SENZO MEYIWA VS MUZI SIBIYA

  Рет қаралды 57,501

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Жыл бұрын

we are talking about the case the on going case of the late Senzo Meyiwa and Muzi Sibiya who was wrongful arrested for this case.
#trending
#transformation

Пікірлер: 249
@Natasha-yv6os
@Natasha-yv6os Жыл бұрын
Khona omunye ubaba that I saw owayeyi Nazareth owaboshwa naye uthi akazi lutho wayezihlalele ekhaya wabona eseboshwa kuthiwa ubulale uSenzo ibuhlungu kodwa lento eyenziwa ilabantu That also reminds me of this guy who got arrested kwathiwa ushise parliament that time kuthiwa uhlanya obeluzihlalela emgwaqeni and ngeskhathi bemubopha wayezilalele khona emgwaqeni bamubopha kuningi okwenzakalayo eSA and abantu bakhohlakele
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunzima abantu bakhohlakele kakhulu these days.
@diskiloverscorner.7688
@diskiloverscorner.7688 Жыл бұрын
MC Menzisto Bhuti wami asingalokhu sizikhohlisa siwumphakathi, iqiniso ngeke livele ngoba lana kuvikelwa abantu abathize, uyindoda ekhaliphile angingabazi ukuth Nawe lento uyaybona. Labantu ababesendlin ngosuku lwesgameko kwakmele baboshwe ngokuhlukana, bebhale iytatimende ngokuhlukana, oyedwa wabo wayengaphenduka ufakazi wenkantolo mese iqiniso ulihlanza lonke ukuth kahle kahle kwenzakalan ngaloba busuku. Kodwa Yonke leyonto ayenzekanga ngoba kuvikelwa abantu abathize. #Usizi uhulumeni evikela ababulali ecaleni lika Senzo Meyiwa😢🔥
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunzima mfwethu😥
@user-xs7gw1ys9x
@user-xs7gw1ys9x Жыл бұрын
Kunzima ngoba abomthetho bayalazi iqiniso lokhunje kwenzelwakuth ubanjwe abantu abarong sidlalwa ngabomthetholana vele South Africa kuboshwa ongenamali onemali akaboshwa
@thandidoris5782
@thandidoris5782 Жыл бұрын
Singazishayanje amakhanda ngalendana kodwa iqiniso likubantu bakaKhumalo iqiniso balazilonke bavikela ukheli nosbari wakhe nodadewabo kheli usenzo kusobala ukuthi wayelamula elamulela usbari wakhe ukheli wabarong uma kusuka ixhabano eyayiphakathi kwadadewabo nendodayakhe ukheli ukube afonele usenzo ambize njengomuntu ozolamula bese kuldubuleke usenzo angabuyi ukheli akhulume iqiniso cha shame ngiyamzonda ukheli
@user-jx5gh1dk3b
@user-jx5gh1dk3b 3 ай бұрын
Bhuti lelicala linzima ukfika kuka chicco thwala wezwa kahle ukuthi indodana yakhe isidubule usenzo yey ukhohlakelo loyababa esebenzisana ne neykhulu eyphezulu iqiniso li overall one day 😂😂
@bhekisibiya917
@bhekisibiya917 11 ай бұрын
The strange thing is that immediately after Senzo was killed Tumelo Madlala phoned ISifiso and informed him that Senzo had been shot and killed by Zandi Khumalo's boyfriend Longwe Thwala. All of a sudden Tumelo Madlala changed his story on the instructions of the police. Brigadier Gininda knows what actually happened.
@boikarabelolekoane4703
@boikarabelolekoane4703 5 ай бұрын
Why doesn't Sifiso come and testify about that statement?
@blanchezoendlovu8325
@blanchezoendlovu8325 Жыл бұрын
As I listen to your narrative I have so much pain and sorrow. This is because I understand what you say perfectly. I feel so sad for the Meyiwa family for not knowing the truth. Worse with these 5 guys in jail. God of all truth, please prevail and show your power for Senzo's family and the families of these 5 guys. Amen
@mercyhopeventeleko3884
@mercyhopeventeleko3884 Жыл бұрын
😢😢😢😢😢😢
@bonganimthembu3097
@bonganimthembu3097 5 ай бұрын
But bhuti menzistor if kungagcina kutholakele kuth akubon government zobanxephezela yin lowayesebenza zokwazi yin ukubuyela sebenzin wakho if engekho kuth necala?
@MaletapataMahlo-en3nx
@MaletapataMahlo-en3nx Жыл бұрын
Awooo nkosiyam 😢😢this is so sad
@lincolnrabotho314
@lincolnrabotho314 Жыл бұрын
You are right. But please let's pray to get the truth. The judge have been bribed as well as Tumelo and Twala.
@BekkieMsimango
@BekkieMsimango 8 ай бұрын
No
@mapuseletsomareka4385
@mapuseletsomareka4385 Жыл бұрын
😢We really wish GOD can reveal who killed Senzo Mayiwa This is painful really My brother
@eliasmaponya7063
@eliasmaponya7063 Жыл бұрын
We learn everyday my brother, thank you so much for your information, you are the best my brother
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 Жыл бұрын
It's so sad...I feel sorry for the Meyiwas ..we all pray ba bade bafumane I closure.. I also feel sorry for la bafo babotshelwe into abangayaziyo kona kuyayiwa eMbuzweni Ezulwini where there is no corruption...God is not blind ...Let's all pray for d victims
@zukontshinka7489
@zukontshinka7489 Жыл бұрын
Ngase uThixo emkhulu angabonakalisa ubukhulu bakhe,abakhulule abantwana babantu kubanjwr oyena menzi wobubi not abantwana babantu bengenzanganto😢😢
@xoliswamteshane5351
@xoliswamteshane5351 Жыл бұрын
Thank you Cebekhulu uhambo lwakho lusifundisa izinto eziningi..
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu ntombi🙏🙏🙏
@gsmixification
@gsmixification Жыл бұрын
Kuzomele kubene qualification yamaphoyisa, uma uzwa lezi story uyazibuza ukuthi yayithini reasoning yawo ukuthi akubhece ngecala ungalazi noma kulama training colleges kufundiswa ukuthi umuntu kumele umthele induku ukuze azovuma ukuthi lenzile icala yona lenduku angayifuni uma umphakathi uzibambela ngezawo izindla. Ngiyawazwela ngoba asebenza umsebenzi obucayi ngalendlela kodwa nawo akenze ubulungiswa angenzi izinto ngoba efuna ukungconywa ngento engekho.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela uqinisile mfwethu ake nabo benze ngendlela e right ngempela bayeke ukubopha abantu abangenze lutho.
@lungileshiburi9514
@lungileshiburi9514 Жыл бұрын
Kudingeka umkhukeko bafwethu u Jehovah angeke avume bagwetshwele into engekho. Bazophuma ekugcineni and kuyomele bayi sue nabo inkantolo ngoba imise izimpilo zabo and imindeni iyahlupheka ngento engekho nje. Simelwe ukubakhulekisa.
@lavadome9686
@lavadome9686 Жыл бұрын
Inzima this case, i really wish these guys don't go to jail for into engekhoyo. Doesn't matter if one is a criminal or not, they can't be jailed for something they did not do. That's not justice.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
I agree with you.
@mercyhopeventeleko3884
@mercyhopeventeleko3884 Жыл бұрын
Agree
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Жыл бұрын
Ngeke labantu a baqala,truth must b told, Kelly zandy longwe mthoko n the other guy they know what happened,court is playing games😮
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela bayazi laba ukuthi kwenzakalani.
@ntombikaysedanisa8645
@ntombikaysedanisa8645 10 ай бұрын
I hear you well when you say in court it's all lies everybody is defending themselves, but I pray for Meyiwa family to get justice. But my worry is some of them have been accused of killing a taxi owner and other crimes. But I pray if they are innocent, may our Lord protect them
@joeltjale8684
@joeltjale8684 8 ай бұрын
Thanx my brother i watched ur video's learned many things thanx frm limpopo
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Жыл бұрын
Present my Buti 🙌 kanti kufundwani ka law hayi limbula ingubo lingene ngempela ibhadi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Eyy mfwethu 😥😥
@thembim4902
@thembim4902 Жыл бұрын
Asazi noma ayovela amaqiniso ngokusweleka kukaMeyiwa. Kubuhlungu uboshwe, uthi nxa uya enkantolo kungezi noyedwa owekhaya, ngoba okokukhwela imoto kungekho. Noma bengakhululwa, impilo kubo ngeke isafana, asazi lecala liyodonsa iskhathi esingakanani. Imindeni nayo iyahlukumezeka ngokukhonjwa ukuthi bahlobene nabasolwa.
@konkehwanqa6260
@konkehwanqa6260 Жыл бұрын
Bhuti syakthemba unkulunkulu wamaNazeretha ukuthi iqiniso liyovela ngelinye ilanga nathi nje singabantu syakhuleka sinayo imndeni yabasolwa ngezinhliziyo kanjalo nomndeni kaSenzo Meyiwa owavele nje wayothandana nomahosha wasegoli .... Syamthemba unkulunkulu ukuthi ngeke adidiswe yena imali
@sphesihle8598
@sphesihle8598 Жыл бұрын
It's those guys vs the big guns & money talks in South Africa baze banebhadi kodw
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i 2 ай бұрын
Sinabo emkhulekweni labafwethu ababoshelwe into abangayazi sithi nkulunkulu yibanabo kelesiskhathi ziveze ubukhulubakho qhelisa ubumnyama ulethe ukukhanya baphume etilongweni moyongcwele lonkudumo lungolwakho,konke lokhu sikucela ngoJesu inkosi yethu Amen
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Жыл бұрын
Awuu baze bane bhadi oSotobe Nkosi yami
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Elikhulu.
@njabulonzimande2893
@njabulonzimande2893 11 ай бұрын
1. Muzikawukhulelwa Sthemba Sibiya (Vosloorus - ) 2. Bongani Sandiso Ntanzi (Rustenburg - underground miner) 😭 3. Mthobisi Prince Ncube ? 4. Mthokoziseni Ziphozonke Maphisa 5. Fisokuhle Nkani Ntuli VOD - victim-offender dialogue
@mmeme5861
@mmeme5861 Жыл бұрын
Mhlekazi I enjoy listening to you ...SUBTITLES please the whole world needs to hear you
@VusiBhekani-xh1xh
@VusiBhekani-xh1xh Жыл бұрын
Msakazi le case easy Kelly iqiniso uyalazi wayekhona endlini ngenkathi kudutshulwa why engakhulumi iqiniso 😭😭😭😭
@lebothaga2535
@lebothaga2535 Жыл бұрын
I fail to understand why those who were with Zenzo never got arrested. 😢
@giftsleezy
@giftsleezy Жыл бұрын
Good shot for the president to suspend those my lords who were delaying proceedings of the case. 1st of all why the police never arrested all the people were in the house & procecute them?
@ncamsileportiamamba248
@ncamsileportiamamba248 11 ай бұрын
Money talk😢😢
@jabubuthelezi4822
@jabubuthelezi4822 11 ай бұрын
They won't go to jail coz they didn't kill anyone ,, Ntani lied about his alibi on that day,,, Sibiya confessed to his gf stop being delusional
@noveldmaphosa-vt8gg
@noveldmaphosa-vt8gg Жыл бұрын
Siyabonga bhudi, I wish ngathi zingagcina ziboshiwe igilamkhuba ngalesi senzo ,kuboshwe abantu abawrong shame ayiii kubuhlungu 😢
@user-mx2tb8ex5v
@user-mx2tb8ex5v Жыл бұрын
Kunzima nge Case ka Senzo Meyiwa Nami ngicabanga ukuthi labo bhudi asiyibo abambulala u Senzo laba abantu ababesendlini bayazi ukuthi owabulawa ngubani u Senzo
@lwandlezondi9658
@lwandlezondi9658 Жыл бұрын
Hayi Bafo,when police go and arrest someone,they have evidence and warrant signed by judge.There is cellphone evidence and even DNA,fingerprints linking these guys to the house.
@user-zo9lb1lv7s
@user-zo9lb1lv7s Жыл бұрын
Nami ngithi let's wait for the judge if kungebona surely bazophuma.okwanje the evidence links them to abantu ababesendlini
@kwenavanessa8493
@kwenavanessa8493 Жыл бұрын
Allegedly..Cellphone evident from which service provider coz it should b from mtn etc so evn the analyst wasnt evn able to answer the q.. evn myself i recieve call from insurance companies wanting john from my number buh i just started using it evn thou idk if the guy commited something.....allegerdly if u hear the interviews of ppl in the house bck in 2014 n 2016 thrz lot of contradictions nd evn deceased fam know this arent the real culprit remember deceased mom sayin my son get up n fight. Him n his pa must fight for justice bcoz the ppl who hav money dont want you to get justice. Evn the cazin that was fighting justice for him said so in FM interview says ppl in the house knows. Coz i bliv if ua threatened by rich ppl 1st thng u wont dispute coz you will knw their underworld side Allegedly
@xoliswamteshane5351
@xoliswamteshane5351 Жыл бұрын
In all these stories mfwethu mona m learning ukuthi akekho umuntu who can guarantee himself ukuthi ngeke aze aboshwe.. Kubuhlungu kumama ozeleyo ofundisa kahle abantwana bakhe indlela yokuziphatha ma kuvele kube nje. Ngempela icala lembula ingubo lingene..
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Uqinisile sisi Xoliswa kunzima sisi ikusasa alaziwa ngempela😥
@khomotsophokanoka8533
@khomotsophokanoka8533 Жыл бұрын
😢😮 iyooo very much sad God does not sleep nor slumber
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
😥😥
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Жыл бұрын
IQINISO 5% vs AMANGA 95% Kulelicala lika Senzo kodwa ekugcineni zizojika izinto uNkulunkulu akuyona into yokudlala uma sezijika izinto IQINISO 100% vs AMANGA 0% 🙏 sibonge bhuti wethu 🔥🤞 after 🔥🤞💖
@mahlatsemabulane329
@mahlatsemabulane329 Жыл бұрын
Yooh ndaba ezibuhlungu ka ngakha madoda 😥😥😥🤦🙏🙏 ngath uzimu angaba nabo batholakale abayenzi bale ndaba
@innocentdumisani5232
@innocentdumisani5232 Жыл бұрын
That why I hate AfriForum iyona eyabopha abantu abangena cala ngoba ifuna ukunconywa ukuthi iyasebenza.
@anunakiiron
@anunakiiron Жыл бұрын
Example...Now the judge is sick, Adv. Gerrie Nel is now saying the case might start afresh. I believe this is because the state realised their witnesses were performing badly in court. The state is just wasting time. I feel for the Meyiwas, you will have thought the state will go hard for the service Senzo did for his country. Its totally opposite.
@NkosinathiShongwe-yu3lc
@NkosinathiShongwe-yu3lc 7 ай бұрын
True my brorher some family members knows something about this case
@dumisanimchunu600
@dumisanimchunu600 3 ай бұрын
Mfowethu ngiyabonga ngokucacisa, ngokubshwa kuka ntanzi, 😢😢😢😢 asinawo umthetho emzansi
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq Жыл бұрын
Siyabonga mfo ngokusiqwashisa ngezinto ezike zikwehlele ungazalele emhlabeni noma kungelula ukuzivika bakukuqondile kusuke sekunjalo🤝👍
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela mfwethu.
@DIDAMANGWEMIYA
@DIDAMANGWEMIYA Ай бұрын
Ngiphawule ngake ngagaxela kulesosimo amaphoyisa efuna amajongo amaqili acabile kwenzekani kwakhona mina ngigcabile minake ngi driver kubowazo lezinsizwa ngashaywa ngo 8pm to 11pm
@tshiamo_motheomanyaka7088
@tshiamo_motheomanyaka7088 Жыл бұрын
I'm really touched by this, South Africans let's pray for these guys and pray that the truth come out. I've seen a documentary of people who were convicted of crimes they didn't commit and how their lives were destroyed. Lord have mercy upon the families of the accused and the Meyiwa family.
@hlelombede7619
@hlelombede7619 Жыл бұрын
AM even Afraid to Comment they can jail me
@lindamdlalose6421
@lindamdlalose6421 Жыл бұрын
Ewu!😢 kubuhlungu! Akekho yini umu tu ongasiza? Uma kukhona owazi omunye wamaloya oNtanzi noSibiya, banikwe lokhu esikuzwa kuBhuti Menzisto! Jehovah thelumoya Baba!
@ramaselaviolet2993
@ramaselaviolet2993 Жыл бұрын
Our justice system us a trash 🗑️
@thobilemkhize1069
@thobilemkhize1069 Жыл бұрын
Mmmm ,kwaze kwabhlungu bakithi.
@sethembilenzuza3599
@sethembilenzuza3599 Жыл бұрын
Mmmm Nkosi icala Lembula ingubo lingene Asethembe unkulunkulu uzolenza Icebo Lakhe kujeze abenzi bobubi
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
Basuke beqinisile ngmpela mabe icala libhula ingubo lingen aibo😢😢 kubuhlng kuboshwela into ongayazi Ngavele ngakhumbul esinye sezitori owakhe wazixoxa 😢😢😢
@zintlewinniembiko204
@zintlewinniembiko204 Жыл бұрын
Mfo wethu aish ndinombuzo apho kuwe othi, uLongwe waphusha abahlaseli waphuma wahamba, so why babefonela u Chicco , wayezokwenzani uyise ka Longwe ngoLongwe owashiya isikafula wabaleka, ohwwww abantwana babantu bebotshelwe into engekho kodwa izidalwa zabo zibukele, futhi mna mfowethu ndinethemba ngathi uLongwe angaba wokugcina ukufakaza loya uhlakaniphile uLongwe le abayitsheliwe ukuthi bayicule akazukuyicula uLongwe tuuuuu
@ncamsileportiamamba248
@ncamsileportiamamba248 11 ай бұрын
Nami sengijahile mfethu but I smell an excuse ukuthi use re-herb umfana wami
@sontogumede989
@sontogumede989 Жыл бұрын
Kodwa manganese baboshwe labobhuti ,ngeke bahlaliseke kahle abaka Khumalo ,I South Africa iyanyanya kumanje
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Yebo.
@sfisomncube9141
@sfisomncube9141 Жыл бұрын
Kelly.zandi.mthokozisi.tumelo.langwe thwala.maka kelly.makhelwane.owafika ezo cleaner kuqedwa ubufakazi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Exactly mfwethu.
@boikarabelolekoane4703
@boikarabelolekoane4703 5 ай бұрын
1. Ntanzi lied about his whereabouts ( he said he was at work) but he wasn't. 2. Ntanzi said he was in KZN and his bankstatements don't agree with that. 3. Muzi was arrested in Tembisa on drugs and bullets charges. Muzi is already serving 12 years for attempted murder 4. Accused number 3 is a known hitman and his serving a life sentence. 5. Accused 5 is already serving multiple life sentences. 6. Accused 3 hat deadlocks and the gun that killed senzo was on him. Even his gf testified. 7. Zungu testimony links Accused 4 but i still dont understand how
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 Жыл бұрын
Yazi awuve uyihlaya kodwa umthetho wase SA uyihlaya unjalo nje uyadabukisa kahle kahle laa sebefun noma ubani nje abangamninda ngalelicala agwetshwe kuphele icala ngoba kulokhu kukhulunywa ngalo amaphoyisa nje ahlulekile ilelicala langifik ngixakeke khona noma suveza ubufazi bokuthi wawukuphi ngalolo suku bekushay indiva lokho ayi bandla SA ihlaya nje ayikho lento buka nje lo mjita uveza itatimende zaae bhange still abayingeni akutholakali ukuthi wake waba ne dredi kodwa lutho ukudedelwa yabona nje ukuthi sebefun noma ubani abazomninda agwetshwe liphele icala that it ukuthi nguyee noma akuyise akusakhathalelwe lokho ayi cha Amaphoyisa neyi mantshi eMzansi ayi isimang sodwa nje
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela mfwethu bafuna umuntu abangasulela ngaye.
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 Жыл бұрын
Lindakamkhonto 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭kwanzima khon abakhokheliwe la kwabazomthetho
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Impela we Sihle lokho kucacela noma ubani.
@syabongansele9245
@syabongansele9245 Жыл бұрын
lento eyenzekayo ifana nalenyo kaChiya uMbopha owaboshelwa ukubulala ushabalala.. nalabafwethu baboshelwe into enjalo bekufuneka umunt ozokwesulelwa
@KhanyisileHlatshwayo-eu7xo
@KhanyisileHlatshwayo-eu7xo Жыл бұрын
Indlela amaphoyisa anesihlungu ngayo mayepequlula kini. Ibhadi Jehova mali la li la
@melottyndlovu1181
@melottyndlovu1181 4 ай бұрын
The truth abasendlini babeclenelani endlini if bengelasandla why bathatha long time to go to hospital and even to call ambulance even to call family members choosed to call Chico
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla Жыл бұрын
Ai Usizi 🥺💔... Ibuhlungu. Usizi lodwa
@mzwamadodamzwa1289
@mzwamadodamzwa1289 Жыл бұрын
Bafo is always good and smart 👌🏻.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki Zwa mtakababa, uphile mfwethu🤝🤝🤝
@khulukhumalo4453
@khulukhumalo4453 Жыл бұрын
Sbonge mfoka Menzisto, I still have a problem with so called Senzo's friends if they are indeed hiding something coz they are the ones who can really tell us the truth.This whole thing is confusing coz same Bongani Ntanzi is a Pirates fan n for him to kill his own captain doesn't make sense at kodwa ke just keep up the good work bafo.
@charlessukati4866
@charlessukati4866 Жыл бұрын
Kona mani there's a lot of shenanigans in this case. Too much circus on the court
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x Жыл бұрын
Mmm kazi kuyozala nkomoni..uMdali kphela owaziyo
@sbonisonkambule4259
@sbonisonkambule4259 Жыл бұрын
Cela Kubuza, Sebahlale more than 10 years lama accused. manje mhla bengwentswa. iyabalwa yini leminyaka ye waiting trial.
@mvuyimpithi8648
@mvuyimpithi8648 Жыл бұрын
Menzisto mntakababa,we are here 🤝😎
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Danki mfwethu🤙
@reitumetseoss9772
@reitumetseoss9772 Жыл бұрын
People are heartless out there😭
@mandlacele8627
@mandlacele8627 Жыл бұрын
Hayi boetie, usungena ezintweni ongzazi. You ve indeed much experience ekubeni isiboshwa, kodwa awazi lutho ngokuhlanganiswa kobufakazi.
@makhosinimadinane9182
@makhosinimadinane9182 11 ай бұрын
Lendoda okuthiwa ibinama-dreadlocks uMthobisi Mncube. Ngowakuphi yena? UMthokozisi Thwala utshele inkantolo ukuthi labantu abangena babengakhulumi isiZulu esiqondile, sasemakhaya, KwaZulu.
@makaswemazibuko
@makaswemazibuko Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu💔💔
@princemasango4264
@princemasango4264 Жыл бұрын
That's true bhuti baboshelwe into engekho nje ayikho into ebahlanganisa lokufa kukaSenzo iqiniso liyaziwa nje ukuthu wubani owadubula uSenzo let's hope liyoze livele iqiniso and government must pay to this guys
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ngiyavumelana nawe mina.
@bulihlongwane4893
@bulihlongwane4893 10 ай бұрын
Police once arrested my brother ..he was at work when crime as committed. Uma sibuza wenzeni umngane athi bathe akhiphe bonke abangani bakhe.
@siyabongangxitho8455
@siyabongangxitho8455 Жыл бұрын
Asbonge,Bulubexe ngamanga😂😅 Ipart engibulele leyo.
@user-mv2it7dm3h
@user-mv2it7dm3h Жыл бұрын
Ngenelela nkocy jesu 🙏
@osiniqt3957
@osiniqt3957 Жыл бұрын
Cebekhulu ngyabonga 🤝 amanga ayiqiniso until kuvele iqiniso nalo elingaba amanga nalo... justice system ifana nomoya wona oya nangakuphi...
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo nje nkunzi yami.
@mbuyihlophe4884
@mbuyihlophe4884 11 ай бұрын
Pho makuthiwa wayefonelana no Kelly khumalo ngayizolo ntanzi bazana kanjani
@user-zo5qq3gt4v
@user-zo5qq3gt4v 5 ай бұрын
Kudlaliwe ngathi
@mongezloui1875
@mongezloui1875 Жыл бұрын
We know who killed Senzo the country knows, some people are powerful and untouchable
@mduduzipooe9619
@mduduzipooe9619 10 ай бұрын
Is it that girl Kelly?
@mduduzikhumalo5363
@mduduzikhumalo5363 Жыл бұрын
Wena wasetsheni, ibuhlungu lento esiyibona kulelicala ngoba noma sasingekho kwenzeka, futhi kulukhuni ukubaphikela, kodwa sekuyinjwayelo ukuthi eSouth Africa uma ungeyena umuntu odla izambane lika mpondo uphume phambili ecaleni. Futhike okunye, enkantolo ugwetshwa ngokuthi ubani othule icala nobufakazi kwezwakala, hhayi ngokweqiniso
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kunjalo nje Mtungwa mfwethu ay eMzansi kunzima bafwethu.
@siphiwengwenya1606
@siphiwengwenya1606 10 ай бұрын
Bafoe mina ngisamile umuntu owabulala usenzo wayesendlini.yishwa ngempela
@valentinezulu8018
@valentinezulu8018 Жыл бұрын
Ngempela bona banawo amacala abawenzayo futh asebewajezela kodwa ingane zabantu azingagcotshwa ngodaka lwakakhumalo...abakwakhumalo abakhulume nje ukuth kwenzakalan not lononsense esiwubukiswayo😢
@brianmaphosa960
@brianmaphosa960 Жыл бұрын
Mina am in pain of Ntanzi he has never committed crime.
@makhosinimadinane9182
@makhosinimadinane9182 11 ай бұрын
The police say he made a confession before a judge with his lawyer present.
@fikilemmakhumalo136
@fikilemmakhumalo136 Жыл бұрын
💔💔💔Yaze yabuhlungu lendaba,ngibheka ubuhlungu obuzwiwa umndeni kaSenzo,ngapha umndeni wabasolwa osusokola isidingo singekho,abakwaKhumalo bona impilo yabo ihamba kahle akushintshanga lutho 🤷only God knows bhuti eish thanks for clarifying this case🙏🙏
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Eish kunzima kulemindeni asethembe iqiniso lizophuma khona lemindeni izothola nokuthobeka ezinhliziyweni zawo.
@phumzilegumbi205
@phumzilegumbi205 10 ай бұрын
Ndodana ye drug dealer is untouchable, kunemali ekhaya, the system is manipulated kalula kanjalo, but God is God, He sits on His throne, zisazokhala in Jesus name🎉
@constancedube9525
@constancedube9525 11 ай бұрын
So painful only God knows i feel bad for innocent people have mercy God
@katenokulungagabayi8912
@katenokulungagabayi8912 Жыл бұрын
😢😢😢😢
@mongezloui1875
@mongezloui1875 Жыл бұрын
A lot of big guys are involved in cover up this a dirty country
@BuyisileZondi
@BuyisileZondi Жыл бұрын
Ama private investigator awabizi kangako ukthola Muntu owabulàla meyiwa
@nkululekozulu6998
@nkululekozulu6998 Жыл бұрын
Nsele kaLindamkhonto. Ave ingijabulisa indlela osebenzisa ngayo ukuceba kolimi lwakithi! Uyabona uma usuthi 'wakhathala waba udaka' ngivele ngikhumbule ekhaya. Ngiziqhenye kolimi lwakithi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Ngiyabonga Zulu, phela ulimi lwethu ave kumnandi kakhulu👌
@ayandazulu8014
@ayandazulu8014 Жыл бұрын
Umndeni ka Senzo kumele ngabe kade bathakatha labantu
@VusiBhekani-xh1xh
@VusiBhekani-xh1xh Жыл бұрын
Kelly uyalazi iqiniso ngisasho namanje msakazi Kelly uyalazi iqiniso
@tandybrockett1308
@tandybrockett1308 Жыл бұрын
Cha uyayichaza lendaba bhuti izingane zabantu zagela ejele ngecala abangalenzanga special bongani ntanzi
@ntokozongema3647
@ntokozongema3647 Жыл бұрын
ngeke ngibasola uma bephuma bese bayabulala okwangempela
@musamkhize9328
@musamkhize9328 Жыл бұрын
Ayasukelana special uma ekhokheliwe .
@njongomgxulwa1821
@njongomgxulwa1821 Жыл бұрын
I think government should install cameras yonke south Africa kuzobokhona bufakazi bana comera everywhere
@lucaskhumalo6422
@lucaskhumalo6422 Жыл бұрын
Its simply biza abebekhona endlini and deal with them kuyekwe abantu ebabengekho abazi lutho bakhokhelwe
@NkosinathiShongwe-yu3lc
@NkosinathiShongwe-yu3lc 7 ай бұрын
Amanga ngiyakuzwa mnaka 😂
@smangelezungu6852
@smangelezungu6852 Жыл бұрын
Iqiso lihle amaphoyisa awazi ltho bakwethu awahambe kufakwe amasosho amaphoyisa ayikho Indaba yawo
@lungilemotubatse8491
@lungilemotubatse8491 10 ай бұрын
Heyyyyy inzima lendaba
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 Жыл бұрын
Eish Lena ekaMeyiwa ishayisa uvalo
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Kakhulu sisi Nonhle😥
@xoliswamteshane5351
@xoliswamteshane5351 Жыл бұрын
UNkulunkulu akavikele isizwe sethu ngoba labantwana ababoshwa mihla le bengenze lutho ikusasa lezwe lethu leli😭😭
@TransformationLive1
@TransformationLive1 Жыл бұрын
Amen🙌 sisi ngivumelana nawe ikusasa lalezingane liyalimala kakhulu.
@Meths69
@Meths69 10 ай бұрын
Mthobisi Mncube is the one who had a Rasta hairstyle and not Muzi Sibiya.
@ntutuzelodaniso4531
@ntutuzelodaniso4531 Жыл бұрын
inzima le case maan ayisombululeki🥲🥲
@beltarngwenya
@beltarngwenya 7 ай бұрын
how can you do this to other people they must suffer for someone's doing 's? how can they sleep knowing that what they saying it is not true,
THE BOYS WHO GOT ARRESTED FOR LIFE IN PRISON FOR THE DEATH OF THEIR PARENTS
12:17
Senzo Meyiwa murder trial continues
2:26:31
eNCA
Рет қаралды 42 М.
Spot The Fake Animal For $10,000
00:40
MrBeast
Рет қаралды 170 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #comedy
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 21 МЛН
Best KFC Homemade For My Son #cooking #shorts
00:58
BANKII
Рет қаралды 64 МЛН
NKOSINATHI CHIYA VS DEATH SENTENCE
20:01
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 66 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 147 М.
PAINFUL STORY OF DLADLA|| UNLAWFUL ARRESTED
31:00
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
HOW NKOSI GOT ARRESTED| VERY PAINFUL STORY
23:07
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 115 М.
Senzo Meyiwa Murder Trial: Suspects
20:18
MC Menzisto Media
Рет қаралды 47 М.
Ayanda Msweli Foundation | KZN Isizinda Sezinkabi | Inkabi Episode Two
1:25:17
President replies to Budget Vote debate in parliament
37:40
SABC News
Рет қаралды 37 М.
Judge Tintswalo Makhubele's hearing
3:55:55
SABC News
Рет қаралды 4,1 М.
MONEY HEIST| HOW ISAAC GOT ARRESTED
31:19
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 211 М.
Spot The Fake Animal For $10,000
00:40
MrBeast
Рет қаралды 170 МЛН