IMINA INKOSI YE SIZWE SAKWA DLOMO EKRANSKOP EYAHLONZWA UMNDENI WONKE UPHELELE.

  Рет қаралды 5,195

siyeza tv

siyeza tv

19 күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Пікірлер: 30
@emmanuelvusimuzimthiyane2728
@emmanuelvusimuzimthiyane2728 17 сағат бұрын
Indlu ne ndlu yakwa Dlomo kumele yenze incwadi efungelwe ecacisa ukuthi ngubani okumele ahlale esihlalweni,bese beyofaka icala enkantolo ephakeme,babophise no cogta,u premier,kanye ne commission eyayiqokiwe ukuxazulula loludaba 😎
@zoemystique7773
@zoemystique7773 10 күн бұрын
From my observation; engathi isithembu siyayiqhatha indaba yobuKhosi. I know its tradition vele in many areas esp here in RSA. But the greatest Kingdoms often have a King and his Queen. Maybe ke some concubines but they always keep a straight linear line. We must take note.
@KhayelihleDlomo-qj5rp
@KhayelihleDlomo-qj5rp 17 күн бұрын
Cha bakwethu amanga awanga phenduki iqiniso,uMandlakhe uzalwa iBamba bukhosi u(Mnwana uMntukaboni)NGO mhlaka 25 December 2007 eMakhabeleni aseMvoti sasence umcimbi endlunkulu yakwa Notha uMntwana uMntukaboni wazisholo yena ukuth uyibamba lase Makhabeleni eKranskop,yinye iNkosi othukela uMkhululeki ka Zenzo ka Zingelwayo ka Mkhuzangwe ka Gayede ka Magedama ka Nomagaga.
@QhawelishaDlomo
@QhawelishaDlomo 15 күн бұрын
Bazenza izilima ngamabomu laba
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr 12 күн бұрын
Lendoda elapho iphethe i pepha elishiyo ukuthi uyi Nkosi yena no Mandlakhe naye uphethe iphepha elishoyo ukuthi uyi Nkosi ,yinsumansumane lena
@user-sm9uv7vl6x
@user-sm9uv7vl6x 17 күн бұрын
Kabe izingane zenu ziyezwana nje makunje 😢ngeke madoda hluzani imiqondo khulani ngokwe ngqondo akekho ofuna ukuzehlisa ozohamba ayozifunela okusa toghrwana nje aphume ekukhulumeni😢😢
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 15 күн бұрын
Waybeka Mkhwanazi vele injalo abaqale benze i appeal kamadondo before bayoxazulula njengomndeni baft ngaze ngasithanda isizwe sasemakhabeleni
@thokozanimthalane
@thokozanimthalane 17 күн бұрын
Cha, Mfowethu asikhuze. Kubi ukuthi sifake ungabazane ngezinhlaka zikahulumeni, ngoba uhulumeni ogcina elamule imibango yasemakhaya. Niyazazi izimpi zemibango zichitha elininginigazi. Nezingane zabantu ezisebenzela lomnyango zibekeka engcupheni, kanti noma zingenza amaphutha asinabo ubufakazi bokuthi basuke bechemile.
@bongythwala9840
@bongythwala9840 17 күн бұрын
Iqiniso lelo ,kungenze kushelele ulimi bakithi asibaxolisele.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 17 күн бұрын
Eyi bakwethu kunzima khulumisanani kahle nigweme izimpi ngoba zinomthelela omubi kakhulu ngiyanxusa 🇬🇧
@bongythwala9840
@bongythwala9840 17 күн бұрын
We Bizo unjani​@@bongiwencayiyana220
@JeffreyFCibane-ey9rf
@JeffreyFCibane-ey9rf 14 күн бұрын
Ziphi izingane zikaKaMakhathini Kubukeka eqiwa nje kukhulunywa ngamakhosikaz anomlando, uthin wona umlando wawo Hey umnden uyazixova izingane zendoda uma ingasekho. Owasina kuqala nje , akuthathe indodana yakhe
@gugumildred9498
@gugumildred9498 15 күн бұрын
Kwaze kwanzima😢
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr 12 күн бұрын
Siphi isilo ngoba nasosihleli ngesiqe esisodwa
@user-sm9uv7vl6x
@user-sm9uv7vl6x 17 күн бұрын
Namakhosikazi enu shuty awezwene makunje😢
@gugumildred9498
@gugumildred9498 15 күн бұрын
Dinangwe
@SabeloNcengwe-fh6ir
@SabeloNcengwe-fh6ir 17 күн бұрын
Inkinga anizwani nonke nifuna itholwe umntu eni mthandayo lemali yobu khosi
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 15 күн бұрын
Wenake mft okhulume ekugcineni uyasazi istory sakho
@user-bj5cb9dw7x
@user-bj5cb9dw7x 17 күн бұрын
Nalaba bachaza into engezwakali nje kahle lo owayefike ekuqaleni wayichaza kahle yezwakala yabonake le insumansumane
@QhawelishaDlomo
@QhawelishaDlomo 16 күн бұрын
Lento ufuna sengathi kungaqala kuqonde ukuzaleka kwakho kuqala khona uzoyizwa Kahle mhlampe uyingane mawazalelwa ezihlahleni ngeke uyizwe lento uzozwa Yona le yasezihlahleni lawazalelwa khona
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 15 күн бұрын
Isoka kodwa leli elingumandlakhe elalifike ekuqaleni nina niyadavuza kodwa into eniyikhulumayo ayingaqhathi isizwe
@sibusisolindokuhle9231
@sibusisolindokuhle9231 17 күн бұрын
Busisiza ngan lobukhos?
@bongythwala9840
@bongythwala9840 17 күн бұрын
Kuba nemali oyiholayo iqolo lokuthi uyinkosi
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 15 күн бұрын
Ubuza udoti wena osopolitiki laba abanibhebhayo banisiza ngani
@zakheleningubane854
@zakheleningubane854 14 күн бұрын
Uyaxhapha nje wena
@mzodlomo
@mzodlomo 16 күн бұрын
Mina ngu Mzokhanyayo Dlomo endlin yakwa Gulukudela Mina njengelungu lomdeni Mandlakhe akayeyona inkosi ungumtwana njengami nje Advice: Mfwethu hambofunu msebenz uyeke izinto ongahlangene nazo angeke ube inkosi noma ungenza buphi ubuqili
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 17 күн бұрын
Nalobukhosi enibubangayo abusisizi ngalutho thina.
@user-bj5cb9dw7x
@user-bj5cb9dw7x 17 күн бұрын
Angithi sebeyabuholela ingakho sebebubanga kangaka nje ngagcina behola u 20,000 angaz manje sebehola malini
@user-sm9uv7vl6x
@user-sm9uv7vl6x 17 күн бұрын
​haybo babazani engaka yona 😢😂😂😂
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 15 күн бұрын
Ake nime kancane ninabantu baseloxion ukukhefuza ngobukhosi cozy anibazi nakhulela phansi kwamadilozi onyoko
ummeli ungirobbery imali ka RAF
17:55
THULELENI TV
Рет қаралды 2,1 М.
INKOSI YAKWA DLOMO KRANSKOP ISEKUBACENI NGOKWESABELA IMPILO YAYO.
1:22:31
НЕОБЫЧНЫЙ ЛЕДЕНЕЦ
00:49
Sveta Sollar
Рет қаралды 8 МЛН
I PEELED OFF THE CARDBOARD WATERMELON!#asmr
00:56
HAYATAKU はやたく
Рет қаралды 34 МЛН
UPHILAKANJANI] bathi ngidle iphenti lomfazi ngihlala kubo EP20
37:25
Sekuyophela unyaka ingane yakhe isemakhazeni uthi ngeke eyincwabe….
33:21
Londiwe Sphe Nxumalo - Ngosuku LwePhentekoste
7:56
Londiwe Sphe Nxumalo
Рет қаралды 4,7 М.
Behind the scene 😁 and result 👆
0:17
Andrey Grechka
Рет қаралды 17 МЛН