U mfundisi u Shozi ukhuluma into aphinde azidede yena...uthe u shembe ngu nkulunkulu waphinda wazwakala esethi...Nkosi sicela uphakamise igama lo Nyazi emhlabeni...umbuzo wami uthi kanti umfundisi becela kuyiphi I nkosi manje
Lento oyishoyo ayi wakhi ungqondo ngoba sizwe ngaye u Shozi ukuthi kusenguye u Bhombela u Nyazi 5 kwaze kwafakaza ukhehla lathi nguye ngisho ukuhlabelela....mengizozwa uma uthi u mfundisi mebika ku Jehova umdali wezulu no mhlaba owabiza u Babamkhulu e Nhlangakazi wamnika isilo.mina sengifuna ukuzwa lobu nkulunkulu bo nyazi ukuthi mumikanjani ngoba kuyavela ukuthi naye uyacela ku Jehova