uKhehlelezi ekhuluma iNkulumo ebucayi ngo Ramaphosa lakade esèka Khona inkulumo kaJacob Zyma yayzolo

  Рет қаралды 16,750

Radio iNkezo ZA

Radio iNkezo ZA

28 күн бұрын

Пікірлер: 185
@SnothandoSnoh
@SnothandoSnoh 27 күн бұрын
Mmmmm wayibeka Dr khehlelezi thina singama MK amahle sizoqhubeka nokuba umkhonto wesizwe noba kunje
@mdumisenipatric5171
@mdumisenipatric5171 26 күн бұрын
MK is very strong , powerful one who does nt see will see.
@timothybuthelezi-bn6cy
@timothybuthelezi-bn6cy 27 күн бұрын
Sizoyiphatha I south Africa MA. Mkay
@madlalanhlanhlo645
@madlalanhlanhlo645 26 күн бұрын
Syabonga ngeUpdate nokuzikhandla kwakho🙌🖤💚 uJehova cela anifihle......besesiphatheke kabi kakhulu ...i am not into politics but iMK ingenze ngajabula as umuntu omusha ngakhumbula 1994...I was young but leyanjabulo ngisayikhumbula...Siyanicela MaMK ....sidinga nina eKZN🖤💚
@NopumeleloTlharipe
@NopumeleloTlharipe 26 күн бұрын
Khehpe i voted for MK here in klerksdorp in North west and my children for MK you in Gauteng .
@Thandiwe-ys3ez
@Thandiwe-ys3ez 25 күн бұрын
Amandla akube njalo izinja azilumane Zodwa thina asngeni ndawo phansi imimoya 💪💪💪💪💪💪
@preciouslungilesimelane2133
@preciouslungilesimelane2133 26 күн бұрын
syabonga ntangayethu ukusi update cishe safa isifo senhliziyo ngalento eyenzekayo ezweni angiy ndawo ngimile ngyi Mk party 💚💚💚🖤🖤🖤angiyi ndawo woo woo woo
@user-ce4dm8wy2u
@user-ce4dm8wy2u 26 күн бұрын
Phansi ngoRamza phansi, Viva MK Vivaaa
@user-ek5oj2ys2q
@user-ek5oj2ys2q 27 күн бұрын
Imisebenzi yakho emihle ngiyibone ningalali nidela amakhaya nilungisa e Orlando Stadium nisilungisela ukugcwala komkhonto wesizwe ❤❤❤❤❤ sinishayela ihlombe❤❤❤❤❤❤
@octobermatfonsi
@octobermatfonsi 26 күн бұрын
Ngiyayitsandza MK
@EvellinahMthethwa
@EvellinahMthethwa 25 күн бұрын
wakhulumaKhelezi onezindlebe uzwile
@Cynthia-ry4vq
@Cynthia-ry4vq 26 күн бұрын
Kulungile Mkhulu cyakuzwa kodwa kogcina iMK 🤞
@hendrynkosi8595
@hendrynkosi8595 27 күн бұрын
Viva MK masihlangane bakhikithi u rama dollars usi dayisile u fanelwe utshenthi ama senti
@BongiweGladysNkosi
@BongiweGladysNkosi 26 күн бұрын
Wow khehlezi❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@LindiweNgubane-hg9qx
@LindiweNgubane-hg9qx 25 күн бұрын
Wasiqinisa idolo khehlalami syabonga❤❤❤❤❤
@Phila-zd3ps
@Phila-zd3ps 26 күн бұрын
Eish dr khehlelezi angifuni ukungasho 😢😢Imimoya iphukile ngempela ngize ngakhala izinyembezi 😭😭😭😭😭Kodwa sizoyithanda njalo imk❤❤❤ Ma mk ngicela nibukele ivedio ka xolile mgambi no bulelani ncuka yoooh bamuhlukumezile ubaba sekuyazwela ngempela soneni
@saniamashaba2313
@saniamashaba2313 26 күн бұрын
Ukhalelani wena sdomu
@zandysishwili
@zandysishwili 27 күн бұрын
Siyabonga dr khehlelezo
@MaqhamukaMsholozi-lm5ux
@MaqhamukaMsholozi-lm5ux 25 күн бұрын
Mara vele Rama ayi. EFF, MKP are coming from ANC. These three were supposed to made coalition.Simply.
@mandlenkosimbhense8511
@mandlenkosimbhense8511 17 күн бұрын
Ukhulumile khehla,viva MK viva💚🖤💚🖤💚🖤💚
@gcinazondi2427
@gcinazondi2427 24 күн бұрын
Asibonge baba ngamazwi akho anobuchule sizodlula lesisitsha phezu kwethu. BABA Msholozi is a born leader kuvunywe ngisho emazulwini zizojika izinto umhlaba lo uyahlaba asithuleni sibuke okwamanje kodwa ngeke kuphele kahle.
@user-ly1vk7ld8u
@user-ly1vk7ld8u 25 күн бұрын
President Zuma told us his going to deal with them step by step. Take it easy guys
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 27 күн бұрын
Kunjalo nje mfwethu lamasela asazonya
@user-jo3cb9wr1y
@user-jo3cb9wr1y 25 күн бұрын
Ndumandumane yaduma ezizweni Dr Khehlelezi💪🏻💪🏻💪🏻
@SibongileMchunu-jw7ck
@SibongileMchunu-jw7ck 27 күн бұрын
Siyabonga Khehlelezi Nathi sibuhlungu nge KZN ukuthi iphathwe iqembu elingavotelwanga Izinja zikhonkotha imoto ehambayo
@sbusisolawrence3553
@sbusisolawrence3553 26 күн бұрын
Udoti weqembu Uyawazi umgodi onganukwanja Into nje eyandisa is also ku ballot paper
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 25 күн бұрын
Well said
@jurymabaso4678
@jurymabaso4678 25 күн бұрын
Zikhonkotha imoto ehambayo 😂😂😂
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 25 күн бұрын
Siyabo ga khehla ume njalo ungadikibaliswa zinkulumo mkhulu umenjalo
@NomvuyoMagini
@NomvuyoMagini 26 күн бұрын
Hawu kodw sesivote kangaka bantu uqinisile Khehle kodwa kuzolunga uma sithandaza
@PhindiweMathebula
@PhindiweMathebula 12 күн бұрын
Hi,well done ,good advice, proposed position very very good. Viva mk Viva # msholozi
@ThulisileSikhakhane-ij4uv
@ThulisileSikhakhane-ij4uv 23 күн бұрын
Sbonga ukuth usubuyise ithemba Dokotela viva MK viva❤
@zandingubane9146
@zandingubane9146 27 күн бұрын
Siyabonga baba izeluleko onendlebe akezwe
@sghlophe6839
@sghlophe6839 25 күн бұрын
Asbingelele DR k nembala iqiniso lelo onezindlebe zokuzwa makezwe bakithi
@ThandekaKhumalo-dk5pk
@ThandekaKhumalo-dk5pk 26 күн бұрын
Sihamba ne MK Thina ukunye sokubona ngedlela
@SibongileMchunu-jw7ck
@SibongileMchunu-jw7ck 27 күн бұрын
Siyabonga Khehlelezi Nge Update We will patiently wait for the law to take its course 🙏🙏🙏
@EllenZodwaDube
@EllenZodwaDube 25 күн бұрын
Viva Mkhonto Alluta Continua gwaza Mkhonto Gauteng eKurhuleni Tembisa phambili Msholozi phambili God him protect him and bless him Amen to God be the Glory siyabonga Nxamalala ukusikhulula mayibuye Africa 💚🖤💚🖤
@mapianohlongwane6077
@mapianohlongwane6077 21 күн бұрын
I salute you my brother. Thank you for opening our eyes and educating the black nation .
@Phila-zd3ps
@Phila-zd3ps 26 күн бұрын
siyabonga dr khehlelezi sekuzokhanya manje buka lo iec wenzeni ngezinumber😢😢😮😮😮😮
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi 25 күн бұрын
Lihambile izwe lakity💔💔
@MfundoNgomane-wk5yp
@MfundoNgomane-wk5yp 17 күн бұрын
Morning khehlelezi.ucinisile.nami.ngishonjalo.kwabusa.labamhlophe.isouth africa isenkigeni .live litobuyela emuva.bantfulabamnyama.batogcilateka njengakucala.❤❤❤❤
@mandlamfanuzile7849
@mandlamfanuzile7849 26 күн бұрын
Thanks mkhulu wam
@user-vp7cc3jn7g
@user-vp7cc3jn7g 25 күн бұрын
😂🤣aunty wami mbhalula 😂aunty mba🤣😂🤣sisazoba nabafundis babelungu bodwa 🤣😂🤣😂🤣🤣yazi kodwa uqinsile dr ❤
@ntombifuthimthabela5670
@ntombifuthimthabela5670 27 күн бұрын
😂😂😂 kodwa nkosiyami Khehlelezi Waze wacela
@Phila-zd3ps
@Phila-zd3ps 26 күн бұрын
Asihlanganeni bantu bakithi licishe lahamba izwe lethu ngempela singavumini😢😢😢
@EvellinahMthethwa
@EvellinahMthethwa 25 күн бұрын
SybongDrKhelezi phansingokhalekhul
@Thandiwe-ys3ez
@Thandiwe-ys3ez 25 күн бұрын
Wangikhumbuza lentombazane yakwaMazibuko eyayingezwa lutho ngoZuma ikuDA iphi namhlanje ayaziwa noma isaphila emhlabeni aydlali iDA aw
@BongiDlamini-ji3uj
@BongiDlamini-ji3uj 26 күн бұрын
Kodwa khehlelezi okwekhala elikhulu hawe uesdina uramaposa uyezwa ikewu nje ramaposa hamba suka endlelen kunini udlala ngabantu kwacovide yabulala abathadwa bethu ivelaphi sendoda ebolile Wena uyaz suka unesdina khehla
@ZweliLukhele
@ZweliLukhele 21 күн бұрын
❤ Babawethu lompholofithi othi ufuna ubaba uZuma mbukeni ngeso lokhozi kungenzeka nguye othengiwe Macabane
@user-rr5pq1rn3y
@user-rr5pq1rn3y 22 күн бұрын
Siyabonga mkhulu amazwi akho ayiqiniso siyayithanda ngeke sisuke kwiMkP sihleli asiyindawo samamk sofela khna sybonga mkhulu jikijela mkhonto jikijela ✊🏿
@user-ek5oj2ys2q
@user-ek5oj2ys2q 27 күн бұрын
Wayibeka DR
@ZandileMasondo-fs7hb
@ZandileMasondo-fs7hb 18 күн бұрын
Siyabonga doctor Khehlelezi
@SboMokoena-lo3xt
@SboMokoena-lo3xt 27 күн бұрын
Kodwa kufanele kuqiniswe abantu idolo ngoba iMKP isazowina. Akubekezelwe nje.
@PhilisiweMnyandu
@PhilisiweMnyandu 24 күн бұрын
Zona izinkantolo zangaphandle ngeke yini kodwa zithengeke lomvenda wekhala ufumbathiswe imali eningi uyogwaza but we trust God 😢
@user-rz7ep2zh6v
@user-rz7ep2zh6v 22 күн бұрын
Siyabonga sithule nje silinde usuku
@NeliswaMatsenjwa
@NeliswaMatsenjwa 24 күн бұрын
Siya vuma siyi Swaziland 💪💪
@nhlanhlamnisi9950
@nhlanhlamnisi9950 26 күн бұрын
Please khehlelezi kube Nisebenzel inkosi ngabe kunokuthula
@user-qf2mc2ft4n
@user-qf2mc2ft4n 27 күн бұрын
😂uant Fikile Mbalula🙆😂🤣
@JosephNgikhokhele
@JosephNgikhokhele 26 күн бұрын
Ey sonke amakhanda ngathi ahlukene nesdumbu angikaze ngizitshele ukuthi kuyoke kwenzeke into enjena
@bonginkosisandile9675
@bonginkosisandile9675 24 күн бұрын
Zuma owenze lento
@thandodada7068
@thandodada7068 13 күн бұрын
Kanjani ?​@@bonginkosisandile9675
@sghlophe6839
@sghlophe6839 25 күн бұрын
Batshele DR k balizi iqiniso kuthi yini
@PhilisiweMnyandu
@PhilisiweMnyandu 24 күн бұрын
Hawu selihambile mkhulu uramaposa usidayisile ndodana konakele nje ,ey kodwa ianc yayimkhethe kanjani lomvenda onakele kanjena hawu ngokhohlwa ngifile 😢
@surviverboy8612
@surviverboy8612 26 күн бұрын
Eyyyy this people calling me right an left kanti your president akakhulumi
@user-bd2gf9gd3s
@user-bd2gf9gd3s 25 күн бұрын
Dr khehlelezi we 19 gone we left 3 day for ramaphosa
@SizeniRuth
@SizeniRuth 23 күн бұрын
Siyabonga ukuthola incazelo
@AnthonyObiefua-ro7cz
@AnthonyObiefua-ro7cz 8 күн бұрын
I've been laughing but ushilo Dr Khehlelezi 😂😂😂
@chrismazibuko2740
@chrismazibuko2740 26 күн бұрын
DA izobajaha isazobafaka emacaleni ibakhiphe eyikhudleni kusale bona
@noonhlanhlauke4488
@noonhlanhlauke4488 23 күн бұрын
Nawe wlakho ikhala likhulu nje ukubiza umuntu ngesici sake ngeke kushitshe lutho kahle kahle wonke umuntu unesici sake ubukhuluma kahle but calling names is another non no ipolitiki inhle uma uneqiniso I so wish uNkulunkulu umdali waZulu enze umusa kube nokuthula bonke abaprofetha okubi ngezwe lethu badumale , ,uma iMK ifonywe because of ukuzonda uRamaphosa ngeke iphumelele uNkulunkulu uzomprotecta akwazi ukuhola izwe kubo bonke wonke umuntu manje usazi ipolitiki usengumhlaziyi God we trust you ngezwe lethu konke kuzohamba kahle❤
@NokubongaMbelu
@NokubongaMbelu 24 күн бұрын
Syabonga mkhulu amazwi akho
@SindiZanele
@SindiZanele 25 күн бұрын
Siyabonga nge update Kona sibuhlungu kakhulu ngathi sifelwe angifuni ukungasho
@NtombiMzobe-dk1hk
@NtombiMzobe-dk1hk 25 күн бұрын
Hayi onezindlebe uzwile siyabadinga abantu abanjengawe ezweni lakithi abamela iqiniso kudliwa noma kulanjiwe. Phambili Khehlelezi usilaphe emzimbbeni nasemqondweni
@SizeniRuth
@SizeniRuth 23 күн бұрын
Siyabonga kakhulu
@BongiweHadebe-bl8xb
@BongiweHadebe-bl8xb 21 күн бұрын
Siphakamisa ukubonga ngokwakha isizwe Nami ngisho njalo uma singakhipha urama singahlangana nabakagogo vele singabandawonye as long kuzoba ubaba upresident noma ke omunye wethu Mk
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 27 күн бұрын
WAYIBEKA KHEHLELEZI KWACHITHEKA IGAZI KULELIZWE BABONILE KURAMAPHOSA IZWE LISESIHLAHLENI IFP LISESIHLAHLENI
@AyandaNgcobo-re8ji
@AyandaNgcobo-re8ji 23 күн бұрын
Ngempela Abantu abamunyam abahleli kwi DA benzan
@user-yh9eo2dv2y
@user-yh9eo2dv2y 13 күн бұрын
Wayibeka Dr Khehlezi❤
@user-ek3ko4xr4c
@user-ek3ko4xr4c 21 күн бұрын
❤1❤ tanx mkhulu
@shonganilimako4912
@shonganilimako4912 25 күн бұрын
Viva mk elihle dr
@BongiweGladysNkosi
@BongiweGladysNkosi 26 күн бұрын
Lake m.k kufundiwe mntanami khehlezi,sizolalela ,ayihlalephansi,ibambumthetho.akahambe.😂😂😂😂😂😂😂😂
@promisedlamini6015
@promisedlamini6015 23 күн бұрын
That's true Dr Khehleleza uyabona u Ramaphosa ulihambisile lizwe le South Africa .Uma uMadiba uyabona impela uyakhala loku okwenziwe u Ramaphosa.And la kwafa Bantu bafela izwe kumabhunu manje Ramaphosa sewenza lomsangano loo.Ramaphosa Yenza into e right pls.
@Thandiwe-ys3ez
@Thandiwe-ys3ez 25 күн бұрын
Ingoba beza ngezisu zabo bakhohliwe yithi thina slinde uNhlamulo noMsholozi baphethwe ubuxoki
@thembidaniels6038
@thembidaniels6038 24 күн бұрын
Cha bengilalele inkulumo kodwa ngigcine sengihleka😂😂😂😂😂😂😂😂😂hahaha
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 21 күн бұрын
Dokotela singama Mk siqondekahle ukuthi ukuthi umkhonto uzosifaka ekhenani, power to ma Mk amahle💪mayibuye
@vusikhumalo5728
@vusikhumalo5728 24 күн бұрын
Angikhohlwa empilweni yami ngicabanga ukuthi lobaba ukholiwe . Till this day ngimbona kwezopolotiki ngabona ukuthi kugangwa ngathi la . Imali edlala ekhanda lalomuntu . Nalesilungu esincaane angiboni ungangena ephalamende noma uyathanda
@JosephNgikhokhele
@JosephNgikhokhele 26 күн бұрын
😂😂😂😂😂😂ewu awumncenge mhlawumbe uzukuzwa wena sesihlulekile thina 😅😅😅
@LindokuhleMalinga-jk8kv
@LindokuhleMalinga-jk8kv 21 күн бұрын
asibonge DR khehlelezi amazwi akho asho kukhulu kithi thina ma mk konke okushili ngifisa engathi singawalandela amazwi owashilo ngoba khona lapho azosakho khona
@velilenatashia8959
@velilenatashia8959 27 күн бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😅😅😅😅yooo uyahlekisa mkhulu
@sakhilegumbi3236
@sakhilegumbi3236 25 күн бұрын
We miss the remix of apartheid
@AyandaNgcobo-re8ji
@AyandaNgcobo-re8ji 23 күн бұрын
Kodwa mkhulu ngoba ngigcine nizwana no Ngizwe Mchunu ibingekho indlela yokumukhuza kulento yokujikela u baba Zuma
@user-br3jq1jj8y
@user-br3jq1jj8y 17 күн бұрын
U Ramaphosa wayevele ethunyelwe abelungu thina salithoka kanzima lelizwe kwachitheka igazi kwalahleka izimpilo zabantu abelungu balithathe ngemaliqha😢😢😢😢bagcwaliswa izisuzabo
@GuguNtshingila-qx9iw
@GuguNtshingila-qx9iw 26 күн бұрын
Qinisile Bhuti wami inkosi ayislonde sibabone bekhishwa abangani babo abakhulu ida yenza ngathi iyabathanda kanti ayisfuni nabo aYIBAFUNI, iDA AYIKAZE IMTHANDE UMUNTU OMNYAMA IYABA USER
@beebee2409
@beebee2409 12 күн бұрын
He is not waching , he is listening to you.
@samkelozungu3263
@samkelozungu3263 24 күн бұрын
Ngigcine umkhulu usendumbeni uphezu kwakhe uRama so kuhambe njani
@user-vl4zy4fm6x
@user-vl4zy4fm6x 27 күн бұрын
Plz amacommander awaqhubeke nokunxenxa abantu
@dumsanivilakazi3938
@dumsanivilakazi3938 25 күн бұрын
Dr please niyasidukisa because sisebenza kubo labelungu eningabafuni senze njani manje nawe ugibela izimoto ezize nabo labelungu uma nithi asithatheni izwe simple thing asibatsheleli babuyele la babuya khona simple and uZuma akanaqiniso nina niyeke uANC but yena uthi akayi ndawo.......
@mluembambo675
@mluembambo675 25 күн бұрын
awu kanti awazi ukubuya kwezwe ukuthi kuchaza ukuthini?ukuchazi ukuxoshwa kwezinhlanga kuchaza ukuthi musani ukuqhoqhobela into ekungasiyo yenu ekbeni ninamazwe enu qha buyisana ukungokwethu bese senza uhwebo bangaqhubeka babekhona namatoho abo nibasebenzele kodwa nomtomnyama mefuna ukusetshenzelwa kunalelya percent ekungafikwa kulona abantu abamnyama ekmele badedelwe bazmele coz sebeyakwazi ukuzimela inkinga nabanamandla bayacindezeleka coz kmele babe i few as if sisa slowly like way back slavery even ama slves were not dom
@velishezi7089
@velishezi7089 24 күн бұрын
It's politics and in politics you can't swim against the tide...siyokhuluma kuze kubuye uJesu!
@SbongileNgcobo-mw6gh
@SbongileNgcobo-mw6gh 24 күн бұрын
Wakhuluma nganeyami ngiyethemba bayezwa ukulwa ngeke kusize kondwa siyawafuna amavot ethu boke Laba anabulala izwe inyembezi zethu ziwela phezulu kwenu zizonjika izinto kusemunandi manje kondwa angazi
@user-cs9bw3ns9o
@user-cs9bw3ns9o 24 күн бұрын
Yazi kukhona into abantu abangayazi ihlakaniphile lendoda uZuma usacija imkhonto akathule usazobathola .usabayekile njengoba sebeqalile bekwebhana usazogadla yehlisani imimoya
@JosephNgikhokhele
@JosephNgikhokhele 26 күн бұрын
Ngicabanga ukuthi kudingeka umbize ikhona uzomnika imbiza /umqhume/umncindise /ayi kungancono umenze ugobela ayi uzokumbela imithi
@hlengiwegcwabaza3826
@hlengiwegcwabaza3826 26 күн бұрын
Dr uJehova ukuphathise izinto ezinkulu mntanami, lento oyishoyo injalo nje, lihambile izwe sobona amaningi ama Orania amaningi lapho izimfene zingavunyelwe ukungena khona, *😢 Ramaphosa vele uyazi izinsuku zakhe zibaliwe kwe Satanist yakhe vele ziyabalwa ezabo kwi cult yabo
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 27 күн бұрын
HAWU NIFILE ZINYANGA JOHN WE DA
@Phila-zd3ps
@Phila-zd3ps 26 күн бұрын
Ngiyibonile leyo video yazi
@emilygogo814
@emilygogo814 18 күн бұрын
DA yosidlela izindlu masihluleka ukubhadala irent
@SizeniRuth
@SizeniRuth 23 күн бұрын
💚🖤💚🖤💚🖤💚🖤💚🖤💚🖤💚🖤
@sibusisontombela2280
@sibusisontombela2280 22 күн бұрын
Bashaye ngesichitho
@NkosiphenduleNkasana
@NkosiphenduleNkasana 24 күн бұрын
klk sijikelww ngubaba kuqala simthanda njengaba voti be ANC sisafuni kwanto sihlanganisa naye
КАК ДУМАЕТЕ КТО ВЫЙГРАЕТ😂
00:29
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 1 МЛН
A clash of kindness and indifference #shorts
00:17
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 54 МЛН
Journalists’ Hangout || 11-07-2024
54:10
TVC News Nigeria
Рет қаралды 16 М.
Journalists’ Hangout: 09-07-2024
55:57
TVC News Nigeria
Рет қаралды 13 М.
Journalists’ Hangout: 08-07-2024
51:23
TVC News Nigeria
Рет қаралды 13 М.
Supreme Court Affirms LG Autonomy, Minimum Wage Saga + More | Politics Today
58:00
NATO unter Druck: Wie geeint und stark ist das Bündnis?
42:38
Ist die Ariane-6-Rakete konkurrenzfähig? | DW Nachrichten
16:45
Episode 12 S11 |  Inyanga yeshumi, sihlola ngeshumi
51:20
Munchies and Thoughts
Рет қаралды 10 М.
В НЕЕ ЧТО, МОЛНИЯ ПОПАЛА? 😂😂😂😂
0:56
СЕМЬЯ СТАРОВОЙТОВЫХ 💖 Starovoitov.family
Рет қаралды 4,7 МЛН
САМЫЙ ЖАРКИЙ ШТАТ (@therealoscarmendez - TT)
0:23
В ТРЕНДЕ
Рет қаралды 21 МЛН
Не плавайте тут! 🏊🚫
0:24
Взрывная История
Рет қаралды 4,2 МЛН