Umlando ngempi yaseNcome , kuchaza uSomlando Zoza Shongwe

  Рет қаралды 10,904

Kholo Khumalo TV

Kholo Khumalo TV

2 жыл бұрын

Umlando ngempi yaseNcome

Пікірлер: 16
@antoniazungu5206
@antoniazungu5206 2 жыл бұрын
Siyabonga ngomlando walempi, ngicela kewenze ucwaningo ngendaba yomfula wegazi(blood river)sizwa kuthiwa abelungu bathatha izicubu negazi lapho encome river zabantu abansundu. Bakuthatha bayokwenza isivumelwano esaboshwa besebenzisa legazi nezicubu kwambelwa kwenziwa izifungo ezithi lelizwe nomnotho bayakubopha kungaphinde kubuyele kubo. Bathi i(Blood river oath)kuthiwa njalo ngalolusuku kubanezinto abazenzayo ukuvuselela lesivumelwano. Ngezwa futhi ngelinye ilanga ehlelweni lwe TV presenter Aaron Moloisi kukhuluma indiya ngale Bood river oath.
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV 2 жыл бұрын
Kulungile Nyamakayishi sizolwenza ucwaningo Qhawe lakithi
@mahlalekhwenimonsterchanne4127
@mahlalekhwenimonsterchanne4127 2 жыл бұрын
Mntungwa ngicela ukuphuma eceleni, uma sawashaya amabhunu eNcome isiwombe sasoPhathe singasichaza sithini ke ngoba isilo uMbhobhosh'omnyama wayesezama ukuzikhotha amanxeba. uma sawaxosha amabhunu kungani ayakha indlu yesonto yokudumisa unkulunkulu wawo ayemethembise ukuthi ayezomakhela sona uma enikele ezandleni zawo impi kaZulu. uma sasiwashayile kungani Isilo uDinganee sathumela izigijimi ukuba ziyocela ushwele ukuz kusayindwe uxolo. ay ngithanda ukungavumelani noMntimande kulomlando
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV 2 жыл бұрын
Ngikuzwa kahle wena weSilo , ewu umlando ngempi yaseNcome uyindinda kakhulu Qhawe lakithi. Siyabonga kakhulu
@mahlalekhwenimonsterchanne4127
@mahlalekhwenimonsterchanne4127 2 жыл бұрын
Futhi ubufakazi obuningi abuveli kahle noma siwulandela ubuye uduke
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV 2 жыл бұрын
@@mahlalekhwenimonsterchanne4127 Kunjalo wena weSilo 😥
@nhlanhlangcobo1960
@nhlanhlangcobo1960 Жыл бұрын
Siyabonga🙌🏿🙌🏿
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV Жыл бұрын
Mapholoba
@user-uz2sj5tc5p
@user-uz2sj5tc5p Жыл бұрын
Ukunqoba kwamabhunu kuthiwa bacasha ngokubulawa kukubulawa kwaPiet Retief no Geld marits bahlonishwa nge Pietermaritzburg uzulu wasetshenziselwa umthetho wase Europe bathi ukhomanda akabulawa hlunga zulu ibhunu u jacobus Uys sala kulempi wagwazwa yintsizwa ngomknonto undodana waziphosa phezu kwayise bafa😂ngomokhonto😂owodwa
@user-uz2sj5tc5p
@user-uz2sj5tc5p Жыл бұрын
Eqinisweni mina kaNdlela kasompisi iphutha labakhona njenge Sizwe sikazulu kwakufanele kukhuzwe isehlo endlunkulu kazulu ilembe alihambanga kahle uzulu kwakumfanele ukunqotshwa ukumba kweLembe kwakusekusha ejikelwe umndeni loko kukodwa kwaba yichilo isithunzi selembe asihlonishwanga impi yasencome kwase kugadla iLembe uqobo ngokubona kwami okokuqala uxolo malube phakathi kwengonyama iLembe nenkosi uDingaan umhlangana umbopha namabutho adideka ayedinga i cancelling kube sekukhunyelwana umlotha ezonkonjani ngamabutho isizwe sonkana sinikwe ithuba lokolanda imimoya yokhokhobaso Bayethe Zulu eliphezulu
@tshathangobemedia
@tshathangobemedia 2 жыл бұрын
Ngiyadumala Khumalo uma uzodedela abantu abazibiza ngosolwazi bezosiqambela amanga kulenkundla yakho. Ngizwa ngiphoxeka impela bafo ngoba ngiyawazi amava akho kwezomlando wabeNguni. Pho uvumelelani uShongwe ukuba azosenga ezimithiyo emini kwabha ngempi yaseNcome bakithi? Yimaphi lamaZulu ehlula amaBhunu eNcome ngoba phela impi eyayiholwa uNdlela noDambuza yaphela yinhlamvu yaze yagqibuka yabaleka esephelile amaqhawe edutshulwa ngamaBhunu? Niwusontelani umlando madoda njengoba senisethela izinganekwane nje? Yini nifuna simile izimpondo? Njengoba iSilo uDingane saze sabalekela enyakatho nje ngemva kwaleyompi kanti sasibalekelani uma sawehlula amaBhunu? Ingani impi yaseMaqongqo ize iyolwela lapho nje yingoba impi kaDingane yayisuka eNgwavuma nje, konke lokho senikulibele? Leyompi nje yaphuma iSilo sisamthukuthelele kabi uNdlela ngokwehlulwa eNcome! Kodwa nina namuhla seniyakushintsha lokho nithi sawehlula amaBhunu. Yini niyasibhinqa yini wemadoda? Musani ukuganga bafwethu, musani ukuhlanekezela umlando, niyasihlaza kwezinye izizwe!
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV 2 жыл бұрын
Ngikuzwa Ziyane , ngikuzwa kahle wena weSilo. Cha empeleni kimi luncane kakhulu ulwazi enginalo ngempi yaseNcome ingakho ngicele uMadonsela ukuba awulande. Ngicabanga ukuthi naye unayo imithombo yolwazi aphuze kuyo Vilivili. Ngizomthinta azoziphendulela wena weSilo ngaphambi kokuba ngiwususe. Siyaxolisa kakhulu koweSilo nakuZulu wonkana
@zozashongwe5568
@zozashongwe5568 2 жыл бұрын
Khathide, cha akumina engizibiza ngoSolwazi. Ngicela uhlise umoya ungibuze kahle lapho ongaqondi khona. Ngicela sibonane sikhulume kahle umlomo nomlomo kungaba semsakazweni noma ngaphandle komsakazo anginankinga mina. Angithandi ukuklolodelana nomuntu ezinkundleni zokuxhumana.
@gu8302
@gu8302 10 ай бұрын
@@zozashongwe5568 ngifasa ukwazi senahlangana naludingida loludaba ngoba lolmando achazwa lana onokushayisana nami bengazi ukuthi uZulu wahlulwa amabhunu
@mbusodubazane4865
@mbusodubazane4865 Жыл бұрын
Lomlando awuqondile...
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV Жыл бұрын
Ngoba uzwe uNgobe ethi awuqondile ,nawe sewuthi awuqondile? Uqondise phela
Umlando ngo Nongoma
5:23
SABC Izindaba
Рет қаралды 30 М.
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,1 МЛН
Clowns abuse children#Short #Officer Rabbit #angel
00:51
兔子警官
Рет қаралды 79 МЛН
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 15 МЛН
Looks realistic #tiktok
00:22
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 106 МЛН
uMsuzwane
4:07
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 216
Shembe: umlando ka Babamkhulu
23:06
Bonani ProMedia
Рет қаралды 8 М.
iNyosi Buzetsheni Mkhohliseni Mdletshe - Day 1
3:38:10
KwaZulu-Natal Archives: Oral History Unit
Рет қаралды 73 М.
Umlando wenkosi uMpande kaSenzangakhona
8:25
TheStream
Рет қаралды 1,2 М.
iNyosi Buzetsheni Mdletshe echaza uMlando wempi yakwaNdunu.
12:51
Umlando ngempi yaseSandlwana, uxoxwa uSolwazi u-Zoza Shongwe
24:01
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 23 М.
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,1 МЛН