INKOSI YAKWA DLOMO KRANSKOP ISEKUBACENI NGOKWESABELA IMPILO YAYO.

  Рет қаралды 15,177

siyeza tv

siyeza tv

2 ай бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Пікірлер: 62
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 2 ай бұрын
Wazewanomlando omuhle wakwenu,nakuba ibuhlungu, kodwa uyawazi,uNkulunkulu nezinyanya zakini,engathi zingansiza ,kubenesxazululo,kodwa kunzima impi uma isesendeni ayixazululeki,ngoba ikhula nesizukulwane,ibuhlungu kakhulu
@qhamukanidavid7158
@qhamukanidavid7158 2 ай бұрын
Ubukhosi bakwaMdluli nabo bekuthi akufane nalobu ngenxa kahulumeni kodwa ngoShembe uNyazi Lwezulu namhlanje inkosi yakwaMdluli ehlezi esihlalweni sayo ngokusemthethweni
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Ай бұрын
Lwenzani?
@sabelongema4958
@sabelongema4958 2 ай бұрын
ANC noze niyibone lemigulukudu emzansi
@qhamukanidavid7158
@qhamukanidavid7158 2 ай бұрын
Ndabezitha ngicela loludaba lwesihlalo uye enkosini uluchazele inkosi uNyazi Lwezulu uphathe namaphepha lawa asenkantolo uhlale phansi uyichazele konke ngoba nalapha esizweni sakwaNodunga kwaMaphumulo nakhona impethu esicishe ifane nalena ukuba inkosi uNyazi ibingekho ngabe inkosi ayikho ibamba lingasafuni ukusuka
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
Lento yamabamba izohamba iphele ngoba ibhodwe eliconsayo
@qhamukanidavid7158
@qhamukanidavid7158 2 ай бұрын
Loludaba aluye enkosini yamaNazaretha undabezitha ngiyafisa Shamase ukuba alubikele neSilo samabandla aphathe wona lamaphepha asenkantolo futhi
@bhekibheki2310
@bhekibheki2310 2 ай бұрын
Ikwelakithi la kunjala mpela since 2008 asazi siphethwe ubani
@mbonisenidlomo5798
@mbonisenidlomo5798 Ай бұрын
Siyabonga Nkosi yesizwe ukulundlala kahle loludaba. Sonke siyafisa futhi siyathandaza ukuthi laba abaphethe umnyango wezokubusa komdabu base okufanelekile, bagcine umyalelo weNkantolo. Akukuhle ngempela ukubhuqabhuqana kwabantu ngaloluhlobo. Lento idinga umholi oyedwa (Inkosi) ukuze ahole isizwe. Isizwe sibuyisane Makhabela kube nokuthula eMakhabeleni.
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 2 ай бұрын
Kukhona inkosi engiyaziyo yasemaKhabeleni encane kunalena. Kusho ukuthini isikhotheme ngoba lo angimazi. Futhi leyo nkosi ibiyiNazaretha, iluthanda uNyazi LweZulu.
@siyandamazibukoonlife3611
@siyandamazibukoonlife3611 Ай бұрын
Uchazile kodwa uNdabezitha ukuthi banemizi emithathu ephethe ezindaweni ezahlukahlukene.
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 Ай бұрын
@@siyandamazibukoonlife3611 le nkosi engikhuluma ngayo ibingeyasemaKhabeleni eKranskop.
@FikisiweMathe
@FikisiweMathe 2 ай бұрын
Ngikhuleke enkosini bayede Ndabebezitha ngizodlulisa ukubonga kulo obhalele kuthuleleni❤ saphela isizwe samakhabela kodwa kuthulelwni ubuphohlophohlo kubulawa abafowethu oBaba kuthulelweni aphi amadoda aneqiniso? saphela isizwe sakithi
@dumisanishezi2849
@dumisanishezi2849 2 ай бұрын
kubuhlungu ukuzwa loludaba Kimi kwakheka isithombe sokuthi uhulumeni uqhatha abaholi bendabuko ngabomu ukuze azikwazi ukubalawula ... sengyayibona into eyayilwela wo Bhambatha. awukwazi ukuhola abantu ngendlela eyayisetshenziswa abaholi bencindezelo amandla ePolitiki
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 2 ай бұрын
Ngiyasithanda isizwe sikadlomo ngseduze kwaso Ngokwakha ngseduze inhle leyandawo
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 2 ай бұрын
Ewu bakwethu ndlu emnyama ngiyacela madoda esizwe,bukhosi bakwadlomo nami ngingumadlomo owami umbono thelelanani amanzi nilungisane ningasabheka indaba yokuthi inkantolo yathi nina niyalazi iqiniso lomlando wobukhosi kungaze kuchitheke igazi kufe abantu.Lezimpi zako Israel nako Gaza zibhlungu ngoba kufa nengani.Ngiyanicela Madlomo amahle from 🇬🇧 UK.
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
Ngiyakhumbula leyo yezibhamu zombuso.
@thando683
@thando683 2 ай бұрын
Ay he can articulate lobaba 👌
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 2 ай бұрын
Ey lestory ngavele ngasikhumbula nkosyami, sasisebancane umah esixoxela ngaso, thina singabashana kwaDlomo, umah owakhona emakhabeleni 😔😔asithembe nkosyami luzogcina luxazululekile loludaba.
@phumzilensele302
@phumzilensele302 2 ай бұрын
Akekho umuntu osile oaafuna ANC BAKITHI asiyikhiphe ANC UMBULALAZWE bavula amaborders for amadrugs . I anc iyaxabanisa
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
Yaqeda ubukhosi bakwa Mbuyazi i anc
@mzodlomo
@mzodlomo 25 күн бұрын
Mandlakhe kahle iqiniso uyalazi ukuth awuyona inkosi futh awqondene nabo Okwakho nje uzotshela bantu amanga uyaz ukuth ngisho ubabu Mtukaboni akakaze abe inkosi ngokomlando esinawo
@nomkhosimlaba3135
@nomkhosimlaba3135 2 ай бұрын
Aw bakit ubhut ka mngan wam uMalungi
@qhamukanidavid7158
@qhamukanidavid7158 2 ай бұрын
Lento idinga ukuba inkosi iyobikela inkosi uNyazi Lwezulu luzoyixazulula ngoba ungumabonakude
@KhayelihleDlomo-qj5rp
@KhayelihleDlomo-qj5rp Ай бұрын
Cha unolimu umuntu oqamba amanga,singabaka Dlomo siyawazi umlando,iNkosi izala inkosi,kodwa ibamba bukhosi aliyi zali inkosi,lo okhuluma la uzalwa ibamba bukhosi esela khothama ngo 2008,umndeni wahlangana wabeka umntwana weNkosi uZenzo eyabulawa ebhasini,kodwa namhlanje udukisa abantu usuthi uwena inkosi.
@ednabengu-ep2im
@ednabengu-ep2im 2 ай бұрын
I like your wisdom ndabezitha , i would advise you to go #umlomo ongathethi manga , ungangezwelakhe.
@thokozanilukhele3353
@thokozanilukhele3353 2 ай бұрын
Nkosi yakwaDlomo uShenbe weza emakhosini bike loludaba oNyazini lwezulu lukhulumele namakhosi amadala esizwe sakini siwageze nesizwe sawo kuthelelwane amanzi
@thandwayinkosidube-lc4mn
@thandwayinkosidube-lc4mn Ай бұрын
Angikho ngaphansi kwe Nkosi...kodwa ngithanda indlela achaza ngayo engafundi phansi...amagama uwakhumbula kahle...
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr Ай бұрын
Bekuno Baba bengisebenza naye ubabu Ndlomo ezimayini bekanoku khuluma ngawo lombango,,ngiyezwelana nawe,niyafana nalobaba engimshoyo,sewkhothama 3yrs back
@thandwayinkosidube-lc4mn
@thandwayinkosidube-lc4mn Ай бұрын
Iyeza MK...kuzojika izinto
@khayelihlemakhanya1623
@khayelihlemakhanya1623 2 ай бұрын
Mina ngicela onolwazi ngemithetho yobukhosi umakufanele ngibe inkosi nginelungelo bokukupha unawethu buphume endlini yami bungasabuyeli nasezinganeni zami
@Zenokuhle15
@Zenokuhle15 Ай бұрын
Bhuti sicela ukhuphula volume akuzwakali
@SIBUSISOXULU-vk9po
@SIBUSISOXULU-vk9po 2 ай бұрын
UZuma uyimpendulo kulamasimba enziwa izigebengu ze ANC ziqhatha isizwe khona ngisho abaphakamiso umkhonto phezu kwesizwe namakhosi njengamanje ngibona ngathi inhloso yabathile ukubulala isizwe sakwaZulu sinqindwe amandla sihlakazwe ,sicela nina enisemagunyeni nilungise lobubuxoki nokweqhatha abantu okwenzekayo
@user-oo9vu4kt2i
@user-oo9vu4kt2i 2 ай бұрын
Lendoda yebhasi yaba yinkosi njani kodwa abantu😢😢😢 sekunje njenje ngumrhobholo😢
@fisanizondi951
@fisanizondi951 Ай бұрын
Ey inyakanyaka yendaba le ulale ezinkalweni ngoksabela impilo yakho ayikho into engabangwa la emnyango
@siyabongancanana
@siyabongancanana Ай бұрын
Yafisa ukwazi ukuthi lona owazibuyisela edubula wase esnziwa induna ngabe wagwetshwa yini?
@cairozulu6700
@cairozulu6700 2 ай бұрын
Mina ngizalawa yiwo amaKhabela futhi khona lapho inkosi ibuya khona umama wami wagana kithi kubusa inkosi uZingelwayo. Ngizwa ubuhlungu ngengikuzwayo ngenkosi ebekelwe ibambela ibe ifanele ukuba seyiyabusa selishenxisiwe nebambela. Sengathi ungaphepha nkosi yase khaya komah.
@user-bj5cb9dw7x
@user-bj5cb9dw7x 2 ай бұрын
Mmmmm baze baphela abantu jehova 😢
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 2 ай бұрын
Ngiyawaz imbongolo wobukhosi uyinkinga kabi ngoba imndeni inobuphixiphixi obubi even izigodi
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr Ай бұрын
Kuno baba enginaziyo bengisebenza naye ngapha ezimayini emalahleni wayenokuxoxa ngawo lombango
@XolaniXhakaza
@XolaniXhakaza 2 ай бұрын
Angibingele NAMI ngokukhulu ukuzithoba,minnake angakhile esizweni sakwa Dlomo futhi angihlobene noDlomo,ngingumuntu ozilandela kakhulu izinto ezithinta isintu,namasiko.Ngiyaluzwa udaba oluthulwa uNdabezitha,kodwa bengifisa ukuthi uThuleleni ake asicelele nalolu olunye uhlangothi sike sizewe nalou ukuthi luthini,ukuze umuntu noma ebeka umbono okukanye ehlulela akhulume sekuzwakale macala womabili ngyabonga.
@mkhabeladinangwe9530
@mkhabeladinangwe9530 Ай бұрын
Lento isuka kude ukhokho wethu waze wabaleka wayocasha cedara ngenxa yokujikelwa abafowabo abanikazi besihlalo base pmb
@mavukavukani2183
@mavukavukani2183 Ай бұрын
Kwakusho ukuthi amakhosi amadala wawvumi
@christianndlovu7120
@christianndlovu7120 Ай бұрын
Uzingelwayo wayena 14 wabafazi
@user-jw8zw8xw3o
@user-jw8zw8xw3o 2 ай бұрын
Uhulumeni uyamoshile amakhosi empelen ufisa ukuwaqeda
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
57:15 isobala lento Anc ujwayele ukubeka abantu bakhe babe amabamba.
@AliAkbar-up6ij
@AliAkbar-up6ij 2 ай бұрын
Isilo esikhona kufuneka siwavikele amakhosi kulomnyango onobungebengu
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
Weeeh, siyeke kugijima no ANC.
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Ай бұрын
Mina uma ngiyiNkosi ngeke ngiphume esiGodlweno sami ungamane ungiqele khona
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
32:56 inkinga iqala lapho kuthathwe umuntu wase musgrave kuthiwe abalawule izindaba zamakhosi bona bebe bengaphethwe amakhosi.
@dumsanizungu3277
@dumsanizungu3277 Ай бұрын
Judgment is final🤞
@QhawelishaDlomo
@QhawelishaDlomo 2 ай бұрын
Nxxx ei amanga angaka😂😂😂😂😂
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Ай бұрын
Amanga kanjani umuntu ephethe into ebhalwe phansi
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
51:55 judge Mjabuliseni Madondo.
@ndwandwewasendwedwe7964
@ndwandwewasendwedwe7964 Ай бұрын
Wenzeni uDinangwe
@xolanexolani7103
@xolanexolani7103 2 ай бұрын
Doti Anc
@user-rs7rg9kn2n
@user-rs7rg9kn2n 2 ай бұрын
Cogta awube neqiniso why kmele kuze kufe abantu bcz amakhosi ahola imali yethu
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 ай бұрын
Cogta phela vele uyena odla izwe lamakhosi ewadlela abakwa Rupperts
@TS-jw6tp
@TS-jw6tp 2 ай бұрын
Sonke sibone nawu Malaka 29 May sonke sibone viva MK yobe enkososini efanelwe sikhundla ngokuse myhethweni kanye nabalahlekelwe sengathi kungalunga konke.
@mzodlomo
@mzodlomo 25 күн бұрын
Nakuwo kyasala ukukhuluma kodwa noMandlakhe iqiniso uyalazi imihlangano seyabanjwa kakhulu abaqondene nakancane nobukhosi
@jacksonleje2882
@jacksonleje2882 Ай бұрын
Boring as always
ITAXI OWNER YASE MLAZI YANGIPHUCA ITAXI YAMI
27:31
THULELENI TV
Рет қаралды 26 М.
КАК СПРЯТАТЬ КОНФЕТЫ
00:59
123 GO! Shorts Russian
Рет қаралды 2,9 МЛН
когда достали одноклассники!
00:49
БРУНО
Рет қаралды 3,4 МЛН
REAL STORIES | Ep9 | Imikhovu KaBaba Ilala Nathi
26:25
Real TV1 Stories
Рет қаралды 83 М.
2024 Elections : Cyril Ramaphosa First Speech After 2024 Elections Results
14:20
|Episode 03 S9| Ukuthwebula Inhlanhla ka Thwasa, Imali yezipoki.
1:27:42
Munchies and Thoughts
Рет қаралды 132 М.
INYANGA ILALE NONKOSIKAZI WAMI QEDE YAMFAKA ILUMBO.
18:11
ThuleleniTv
Рет қаралды 2,9 М.
Ngidlwengulwe i-manager yasemsebenzini ngamitha
43:27
THULELENI TV
Рет қаралды 95 М.
1000 iq guy 😱 @fash
0:11
Tie
Рет қаралды 29 МЛН
Водолаз пытается спасти рыбку 😳
0:30
Money changed everything 😢😔👻
0:31
Ben Meryem
Рет қаралды 26 МЛН
Left ro Right @My dollars are gone@
0:48
Matin
Рет қаралды 16 МЛН
Секретный Прием Джиу-джитсу Пошел не по Плану
0:27