No video

wathi akagibele umtholele umsebenzi kanti awukho kwashona ilanga wagcina esemshela emphoqa ukuba ...

  Рет қаралды 8,147

News news sa

News news sa

Күн бұрын

#trending #stories #news #video #election #election2024 #2024election

Пікірлер: 37
@user-qf2mc2ft4n
@user-qf2mc2ft4n 2 ай бұрын
Hai UCC unamanga balenza nje ucansi nalomlisa,yini mayebuzwa aqale athule ingathi akezwanga
@nomfundongobese7076
@nomfundongobese7076 2 ай бұрын
Ay kulelizwe esiphila kulo bafethu shem kuyadlalwa ngezingane zethu. Usathane uqobolwakhe lomuntu
@Ntombizodwa-li5sq
@Ntombizodwa-li5sq 2 ай бұрын
Abantu babamba abantwana bethu ngomsebenzi ngoba bazi ukuthi sihluphekile futhi ngeke bawale umsebenzi 😭😭😭
@user-yz1on9sz9m
@user-yz1on9sz9m 2 ай бұрын
Isifundo sokuthi qinisani emfundweni and ningaziphathi niyizingane ninabazali and futhi umsebenzi uya aplayelwa bakithi
@AllenKhumalo-mf1sm
@AllenKhumalo-mf1sm 2 ай бұрын
Sister na lala noma cha
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 2 ай бұрын
Losisi uphendula into engabuzwanga ngisola ukuthi bayathandana nalomlisa mhlampe usefuna ukuhamba ayekominye futhi 🤔
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 2 ай бұрын
Namhlanje akamukhiyelanga kanjani ngoba phela ukwazile ukukhuluma nomunye ubhuti uhlulwe yini ukuya emaphoyiseni awatshele ukuthi uvula icala futhi ufuna ukuhamba losisi udlala ngabantu
@zakithimaseko9774
@zakithimaseko9774 2 ай бұрын
Haibo lomntwana why angamemezi lomuntu uqhashile akunamakhelwane lapho?
@user-ot1dx4cm2x
@user-ot1dx4cm2x 2 ай бұрын
😮😮maye kwanzima
@NtombikhonaZwide
@NtombikhonaZwide 2 ай бұрын
Usisi ukuphi nendawo nkosi yami💔😭
@Msizisatopic
@Msizisatopic 2 ай бұрын
Secunda
@cokethandanani9537
@cokethandanani9537 2 ай бұрын
Nayo nje lendaba ai aycacile
@mnyandududu8460
@mnyandududu8460 2 ай бұрын
Police station ingamsiza athole imali yokubuyela emuva
@mfanisenihlatshwayo8623
@mfanisenihlatshwayo8623 2 ай бұрын
From Hlabisa to Secunda ifoni yacima endleleni.Natholana kanjani ? Next day akunamakhelwane yini lapho ? Ayikholakali lendaba.
@mandla49
@mandla49 2 ай бұрын
Ngempela why engavulanga iwindi wamemeza acele usizo?
@emilysimelane6376
@emilysimelane6376 2 ай бұрын
U sisi uyakhona ukukhuluma nawe on the phone mafowunele I 10111 uzoluthola usizo masishane. Bazofika bemthathe avule ne case
@HlengiweMseleku-nq7bd
@HlengiweMseleku-nq7bd 2 ай бұрын
Mxm nalala yini? Wawungafuni ngani inumber yala uyosebenza khona hayi nani nokugazicabangeli, miningi ke mina imibuzo enginayo nalento yalosisi angiyizwa kahle ngizoyihoxisake ngoba angiyena umnikazi weshore
@khanyingosi9229
@khanyingosi9229 2 ай бұрын
Charge your phone cc
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Uthi umbuzo nalala na?????
@NtsebenzoRawu-rh2ox
@NtsebenzoRawu-rh2ox 2 ай бұрын
Lento inzima kulengane iyazama ukuchaza kodwa kuyasinda yingako abonakala emanqikanqika ukuphendula ngoba ikhanda lakhe lihlangahlangene. Kwasayena ugcina engasazi nokuthi kahle kahle kwenzekeni uthi uyasakha lesithombe ayithole edidekile ngoba naye unako ukuzibeka icala ngokungathi akazamanga ukuyigwema lento yize bekungeyona nhlosoyakhe. Eqinisweni lomlisa umphoqile yingakho edinga usizo ucc khone zokwazi ukuthi abe comfortable to tell the story ngoba lendoda yamthatha advantage ngoba ibona isimosakhe. Umuntu onokubeziwe uvesane ahlangahlangane yingakho ehlukumezeka noma sevule icala ngoba Kuba nembuzo agcine hluleka ukuyiphendula kugcine sengathi unamanga ngenxay' okuphithanelwa yikhanda ngenxa yokuxinwa yimbuzo abantu abasuke bembuza yona ngenhloso yokuvuna isaphulimthetho.
@sakhilesbusiso4362
@sakhilesbusiso4362 2 ай бұрын
Hai amanga lawa kudicilwelwa Hlabisa la,inamanga lentombazane y ingavulanga icala
@ZenzaminaSeminahMkhize
@ZenzaminaSeminahMkhize 2 ай бұрын
ngeke ntombazane nawe bo abasekho makhelwane umemeze ayikho Le yakho 🚮
@thembashwala9058
@thembashwala9058 2 ай бұрын
Yes buza ube specific did you engage sexually or not simple ungaloku uthithiza uhlulekile
@SbusisoNgubane-xq7xx
@SbusisoNgubane-xq7xx 2 ай бұрын
Kwayena nje lo ohlukumezekile why kumele agujwe ngaloko why angasho nje ukuthi walala naye ngoba Uma udinga usizo sindlale sonke iStory sakho Abantu bazi ukuthi uhlukumezeke kanjani
@khanyingosi9229
@khanyingosi9229 2 ай бұрын
Her story doesn't make sense,find it so hard to believe it
@diphalepashe5361
@diphalepashe5361 2 ай бұрын
Wena ntombazana unamanga first day ulalile naye yes or no. Uzoluthola kanjani usizo.
@khanyingosi9229
@khanyingosi9229 2 ай бұрын
When did you meet
@khanyingosi9229
@khanyingosi9229 2 ай бұрын
We like to help, but your story doesn't make sense, where are you
@mnyandududu8460
@mnyandududu8460 2 ай бұрын
Unamanga lodoti.akamemezi ngani Uma ekhiyelwe endlini atshele .Lona ugcine esemthanda lobhuti uyaphila kuphi e toilet
@SaneleNcube-us8bz
@SaneleNcube-us8bz 2 ай бұрын
Mxm unamanga lo cc. if be a fun usizo ubezovul I window amemeze omakhelwan bamsize kubizwe lama phoyisa So yena uthulile lomunt wazewabuya futhi ntambama yena lokhu evul amehlo 😮 ay suka uyanya loh
@user-pp5ph4ib6w
@user-pp5ph4ib6w 2 ай бұрын
This is a Fabricated story, your picture says different thing from yr story.your language it far from KwaHlabisa,dlal ngathi khandimal ngemizwa yethu
@user-pp5ph4ib6w
@user-pp5ph4ib6w 2 ай бұрын
Sisi uma kuthi ubhudi umuntu omaziyo okade umthemba wakjikel sorry vula icala, kodwake makukuthi nazana koma social network.make up your mind nizofunda nini ukth kuyingoz.kumel sidlal ngemizwa yeth sdabukelan nani,nizez izisul ngobdedengu.
@xolisilemkhwanazi-ol9hn
@xolisilemkhwanazi-ol9hn 2 ай бұрын
Nalala na wayeqa nje leyo kuze sihambisane
@sthe1867
@sthe1867 2 ай бұрын
Kanti bhuti nawe ubuza kanjani....mbuze kahle .....be specific ukuthi nenzile ucansi na....ungaloku bhizi ukuthi Nike nalala na? Obviously balele kodwa umbuzo mawucace please......buza usisi ukuthi ukaka kuphi ngoba uyakhiya.....umchamo ngiyawubona ibhakede likhona
@nomfundongobese7076
@nomfundongobese7076 2 ай бұрын
🤣🤣🤣 Impela hawu lokhu ejikeleza nje
@zamavekhuluvekhulu3068
@zamavekhuluvekhulu3068 2 ай бұрын
Uyogada ingane or umuntu omdala???
@user-pp5ph4ib6w
@user-pp5ph4ib6w 2 ай бұрын
Cha uyena usisi ongafuni ukphendul ,sisi uyabuzwa nilalile yini ngosuk lokqal kwakwa alaphendul wayengthint ihlath nangemuva.laykhay akulalw estulwen wasullk way embhen,laykhay akulalw uqhokil wakhumul, konke nothing denied by usisi ukuzwakal ubhudi emphoq kukho konke.
WHO CAN RUN FASTER?
00:23
Zhong
Рет қаралды 45 МЛН
The Giant sleep in the town 👹🛏️🏡
00:24
Construction Site
Рет қаралды 20 МЛН
Schoolboy Runaway в реальной жизни🤣@onLI_gAmeS
00:31
МишАня
Рет қаралды 3,7 МЛН
Kids' Guide to Fire Safety: Essential Lessons #shorts
00:34
Fabiosa Animated
Рет қаралды 16 МЛН
Simelane loaned money from a VBS scandal-linked entity
16:28
Newzroom Afrika
Рет қаралды 1,4 М.
Ayanda Msweli | Igazi Lomuntu Liyakhuluma | Community Development
21:31
WHO CAN RUN FASTER?
00:23
Zhong
Рет қаралды 45 МЛН