No video

SIKHIPHA IZIMFIHLO | Kwaboshwa umuntu ngecala elenziwa imina | S1-EP171

  Рет қаралды 50,535

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Ай бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession

Пікірлер: 593
@SiphakamisileKhoza
@SiphakamisileKhoza Ай бұрын
Igazi Lo muntu liyakhuluma Nkosi yami
@mathafenincube4422
@mathafenincube4422 Ай бұрын
Sbonga ispoki esenza ubulungiswa khona uSbali ezophuma ejele
@SiphakamisileKhoza
@SiphakamisileKhoza Ай бұрын
Nihleze nikhuluma ngo part 2 kodwa angikhumbuli ngisho ngibona oyedwa😢😢
@sindisiwenyaba1888
@sindisiwenyaba1888 Ай бұрын
Nam akaze ngabona labo part 2
@sarahthato8445
@sarahthato8445 Ай бұрын
True we always looking for it😢
@lukhelesamukelo
@lukhelesamukelo Ай бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma
@DimphoDuma
@DimphoDuma Ай бұрын
Kwaze kwakubi bo
@muchmuleya9651
@muchmuleya9651 Ай бұрын
Kumele ahlwule before Aya ejele usbali uya vuka kuye
@AnnoyedBubbleTea-br7qi
@AnnoyedBubbleTea-br7qi 7 күн бұрын
Molwen cc
@nkosidelisile8565
@nkosidelisile8565 Ай бұрын
ukuba umufi akapoki ebezoyveza yini imfihlo umbuzo umile🙄🙄
@sinothandombalentle1843
@sinothandombalentle1843 Ай бұрын
Ebengeke ayiveze
@muchmuleya9651
@muchmuleya9651 Ай бұрын
Ngihlala ngikuza njalo abantu ubulala umntu nje ngembuzi
@londiwezondi619
@londiwezondi619 Ай бұрын
Mamello inkinga akabuzi imbuzo ebalulekile
@chrismeister6498
@chrismeister6498 Ай бұрын
Ingiyamazi unjalo noma uyasaba asazi but asithi usafunda
@bathandwandongeni8764
@bathandwandongeni8764 Ай бұрын
Njengomuphi umbuzo cc
@prettyndlovu9951
@prettyndlovu9951 Ай бұрын
Nokuthi mefika umufi uthini kuye ayi
@nomachanganamajamela6962
@nomachanganamajamela6962 Ай бұрын
True ayi, Mina uyangi frustrater shame.
@nomachanganamajamela6962
@nomachanganamajamela6962 Ай бұрын
​@@bathandwandongeni8764nje ngokuthi isigameko senzeka ngawuphi unyaka, how long has been sbale in jail.
@SibongileEuniceMabele
@SibongileEuniceMabele Ай бұрын
Mtitinye spoki,ukuba Zonke zenzenje ngabe sinokuthula ezweni.Up the Spoki😂😂😂😂😂
@lindanihlatshwayo220
@lindanihlatshwayo220 Ай бұрын
buka ithanga lika Sisi 😊 Nkosi yam 😊🙌🙌
@DavieGWTs
@DavieGWTs Ай бұрын
😂
@tsietsitlake2016
@tsietsitlake2016 Ай бұрын
Le ndoda iyisgebengu ngoba if wasn't because of the fighting spirit of the deceased he wouldn't have confessed. He's evil and cruel. He deserves to rot in jail. Eish Mamello ❤❤❤umuhle mtwana
@muchmuleya9651
@muchmuleya9651 Ай бұрын
He must go to the deceased family and confess first then pay all the demages he caused because running to jail is not gonna help ijele the deceased will go after him their he will suffer more
@alidasaunderson7056
@alidasaunderson7056 Ай бұрын
Mamello ngyakuthanda ngithanda indlela osheshe wakhula ngayo kulendima yokuba umsakazi imbuzo yakho syabonga qhubeka ukhule syakuthanda cc🎉❤😊
@sindiswazulu7355
@sindiswazulu7355 Ай бұрын
Ntlantlo awusambuzi nokuthi wathola malini esembulele yamqhuba isikhathi esingakanani lomali, usbari usedontse iminyaka emingaki
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v Ай бұрын
For sure wathola I 5000 lena babeyoyi withdrawer😢
@user-ut5kf8jq1k
@user-ut5kf8jq1k Ай бұрын
Lomntu wayekhiphe R5000 ku Atm
@sindiswazulu7355
@sindiswazulu7355 Ай бұрын
Kodwa angithi wayikhipha baqhubeka bayophuza okungenzeka wathola esethola noma u4000,lo owamkhiphisa isdumbu
@simangelemtsolo5089
@simangelemtsolo5089 29 күн бұрын
Ishlungu esingaka mara imagine wahlala ubhuti wabantu ejele ngenxa yakho awunalo uzwelo
@mphopakisi8716
@mphopakisi8716 Ай бұрын
Mamellow ambhuzi lutho lo guy wathola Malini ephakhethin emaphushen umfi ufika athini
@snenhlahlankwanyana9550
@snenhlahlankwanyana9550 26 күн бұрын
Ayyy u gherl(mamello) uyahluleka ukbuza umunt imibuzo😢😢ayyy wehlule
@user-pq3mm7gp3g
@user-pq3mm7gp3g Ай бұрын
ABUTI ke leboga pelo yagago gore o bolele nnete God bless you Amen
@sjrampengsjhancee7779
@sjrampengsjhancee7779 Ай бұрын
God bless but you must go and do your time in jail
@monwabisitekete6190
@monwabisitekete6190 Ай бұрын
Monna enwa o pelo e telele
@MbuyiseniKubheka
@MbuyiseniKubheka Ай бұрын
Wena ucabanga ukth umufi bengeke abuye yn ekbeni wamubulalela mali yakhe nawe ifah isoh ngeso umsho impilo kasbari wakho unjalo udla nodade wabo bhusende ubulala umuntu wayekuphuzisa lomuntu waye usizo kubo cz besebenza ayy wena awxoleleki yabheda velr ubulawe ijele ngekr likusize
@nompumelelomkhonza3383
@nompumelelomkhonza3383 Ай бұрын
MaZondi, your job is great khohlwa abagxeki bohlelo as if they are perfect. Keep doing your wonderful job. There is nothing wrong ngawe. Phela abanye sebebona I ground la. Great day to you my sister ❤
@user-qf2mc2ft4n
@user-qf2mc2ft4n Ай бұрын
Ayikho into ongasizwa ngayo la hamba nje uye👮uyojeza ngobunja bakho
@muchmuleya9651
@muchmuleya9651 Ай бұрын
Kuyafana nje umntu ofile mavhuka even nase jele uzomvhukela kumele ahlwule kumndeni womufu
@nomachanganamajamela6962
@nomachanganamajamela6962 Ай бұрын
Mamellow must learn to ask questions, how long have been sbali in jail, does baby mama know uphila ngokubamba inkunzi na? Don't leave us hanging tuu ayi. Ask questions please.
@user-mj4og8vy7u
@user-mj4og8vy7u Ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu nkosiyami lendoda ikhulunyiswa ukuthi umufi uyabuya ukube akabuyi ubengeke aliveze iqiniso.Ngidabukela ubhuti osehlale isikhathi esingaka ejele engenacala
@zandiledube9235
@zandiledube9235 Ай бұрын
Umona isifo sezinja kodwa bhuti wawungaze umbulale umuntu nje ngomona wokuthi unemali uqoke kahle eyi nkosi waze wayekela usatane akusebenzise kabi kodwa sibonga umufi ukuthi azilwele kuwe kuthiwa igazi lomuntu liyakhuluma sengiyakholwa
@sibongilenkosi3394
@sibongilenkosi3394 Ай бұрын
Namuhla ngifunde isifundo ngomuntu
@sjrampengsjhancee7779
@sjrampengsjhancee7779 Ай бұрын
This 1 must go to do his time in JAIL, period!
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza Ай бұрын
CABANGANJE AYY
@Lelomzimela
@Lelomzimela Ай бұрын
Skhohlakali sendoda ubolile sham uphuziswe mahhala usubulala umuntu unjalo nje uyigwala doti
@ChristinaMabona
@ChristinaMabona Ай бұрын
Sale ubuya Jesu kunzima emhlabeni
@Mahle-fe4xe
@Mahle-fe4xe Ай бұрын
We missing out nje kuloludaba mamellow akabuzi imibuzo ajule ngendaba like umufi mayefika kubhuti ufika amenzeni njengoba eseze weza la coz ubeqale wathula nendaba ubhuti
@hloniphilemtshauli4929
@hloniphilemtshauli4929 Ай бұрын
Nami bengiwufisa uphendulwe lowombuzo
@slindilemahlobo5934
@slindilemahlobo5934 Ай бұрын
True shame angikho happy ngemibuzo eshodayo bandla
@hloniphilemtshauli4929
@hloniphilemtshauli4929 Ай бұрын
Even nokuthi usehlale Iminyaka emingaki ejele lowaboshwa
@Mahle-fe4xe
@Mahle-fe4xe Ай бұрын
@@hloniphilemtshauli4929 exactly konke nje lokho it's missing
@portiaroye4410
@portiaroye4410 Ай бұрын
Even sele efona yho uphele u 2 minutes esisho into eyodwa
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 Ай бұрын
Umufi wazwafeleManyaleni Ngenxa yotshwala ekhipha o5k ingakho ngibqalekisa utshwala ngyabnyanya
@NqobileNothando-jd1iz
@NqobileNothando-jd1iz Ай бұрын
Nawe presenter awuyufaki imbuzo like into eyenzeka Nini usbary usehlale imyak emingak wathi esembulel wathol Malin ay Cha presenter awqeqeshekil njr
@BongzaMaphalala-wu6vy
@BongzaMaphalala-wu6vy Ай бұрын
Kumele abuze nokuthi njengoba umufi ebuya kuye ubuya uthini
@phindilenqoko7551
@phindilenqoko7551 Ай бұрын
Ngath uyenqena nje kwakubuza nje ​@@BongzaMaphalala-wu6vy
@mabuthoshangase3467
@mabuthoshangase3467 Ай бұрын
angimzwanga ebuza nokuthi umufi wawubani wakuphi family age etc.
@busiswamnyandu9050
@busiswamnyandu9050 Ай бұрын
Hhaibo iyasaba ingane yabantu
@nontobekogumede5705
@nontobekogumede5705 Ай бұрын
Eyiii nami miningi imibuzo engisafuna ukuyizwa kubhutu....
@user-bn8vi4dp6x
@user-bn8vi4dp6x Ай бұрын
Ngihlale ngisho ngith umthetho angiwuthemb, buka nje umuntu ongalenzanga icala ujezela into engekho
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 Ай бұрын
Mmmmmmm kwanzima emhlabeni yooooo😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@sibahlezulu6109
@sibahlezulu6109 Ай бұрын
Nonhlanhlacc please funda ukubuza imibuzo e right, uzifake ezicathulweni zethu singababukeli, njengokuthi ubuya kanjani umufi? Ngoba esefuna ukuboshwa nje. Uzobe ungajaji kodwa ubuza ngoba umuntu ulapho ngesizathu
@siziphiwemdwayi8983
@siziphiwemdwayi8983 Ай бұрын
Usambiza ngo Sbali isonakali esinje😢😢😢
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya Ай бұрын
Ubulungiswa buyokukhulula mfowethu, ibuhlungu lendaba ,
@samuzwane9481
@samuzwane9481 Ай бұрын
Blaqlife scela niyokhipha loya muntu ongenacala udonsayo ejele kungene lo owumbulali
@nokwazihlela
@nokwazihlela Ай бұрын
Syacela🙏
@nokwandalawula
@nokwandalawula Ай бұрын
Hambe jele nyokandini ka sathane kuphume longena cala
@radebeeuginia7823
@radebeeuginia7823 Ай бұрын
Into engiyithandayo ngespokwe ukuthi siyayazi address
@JillTate-im9uk
@JillTate-im9uk Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@ThandolwenkosiDonga
@ThandolwenkosiDonga Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂Asilahleki
@NomfundoQwabe-sk1bz
@NomfundoQwabe-sk1bz Ай бұрын
😂😂😂😂
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 Ай бұрын
😂😂😂😂
@VelileCynthia
@VelileCynthia Ай бұрын
Uright akupokele ngoba unosathane doti, ubunja lobu
@user-fq2ep6by4i
@user-fq2ep6by4i Ай бұрын
Wena ufuna ukuphepha wabulala umuntu ngesihlungu
@mathafenincube4422
@mathafenincube4422 Ай бұрын
Efel'imali yakhe ayisebenzela kanzim 😢 ngenxa yomuntu onomhobholo 🤔
@sthembisonkabinde294
@sthembisonkabinde294 Ай бұрын
Bonke bafika lana bezoveza izimfihlo ngoba sebexakwa izipok
@sinothandombalentle1843
@sinothandombalentle1843 Ай бұрын
Uqinisile
@ruthgumbi5448
@ruthgumbi5448 Ай бұрын
kunjlo asati lababulala Senzo yena kaba hluphiyini/
@mavisradebe5334
@mavisradebe5334 Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@alidasaunderson7056
@alidasaunderson7056 Ай бұрын
😂😂ngempela shuthi ukube abapoki ngabe abezi 😢😊
@mbongisenidladla265
@mbongisenidladla265 Ай бұрын
kunjalo nje cha kunzima bandla
@mattamlamula7235
@mattamlamula7235 Ай бұрын
Awzenazo sbali 😮
@Sjadu71
@Sjadu71 Ай бұрын
Shem singafane sihlekise ngoku kuba ulinganisa uTufuza kodwa torhwana ubuhlungu lomfo and wotukile awu madoda yebo siyahleka asihleki iphephise lendoda
@NelisiweSikhakhane-xk6ok
@NelisiweSikhakhane-xk6ok Ай бұрын
hamba yejele wena khipha u sbari ejele wena doti winja ngempela wena bhuti ukhohlakele bhuti
@user-tg5ig8qb5q
@user-tg5ig8qb5q Ай бұрын
😅
@muchmuleya9651
@muchmuleya9651 Ай бұрын
Ukhohlakele lo
@sizwesphah
@sizwesphah Ай бұрын
Straight to jele 🤞🤔👍👍👍👍
@SbusisiweKhumalo-qp9qs
@SbusisiweKhumalo-qp9qs Ай бұрын
Uyanyanyisa
@smashingkidnews1506
@smashingkidnews1506 Ай бұрын
Losisi akabuzi imibuzo ngenje Stufuza uvele aphole. Nami ngingalubamba kagcono le show uma bengangika ithuba. Mazondi awuzame ukubuza imibuzo bo uyalwehlisa loluhlelo.😮
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 Ай бұрын
Ungidina lapho mazondi
@yolandatatase2928
@yolandatatase2928 Ай бұрын
Wothukile umazondi.
@MabongiMajola
@MabongiMajola Ай бұрын
Unomhobholo..uyinja .hamba uyojeza ukhiphe usbali ejele.awucabange uzophuma engesenamsebenzi.bulala umuntu esekuphuzisile .kwaze kwabhlungu
@amb549
@amb549 Ай бұрын
Yhu khohlakele lobhuti shem 😢. Makabanjwe
@nomalangazondo435
@nomalangazondo435 Ай бұрын
I" BLACK DOOR ' izokuncedisa 😂😂😂😂
@fisanizondi951
@fisanizondi951 Ай бұрын
Umuntu uyakukhululekela wena umcabangela ushidi, kwase ksele malin uze umbulalele into yakhe angathi ungafela phakathi mbulali siyabonga ukpoka kwakhe good spoki irevenge uyaydinga
@siyabongawonder649
@siyabongawonder649 Ай бұрын
Sisi imbuzo yakho yashoda ama questions amaningi ongawabuzanga esdinga ukuwazi
@NtsoakiMokoteli
@NtsoakiMokoteli Ай бұрын
Ekare aka o pokela leha o so ntsole tronkong o pelo e mpe,just imagine abuty oa batho a ts'oeroeng ka nthoe sieo😭
@SanelisiweDube-lp4ns
@SanelisiweDube-lp4ns Ай бұрын
Uphi u Stufuza ebezobuza ukuthi uthin umufi ma efika kuwe izanazo😂😂
@aziziphonako2792
@aziziphonako2792 Ай бұрын
Nyani mahn Stufuza ngeyesibuzele imibuze eRelevant apha
@NosithembisoNdlovu
@NosithembisoNdlovu 29 күн бұрын
Yaz nje yabhora lo umane akhulume into ende ocingwen engeka mniki umnikaz wendaba
@bhekisisadhladhla9620
@bhekisisadhladhla9620 Ай бұрын
Wenja🐕‍🦺 Wenja🐕‍🦺 Wenja🐕‍🦺
@dinnydee7576
@dinnydee7576 Ай бұрын
Mamellow is sooo uncomfortable shem, 😖😖 if she had a choice she could have run out 😂😂😂
@busiswamnyandu9050
@busiswamnyandu9050 Ай бұрын
😂😂😂
@thuly462
@thuly462 Ай бұрын
hhawu intebhlungu kangaka umunt agwetshelwe into angayazi😮😮😮😢
@MpumiShongwe-xc2pq
@MpumiShongwe-xc2pq Ай бұрын
Thanks isipoko bengeke u confess skhohlakali hamba uyobhadla ejele
@user-tn2xv5ep2j
@user-tn2xv5ep2j Ай бұрын
'BLACK DOOR; 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@gugugugu7837
@gugugugu7837 Ай бұрын
Kunzima asidlali ispoki 😢useze unamalimu
@busisiwevictoria610
@busisiwevictoria610 Ай бұрын
Ay 😂😂😂😂black door
@nompilopmabaso1218
@nompilopmabaso1218 Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@nosisamohlakore5455
@nosisamohlakore5455 Ай бұрын
The host should be asking the guy how long has his sbali been to prison.
@user-pm5ol8pn4n
@user-pm5ol8pn4n Ай бұрын
Umona ifa lezinja awuna dankie umdala kangaka yhoooh 😢
@zengezile
@zengezile Ай бұрын
Ey kunzima kubhuti sekuze kucabangeka nabo back door, kyenyukela 😂😂😂😂😂
@nomvatokatywa622
@nomvatokatywa622 Ай бұрын
😂😂ama backdoor wangempela..but ngumbulali lobhuti
@ZandileNyaba
@ZandileNyaba Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@PhumlaphiMhlanga
@PhumlaphiMhlanga Ай бұрын
Uyinja wena mgulukudu ungabulala umuntu ekuphuzisile umona awukhokheli kuzomele ujeze uyinja uhlukanisa umuntu nomndeni wakhe wamubulala umubulalela imali yakhe bangakhi owababulala ngoba uthi uphila ngabo ubugebengu akakukhame ufe nawe lobhuti owamubulala noma akupokele nasemini Mgodoyi
@fikilemmakhumalo136
@fikilemmakhumalo136 Ай бұрын
Ubulala umuntu ngenxa yomona Ayibo indoda enomona pho nkosyami 😭😭🙆🏽,kodwa futhi uyalesaba ijele shame ukhona ukube ubungaklinywa ngabe asikuzwanga lokhu
@user-yl3lg5fk8f
@user-yl3lg5fk8f Ай бұрын
We need part 2 Stufuzzah and nice questions,,nonhlanhla awukwazi kubuza imibuzo,,woza Stufuzzah to your sit
@pheonabuthelezi8092
@pheonabuthelezi8092 Ай бұрын
Liyaphuma uqale niso mase usupokelwa good
@user-lk2xf3ht6t
@user-lk2xf3ht6t Ай бұрын
Le presenter ayikho serious ngokubuza
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 Ай бұрын
Hayii sbali,hamba uye ejele.bazo vuya abayebafelwa.kanti uyigwala sbali.kodwa siyabonga
@BabakaSphe
@BabakaSphe Ай бұрын
😭😭😭😭 esssh kubuhlungu
@PiyarilalMarty
@PiyarilalMarty Ай бұрын
I like the way Sbali omncani ekhuluma ngayo
@user-me3rw9nd1o
@user-me3rw9nd1o 15 күн бұрын
Uxolo mamelo❤ hlala kakuhe love hay kabi
@user-ur1gg7qb9d
@user-ur1gg7qb9d Ай бұрын
Yaze yabuhlungu Indaba 💔 Eyi miningi imibuzo esalayo la sengathi ingakhula presenter nomsebenzi
@user-rx7ew9bz5e
@user-rx7ew9bz5e Ай бұрын
Sibonge umndeni womufi uhlakaniphile sengathi nasejele angakuklinya umufi unomona
@achumiletsele8859
@achumiletsele8859 Ай бұрын
Ngase ndibone part 2
@NellyChishava
@NellyChishava Ай бұрын
Hlala kahle mamellow 🤣 why uphamisa imilenze
@SlindoNtshangase
@SlindoNtshangase Ай бұрын
Akasabuzi nokuthi umpokela wenzan 😢yoooh Mammelo yabhora xem
@dinnydee7576
@dinnydee7576 Ай бұрын
Yes bro, black door neeh😂😂😂😂
@thokozilemanana6161
@thokozilemanana6161 Ай бұрын
Wenja uyalayeka upokelwe ubulele ingane yabantu ingenze lutho. Ukuboshwa kwakho ngeke kumfuse lomtwana webantu. Mbungulu ndini eliphila ngamandla wabantu.
@AllenKhumalo-mf1sm
@AllenKhumalo-mf1sm 15 күн бұрын
Nice Tatu my ❤❤❤
@HlangananiHlela-bu3hw
@HlangananiHlela-bu3hw Ай бұрын
Ubolile doti winja hambuyoboshwa sathane
@BongiweNyawose
@BongiweNyawose Ай бұрын
Siyacela Bo Baba ningadlwenguli izingane no sister amehlo enu if ebona umuntu wesifanzane abuka amathanga ayeee bafoweth 😌 one Africa one love brothers and sisters
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Ай бұрын
Kona awuhleli kahle njengentombazana imilenze fanele ivaleke noma gqoka ibhulukwe cc😊😊
@LuthandoMthembu-d5t
@LuthandoMthembu-d5t Ай бұрын
Ayibo usbari akajeze sbari
@maureenndlovu7915
@maureenndlovu7915 Ай бұрын
Noma ungaya ejele usazokupokela lomuntu, but it's a step, hamba uyoxolisa kumndeni
@buzwethompson7892
@buzwethompson7892 Ай бұрын
Yhoooo my brother i think blaqlife makakukhaphe uyozxela kwiFamily
@yolandantabeni6988
@yolandantabeni6988 Ай бұрын
Hamba uyojeza wenja ukhohlakele wena
@user-re7oq7vl6u
@user-re7oq7vl6u Ай бұрын
Waze wanonya bhuti isihlungu esingaka lobhuti yena sekane criminal record ngenxa yakho nangento angayenzenga umcabangela kanjani kodwa
@ThembinkosiThembinkosi-uv1no
@ThembinkosiThembinkosi-uv1no Ай бұрын
Cabanga leyonhliziyo ebuhlungu hlale jele ngenzanga lutho
@Turftech-xt4rt
@Turftech-xt4rt Ай бұрын
Thanga la mamellow nkosi yam❤
@ThobekaManewe
@ThobekaManewe Ай бұрын
Kuhlekwa noma kubuhlungu "Black Door"😂, angeke😂😂.
@LungileThandeka-lj2fm
@LungileThandeka-lj2fm Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@paballomasooa8521
@paballomasooa8521 Ай бұрын
You’re doing a great job, sis.❤️Your approach in this situation was very considerate and professional.
@Mygabikhumalo
@Mygabikhumalo Ай бұрын
USbali ukhuluma kamnandi masekathi “awuze nazo sbali”😂
@AnnoyedBubbleTea-br7qi
@AnnoyedBubbleTea-br7qi 7 күн бұрын
😂iza nazo sbali..
@khulekane
@khulekane Ай бұрын
uSbari omncane uyazwakala efonini ukuthi uthanda izindaba
@PortiaMahlaba-ys5mz
@PortiaMahlaba-ys5mz Ай бұрын
Uyinja i wish ungafela e jele sis
@user-wg8ch2jh6z
@user-wg8ch2jh6z Ай бұрын
YhooYhooo hayi kunzima emZantsi Africa bayaphela
@user-iu8lg9zl3b
@user-iu8lg9zl3b Ай бұрын
Hawu uyislwane somuntu ukuba wayazi sbari ngabe wazijanmbulela nomnganakhe akshiye phansi ubolile awanelanga senibusise kangako omonye umntwana wamshiyisa umndeni wakhe ngenxa yomona hamba uyoboshwa uyinuku😢
@nontobekogumede5705
@nontobekogumede5705 Ай бұрын
Indoda yakho cc kacbari inomona isiphuzisiwe kodwa still isafuna more ayiii bengizoyishiya mina ayikabi inobunja isangakwenza nokini makukhona onemali😢😢
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 Ай бұрын
Why ungayanga kozibophisa ,ukuba akakupokeli ngabe usathule🎉
@JabuMbhelePawinski-zg6dv
@JabuMbhelePawinski-zg6dv Ай бұрын
Mmmm Nkosi yami umona nje cabanga ukuthi usbari wayethi uyakusiza niyophuza nijabule 😭😭
@lwazimaqubela7684
@lwazimaqubela7684 Ай бұрын
Usbali wabanjwa ngenxa yakho i m sure kwaphela nomsebenzi hamboth makakhutshwe kungene wena ejele
@nhlakaniphom
@nhlakaniphom Ай бұрын
Uyathenjwa umuntu aze akuthembe ngosisi wakhe, Uyathathwa uyophuziswa for free, ufakwa kwi circle ephilayo wena uveza ubunja bakho yangidina indoda
@leonarddzvongo3575
@leonarddzvongo3575 Ай бұрын
Vala mathanga cc
@ThulaniSikhakhane-sw9bj
@ThulaniSikhakhane-sw9bj Ай бұрын
Hhayi angiyizwa kahle lehlakahlaka
@SoniaSenzanaidoo
@SoniaSenzanaidoo Ай бұрын
Rhaaaaa waze wakhohlakala nanku muntu nkosiyam
@tinahndlovu1942
@tinahndlovu1942 Ай бұрын
Abaningi ba confessor ngoba befuna ukuzikhulula bona ghay ngoba bezisola.
@fikilengidi8191
@fikilengidi8191 Ай бұрын
Lijulile lokudaba kodwa bekudingeka imibuzo. Mingaki iminyaka aseyihlale ejele uSbari. Wathola malini kimufi. Uyazi yini umawengane ukuthi uziphilisa ngobugebengu. Presenter nyusa amasokisi
@AthenkosiMahala
@AthenkosiMahala Ай бұрын
Hayisuka makabuye ustufuza ayikho le Kanontlantla akayikwazi leshow
@IshmaelNjabuloyesizwe
@IshmaelNjabuloyesizwe Ай бұрын
Kancane kancane 😮kuyavela ukungathembakali kwabantu noma ngabe usumenzela ini.
@user-xc2pf5so5k
@user-xc2pf5so5k Ай бұрын
Cha umuhle nkosazana umhlophe kuhle kwehlabathi zolwandle mama usuthathiweni kodwa ❤
@user-pm5ol8pn4n
@user-pm5ol8pn4n Ай бұрын
Uyosithola isono sakho sikulindile ma bukubukundini😢
@VelaphiNkosi-rd1hw
@VelaphiNkosi-rd1hw Ай бұрын
Respect bafo uyindoda mfowethu 🙏 Finally 😢
@SamkelisiweMthembu-do6hf
@SamkelisiweMthembu-do6hf Ай бұрын
Uyindodayani vele isgebengu
@user-id9ni8ik3v
@user-id9ni8ik3v Ай бұрын
Hlala kahle Nonhlahla thina asisalalele sesibuka wena🎉
@EzileChili
@EzileChili Ай бұрын
Chah ayiii unebhokodo yomona shm haaaah ayiii impela nje wawufica usamning ezulwini aiboo wemah😢😢😢😮
@buyisiwekubheka3893
@buyisiwekubheka3893 Ай бұрын
Presenter ayikwazi ukubuza kahle bekumele umbuze nokuthi isipoki sibuya kanjani nanokuthi ubeqala yini ukubulala umuntu ngalo nanokuthi usbari usedonse isikhathi esingakanani ejele
WHY MINA??  EPISODE 12//UBUHLUNGU UMFANA EDLWENGULWA ISTEP MOTHER SAKHE
55:16
ROLLING DOWN
00:20
Natan por Aí
Рет қаралды 5 МЛН
CHOCKY MILK.. 🤣 #shorts
00:20
Savage Vlogs
Рет қаралды 26 МЛН
НРАВИТСЯ ЭТОТ ФОРМАТ??
00:37
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 9 МЛН
Comfortable 🤣 #comedy #funny
00:34
Micky Makeover
Рет қаралды 15 МЛН
Umkhokha: The Curse Today 14 August 2024 Full Episode
23:42
BOBO Cartoons Animals
Рет қаралды 5 М.
Gqeberha: The Empire Today 14 August 2024 Full Episode
24:51
BOBO Cartoons Animals
Рет қаралды 3,3 М.
My Brother's Keeper Today 14 August 2024 Full Episode
24:22
BOBO Cartoons Animals
Рет қаралды 9 М.
ROLLING DOWN
00:20
Natan por Aí
Рет қаралды 5 МЛН