Dr Mnguni | Ilula

  Рет қаралды 13,553

Dr Mnguni

Dr Mnguni

3 жыл бұрын

Impande Ilula
Please Follow
Dr Mnguni On
Facebook : @Drmnguni

Пікірлер: 44
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Ngicela ningixolele, ngenxa yomsebenzi angisitholi isikhathi sokuphendula ama comments. Nazi izinamba engitholakala kuzona kwabafuna uSizo noma ama direction okuza kumina eMawoti. +27 73 497 0584 or +27 83 956 2089 uma ngi busy send WhatsApp ngizobuyela kuwena. Ngiyabonga. Ngiyanithanda.
@christinahnqwata9249
@christinahnqwata9249 3 жыл бұрын
Ungayeki ukwenza lomsebenzi umhle kangaka...
@thulimagugu3251
@thulimagugu3251 3 жыл бұрын
Amen. Ssiayabonga nge KZfaq videos. Umfowethu uyaludinga usizo useze wayeka. Ufundisa kahle kakhulu kube nje waba uthisha hhhayi. Kwakuzophaswa.....
@victorzondi9958
@victorzondi9958 3 жыл бұрын
Kodwa sasinga kutholi ngani sisa funda dokotela kodwa sisafuna ukubuyela eyikoleni ngolunye uhlobo siyabonga ngolwazi inkosi engathi ingangi siza ngihlangane nawe amen🙏
@LindaniMoloZuma-w8z
@LindaniMoloZuma-w8z 17 күн бұрын
Amen mkhulu
@Ndoreh
@Ndoreh Жыл бұрын
Ngcela ukubuza baba ukuthi ngabe iqiniso yin ukuthi ilula liyasiza enganeni encane engafun ukuhamba
@zandilezandi6283
@zandilezandi6283 3 жыл бұрын
Ameni unjehova ehlisele umusaphezukwakho amen
@queenethsndukuya6674
@queenethsndukuya6674 3 жыл бұрын
Baba siyabonga kakhulu abantwana bami bayawudinga lomuthi baba kakhulu abaconsetrate kahle bayskhohlwa . ngise Goli Midrand baba ngokuhlala. Ngiyabonga. Diwuthola kanjani me lomuthi
@nomsalukhele4316
@nomsalukhele4316 2 жыл бұрын
mkhulu naminginaleyo nkinga ,ngikhule ngiglakaniphile ngikhona ukwenza izinto ziphumelele kodwamanje sekushabalalekonkelokho .manje akusenzeki lokho ngicela usizo mkhulu ngoba ngingacabanga ukwenza izinto kodwa kugcine kungenzekanga .
@nokuphiwamncube9638
@nokuphiwamncube9638 Жыл бұрын
EY dokotela umsebenzi wakho uyancomeka kakhulu
@zaciswamdakane7327
@zaciswamdakane7327 3 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu akwande kulowombel ogwansile
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 жыл бұрын
Thokoza Emakhosini 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾 cha siyafunda njalo siyabonga kaYeyeye 🙏🏿
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Amen
@pietmazibuko914
@pietmazibuko914 3 жыл бұрын
Siyabonga DR Mnguni manje sisizakala kanjani ingane zidinga sizo lwalempande.
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Ziyafona
@madammkandla9670
@madammkandla9670 3 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu baningi abantu abanenkinga efana nalezinto ozikhulumayo siyabonga mkhulu ukuthatha ithuba lakho lokusifundisa
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Manje usizakalanjani dokotela ngilomntwana onjalo
@fanelepepegodide276
@fanelepepegodide276 3 жыл бұрын
Wena kayeyeye kudalwa yn ubasahambe nje kuthiwa geza slwane
@nellynxele323
@nellynxele323 3 жыл бұрын
Ngiyabingelela babumnguni
@zengezile
@zengezile 3 жыл бұрын
Siyabonga, siyakutsandza Dokotela wethu, unemusa kakhulu.
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu
@nhlanhlasithole2307
@nhlanhlasithole2307 3 жыл бұрын
Yeyeye
@thozithozie4983
@thozithozie4983 3 жыл бұрын
Iyho Mkhulu ukhuluma nami iyho kusukela ngimncane ngidom obala kodwa azange ngiphele mandla ngoba bengiyithanda imfundo ngafika kumatibiletsheni ngavele ngahlekelwa itext book yelife science angiyaz nanamuhla ukuthi yayakuphi hai ngawuphasa imatric kunjalo kodwa kabi kodwa nanje angikalilahli ithawula...
@J1991-u6t
@J1991-u6t 3 жыл бұрын
Siyakubonga DR Mnguni.Nkulunkulu asigcinele wena 🙏🏼
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Syabonga kakhulu
@nomvulambatha8341
@nomvulambatha8341 3 жыл бұрын
@@drmnguni8362 yima njalo dokotela
@zinhlewitness3852
@zinhlewitness3852 3 жыл бұрын
Jehova nokhokho baze bengeze ukuphila khehla 👏
@jerrygule4899
@jerrygule4899 3 жыл бұрын
Dr Mnguni ngenxanxa sengiyitholile ivideo yelula ngiyabonga
@Thesongstress1909
@Thesongstress1909 2 жыл бұрын
Lisebenza ngedlozi ilula???
@thommasilo9145
@thommasilo9145 3 жыл бұрын
Hhayi khona siyabeleka isingisi,sikushiya unamajazi.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Siyabingelela Dokotela ngikubuka ngisegoli ngizokubuka late
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Tnx
@princemakhalemele8436
@princemakhalemele8436 3 жыл бұрын
Dr Mnguni, ngicela ukubuza ukuthi ILULA ulisebenzisa kanjani?
@zinhlewitness3852
@zinhlewitness3852 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu, ay ngyafisa engathi,indlondlo ingathola indumba nangapha ko stanger,ay kudlaliwe ngath ngapha
@mlungisindlela8191
@mlungisindlela8191 3 жыл бұрын
Mkhulu tholakalaphi
@thembamathe5764
@thembamathe5764 3 жыл бұрын
Inamba yakho?
@bonisilemassingue2488
@bonisilemassingue2488 3 жыл бұрын
Thokozani mkhululu I've been struggling alot with my life I ended up being a maid I wanna go to school and my level of mind it's not okay coz I just lost my father iam know supporting my family and I have a calling kumele ngiyatwasa I feel like iam losing my mind do u have any advice mkhululu iam losing my self iam very moody and depressed thokozani 🙏
@bongiwenyandeni6966
@bongiwenyandeni6966 3 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu Baba untombazane wami uyawudinga kakhulu lomuthi uyakhohlwa kakhulu noma ebhala amaTest ufunda University lapho eThekwini
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Ungasixhumanisa naye asizakale
@drmnguni8362
@drmnguni8362 3 жыл бұрын
Komele sixhumane
@bongiwenyandeni6966
@bongiwenyandeni6966 3 жыл бұрын
@@drmnguni8362 Ngiyezwa Baba mina ngise Newcastle inkinga yami kuzoba imali ngoba angisebenzi kodwa ngiyafisa uzofika kuwe .
@bongiwenyandeni6966
@bongiwenyandeni6966 3 жыл бұрын
@@drmnguni8362 Ngiyabonga
@bonganimachaelmkhabela3722
@bonganimachaelmkhabela3722 3 жыл бұрын
Ngyezw mkhulu bengfisa kukubona manje yhooooo
@bonganimachaelmkhabela3722
@bonganimachaelmkhabela3722 3 жыл бұрын
Kukudelapho ohlala khona
Does The Mind Have The Power To Cure? - Sadhguru
19:52
Sadhguru
Рет қаралды 2,1 МЛН
How to Deal with Relationships? | Sadhguru
10:43
Sadhguru
Рет қаралды 4,6 МЛН
MISS CIRCLE STUDENTS BULLY ME!
00:12
Andreas Eskander
Рет қаралды 20 МЛН
Best KFC Homemade For My Son #cooking #shorts
00:58
BANKII
Рет қаралды 69 МЛН
Nastya and SeanDoesMagic
00:16
Nastya
Рет қаралды 39 МЛН
How Many Balloons Does It Take To Fly?
00:18
MrBeast
Рет қаралды 202 МЛН
Stop Digging Into The Past - Sadhguru
7:58
Sadhguru
Рет қаралды 1,9 МЛН
IZIGABA ZOKUPHAKAMISA EZINGENABUNGOZI | NOKULUNGISA IZITHWALO
11:26
Ongoing legal battle between ANC and MK
5:57
Newzroom Afrika
Рет қаралды 11 М.
Ukuntsontswa KweDlozi/Umadlozana| Dr Mnguni
9:24
Dr Mnguni
Рет қаралды 28 М.
Imimoya | Dr Mnguni
8:38
Dr Mnguni
Рет қаралды 11 М.
Dr Mnguni Uchaza NgesiGubhu Sakhe Sezimanga, Lana Uceba Kumnyama KuBomvu
13:03
MISS CIRCLE STUDENTS BULLY ME!
00:12
Andreas Eskander
Рет қаралды 20 МЛН