No video

UKUZALWA WEMBETHE

  Рет қаралды 21,709

Sbani Sama Thongo

Sbani Sama Thongo

Күн бұрын

#INGUBO #INHLANHLA #UKUZALWA
Ukuzalwa wembethe, ukulungisa inhlanhla, inhlanhla, yembula ingubo yakho, mbula ingubo, isipho esithile, iziphiwo umuntu aphiwe zona ngabakubo noMvelinqngi, kulungiswa kanjani, amaphupho.

Пікірлер: 65
@KholiswaMjaleni-hl4xc
@KholiswaMjaleni-hl4xc Жыл бұрын
Thokoza mntumkhulu Kathi uphupha uselwandle uhleli phezu kokhuko uthwele ilaphu elibomvu
@njongonji1733
@njongonji1733 Жыл бұрын
Elephant what what 😂😂🙌.. Asbonge Mkhulu 🤲🙏
@asandekaaba3599
@asandekaaba3599 2 жыл бұрын
Dumela Mkhulu, Powerful message, work and reap the rewards
@zaneledlamini1343
@zaneledlamini1343 3 жыл бұрын
Ave ngikuthanda!!! Khanya Sbani ukhanye umhlaba wonke, sikhanyelwe nathi👏👏Thokoza mtomdala.
@ntandomsmapots3536
@ntandomsmapots3536 2 жыл бұрын
Nkomose Gubane♥️😍
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 жыл бұрын
Sbonge mtwana wamanzi ngyakuzwa mina futhi ngikuzwa kahle kakhulu
@nonhlanhlamdlalose2099
@nonhlanhlamdlalose2099 2 жыл бұрын
Siyabonga Nkomose 🙏👌👏
@tandiwekeswa9798
@tandiwekeswa9798 3 жыл бұрын
Amen sbani samathong uphil njal nje mkhulu uqhubek nezincazel osinikez zon syabong kakhul mkhulu
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Siyabonga mntwana wamanzi
@nomfundomazondi2493
@nomfundomazondi2493 2 жыл бұрын
Amen mntomdal ngicela ukubuza ukthi uma uphupha uhlezi phezu kwento esathuna ukhala ephusheni but mawuphapha uyakhal okwangempela okunye ngicela ncazelo uma uphupha imali eyama phepha unikwa muntu wakini ophilayo athi ekugcineni ubusisiwe ngixolise ukuba mude Amen mntomdal 🤝
@mbongenimazibuko7800
@mbongenimazibuko7800 Жыл бұрын
Thokoza amile ngumuntu ozalwe ngembethe kodwa mama useyenze kaningi abantu abasoke bengenze bavele babhede omunye wafika nentombi walala nayo khona ekhaya kumahje angazi
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Ukuphi ngokuhlala siksize
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 3 жыл бұрын
AMEN MKULU MEHLUKO PHAKATI KOMUNTU OZALWAEMBETHE NOMBETHWE NONQWAMBILE
@smangasmesihle3301
@smangasmesihle3301 3 жыл бұрын
Sekukaningi kuchazwa ngomuntu ozalwe embethe anoke nichaze kabanzi ngezimpawu zomuntu owembethe njengokuthi iziphi izinto ezenziwa umuntu owazalwa embethe ngifuna laba abathi bazalwa bembethe bangichazele nami ngazalwa ngembethe kodwa azange ngatshelwa yinyanga noma isangoma ngatshelwa ugogo nomah angishoke ukuthi laba abatshelwe izangoma nezinyanga kofanele bangakholwa cha
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Ngizowukhipha part wezimpawu zokuzalwa wembethe
@wonderfulnature806
@wonderfulnature806 3 жыл бұрын
Cha asibonge khehla ushaye khona.
@ntombikayisemagagula877
@ntombikayisemagagula877 2 жыл бұрын
Ngiyeza mina. Mkhulu on Thursday
@ntombikayisemagagula877
@ntombikayisemagagula877 2 жыл бұрын
Amen mkhulu
@bonginkosiinnocentmpanza3852
@bonginkosiinnocentmpanza3852 3 жыл бұрын
👏👏👏
@KholiswaMjaleni-hl4xc
@KholiswaMjaleni-hl4xc Жыл бұрын
Thokoza mntumkhulu Kathi uphupha uselwandle uhleli phezu kokhuko uthwele ilaphu elibomvu 16:04
@leseditshele2673
@leseditshele2673 3 жыл бұрын
Sbani samathongo, besicela part 2 lapho ozosichazela kabanzi ngezinhlobo zokuzalwa wembethe, i veil, ukunqwamba njalo njalo. Nokuthi kubaluleke ngani wazi ukuthi ingubo oyivulayo iphethe msebenzi muni. Ngicela Sbani samathongo uchaze kabanzi ngokuthi uma uthola ukuthi uliwele(triplets) kuchazan. Ngyabonga
@lindiwesimelane1821
@lindiwesimelane1821 Жыл бұрын
Zikimi Zonke lezimpawu Oh Nkosi Ngiyamukela bakwethu.Ngizophahla bazongiphendula ngyathemba
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Kuzobanjalo
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 жыл бұрын
Sbani Samathongo, mina ngicela ukubuza kudala ngihamba bengitshela ukuthi nginenhlanhla enkulu namandla amakhulu ngoba nawe imbala wake wakufakaza loko ngokungihlaziyela amaphupho, amaphupho amanzi, iziziba ezinkulu,ngihamba ezintabeni, ngiphupha ngindiza, umbuzo wami omkhulu ukuthi uma wazalwa nenhlanhla yakho uyibuyisa kanjani ngoba ngake ngavuka ngelinye ilanga ngigcatshiwe.
@thokozanizwane6170
@thokozanizwane6170 2 жыл бұрын
Hamba uye kocela kuShembe akubonise ukuthi kmele wenzenjani uyinikelele lento embengeni ucele ukuthi uvezelwe ukuthi ungaylungisa kanjani,uzobona kuzovezwa
@nomfundomazondi2493
@nomfundomazondi2493 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela sbani samathomga ngicela ukubuza ukthi uma uphupha ugqokiswa izingubo skirt neyembe eliblue noku yellow like isembatho sabathandazi but kulelo phupho ubuze ukthi yamfishane pho baphendule bathi iyona eright lena ngibonge mntomdal usazophendul👏
@nokuthulacythia418
@nokuthulacythia418 2 жыл бұрын
Ngyaphupha kakhulu amanzi mkhulu nosaziwayo
@Kenzo_x
@Kenzo_x 3 жыл бұрын
Hhinini hhanana 😂😂😂😂😂😂
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
😃
@sindokubheka5753
@sindokubheka5753 2 жыл бұрын
Thokoza Mina ngizokwembula ingubo but ngiphupha kuthiwa sengikwenzile
@yollandahmagubane3938
@yollandahmagubane3938 3 жыл бұрын
Niyaphila kodwa Msuthu.. kkkk eye elephant 🐘😅🤣
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Nkomose
@yollandahmagubane3938
@yollandahmagubane3938 3 жыл бұрын
Nhlunemhlophe... Malinga owalinga izintaba zaganana🙏🏻👏💯💯
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 3 жыл бұрын
Dumeeeeeeela
@joelsmoyo6080
@joelsmoyo6080 3 жыл бұрын
Mkhulu uyilungisa njani ingubo if bayintshontsha
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Ngembuzi
@ntombikayisemagagula877
@ntombikayisemagagula877 2 жыл бұрын
Mmmh
@bhekiphetha3458
@bhekiphetha3458 3 жыл бұрын
Nazoke mfoka nkomose
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 2 жыл бұрын
ngicela kubuza Sbani samathongo uyakhona kuthi umsize umuntu ongekho e kzn mine ngise mpumalanga
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Siyakhona ukumsiza impela
@thabanimaluleka451
@thabanimaluleka451 3 жыл бұрын
cha sbani ngiyindoda kodwa ngyakuthanda we mf2 uchaza kamnandi
@ayeshacuppingtherapy1565
@ayeshacuppingtherapy1565 3 жыл бұрын
Ngibingelele.yaz ngiqala ukbona ama video's akho but sengathi ngeke ngabona phambilini angaz kuphi kanjani.anyway mina umawam uthi ngazalwa ngimbhethe but angkaze ngimbule ingubo.nginazo iynhlanhla but kuyabonakala kuthi ngabe ngikude ngempilo but kbuye kbambeke.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Kmele uylungise
@sandilephumlanimkhwanazi4738
@sandilephumlanimkhwanazi4738 2 жыл бұрын
I have all those signs how can i do cause am broke
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 3 жыл бұрын
Mkhulu, being born wrapped with an umbilical cord is that regarded as 'ukuzalwa webethe' or is it something different from that?
@sondiyamedia8979
@sondiyamedia8979 Жыл бұрын
Being born uzelwe,you are covered by a thin veil layer and it can fit into your hand after removing it.its very small
@nokubongazungu2005
@nokubongazungu2005 3 жыл бұрын
Nayike ingubo usuyimbulile kuhambe kahle, manje uyenzani? Uyishisa kanjani?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Uyifaka empephweni
@nokwazikhumalo2017
@nokwazikhumalo2017 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela,ngicela ukubuza kuyenzeka yini ingubo uyimbulele esgodlweni somuntu okumbulelayo?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Cha akfanele
@thabanimaluleka451
@thabanimaluleka451 3 жыл бұрын
uyinkunzi ngisho uchaza yazi uyazizwa and usho nqoh okuyiko inkosi ayikuphilise ngcela ukubuza iphupho nkosi?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Ungalibuza
@thabanimaluleka451
@thabanimaluleka451 3 жыл бұрын
ngyabonga Nkomose yimi lo obenze ivoice note wathi ucela ngikubhalele kona lithe kuba kide cz lifaka namanye engsengawa phupha ngcela kuzwa ngawe sengiwuthumele uwhatsapp
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 3 жыл бұрын
Sawubona Nkomose, cela ukubuza uyakwazi noma uvumelekile ukwenza umsebenzi wokumbula ingubo Uma Kini kusakhona umsebenzi noma imsebenzi ebalulekile ekumele yenziwe njengo kufaka nokugeza abantu abadala Kini? Noma kuqalwa ngemsebenzi yasekhaya Nah?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Uyakwazi
@sizwemaluleka6994
@sizwemaluleka6994 3 жыл бұрын
Utholakala kuphi Sbani Samathongo?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Ngtholakala eClermont ngolwesine nangesonto kphela
@audreytaylor4766
@audreytaylor4766 3 жыл бұрын
Uma ungenawo umsamo wenzela kuphi ?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Ungenawo umsam kanjan?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
Kuyenzeka yini umuntu embathe kabili?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
Ei mina Nkomose angisazi,iyabatshazwa impela inhlanhla enginayo,sengembula kwaze kwaba kabili,kwabuye kwathiwa ubuwele bam buza muva ngoba nginemimoya nginabantu abadala ngadla igobongo lemimoya kuthiwa sihlukanisa lemimoya nobuwele kuze kungabi nombango phekwami.kodwa angisboni shintsho nje kimi.ngaphahla lutho impendulo,nginokukhohlwa amaphupho nje
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Kuyenzeka nakathathu futhi
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
@@sybongawiseman7565 kofanele usondele sbonane
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 Ngyezwa Nkomose,cha ngyahlela impela maduzane sizobonana Baba.
@KholiswaMjaleni-hl4xc
@KholiswaMjaleni-hl4xc Жыл бұрын
Thokoza mntumkhulu Kathi uphupha uselwandle uhleli phezu kokhuko uthwele ilaphu elibomvu
UMEHLUKO PHAKATHI KWEDLOZI,ITHONGO,ISITHUNYWA
18:17
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 30 М.
Lehanga 🤣 #comedy #funny
00:31
Micky Makeover
Рет қаралды 30 МЛН
7 Days Stranded In A Cave
17:59
MrBeast
Рет қаралды 83 МЛН
SCHOOLBOY. Последняя часть🤓
00:15
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 13 МЛН
UNGAJAHI UKWEMBULA INGUBO UMA WAZALWA WEMBETHE
11:09
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 22 М.
Ukuzalwa Wembethe - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
9:19
TSOGO TV
Рет қаралды 10 М.
IZIBANI ZOKUPHAHLA NOKUBALULEKA KWAZO
12:18
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 10 М.
UKUHLUSHWA ISILWANE NEZIMPAWU ZASO
17:44
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 22 М.
Isigubhu job description | Gogo Bathini Mbatha TV | Bookings: 0357995703
30:12
Dr. Gogo Bathini Mbatha TV
Рет қаралды 49 М.
YINI EVALA IMPUMELELO
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 13 М.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Gagasi FM
Рет қаралды 74 М.
Lehanga 🤣 #comedy #funny
00:31
Micky Makeover
Рет қаралды 30 МЛН