Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo

  Рет қаралды 183,513

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

10 ай бұрын

Пікірлер: 492
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
Eyi Msweli uyingqwele uhlula ngisho uhulumeni.Engathi u Thixo angakugcina.
@BongiweTembe-qd2hj
@BongiweTembe-qd2hj 28 күн бұрын
Amen 🙏
@peachesrae5175
@peachesrae5175 10 ай бұрын
I am defeated bab’ Msweli. Ngiphelelwe. This is very very painful. This family deserves justice😔
@lolongubeni1748
@lolongubeni1748 10 ай бұрын
His nervous system is dysregulated and being in motion makes it worse. Some people want to vomit when in a car, being bounced around because of car motion might be triggering for him. He needs counseling so they can help him deal with his abuse. Animation as a career is a very good option.
@Lindiwendaba
@Lindiwendaba 10 ай бұрын
LO Mama ungumama oqotho, kwaze kwabuhlungu ngomntwana. I honestly wish you all the best.
@nobantumtethwa5829
@nobantumtethwa5829 9 ай бұрын
One day uBoy will have a testimony ngeMpilo yakhe, futhi uJehova uyomupha namandla wokuthi aphumele obala and share his story to the world openly heal someone who will have the same experience...
@sonwabilesitela8816
@sonwabilesitela8816 10 ай бұрын
Eish 💔💔💔😡😭 It's a pity we are leaving in a country that value secrecy. Baningi abantu that went through the very same painful experience but because abafuni uxabanisa imindene bakhethe uthula . Kubantu abadala I want to say to you lento enayifaka eyinganeni zenu yokukuthi ihlazo lomndeni elikhunywa ngaphandle, kuyimoshile society ngoba people like these don't not get much needed help simply because abantu they don't take it seriously ngoba some of them are going through then very something but abakhulumi
@JabuEnoch
@JabuEnoch 3 ай бұрын
Baba Msweli umama uyayithanda ingane yakhe indaba ikubaba ohlukumeze ingane let him be arrested😮
@DeeDee-lp9cy
@DeeDee-lp9cy 2 ай бұрын
Siyabonga babumsweli unkulunkulu ukuthumile ngalomsebenzi ungapheli amandla
@Mgabhazi-xd3cv
@Mgabhazi-xd3cv 10 ай бұрын
Nongalo Akekh ongafaniswa nawe uyimele i South Africa uyindoda emadodeni🕯️🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦
@thandolwenkosimahlangu2772
@thandolwenkosimahlangu2772 10 ай бұрын
Baba Msweli uyindoda ekhonjiwe uJehova, akuvikele, akufihle, udlondlobale lomsebenzi
@samkehdemazana3431
@samkehdemazana3431 10 ай бұрын
👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼💯🙏🏻
@nobantumtethwa5829
@nobantumtethwa5829 9 ай бұрын
Baba Msweli I live eduze ne Tsakane and I would like to help nge donation from my foundation. Please let me know who to contact. Ngibonge noNkulunkulu for giving uMama I strength I know it's not easy and she must know ukuthi she's not alone. ❤❤
@nelsonjasimakoengjasi2583
@nelsonjasimakoengjasi2583 5 ай бұрын
Can i please have your e-mail
@user-fw1kd1ur8x
@user-fw1kd1ur8x 4 ай бұрын
Kwaze kwakubi usisi ukushiya abantwana nomgulukudu kababa
@BusisiwaAyanda
@BusisiwaAyanda 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu lendaba angikhoni nokuyilalela yhoooo angikhoni
@alicesibande9931
@alicesibande9931 2 ай бұрын
Hhi mara kwaba buhlungu xm kuhlatimulisa mtimba ngicabanga kokuthi akusizwe umntana ngobe lesimo ekuso sibucayi nalobaba naye kwangathi angahamba ajeziswe isono esingaka aze angagwetjwa 😭😭😭😭😭😭💔💔💔
@MatshidisoMorena-yi1nk
@MatshidisoMorena-yi1nk 2 ай бұрын
It's so painful babuSweli sengathi angathola usizo😢
@londekadlamini1529
@londekadlamini1529 10 ай бұрын
God trusted you with this little boy sisi. uNkulunkulu akuphe mandla and may he restore this little boy's life in Jesus's name
@sanelisiwemnguni8027
@sanelisiwemnguni8027 10 ай бұрын
Baba Msweli bengicela ubolikhipha igama lenja edlwengulayo, yaziwe izwe ngoba akagcinanga ngalomfana, other kids are in danger. UNkulunkulu akuphe amandla sisi, may God heal you and your baby. Siphila neyilwane, imigodoyi!
@sthandiwegasela9900
@sthandiwegasela9900 9 ай бұрын
Ngiyakuzwa kodwa ngiyacabanga bavikela ingane. Kunabantu langaphandle abambheka kabi umuntu ohlukunyeziwe I once heard people saying ingcolile kwayona leyongane angiphendulanga but ngabuka ukuthi kukhona nabantu abangasile
@sanelisiwemnguni8027
@sanelisiwemnguni8027 9 ай бұрын
@@sthandiwegasela9900 Ngiyakuzwa, and ngiyazi kahle lento okhuluma ngayo sisi wami
@sthandiwegasela9900
@sthandiwegasela9900 9 ай бұрын
@@sanelisiwemnguni8027 am also in a similar situation ngomntwana wami and kunzima cc kunzima nokuqhubeka nempilo ingane yami iyaxhuga kepha inkantolo yamkhipha phambili umgulukudu 😭😭😭😭 njengoba ngilalele la kuvuka awami amanxeba but ngiphila ngomthandazo
@NondumisoAdonisi
@NondumisoAdonisi Ай бұрын
Life is hard
@user-lf8st3mt7e
@user-lf8st3mt7e 2 ай бұрын
I applaud this young man for pushing forward and leaving this pain behind. He is focused and dedicated to make a life for himsef. Mommy u raised a hero despite everything enivelele. Unkulunkulu anibusise. Young man you will get your healing. About gogo no baba, shame on you.
@ziyandagigaba5171
@ziyandagigaba5171 10 ай бұрын
Eyi kubuhlungu kuyazwela,Kazi sizobafihla kuphi abantwana bethu💔💔😢,I hope Umama nomfana bathole usizo.Wamuhle umsebenzi wakho babumsweli🙏
@nanamthembu2028
@nanamthembu2028 10 ай бұрын
Baba Msweli, kumele aye kwi specialist se urologist, colorectal and psychologist. Sengathi angaya e Joburg General. Acele bam refere. Ama social worker kumele amenzele I grant for life.
@duduzilememela6700
@duduzilememela6700 9 ай бұрын
Ngenelela Nkosi kunzima,ngokwethu syahluleka
@CzakeleM
@CzakeleM 10 ай бұрын
This is a painful story 😢. May God please have mercy and help.. I cant believe uGogo womntwana is defending this monster yoBaba😢
@dorahmlangeni729
@dorahmlangeni729 10 ай бұрын
Eish, painful. I pray for God's intervention in this situation. I also pray for his deliverance more than anything. Jesus heals and restores.
@thuli507
@thuli507 10 ай бұрын
I just wish to give the boy a big hug..❤ you need to work from home. Askies, mtase, South Africa loves you. Nothing is impossible with God 43:41
@slindilestholoe5307
@slindilestholoe5307 10 ай бұрын
Lolu daba lifuna ama subtitles maybe they will be people who are will to help outside South Africa, I wish you all the best Mama nendondana sibonge ubaba Umsweli ngomsebenzi wakhe omuhle Nkulunkulu akwandisele akuphe amandla ngiyabonga🙏💔😭
@thammysithole8423
@thammysithole8423 10 ай бұрын
I concur it will widened the net to get more help from poeple across
@nanamthembu2028
@nanamthembu2028 10 ай бұрын
Yebo.
@naomithabethe8195
@naomithabethe8195 10 ай бұрын
😭😭😭😭😭💔💔sizobalekela kuphi uma kumele sisabe nobaba esiphuma okhalweni lwabo. Qine bantu basekhaya sengathi singaphinde sivungame sisukume isigodi sifake isandla. UNkulunkulu esipha amandla
@mavisntlabathi2332
@mavisntlabathi2332 10 ай бұрын
Yhoo babu Msweli ngihlala e Tsakane kwaze kwaba buhlungu ndilalela today lendaba awuze ne Bucket kumphakathi wakwa Tsaduza that means Thema,Tsakane and Duduza for iDonation yomntwana South Africa nalu udaba olubuhlungu .
@matau583
@matau583 6 ай бұрын
this is so sad..maybe it would be better to open an account where we can donate to help this youth man ❤
@sindisiweconstance989
@sindisiweconstance989 10 ай бұрын
NgeneleleNkosi fihla abantwana bethu kunzima 😭😭
@raymundandlovu2979
@raymundandlovu2979 5 ай бұрын
Mama yima nengane yakho,God will definitely prevail,God is our Healer,kuzovela okusensitha, I pray for the completely healing of this young man
@NomsaKhanyile
@NomsaKhanyile 9 ай бұрын
Ngaze ngezwa ubuhlungu ngonya lomuntu wesilisa owalimasa lomfana, umama wakhe nomndeni. Kodwa at the same time I am inspired by their strength and tenacity. Umkhulu mdali. May they find i justice and healing 🙏🙏🙏
@mizadiboke6216
@mizadiboke6216 10 ай бұрын
Why why?God have mercy on us mama be strong we can't even trust bobaba for the kids now 🙏 bomama let's protect our kids this is hard breaking 😢 😢
@NosisiMzala
@NosisiMzala 9 ай бұрын
Sisi ngyabonga ukuthi ume nengane yakho ubestrong uyimbokodo sisi. Uzolithola usizo sisi I South Africa uzophakama ikusize, unesbindi awugudluki eqinisweni ngyakthanda ntombazane. Uqine mntase ❤
@user-fu5jp6pe5z
@user-fu5jp6pe5z 9 ай бұрын
Hearing this makes my heart bleed, and scared because am raising a boy child.... may your son gets healing😢😢😢😢
@athenjiwemdumata1357
@athenjiwemdumata1357 3 ай бұрын
Ey sisi
@unathimahlanyana1140
@unathimahlanyana1140 10 ай бұрын
This is a very painful story to listen too
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 10 ай бұрын
Mina ngithi ssiqhubekeni ku bhakede lababa Msweli yena uzobe eselekelela lomndeni please guys.
@zandilezwane8770
@zandilezwane8770 10 ай бұрын
Baba siyabonga ngohlelo lwakho. Jehovah ngenelela
@ntombingwenya4154
@ntombingwenya4154 10 ай бұрын
Waze wanonya ubaba wengane nogogo wakhe😢😢😢, baba Msweli qhubeka usize umphakathi
@phakemengubane6144
@phakemengubane6144 10 ай бұрын
Awukaze wonakale umoya wami kanje. ngisho ingane ingaya eskolen ngihlala ngibalisa nkosi yam😢😢😢
@LilianMajeke
@LilianMajeke 2 ай бұрын
Thank Babu Msweli and other platforms for the help you give to mzansi GOD BLESS YOU❤
@khwelacalo5348
@khwelacalo5348 10 ай бұрын
Mina Nongalo ngicela amadirections alobaba wengane abulawe straight ngoba vele umthetho udlala ngat hleze naye umthwana uzokuthola ukuphumul okuncane enhlizwen ykhe.
@ameliasmommyshazi7585
@ameliasmommyshazi7585 10 ай бұрын
Ngampela ngcono afe
@SibisiSifile
@SibisiSifile 2 ай бұрын
Bab'Msweli, ubizelwe kulento.. "It is your calling" Ngikuthwesa uphaphe LeGwalala May our good Lord be bless you Ever!!
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 10 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu uSathane lo baba yazi😢😢 Mdali ngenelela
@melodlamini2757
@melodlamini2757 10 ай бұрын
Oh my god my heart is bleeding from hearing about this families story. I pray that he recovers and gets help😢, the mother of this lady knows something she must tell the truth how can you defend a person who has done such a terrible thing like this
@thandekamakhubo591
@thandekamakhubo591 10 ай бұрын
Mina Ngabe sengiyabhantinta nje sikhuluma, bengiyombulala impela, ngihlale ngilinde amaphoyisa azongilanda!
@thandwayinkosidube-lc4mn
@thandwayinkosidube-lc4mn 10 ай бұрын
Engathi ungangaba yindoda uma uyindoda...uzwa ukuthi kunomuntu okuthiwa uyindoda naye...owenza into ebuhlungu kanje kwi ngane yakhe...lengane okufanele ivikelwe nguye...kodwa nguye ojika abe isitha sengane yakhe... SIES
@athenjiwemdumata1357
@athenjiwemdumata1357 3 ай бұрын
Yhoooo bhuti 💔💔
@apostleplnkosi1642
@apostleplnkosi1642 10 ай бұрын
Mmmh,very painful 💔. May the brother heal,God Himself will revenge for this innocent brother since the state has failed 😢
@siphephelozulu8536
@siphephelozulu8536 10 ай бұрын
Umbulele ephila lomntwana lobaba. Ezweni lethu kukwamachanca kwampunz' edlemini. Umthetho uthambile kunalokho kushaywa edonsayo. Usuyithemba lokugcina Nongalo
@simphiwekhumalo3814
@simphiwekhumalo3814 10 ай бұрын
Waze walibulala ikusasa lengane lobaba😭😭😭😭
@KatlegoMakoti-fy1ff
@KatlegoMakoti-fy1ff 10 ай бұрын
Kakhulu N It Sounds Like He's Smart
@phumzilentshangase9363
@phumzilentshangase9363 3 ай бұрын
Ngyamesaba nesilwane sincono kunaye😭
@sandileTembeNgwanase
@sandileTembeNgwanase 10 ай бұрын
Kunzima kulomhlaba😭😭. Sengathi ingaluthola usizo lensizwa, noNkulunkulu ezibonakalise🙏🏾🙏🏾
@mduduzipooe9619
@mduduzipooe9619 9 ай бұрын
Very painful story. The father deserves something I won't mention here..
@athenjiwemdumata1357
@athenjiwemdumata1357 3 ай бұрын
Kakhulu bhuti
@DudutinyikoSibiya
@DudutinyikoSibiya Күн бұрын
Ngiyazwela
@tamiebekezulu9245
@tamiebekezulu9245 9 ай бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭LORD PLEASE HELP THIS FAMILY IN JESUS NAME🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@jabunkosi451
@jabunkosi451 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu e South Africa umthetho awukho phephisa cc ngomtanakho wena ndoda liyeza elakho ilanga sizani Nkosi yami 🙏💔
@londiwenxumalo6695
@londiwenxumalo6695 9 ай бұрын
Umthetho wase South Africa fails us everytime, ayikho into ebuhlungu njengokuthi islwane sidlwengule ingane yakho iqede inkantolo ithi akanacala😭😭😭imagine the physical damage not to mention the emotional damage
@user-dc2hs1xm2t
@user-dc2hs1xm2t 10 ай бұрын
😭😭😭😭💔💔 Jehova kodwa uvumelani abesilisa bamoshe iingani zethu . Babu Msweli Jehova akulonde njalo emsebenzini owenzayo. Kwaze kwadabukisa ukuzwa udaba lukasisi . Sisi wam uNkulunkulu akuqinise apholise iintliziyo zenu nomntwana . Jehova usekhona nakuleso simo senu . Hawu ngaze ngazwa kabuhlungu ukulalela udaba lakho
@sakhilealoni2281
@sakhilealoni2281 10 ай бұрын
Kodwa umthetho wase South Africa usixekela phansi asiphephile nengane zethu😭😭
@simphiwemdaki
@simphiwemdaki 10 ай бұрын
Umthetho want? Ukwasigide sibhekane lana
@emilykumalo2931
@emilykumalo2931 8 ай бұрын
Very painful story may God bls u Mr Msweli keep it up 4d good job uNkulunkulu angenelele basizakale nkosiyami
@makhosiekunene4167
@makhosiekunene4167 10 ай бұрын
Syabonga babuMswele ngendlela osebenza ngayo special indlela okhuluma ngayo nomfana imenza a feel comfortable
@filiciadiloro5863
@filiciadiloro5863 10 ай бұрын
IMay the Good Lord shine His face upon you. God remember this famaly heal them and show your mercy upon them
@nokuthulamkhize8877
@nokuthulamkhize8877 Ай бұрын
By His stripes you are healed boy boy! Wish you all the best in your healing and future❤
@janetzuma1375
@janetzuma1375 10 ай бұрын
Ey kwanzima emhlabeni izingane zizobalekela kubanii mazihlukunywezwa abazali bazo ibuhlungu lento eyenziwe yilobaba enganeni yakhe kushukuthi Kade ayqala lento yakhe yokuhlukumeza izingane 😢
@nosifisokhoza8510
@nosifisokhoza8510 2 ай бұрын
Umamazala ujola lomkhwenyana yoooo ungamela kanjani umuntu ohlukumeze eszukulwane sakho,as a grandmother how do you feel to see your grandchild struggling..God have mercy
@sanele3315
@sanele3315 10 ай бұрын
Ngi saba ukuthi siyophedunka ababulal ngexa yezimo ezinje nokuphoxwa umthetho
@athenjiwemdumata1357
@athenjiwemdumata1357 3 ай бұрын
Exactly bhuti
@asandambebe5201
@asandambebe5201 Ай бұрын
Futhi yeyi nkosi yam sisize bo yhooooooo kunzima emhlabeni💔💔💔💔💔
@cynthianokulunga1330
@cynthianokulunga1330 5 ай бұрын
This is heart breaking ...may God gv u strength cc
@KefuoeVilakazi
@KefuoeVilakazi 10 ай бұрын
Ave ibuhlungu indaba yengane babumsweli.... Into ebuhlungu kakhulu ukuthi abomakhelwane bami laba nami ngise tsakane elangaville😢😢😢😢engathi unkulunkulu angabapha amandla okumelana nalesimo
@ellahnokane4536
@ellahnokane4536 5 ай бұрын
There are Thuthuzela care centres (TCC) at least 4 in each province. If you are far you can ask police unit Fcs they are required to take you to the TCC. At these Thuthuzela care centres you get every thing under one roof. Counselling, statement taking, medical treatment and evidence collection/ DNA. You will be getting your case updates and a prosecutor will guide all the investigations
@SimphiweMahlangu-uv3zu
@SimphiweMahlangu-uv3zu 9 ай бұрын
Please advise the lady to take the case to Afriforum. They will assist her for free
@sthembileshusha-df9rz
@sthembileshusha-df9rz 10 ай бұрын
Sinenkinga eSouth africa Umthetho wakhona bakity uhlezi uzomvuna umangalelwa .kodwa ingane 7 years kuba isigqila socansi kubaba wakhe....haaaa Jehova ngenelela thina bant besifazane sophumula ethuneni..😢
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 10 ай бұрын
Uqinisile yazi
@siphumelelezondi2124
@siphumelelezondi2124 10 ай бұрын
Ayi cc ngizwa obunye ubuhlungu ngilalele, umama womtwana ubuhlungu abuzwayo angibufiseli muntu 😭😭😭
@zandilemazet754
@zandilemazet754 10 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu Nkosi yam😭😭😭😭😭
@zandilemazet754
@zandilemazet754 10 ай бұрын
Nalocc yazala zngane ziw4 ngfunukwazukty zandawonye yn lezingane
@phathiswasweetnesmqokozo621
@phathiswasweetnesmqokozo621 10 ай бұрын
Yaze yabuhlungu into yhooo jehova
@mongamelidladla3599
@mongamelidladla3599 2 ай бұрын
Sabantu base mzansi ila singena khona ke ukut sivele bhakedeni, Nkulunkulu ka Jehova Nyazi lwezulu syacela akuKhumbule boy❤❤
@zamasthole9083
@zamasthole9083 10 ай бұрын
Lendoda idinga iskebhe nj before iboshwe ubuhlungu obingaka nkosi kunzima💔💔💔
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 10 ай бұрын
Mmm bafowethu kwaze kwanzima bakithi. Sisi ngikufisela isibindi usizi o kulo kuzima uNkulunkulu uhlala emuhle qina ntombazane 💔💔
@nonhlanhlamzimela-su1hb
@nonhlanhlamzimela-su1hb 10 ай бұрын
BabaMsweli ukuhloniphisa amagama akusizi abanye abazi ukusodomayizisa indaba ibeke nje ngembaba ungawafihla amagama abantu kodwa isimo besicela sibekwe ngendlela eyiso akulona ihlazo ukuthi ubaba umfake into yokuchama noma umfake into yakhe kuphi luhle uhlelo lwakho uphiwe uNkulunkulu ukusiza abantu amahlazo enziwa ithina bantu esizalana nabo uzokusiza uNkulunkulu sisi nedlozi lakho uqinise nasedolweni umthandazo uzokuxhumanisa noNkulunkulu phephisa ntombi
@user-dd5kt4pq9j
@user-dd5kt4pq9j 5 ай бұрын
BabuMsweli.This entire story is breaking my heart.I wish and pray that all goes well this lady and his son to get justice and that he must get assistance on his medical condition.
@user-zx6vx3bm9g
@user-zx6vx3bm9g 10 ай бұрын
Nkulunkulu kwaze kwabuhlungu haibo isilwane sendoda lesi hey kwaheleza umoya esiswini kanti kwenzenjani emhlabeni 😢😢😢uxolo mama uNkulunkulu aze abenawe
@user-xt8cb6mw6k
@user-xt8cb6mw6k 9 ай бұрын
Ngangit ngyabazi ubuhlungu kodwa lobu bungishaye ikhanda ngaze ngabuhlungu😮😢😢
@fikilendlovu2750
@fikilendlovu2750 10 ай бұрын
Kuphela amazwi okubabaza nje hai🤔I'm speechless 😢
@user-sl9nq5sy8k
@user-sl9nq5sy8k 3 ай бұрын
😢😢babumsweli Muhle umsebenz wakho ..😢umama lwanzima udaba lwakh sengthi unkulunkul engalokh enawe akuvikele nomndeni wakh .......lobaba waze wabanonya enganeni yakh ubuhlung obunga umfan aphil nabo empilwen ngaz ngawazonda amadoda😢😢😢
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 5 ай бұрын
Mntanami kuzobancono kuzolunga ujehova ukhona futhi unisanhathile ningumndeni,lobaba engatho angajexs ehlukumeza ingane yakhe engashelingani izintombi aze smoshe impilo yomntwana ngithi phephi kulomndeni Amen
@wendymaseko6622
@wendymaseko6622 10 ай бұрын
He sounds like a smart boy!! Hope he gets help to recover and continue with his dreams!! Nemithandazo
@zabelozarh1963
@zabelozarh1963 10 ай бұрын
Akaze ngibe buhlungu kanje emoyeni wami 😭🥲 Lobaba aka deserve ukuphila engathi unkulunkulu engamunceda umntwana wakho cc Waze wabola ugogo wengane aih boo 😭😭
@hlengiwemchunu6344
@hlengiwemchunu6344 9 ай бұрын
Siyabonga kuwe ndoda yamadoda Kukuphi nkosi yami kulendawo ake ngibonane nomenzi bandla
@user-ei9ug7hh9m
@user-ei9ug7hh9m 2 ай бұрын
Oooh yini Bawo, umntana ade athethe kabhlungu kangaka
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 10 ай бұрын
That is so painful some people are cruel that man deserves life sentence
@user-tq8wu3nh4n
@user-tq8wu3nh4n 3 ай бұрын
Kubuhlungu sisi kodwa uThixo uzakulekelela akalali akozeli umgcine kasirayeli❤
@gezanichauke4122
@gezanichauke4122 2 ай бұрын
BabuMsweli uJehova akugcine nabanye basizakale wedlula nohulumeni😢😢kwaze kwanzima kumuntu wesfazane😢😢.Umthetho awdlalindimala.
@pkmnisi3434
@pkmnisi3434 10 ай бұрын
Aw Nkosi kunzima 😢umndeni!!!!
@simangelentshalintshali6946
@simangelentshalintshali6946 2 ай бұрын
Nkunkulu akubusise bab'Msweli, may God be with that family 😢😢
@prettydube5440
@prettydube5440 10 ай бұрын
Kwazekwanzima kulomhlaba zophephela phi Ngan zethu
@nokubongadhlomo7758
@nokubongadhlomo7758 9 ай бұрын
Shembe Nyazi lwezulu bengaba yini Mina kodwa la😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔ngomfana wami ngeke kungamane kuboshwe funge amakhabela dadewethuuuu kababa🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞
@user-tq1ny2mq9i
@user-tq1ny2mq9i 3 ай бұрын
Babu.msweli.siyabonga ngokubanawe.inkosi.ibenawe.amen
@user-ux8ti9eh3j
@user-ux8ti9eh3j 3 ай бұрын
😭😭Saze saphila kabuhlungu ezweni Jehova wethu sonke kaze ukuphi lekelela saze sabuthwala ubunzima ,eyi Baba Msweli uJehova ukulethile kuba uzosula izinyembezi ebantwini bakhe
@simphiweraymondmajola375
@simphiweraymondmajola375 10 ай бұрын
Sengathi engasizakala umama nomntwana sinzima isimo sabo, mkhulu msebenzi wakho bab`uMsweli.
@mukelomabuza6567
@mukelomabuza6567 10 ай бұрын
😢😢yooh amadoda awasifuni lwabuhlungu undaba lwengane
@nomthandazomalunga1742
@nomthandazomalunga1742 10 ай бұрын
😭Hawuu nkosyami kodwa amanye amadoda kodwa😭😭
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 9 ай бұрын
Baba ,kunganani umcelele umkhuleko ku Baba Nyazi lweZulu .uNkulunkulu unamandla okunqoba isimo esinje.ngoba lomtwana ulimele okwamampela.kodwa UNKULUNKULU.uzomsiza l Beleave that
@zandilezah3404
@zandilezah3404 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu 💔💔😭😭😭😭😭 nkosi vikela abantwana bethu💔💔
@nosifisokhoza8510
@nosifisokhoza8510 2 ай бұрын
I'm sending my prayers 🙏 baba Msweli ngcela le Case uyiphakamele lo baba bambophe leli Cala kumele liphinde livuke
@irvinnhlumayo9864
@irvinnhlumayo9864 10 ай бұрын
Mmm kodwa Nkosi kanti abantu bangenwe yini
@user-mu7sj9qs6z
@user-mu7sj9qs6z 5 ай бұрын
Kubuhlungu 💔💔💔 Jehova sengathi angaphakamisa isandla aphole ngithemba wena baba msweli
@thandekasithole1028
@thandekasithole1028 10 ай бұрын
Abantu uma sebezithathela umthetho ngezandla kuba okunye umthetho wala uyasibukelela
@fezilemsindo4000
@fezilemsindo4000 9 ай бұрын
Ohhh yhini tata have a listening skill, mamela , she is really troubled ? I just want to give her a hug , take her out and have a cup of coffee
@user-li6un5ru3e
@user-li6un5ru3e 9 ай бұрын
Yoh ayibuhlungu hle lo cc ube strong hle😢
@ntombisibeko6494
@ntombisibeko6494 10 ай бұрын
The truth here is Men hurt each other...men have been sexually assaulting young boys since the dark ages...and it has remained a vicious circle..Men are broken in secret and families are participating in keeping the secret..look at how men in prison are comfortable with sexually assaulting each other..I'm in pain..silwa nemimoya
@user-bz9dp5hr5w
@user-bz9dp5hr5w 10 ай бұрын
Ngihlezi Lana ngikhulisa somebody else child today that child uzoyo ku grade 8 nkosi ngicele ungincenda ngingaphambuki ebuntwini futhi ngiyakholelwa that noma ngihlukumezwa ngumuntu engith ngiyamthanda ngakhetha yena kunomndeni wami baba ngicela kuwena ngingaboni ingane as a second option I'm heart broken akukho engingakwenzi kepha ngiyahlukumezeka ebudlwelaneni engikubu nkosi ngicele amandla I don't do what lobab akwenzile 💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔🤗
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 10 ай бұрын
Ngwenya Ngicela ungithinte kulenumber 0725188602, noma ungithumelela uwhatsapp same number 🙏🏾
@user-bz9dp5hr5w
@user-bz9dp5hr5w 10 ай бұрын
Ngiyabonga ngwenya ngiyitholile you're number
@user-ff2gj2os6v
@user-ff2gj2os6v 8 ай бұрын
This hurts so deep i pray they get help🙏
@lihlebeauty1539
@lihlebeauty1539 10 ай бұрын
😢😢 very painful story sengath ngasizakala nkosiyami
@siyabonga6347
@siyabonga6347 10 ай бұрын
Yazi baba Msweli inkosi ibe nawe
@BongiweTembe-qd2hj
@BongiweTembe-qd2hj 28 күн бұрын
Ohhh nkosi ngenelela baba nakhu lifa izwe😢mmmakukhulumeki
@user-sn8vw7kv4h
@user-sn8vw7kv4h 2 ай бұрын
So sad ,sorry boy ngutata onjani lo uzobulala ikusasa lomnrwana,uzivanjani xa ebony umntwanakhe ephila lempilo ubuhlungu uthini ngomama womntwana onyuka esehla ngokukhohlakala kwakhe justice must be served for this family and God restore ubuyena kulomfanyana akwazi uba strong stand firm boy ngomso uzokwazowa lilizwe lonke unceda abadlule kulemeko be strong kuba sesilapha ngk.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮yhooooooooooooooo Thixo kodwa yinto enjani lena bakithi lendoda isagcinwe emphakathini kuyiwa nini emaphoyiseni nkosi yam.Bafazi ingane azisashiywa namadoda esoecially mesekwehlukenwe.Unikwa bail yani?😢😢😢😢hlazo lini leli bakithi indoda ilifaka kanjani ipipi enganeni ubunja bani bonke lobu akanacala kanjani kanti uthini umthetho ezweni lethu.Awu dadewethu ngaze ngalimala emoyeni heart 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 ake uzwe nje icala liphele kanjani ingane ilimele kangaka yhooooo i can't believe this ukuthi ugogo wengane uvikele isdwedwe somkhwenyana uyodliwa zimpethu engafi.😢😢😢😢😢
@phumimabanga962
@phumimabanga962 10 ай бұрын
Walikhuluma iqiniso sis wam. I am just speechless😮😢. I do not blame abantu abangayi emaphoyiseni...lenja kababa idinga ukuyiswa emobeni inyamalale or ithenwe...ibuhlungu kakhulu lendaba kalosisi yoooo😭😭😭😡
@user-tq1ny2mq9i
@user-tq1ny2mq9i 3 ай бұрын
Babu msweli Kwame kwabungu indaba Kasisi kumele lively igamalakhe Simbone nesibngosakhe inositol ikuphi makukhona Obama abanjena
Ayanda Msweli Foundation | Usukuphindile uNongoma Odume Ngakho
52:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 61 М.
Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Ubulungiswa
1:03:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 297 М.
OMG😳 #tiktok #shorts #potapova_blog
00:58
Potapova_blog
Рет қаралды 3,9 МЛН
Khó thế mà cũng làm được || How did the police do that? #shorts
01:00
SESIKHALELA UKUTHI SITHOLE NOMA NGABE ITHAMBO LAKHE NJE
36:04
THULELENI TV
Рет қаралды 13 М.
Ngifuna Imali Yami
25:46
Coconut TV.
Рет қаралды 30 М.
Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development
29:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 180 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 204 М.
WITHIN WITH HAZEL S3 EP7 HLENGIWE NKWANYANA
1:54:04
Bakoe Entertainment
Рет қаралды 447 М.
My life began in prison | Solly Mankga
3:34:48
King David Studio
Рет қаралды 440 М.
Ayanda Msweli Foundation | Libhubha Nommeli
32:57
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 51 М.
Жизнь КОМАРА (смешное видео, юмор, приколы, поржать)
0:59
Натурал Альбертович
Рет қаралды 8 МЛН
Пацан Шокировал Родителей 😂
0:27
Глеб Рандалайнен
Рет қаралды 3,7 МЛН
Страшно, когда ругается мама😰
0:10
Лиза Вертинская
Рет қаралды 1,8 МЛН