uGqoko lidlala Ifolo lika Maskand eGoli
7:03
Пікірлер
@NombusoJaca
@NombusoJaca 6 сағат бұрын
Leyongane isazozaleka kodwa noma zovele ayiphunze webabo kwaze kwanzima enyuvesi
@bhekinkosibrucesonthamsanq2329
@bhekinkosibrucesonthamsanq2329 6 сағат бұрын
Le isidinga ama social worker
@MinathiGama
@MinathiGama 7 сағат бұрын
Angifuni ukuqamba amanga ngoba ngila ku-TV. Izingane zethu ziyasiphoxa, Izingane zethu ziyasilulaza. Ngiyacabanga ukuthi nami bengizoriekta kanjeyana. Kodwa into ebuhlungu yilena ethi you cannot cry over the spilled milk, the situation our children put us through. Lomndeni ngiyazicelela ukuthi behlise umoya. Uma sekwenzekile kusuke sekufana nokudaliwe. Mhlawumbe umzukulu wabo uyobahlangula enhluphekweni. But lomntwana naye, uze achome ngalenhlalisuthi yakhe with whom she embezzled NSFAS money which would have helped deserving students.
@DarealMkoko
@DarealMkoko 7 сағат бұрын
umzali kufanele akhulume kanjena .... Zihamba ziyofunda lezinto kufike kufebe lena njengoba sekutetema nje
@JabulisiweMchunu
@JabulisiweMchunu 7 сағат бұрын
Waze wayikhulumela infodakazi yakho kube kuyiyona efune umfana uthi uyayazi indodakazi yakho ibi ngeke ikwenze lokhu ake sifunde ukungazi khulumeli izingane zethu asisazi zinhle phambi kwethu.Kungathi ubungakwamukela ukuthi indodakazi yakho nayo ibingakuvimba lokhu ukube ibiziphethe kahle.okubuhlungu usola umfana kungabe ukhuluma nondodakazi wakho
@NokuthulaNxumalo-tc9vh
@NokuthulaNxumalo-tc9vh 7 сағат бұрын
Igama lengane u NSFAS.
@NokuthulaNxumalo-tc9vh
@NokuthulaNxumalo-tc9vh 7 сағат бұрын
Aweze amahlawulo 1st
@NokuthulaNxumalo-tc9vh
@NokuthulaNxumalo-tc9vh 7 сағат бұрын
Kodwa beyihambisa yini imali ekhaya
@NokuthulaNxumalo-tc9vh
@NokuthulaNxumalo-tc9vh 7 сағат бұрын
Niqala kabi kodwa nizolimala, lamawala enu. Beniyosaphi ingane,
@lukhelerudofmcebo4535
@lukhelerudofmcebo4535 7 сағат бұрын
Bekungakameli bete nalosisi lakhaya ekucaleni bo... Bekumele ete yedvwa zozo atobika lendzaba, bangavele nje bangene nemntfwana lokhulelwe kubatali bakhe, nekutsi abakhulekeli nje boZozo vele bangene nje🇸🇿🇸🇿
@mildredndebele9161
@mildredndebele9161 7 сағат бұрын
The owner is scary 🙆‍♂️Chairman is a good leader
@mfundombanjwa1183
@mfundombanjwa1183 7 сағат бұрын
Lotax man yini yena walwa sength bamdlele nkoskaz wakhe haw akayaz yini lent uphila kmuphi umhlaba akaz ukt umhlaba ufile. Ufile
@luckymfanafuthizulu3252
@luckymfanafuthizulu3252 7 сағат бұрын
Ngizoqala ngokubonga ushemen ngobuholi beqiniso ngiphinde ngibonge yena u Gatsheni uqobo yabo nobani engadinwa ngengane yakhe kodwa lenkuzi ewuGatsheni iyamlalela omunyumuntu kuphela isuke yadinwa kukhulu sethembe naye ubafo umshayeli uzosebenza ngokuzimisela ehloniphe nomlungu abonise nokuzisola ngesenzo sakhe
@benkhumalo7146
@benkhumalo7146 7 сағат бұрын
Wasibangela umsindo nje uphi umfana wakho bekumele utshene yena ayobik isisu jhay lomsindo wakho
@NkulurVuyisani
@NkulurVuyisani 7 сағат бұрын
ISgora sakho zoso mft salangisa ubaba emoyeni eveli ephoxekile emoyin wakhe
@mfundombanjwa1183
@mfundombanjwa1183 7 сағат бұрын
Eyy uNjomane drama engak haibo Yaz lengane ubefuna ukwibhala ngombazo ingane encane kanjen Zoso bekmele nifihle ingan nibatshen ningaypheth ingane ngb labazali bayahlany uyabona
@user-zc6lr4jq7o
@user-zc6lr4jq7o 8 сағат бұрын
Ai kubhlungu bafethu...ubaba udinwe kakhulu..ngazengay8fisa ukuyithatha lengane izobeletgela kwami aze ubaba abohle bafethu nalomfana kumele ayosho kubo kubenento eyenziwayo bafethu ingane ingashi yodwa...ngsizeni uZoso itholakala kanjan ngempela MaMkhize lokhulumayo
@JabulisiweMchunu
@JabulisiweMchunu 8 сағат бұрын
Ingane awuyikhethele umuntu iyazikhethela yona uGatsheni useyoxola.kodwa uGatsheni undodakazi usazoqhubeka nokumphoxa athole omunye umntwana ingane ayivalelwa kanjee.
@JabulisiweMchunu
@JabulisiweMchunu 8 сағат бұрын
Uyindoda Chairman usebenzile siyabonga kakhulu.🙏🙏
@LondekaMpungose-ze6em
@LondekaMpungose-ze6em 8 сағат бұрын
Zoso qina shosha...kubuhlungu mft..sizele izingane ziyasiphoxa...yiya Kubo kamfana beze sebephethe inhlawulo mft coz kunzima kubaba😢
@CeboowSbahleNdlovu
@CeboowSbahleNdlovu 8 сағат бұрын
Y did she dropped out?, ingab ubesefeyila yin ucc ngb u-NSFAS aw-stop if uphassa. Kuning xeim 😩😪
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 8 сағат бұрын
Hawuu kwaze kwabuhlngu ngabazali kodwa zingane akenizame phela nani kusuke kuzanyelwa nina ikusasa nkosiyami
@LungileThandeka-lj2fm
@LungileThandeka-lj2fm 8 сағат бұрын
Zoso uyiqhawe ngiyaziqhenya ngawe mkhulu msebenz owenzayo❤
@mantoamakhalema7801
@mantoamakhalema7801 8 сағат бұрын
😂😂😂😂ihaba lakho nawe
@Vusoh
@Vusoh 8 сағат бұрын
Lo omithisile akakhokhele ubaba inkomo yakhe amfundise ngayo hlampe kungehla imimoya...
@mahlengihlongwa8997
@mahlengihlongwa8997 8 сағат бұрын
Ayi kodwa ngabe kungcono kube driver akabuyeli kuleli owner aye komunye muntu ukuze bengezolokhu bebonana cs usadiniwe lobaba
@mahlengihlongwa8997
@mahlengihlongwa8997 8 сағат бұрын
Ayi ngihlezi ngithi uyingane kingzoso uyindoda mfana umelana namadoda amakhulu kanje ukhule unkulunkulu akubusise
@nompumelelomnyandu2534
@nompumelelomnyandu2534 9 сағат бұрын
Kodwa ke no al ke waz wakhala iscefe awuuu ayiii
@lindohntshida8701
@lindohntshida8701 9 сағат бұрын
Kant kwasuzwan lapho......owesbili lomuntu osuzayo kuKing zoso?????
@thembindwandwe7187
@thembindwandwe7187 9 сағат бұрын
Ayadingeka amadoda afana nawe chairman emhlabeni. Well done baba siyabonga.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 9 сағат бұрын
Ewu bakwethu avezingazicabangeli ingane yinindaba zikhona nje izvikelo yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo awu kodwa Jesu yaze yabuhlungu lento😢😢😢 yaze yanzima lento kudayiswe nenkomo ukuze afunde shwele msindisi okubhlungu umfana yena uyafunda engathi singadlula lesimo.
@LondekaMpungose-ze6em
@LondekaMpungose-ze6em 9 сағат бұрын
Siyabonga charman...❤
@AsipheMvelakubi-tv3yv
@AsipheMvelakubi-tv3yv 9 сағат бұрын
Lomama can act ay
@MusaNhlabatsi-xr1rp
@MusaNhlabatsi-xr1rp 9 сағат бұрын
Good workk🎉🎉
@AsipheMvelakubi-tv3yv
@AsipheMvelakubi-tv3yv 9 сағат бұрын
Ay nalo mama
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 9 сағат бұрын
Kaloku kusemhlabeni apha nothing is perfect umntu makahlale esazi that uzophoxeka sometimes.
@PhumzileMaseko-gt8el
@PhumzileMaseko-gt8el 9 сағат бұрын
Ubokudla pear nayo myb ingasiza
@sihleshelembe200
@sihleshelembe200 9 сағат бұрын
Kuba uthole muntu womndeni omdala nihambe naye Zoso
@khanyisahlati5608
@khanyisahlati5608 9 сағат бұрын
Hopefully uzofunda ntombi, Tixo akuncede uqhubeke nencwadi zako uze ufezekise amaphupho ako kunye nabazali bako, bona bazobaryt exesheni, mistake sithandwa sam but ufunde ke kwi mistake yako, ndikufisela Konke okuhle ntombi❤
@JabuCya
@JabuCya 9 сағат бұрын
Kuthengiswe inkomo kufundiswa wena mese ubonga abazali ngesisu nakhona esizoba umthwalo wabazali 😢😢😢
@ZaneleDaisy
@ZaneleDaisy 9 сағат бұрын
Ew Zoso awzame obaba benkozo yase khaya 😅uncono lobaba koda kuna loyana
@FikileVumisa
@FikileVumisa 9 сағат бұрын
Zoso ave lunzima loludaba ngokuzayo ubofika nama body guard amaningana mele nixhumane nezihlobo zomndeni niyixazulule nabo engathi bangaxola abazali
@JabulisiweMchunu
@JabulisiweMchunu 9 сағат бұрын
Kazi wawungahleli ngani bakithi kwaze kabuhlungu kungathi ungaluthola uxolo kubazali💔💔💔
@Sjadu71
@Sjadu71 9 сағат бұрын
Uze wanaye unogada siyabonga nalapo, abazali nabo bayalahleka sometimes lendaba yokugxotwa ayiko kuba nabo abagxotiwa ngoburongo babo ngabadala kibo
@user-oj5fm6bj1e
@user-oj5fm6bj1e 9 сағат бұрын
Umama usebhokela ukweseka umyeni wakhe and siyabaphoxa abazali bethu lobaba ubeyethemba ingane yakhe😊😊😊
@tholamandlagoba1664
@tholamandlagoba1664 9 сағат бұрын
Yini ayikhalelayo manje lo sisi...uxolisani uma sekwanele
@mbongelenishadrack3133
@mbongelenishadrack3133 9 сағат бұрын
Ngiyabonga baba ushemeni, ukudlala indima yokululeka ubaba wentombazane, hlisumoya baba gatsheni, uyaxolisa ubaba womzukulu wakho
@NjabuloMchunu-p4j
@NjabuloMchunu-p4j 9 сағат бұрын
Kumele umfana ahlawule akhombise ukuhlonipha muzi wendoda mhlambe nakubok ntombazane bazophola mfana mekhombisa kuthi akwenzile uyamthanda cc
@NellyTshona
@NellyTshona 9 сағат бұрын
Ngihlezi clinic ayibechomi yakho uyagula or not.. Buka manje bazali bayakhala😢
@solanimathenjwa6563
@solanimathenjwa6563 9 сағат бұрын
Cha nje lokukhala kwakhe kwaze kwangicika