Usizi lwabantu abagwetshwa ngamacala abangawenzanga

  Рет қаралды 18,423

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Ай бұрын

Usizi lwabantu abagwetshwa ngamacala abangawenzanga.
#transformation
#motivation
#storytime
#trending

Пікірлер: 77
@nontethelelondwandwe702
@nontethelelondwandwe702 Ай бұрын
GUYS PLEASE LIKE AND SUBSCRIBE BEFORE YOU WATCH A VIDEO❤.
@MelokuhleNxumalo-dv2qu
@MelokuhleNxumalo-dv2qu Ай бұрын
Siyabonga bhuti MC Menzisto.ngilapha eUKZN ngihleli ngikulalela ziyaphilisa zivula nenqondo indaba🤝
@izikhali.zesizwe7
@izikhali.zesizwe7 Ай бұрын
Ngiye ngifise ukuba amajaji ayalubuka loluhlelo lwakho mybe angathatha izinqumo ezi right ukugweba abantu🤞🏾
@hloniphanindlela4800
@hloniphanindlela4800 Ай бұрын
Ungasho uliphinde
@gcinasondzaba3268
@gcinasondzaba3268 Ай бұрын
Waze walikhuluma iqiniso MC, anginaye uMah ngokusolwa ngokuthakatha kusho umndeni.... Babengahlebi babesho kuthina ngane zakhe baze bamuthengela abantu... Kodwa as wawushilo usizi lomuntu ophatha isbhamu, kwabehlela nabo egoli.... ingxenye yabo ayisekho.
@akhelethumatikinca6500
@akhelethumatikinca6500 Ай бұрын
Ndilapha eMthatha in the EC, I love your show
@Bkmdluli
@Bkmdluli Ай бұрын
Inkinga ukuthi abaseshi don’t do their due diligence uma bephenya and sometimes provide falsified documents to the state and umuntu omsulwa utholwa enecala. I dream of the day we have the infrastructure, technology and detective training they have in first world countries so these kinds of arrests will be drastically reduced
@siyandamathe8587
@siyandamathe8587 Ай бұрын
Siyabonga bhuti omdala. Uyasakha iSizwe
@kasipoetics4605
@kasipoetics4605 Ай бұрын
Watching from The Capital City, Pretoria
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o Ай бұрын
From Durban Central
@thembelandlazi
@thembelandlazi Ай бұрын
Good story teller
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 Ай бұрын
Namhlanje ke Mc ukhuluma ngodaba lwasendaweni yakithi ngqo eMakhabeleni kaMaphumulo
@joanahgabisile4734
@joanahgabisile4734 Ай бұрын
Tindzaba takho tiyafundzisa bhuti big up impilo ngiyibuka ngalelinye liso 🙏🙏🙏🙏
@thabomajorobela9624
@thabomajorobela9624 29 күн бұрын
Free state, Qwa Qwa approved ❤❤❤
@user-yp4tk9ec8k
@user-yp4tk9ec8k Ай бұрын
Waswenkake manje cebekhulu wathi nje wena wabuya ejele ungasene ndaba nokusweka noma kade uyokhiphizinyo😂😂 umenjalo qhawe lethu
@user-qy3bt8py8n
@user-qy3bt8py8n Ай бұрын
Syabonga Mr Menzisto sifunda lukhulu kuwe God bless you
@nkazimulomagubane6517
@nkazimulomagubane6517 Ай бұрын
well articulated and well narrated as usual🤭 UFS approves....siyabonga bhuti omdala
@bonganimahlangu7403
@bonganimahlangu7403 Ай бұрын
Unrelated: I need you help. I see you in UFS. I am also going to start studying there as from next year. So I need you to assist me with finding accomodation there
@sjumbamercedes6723
@sjumbamercedes6723 Ай бұрын
I can help you which campus are you planing to study at? Bloem or qwaqwa​@@bonganimahlangu7403
@siphosimelane2214
@siphosimelane2214 Ай бұрын
start applying for res accommodation. The nice ones are Outeniqua and Conlours. If you have nsfas they will take care of the fee's. The minimum aps for you to apply for these res is 30 points. Apply as early as possible
@MthobisiMakhoba
@MthobisiMakhoba Ай бұрын
Syabong kakhul bhuti MC asisazaz kodw ezizinkabi kudala sazigcin syacel naz ungazikhohlwa🙏🎉🎉 Olwakith loludab olubuhlung kanjer laph kaMaphumulo eMhlangandlovu🎉🎉
@awethuzanga1631
@awethuzanga1631 Ай бұрын
Okuhlungu bake Baku cube beku torture ngento ongayaziyo, kufuneke uyivume
@nxumalomsanemakhosi9330
@nxumalomsanemakhosi9330 Ай бұрын
Siyabonga bhutu
@AsimthandeMazibuko
@AsimthandeMazibuko Ай бұрын
Wow
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Ай бұрын
mmmmmh hayi ngabe mphakathi wabe usumbuka kanjani Phakamani and abakhubo kwamugila benzanjani sebethole ukuthi akusiye owabulalagogo , awuze part 2 yashoda lendaba lol ngabe babemubualelani thxo
@shortieyende3748
@shortieyende3748 Ай бұрын
ngiyabonga ngezinto osinekeza zona sifunda okukhulu yikho uma ngi khuleka ngiyabakhulekisa abase majele obakwenzile naba kwenzanga inkosi ibacinge
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o Ай бұрын
This false arrest is sad because the perpetrators get away and families have to suffer
@ludacrees
@ludacrees Ай бұрын
And crime continues because criminals don't stop until caught
@charlessukati4866
@charlessukati4866 Ай бұрын
Siyabonga kakhulu bhuti kusifundzisa about court processes 🎉🎉🎉
@ThavhanyedzaMLucky
@ThavhanyedzaMLucky Ай бұрын
Nnda Siyabonga Mc menzisto.
@vusiradebe5737
@vusiradebe5737 Ай бұрын
bengithi mina for suing the state ake nibize i lawyer elizochaza kabanzi ukuthi wenza njani mawufuna ukwenza njalo.
@EugySithole
@EugySithole Ай бұрын
Thank you for opening our eyes ngalezimo ezinje kuyathusa ukuthi ungazifuca uboshiwe ungenzanga lutho we always think kuboshwa abonile
@spha4589
@spha4589 Ай бұрын
Shell garage
@xolanimichaelmadondo1228
@xolanimichaelmadondo1228 Ай бұрын
Sawubona mzala wami ❤❤
@55168
@55168 Ай бұрын
Dankie bafo 🙏
@businzama6939
@businzama6939 Ай бұрын
Siyabonga bhuti M C ngise Hillcrest ngiyabusiseka ngiphinde ngifunde ngama Episode akho 🙏
@HouseholdKhoza-iq4nf
@HouseholdKhoza-iq4nf Ай бұрын
Kunzima ukuba ngumuntu, uyabotshwa noma ungazi lutho
@thembisilehadebe
@thembisilehadebe Ай бұрын
Sisonke Nongalo🙌,siyafunda.
@sabelasimphiwe7491
@sabelasimphiwe7491 Ай бұрын
Yabanenhlahla lensizwa akufananga unyaka nokugwetshelwa ubala uhlale iminyakanyaka.
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Ай бұрын
Sesikhona Nathi, Amen
@zamanimathe772
@zamanimathe772 Ай бұрын
Syabonga Menzisto
@LusindisoBikwe
@LusindisoBikwe Ай бұрын
Siyabulela bhuti omdala nge mfundiso yakho
@phumimabanga962
@phumimabanga962 Ай бұрын
Sesikhona bhuti omdala. Well narrated Lindamkhonto
@precioushrnene689
@precioushrnene689 Ай бұрын
Thanks MC I am glad he was released 🤗
@Vusi2038
@Vusi2038 Ай бұрын
Bafo ngikbone kwenye imovie, izophuma nini?
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 Ай бұрын
Anginawo amaningi ngithi nje Lindamkhonto ❤
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 Ай бұрын
🤗🤗🤗
@mabuyephethe
@mabuyephethe Ай бұрын
Yoh yaze yanzimake le
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 Ай бұрын
Khona muntu ongathi enze icala ephinde eyiveze ukuthi ukuphi elandwe amaphoyisa yazi ezinye izinto ziyamangaza
@kgkhumalo-pt3wm
@kgkhumalo-pt3wm Ай бұрын
Mmmmh.
@MvulaniNorman-ji5vr
@MvulaniNorman-ji5vr Ай бұрын
Babungekho ubufakazi obabuxhumanisa lomuntu nombulali
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 Ай бұрын
Muhle umsebenzi Lindamkhonto
@SimphiweZuluSphamandla
@SimphiweZuluSphamandla Ай бұрын
Ingakho kunesaga esithi icala limbula ingubo lingene kusuke kuyilentoke
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede Ай бұрын
Umthetho mwawona awunalo iqiniso
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Ай бұрын
🤟🤟🤟🤟
@phathizwemediaproductions7150
@phathizwemediaproductions7150 Ай бұрын
❤❤❤
@BonginkosiMadondo
@BonginkosiMadondo Ай бұрын
Woza nazo
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Ай бұрын
Baze babaningi abantu ababoshelwe ubala🤔
@PhillipSibande
@PhillipSibande Ай бұрын
Mc sawubona kujani sengimbala kwesibili gifisa ukwazi ukuthi nitholakala kajani plz qenda mfowethu
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede Ай бұрын
Lomama ubophisa uPhakamani ngokunganaki kwakhe izinto qede uyafa ibuhlungu lento
@kwazi6553
@kwazi6553 Ай бұрын
Ey Cebekhulu mfe2, ibhlungu kabi leyonto yecala ongalazi. Kuncono Kodwa okwalendoda yayisatoke 1 year. Ngihlezi ngbuka ku solvwa amacala aphesheya ko crime and investigation nakwezinye iynhlelo kumabonakude. Khona Insizwa eyalahlwa icala engalazi yagwetshwa angsazi noma kwaba u life. After 19 years esgwebeni watholakaka umuntu uwenza icala. Lapho waboshwa encane lomjita seze wakhulela ejele. State samnik $19m
@osiniqt3957
@osiniqt3957 Ай бұрын
Cebekhulu kunesifo ekuthiwa i-Ignorance sibulawa iyona ikakhulu
@theecoolestkid5878
@theecoolestkid5878 Ай бұрын
Sawbona Bhut Menzi kwenzakalani nge page laku Facebook
@cfundondlovu1615
@cfundondlovu1615 Ай бұрын
DANKI MC UKZN EDGEWOOD APPROVES
@phelelanimafuleka3854
@phelelanimafuleka3854 Ай бұрын
Nifunde lapho madoda, ezika Prof Msibi no Maharaj.
@cfundondlovu1615
@cfundondlovu1615 Ай бұрын
@@phelelanimafuleka3854 uyalwazi udaba asidlali siyazikhalisa ngempela 💯✌️🔥♥️
@MandlaKhumalo-mz6ct
@MandlaKhumalo-mz6ct Ай бұрын
Uyawuvula umqhondo bhuti omdala
@thabocele2309
@thabocele2309 Ай бұрын
Just goes to show how incompetent the police are.
@DManors102
@DManors102 Ай бұрын
Mina sengibuye ngingazikholwa lezindaba ozixoxayo. Kukhona into okuthiwa i-alibi okumele ikhiphe lomfana oboshwayo ecaleni. Ngesikhathi kudutshulwa umama kanti yena akakwazi yini okuveza ukuthi wayekuphi kubuzwe nofakazi ayenabo ngesikhathi kudutshulwa umama?Kuvele ukuthi wayengekho. Inkantolo ayikwazi ukugweba umuntu nge hearsay ukuthi izingane zezwa umama ethi akunina yini ebinihamba no sibanibani? Inkantolo idinga ubufakazi bokuthi ubekhona lomfana kubulawa umama. Ukuboshwa angiphiki ubengaboshwa kodwa inkantolo ayinabo nhlobo ubufakazi engamgweba ngabo. Yingakho amacala amaningi ayachithwa kuthiwe ubufakazi abukho noma abuhlangani, nakulecala lomfana kwakumele kuthiwe ubufakazi abuhlangani noma abukho.
@leratomthethwa6045
@leratomthethwa6045 Ай бұрын
Sanbona ngcela ningsiza la, my brother u gwetshwe ulife eNcome en according to me iyawushaya umthetho/number lenkabi cos he now has a big tattoo which he never had, manje uthi usebenza e kitchen en he's getting paid R46 per month, manje mina ngisola kuthi umfowethu unamanga, I think he's getting paid more than the R46, guys kuholwa malini ejele e kitchen.
@ThulisileMahlangu-df6pu
@ThulisileMahlangu-df6pu Ай бұрын
Landela I Page elithi Izindaba zase Jele ku FB , unelungelo lokubuza Bazokuphendula r ubuze iPhoyisa la ubhuti wakh Adonsa khona iSgwebe sakh ubuze nge Behaviour yakh bazokutshela une right as a Concern Sister
@leratomthethwa6045
@leratomthethwa6045 Ай бұрын
@@ThulisileMahlangu-df6pu ngiyabonga kakhulu Thuli, ngzoyenza njalo.
@MalenzoSiphosethu
@MalenzoSiphosethu Ай бұрын
Kunzima kulomhlaba esipphila kuwo mc
@skheshetrailersptyltd
@skheshetrailersptyltd Ай бұрын
Ngsacela I number yakho mc
@uNelisani
@uNelisani Ай бұрын
Nenyanyisa ngalama adverts amaningi nje yazi umuntu Noma ethanda ukulinda ize iphele so that you will benefit, kodwa asuke Abe maningi kakhulu and we will end up skipping them
Usizi ikhansela libulawa umakhwapheni
17:31
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 21 М.
PAINFUL STORY OF DLADLA|| UNLAWFUL ARRESTED
31:00
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
Red❤️+Green💚=
00:38
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 83 МЛН
Женская драка в Кызылорде
00:53
AIRAN
Рет қаралды 478 М.
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 63 МЛН
Sisenkingeni isiboshwa ekade sichoma ngokubusa eJele.
16:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 15 М.
HOW I GOT ARRESTED| SAKHISENI’S STORY
34:37
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 103 М.
Usizi lomuntu ophatha isbhamu|| Mr Buthelezi's painful story.
13:41
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 18 М.
IZINKABI CHRONICLES - Episode 11[Nongoma war and Taxi bosses]
33:01
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 197 М.
Usizi uSibiya Efela Ukudla Umfazi Womuntu
19:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 100 М.
Udaba olubuhlungu lomnndeni wakwa Khumalo
29:11
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 60 М.
Izinkabi vs Money heist
56:24
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 59 М.
IZINKABI VS POLICE OFFICERS
44:42
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 423 М.
KHOKHA
14:52
KingGingerTV
Рет қаралды 20 М.
Usizi inyanga ihluleka ukubuyisa umuntu othwetshuliwe
30:37
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 31 М.
Red❤️+Green💚=
00:38
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 83 МЛН