe2823
@khethiwenelisiwe2823 4 жыл бұрын
Hhey, UNkulunkulu esimkhonzayo uyaphila futhi uyasimangaza zikhathi zonke ,yaze yayinde lentaba, wayiqwala waze wayodundubala,uNkulunkulu ukwethembile emva kwakho konke lokhu bhuti wami, akugcine njalo nje uJehova kanye nomndeni wakho.
@nonhlanhlasybilkhumalo1482
@nonhlanhlasybilkhumalo1482 4 жыл бұрын
Yes amen Nkulunkulu mkhulu usuyamanzi ke umuntu wasemhlabeni satane
@zizijubeni2835
@zizijubeni2835 4 жыл бұрын
Amen🙏🙏🙏God bless you pastor Zondo 😭😭😭😭😢😢😢
@ntokozokgomo3946
@ntokozokgomo3946 3 жыл бұрын
Yoh... My hope is restored. Ngiyabonga♥️
@siyamsiyana4891
@siyamsiyana4891 4 жыл бұрын
God is good all the time 🙏 ur story touch my heart be strong
@joyceelly9397
@joyceelly9397 4 жыл бұрын
Muhle uJehovah pastor akekho ojegaye
@khanyisanisithole1631
@khanyisanisithole1631 4 жыл бұрын
mr zondo i salute you
@pearlmsweli599
@pearlmsweli599 4 жыл бұрын
Ngivele ngafikelwa zinyembezi ngoba akaze ngidlule kokufanayo, kodwa bekuyisindo esithi asifane. Ubaba uNkulunkulu ukhona, zikhathi zonke🙏😢
@nomhlemdhluli770
@nomhlemdhluli770 4 жыл бұрын
Ngiyabonga ngamazwi wenkuthazo ngathi ukkhuluma Nami kulesimo engibhekane naso. But with God grace ngizodlula
@marciamokoena9432
@marciamokoena9432 3 жыл бұрын
No matter what we will always like you
@vusumuzitshabalala4234
@vusumuzitshabalala4234 Жыл бұрын
May God bless you my brother, because God is great
@ljngelolungelo1331
@ljngelolungelo1331 2 жыл бұрын
Yathi indiza estafini angifisanga ngisho kuyibuka ngoba ngyabazi lobuyabuhlungu ngake ngandlula Kubo ngabalulekanje ngathi niyahleka kusasa kungani ,Zinzi Newcastle
@mshanawakwamachimhlonishwa5548
@mshanawakwamachimhlonishwa5548 4 жыл бұрын
😢😢😢😢😭😭😭😭 God is great siyambonga, eish ubuhlungu nesikhathi sobunzima
@sanesosibo3473
@sanesosibo3473 4 жыл бұрын
Love you Pastor Zondo... all is well
@tholakelexaba2541
@tholakelexaba2541 4 жыл бұрын
Nami bhunti Zondo Nkulunkulu uyazukuthi angikaze ngikulahle
@bongishabalala58
@bongishabalala58 4 жыл бұрын
Siyazi ukuthi kuyasebenzelana konke kube ngokuhle kulabo ababiziwe ngokwecebo lakhe Romans 8v28 Amen
@nokwandabuhle6059
@nokwandabuhle6059 4 жыл бұрын
My pastor...Zero 2 hero Ministers, May the Lord bless you..All is well
@skhangelempofu6505
@skhangelempofu6505 4 жыл бұрын
Ubuhlungu obungachazeki Pastor Zondo#uyabathwala bakhe uyabahola endleleni azophola lawo manxeba😞
@elsiemahlangu4735
@elsiemahlangu4735 4 жыл бұрын
Powerful motivation 🙏💪
@zamabrilliant5951
@zamabrilliant5951 Жыл бұрын
Ingabe yena lol cc uthini manje laphekhona ukuzwa ukuthi uzwise omunye umuyubuhlungu obungaka kodwa sekwenzeke konke mina anginandaba noma ngabe bakubiza maphi amagama mina uyangikhulisa spiritualy nge mortivation yakho hhayi bhuti unkulunkulu akubheke baningi obathintayo njengami uletha umehluko in our lives ,God bless you
@nomsaphila4994
@nomsaphila4994 4 жыл бұрын
Carry on doing Gods work devil he is a lair
@mhlonishwashabangu6108
@mhlonishwashabangu6108 4 жыл бұрын
Press on Zondo His Blood is still fresh and valid. Many are benefiting including me. Your story can relate to our predicaments.
@cynthiangcobo7226
@cynthiangcobo7226 4 жыл бұрын
Ei nosi ymi bab Zondo sikuthokozela ukuba nabantu abanjengawe abahlez besinika ithemba ngobufakazi abanabo nokuthi yonke into iuadlula
@nombusomtetwa5685
@nombusomtetwa5685 4 жыл бұрын
Thank you so much Pastor Zondo
@ebenezermissiontv
@ebenezermissiontv 4 жыл бұрын
This is the powerful message I have seen so far, thank you guys.
@bongekilembatha7521
@bongekilembatha7521 4 жыл бұрын
Oh Mighty God,ubani onjengawe?
@thandekatha5545
@thandekatha5545 4 жыл бұрын
I lv u zondo
@Lindrish897
@Lindrish897 4 жыл бұрын
Yizikhathi ezinjalo ke mntaka Zondo ezisivezayo ukuthi siyamazi na siyamethemba na owasifela eCavalry. Hlala ungasuki kuye.
@alettaphiliso2840
@alettaphiliso2840 4 жыл бұрын
Maye'Wangi busisa mphathi nge nkulumo yakho ngiyafisa nami udlulisa okwa ngehlela ithi incwadi ye sambulo lapho uwekhona vuka wenze isibani sengeka suswa endaweni yaso mina ngazengadla emapilisi wenhlaya kuhlukunyezwa emoyeni
@kwandylamula2740
@kwandylamula2740 4 жыл бұрын
Kanti unkulunkulu unjan?👏👏👏👏😭😭😭😭wuuuuuuuuuuuu
@leledladla1637
@leledladla1637 4 жыл бұрын
U are such a great man true to yourself n true to the world!
@winniengobese4407
@winniengobese4407 4 жыл бұрын
Kuwe babunZondo ngithi Devil is a lair uThixo akakuniki okungaphezu kwamandla akho wayebonile ukuthi lesimo uzokwazi ukumelana naso
@samkelosibiya2700
@samkelosibiya2700 4 жыл бұрын
Kwabhlungu mr Zondo😢
@nolithanoli1786
@nolithanoli1786 4 жыл бұрын
Ungasakhali UNkulunkulu wezwa ukukhala kwethu wathulula to Moya wakhe phezu kwakho,wakupholisa sula izinyembezi
@samkelisiwemngomezulu6398
@samkelisiwemngomezulu6398 4 жыл бұрын
Very pain full it's so touch
@nompumelelomahlangu360
@nompumelelomahlangu360 4 жыл бұрын
Wangikhumbuza bam ubuhlungu, usatane wangehlaba ngabhonga! Izitha zam zenza ibraai. Konke lokhu kwenzeka endlini yokukholwa.
@fathimamangubaneahmed4840
@fathimamangubaneahmed4840 4 жыл бұрын
Nompumelelo Mahlangu 😭😭😭
@zamanene8301
@zamanene8301 4 жыл бұрын
Wangilapha zondo nosbu
@siyabongamphitshini9805
@siyabongamphitshini9805 4 жыл бұрын
Ukuqina nje bafowethu impilo injalo nje bt ngokuba strong kwakho uyaphumelela ungabanaki abantu.ngoba wenza okubi bayahleka wenze okuhle bazohleka
@luyololeo1205
@luyololeo1205 4 жыл бұрын
Siyabonga nkosi,ungena nathi ezimeni🙏
@londiwemncube5283
@londiwemncube5283 2 жыл бұрын
Phephisa bhuti
@BackOfficeCreativity
@BackOfficeCreativity 4 жыл бұрын
Nkulunkulu unathi 🙌🏽
@bajabulilemadela6007
@bajabulilemadela6007 4 жыл бұрын
Ngaze ngamzwela umuntunoba yisandla sikasathane engalaz icebo likaThixo ngomuntu wakhe. Ey ngoba akumanga wena Mfundisi kodwa kume yena uSmakade.
@reebslailah2995
@reebslailah2995 4 жыл бұрын
Ey ngoba uma ushayekil ngempel uyavuma ukut ushayekil bese kube ukbhekan nezwe kunzim after isgameko 😢😢😢
@catherinemazibuko1652
@catherinemazibuko1652 Жыл бұрын
Kwababuhlungu ngiyaxolisa ukuthi wadlula esimeni esinje kodwa ngisakuthanda mfowethu
@philanindosi6522
@philanindosi6522 4 жыл бұрын
Kanti umuntu kufanele abenqunu uma ekuphi ngoba phela uZondo wayekwakhe
@nonzuzomasondo4713
@nonzuzomasondo4713 4 жыл бұрын
Hhawu waye nqunu nomunt ongeyena umfaz wakhe kant maye shumayela uye athin esontwen
@simthembilesicoto6564
@simthembilesicoto6564 4 жыл бұрын
Ndiyayithanda itshumayelo yakho iyakha khuphuka noma usathana ezama ukukushonisa phansi
@zamanene8301
@zamanene8301 4 жыл бұрын
Ngiyajabula ukuthi ukhulume ngalento
@chief7765
@chief7765 4 жыл бұрын
We all fall into traps he is a human being and bound to make mistakes so cela singam judge people
@phumlakhumalo702
@phumlakhumalo702 4 жыл бұрын
Ihaba lesihloko, 😀😀 kodwa ngiyayithanda imilayezo yakhe.Kwakumele igwinye insimbi. Makunzima igwinya insimbi.
Pastor Zondo- Pain of loosing my wife part2
14:42
Mthiya motivation
Рет қаралды 62 М.
Каха заблудился в горах
00:57
К-Media
Рет қаралды 10 МЛН
Useful gadget for styling hair 🤩💖 #gadgets #hairstyle
00:20
FLIP FLOP Hacks
Рет қаралды 10 МЛН
Summer shower by Secret Vlog
00:17
Secret Vlog
Рет қаралды 14 МЛН
Ukuxolisa / Forgiveness: Pastor Sthembiso Zondo
15:47
Sinethemba Mnguni
Рет қаралды 256 М.
Ps Sthembiso Zondo | UNYAKA NONYAKA UNEZIGIGABA ZAKHONA.
10:28
Deepest Motivation Ever
Рет қаралды 8 М.
Sthembiso Zondo on Mega Grace
21:18
Mega Grace Hour on Vuma Fm
Рет қаралды 3 М.
Pastor Zondo live-umuntu uwusizo futhi ulusizi
9:37
Mthiya motivation
Рет қаралды 31 М.
Pastor Sthembiso Zondo  - Sukuma Wakhe Ikhaya
20:55
#Mzansi Entertaintment
Рет қаралды 66 М.
Ps Sthembiso Zondo | One Of His Best Motivations
22:09
sibusiso Zulu
Рет қаралды 119 М.
Pastor S. ZONDO UKWANELISEKA @UKHOZI FM
7:26
Dumi Maps
Рет қаралды 204 М.
Pastor Sthembiso Zondo - Bheka Okubili Endodeni
17:20
#Mzansi Entertaintment
Рет қаралды 327 М.
Exposing false Apostle Mokoena
2:20:19
Home Cell
Рет қаралды 73 М.
Pastor Sthembiso Zondo shares his life story
27:45
Mzansi Motivation
Рет қаралды 44 М.
Каха заблудился в горах
00:57
К-Media
Рет қаралды 10 МЛН