Sibi isimo eShallcross KwaZulu Natal

  Рет қаралды 50,381

SABC Izindaba

SABC Izindaba

Күн бұрын

Sixwayisa ababukeli bethu abanezinhliziyo ezisheshe zizwele ngokuqukelwe udaba olulandelayo.
Sishubile isimo eShallcross eThekwini. Lokhu kulandela ukudutshulwa kubulawe osolwa ngokuba umgulukudu endaweni. Kubikwa ukuthi umphakathi uzithungathele abasolwa ababili wababamba wabanquma maqede wabangqongqisa ngomlilo emva kokuthi indodakazi kamufi ihlabe umkhosi ngokubulawa kwakhe.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.

Пікірлер: 17
@vusumuzimchunu292
@vusumuzimchunu292 3 жыл бұрын
Well done community
@sontomtolo473
@sontomtolo473 3 жыл бұрын
I love this community maan!✊✊Well done guys.
@olwethumanqele6050
@olwethumanqele6050 3 жыл бұрын
It's mean you support drag bcs the person who was killed was I big drag dealer
@thulaniskinmdluli350
@thulaniskinmdluli350 3 жыл бұрын
Good job to the community coz lamaphoyisa wethi bayahlangana nezigilamkhuba babodwa abakhenze imali an laba bayazana nezigebengu ingakho muntu eboshwa manje aphuma kusasa kuthini kuwe sumbona ehla enyuka umuntu ebulale umfowenu.. Kuhle umphakathi uzibambele mathupha uzilungisele isimo
@did.it.myself9022
@did.it.myself9022 3 жыл бұрын
Wagcwele ukudlala lamaphoyisa, inja mayihlinzwe njengeMbuzi kunyiwe once
@zulukingdomandthezulunatio9131
@zulukingdomandthezulunatio9131 3 жыл бұрын
If you all know this is a drug dealer who have killed many people around dbn
@did.it.myself9022
@did.it.myself9022 3 жыл бұрын
@@zulukingdomandthezulunatio9131 Makafe naye vele, ngeke sicabangele abantu abangaphili nangesintu phela.
@tatane3243
@tatane3243 3 жыл бұрын
Bheki Cele please stop arresting drunkards and start arresting real criminals.
@garnetcebekhulu9077
@garnetcebekhulu9077 3 жыл бұрын
undertaker cele
@mbulelosiyabonga7184
@mbulelosiyabonga7184 3 жыл бұрын
Yessssssss!
@nomzamojele8289
@nomzamojele8289 3 жыл бұрын
🤝🤝🤝 so proud
@bulelanimavundla5036
@bulelanimavundla5036 3 жыл бұрын
Mnx idrug dealer alife mnx y le community idom so?
@rikeshramautar5914
@rikeshramautar5914 3 жыл бұрын
Is that E30 for sale? just asking
@lydiamotseoa2182
@lydiamotseoa2182 3 жыл бұрын
😰😰😰😰
@nkosingiphilecele5744
@nkosingiphilecele5744 3 жыл бұрын
Yazi lendawo amaphoyisa ayazi vele ukuty kudayiswa ama drugs so manje iyiphi into azoyenza uma sekuvulwa idokodo Yekani ukuba amaphoyisa niphinde futhi nifuna ukwenza izinto ezi wrong 🤮😰
Izindaba zesiZulu @19H00 l  07 August 2024
22:22
SABC Izindaba
Рет қаралды 10 М.
MacPherson: construction mafias 'funding' some parties
28:15
Newzroom Afrika
Рет қаралды 129 М.
Useful gadget for styling hair 🤩💖 #gadgets #hairstyle
00:20
FLIP FLOP Hacks
Рет қаралды 11 МЛН
Schoolboy - Часть 2
00:12
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 9 МЛН
ЧУТЬ НЕ УТОНУЛ #shorts
00:27
Паша Осадчий
Рет қаралды 10 МЛН
Izindaba zesiZulu @13H00 l  07 August 2024
23:03
SABC Izindaba
Рет қаралды 24 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ugwetshwe odilika jele abane
1:44
SABC Izindaba
Рет қаралды 48 М.
Ingozi enyantisa igazi KwaZulu Natal
1:48
SABC Izindaba
Рет қаралды 60 М.
UK riots: 400 arrested amid far-right violence and clashes with police
42:28
Rioters attack hotel housing asylum seekers amid far-right violence
13:39
Channel 4 News
Рет қаралды 1,4 МЛН
ATM welcomes Adetshina finding
8:47
Newzroom Afrika
Рет қаралды 10 М.
Useful gadget for styling hair 🤩💖 #gadgets #hairstyle
00:20
FLIP FLOP Hacks
Рет қаралды 11 МЛН