Kuphele ngezinyembezi kwabekade bejola ku Facebook

  Рет қаралды 23,617

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

2 ай бұрын

Kuphele ngezinyembezi kwabekade bejola ku Facebook.
Soundtrack created by Gmulti Studio.
#podcast
#trending
#storytime

Пікірлер: 140
@user-jh9vw4dj8f
@user-jh9vw4dj8f 2 ай бұрын
Ubhuti akazifunele umfazi ngoba Lona yena akazimisele ngomendo usadla ubusha bakhe .cabanga ukube ebesemlobolile nje .lokuthi angasamnaki angamphenduli angamthathi serous uzophila leyompilo nomengamshada ngeke ashintshe UCC uzabomjolela agcine esembulala aboshwe .
@malusimalusi-9852
@malusimalusi-9852 2 ай бұрын
Mc wavele waxoxa udaba lwami ngqo nami kwenzeka into ecishe efani kodwa imali angimuphanga but ngangifuna ukwazi ukut ingane.ngazinika iskhathi naye and lento ngayenza kudala kusadlalwa mxit.inhliziyo yami yakuthola ukuthula ngoba ngagcina ngitholile ukut ingane eyami ithe noma isikhula zangifakazela izinto engizibona kuyona.
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 2 ай бұрын
Indlondlo yama firstborn awu6
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 2 ай бұрын
Yazi
@smangelethusi4128
@smangelethusi4128 2 ай бұрын
indlondlo enkulu
@samm_zoe8154
@samm_zoe8154 2 ай бұрын
Syakuqeda MC lestory ulokhu uncumile nje 😂
@simoduma-tv5xs
@simoduma-tv5xs 2 ай бұрын
This sounds track is a banger, dankie. 🔥
@londisithole1547
@londisithole1547 2 ай бұрын
Angiyboni nje intwe serious ngothando laku Facebook ngathi kusuke kudlalwa nje😢
@Elliottwave620
@Elliottwave620 2 ай бұрын
I think mina people have not shared good stories about meeting up on Social media. Mina sengashadelwa bafo umuntu engahlangana naye ku FB
@londisithole1547
@londisithole1547 2 ай бұрын
Hau syabonga mfwethu kodwa nawe uyazi niyabalwa enahanjelwa izinto kahle, abaningi akupheli kahle.
@Elliottwave620
@Elliottwave620 2 ай бұрын
@@londisithole1547 lol ai wazewanghlekisa dadewethu, but yeah could be true
@Nkifour4
@Nkifour4 2 ай бұрын
Kanti umdlalo wani lona, abantu abayeke ukudlala ngabantu besfazane. Umuntu onezdingo zemali ngeke ayeke ukuyithatha imali yamahala. Futhi nje umuntu othembele nakumali yeqolo! Yimbi lento eyenziwa yilensizwa. HAYI NAMI NGIYINSIZWA KODWA ANGIYITHANDI LE😢
@user-qx6mc1tb2e
@user-qx6mc1tb2e 2 ай бұрын
True Shem ku wrong loku
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 ай бұрын
True he's very abusive
@MandlakheMncwabe-xz9xe
@MandlakheMncwabe-xz9xe 2 ай бұрын
Ukube losisi uthembekile kumuntu wakhe wayezodla imali kphela kodwa skubalekele ukuyohlangana naye.ubaba wengane futh ubemunika imali plus neyoqolo akanaso isizathu sokufeba
@user-lq9lk3vg8c
@user-lq9lk3vg8c 2 ай бұрын
Yimbi ngempela lento eyenziwe yile nsizwa ngempela okusho ukuthi ubengamuphi imali ne airtym umnika ngoba efuna ukubona ukuthi uzokwenzanjani umangabe kusho kona ukuthi ubemnika R1000 yengame kuphela Thina abantu besifazane sineezidingo eziningi,nawe kusho kona ukuthi ushela abantu besifazane ngemali nange airtym owakho uhluleka ukumsiza,Waze wangicika lomuntu wesilisa ungabomulinga umuntu ngento ayidingayo
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 2 ай бұрын
Uyagula wena this is a loyality test uyabona Moe's lomfazi uyiSfebe angithi ukube kwakuyndoda entsha ngempela wayesedliwe lomfazi wezobuya nezifo azozfakelindoda yakhe🤔
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Eyyy bhuti phuma nje kulomama wengane yakho ngeke abe unkosikazi oqotho
@EdwinMoyo-re6tw
@EdwinMoyo-re6tw 2 ай бұрын
Yah hhaiii Cha leNsizwa may'nga lokothi Nje ukumshada lo wesifazane ngoba kathembekile neze.
@FefekaziMakubalo
@FefekaziMakubalo 2 ай бұрын
Yhooooo hay ndifundile apha Menzi
@jurymabaso4678
@jurymabaso4678 Ай бұрын
Lomuntu wesfazane angsyibulala nokuyibulala lendoda ngoba unikwa isandla manje ufuna ingalo yonke 😂😂😂 MKHULULIE ubaba nedlozi lakwa RADIO BANTU before RADIO UKHOZI wayethi MKHULULE
@preciousnkosi2118
@preciousnkosi2118 2 ай бұрын
My goodness akayeke angabe salobola uzofa buti zifo kubi ngaphandle sies muntu wesfazane
@sibusisoshandu9082
@sibusisoshandu9082 2 ай бұрын
Angalkothi amlobole uyobe udlale ngezinkomo zakubo akalungile lowosisi
@user-mz3xk2fo6t
@user-mz3xk2fo6t 2 ай бұрын
Khohlwa bhut wam oklandelayo ukufa
@JabuDladla-xz1ty
@JabuDladla-xz1ty 2 ай бұрын
Ubushimane obungenza ulobole isgebengu ususbonile
@sihawukelesihawukele102
@sihawukelesihawukele102 2 ай бұрын
Transformation Life thank you so much for always telling these good stories, they are very eye opening.
@SipheDlamini
@SipheDlamini 2 ай бұрын
Ubufebe...
@user-rw7dc5es6w
@user-rw7dc5es6w 2 ай бұрын
Siyabonga Cebekhulu yaze yamnandi lendaba futhi kuhle akekho oshayiwe nowalinyazwa kodwa umfokaHlabisa wenza ubuhlakani la nekfanele ingaphinde ikucabange ukuqoma lentokazi ukube nayo ibihlakaniphile
@user-pr6qn3nq5z
@user-pr6qn3nq5z 2 ай бұрын
Angasamloboli ngibonga nobuhlakani bayolensizwa
@londisithole1547
@londisithole1547 2 ай бұрын
Asiylutho ngaphandle kwakho MC wethu❤❤
@dumisanidumzen783
@dumisanidumzen783 Ай бұрын
Nca angamu shadi isigebengu leso
@phelelanizungu
@phelelanizungu 2 ай бұрын
cha asilbonge ijele ngoba ngabe asimaz u Menzisto ngabe uwthisha kuph kuph
@HenryDlamini-pt2yt
@HenryDlamini-pt2yt 2 ай бұрын
Ziyasikhulisa izinkukumo zakho Brazo. Siyabonga
@user-we6gq8vi9x
@user-we6gq8vi9x 2 ай бұрын
MC Facebook love iskem....
@PhilaniMbatha-jp6uf
@PhilaniMbatha-jp6uf 2 ай бұрын
Nice music 👌❤
@simoduma-tv5xs
@simoduma-tv5xs 2 ай бұрын
Yeah it's a banger 🔥
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 2 ай бұрын
Eyani social media kumuntu osumthatha njenge straight 1.. 2 nalendoda nje singamane imsole lo weaifazane ayisole yona kanti yini leee esikhuluma ngayo laa akusiye muntu njengoban ungalokhu umheha ngemali wena nama etym ucabangani into oyifunayo uyayithola moss ngeke ufun amazambane uthole Ikabishi yena kwakumele akholw ukuthi uyamzib ekuqalen kuphela nje imali nama etym kuyaphi. Cha ekumkalelen imali wayeganga ke lapho uma esezomfanisa nama x ebesathandana naye vele kwakumele ingafan imali phela yen umuntu wakhe worse amthatha njenge straight.. But naye dade loo wase wrong maseyi demand mali ezebeke neyizathu eyi unnecessary ukuthi uyamwashela yin leyonto
@housemusic977
@housemusic977 2 ай бұрын
Thanks nge Sound Bhuti
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 2 ай бұрын
I love Transformation Live💛💛💛
@ThuliyThandeka-qh7it
@ThuliyThandeka-qh7it Ай бұрын
Ay kwakumele ubufebe buphele nyaaa
@khanyisocrowder7731
@khanyisocrowder7731 Ай бұрын
Veery smart gentlemen.👏
@Lundizondo
@Lundizondo 2 ай бұрын
Jah indoda ke leyo 😂
@teboholetlhake4688
@teboholetlhake4688 2 ай бұрын
Soundtrack on point 🔥🔥👌🏼
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 2 ай бұрын
Mpiloni le ephilwayo kanti🫥
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 2 ай бұрын
Ayi ayikho le. Imidlalo nje qha!!
@TevinMhlongo
@TevinMhlongo 2 ай бұрын
We need such intelligent people like him, on MK party ✊✊✊✊✊
@mmeme5861
@mmeme5861 24 күн бұрын
Within the Department of Justice.....Police or Correctional services
@stanleyshibe6138
@stanleyshibe6138 2 ай бұрын
Present
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 2 ай бұрын
Kodwa ngngenzenjan nkosyam😮
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 2 ай бұрын
Ungamloboli bafo
@anelenxumalo6090
@anelenxumalo6090 2 ай бұрын
Syabonga
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 ай бұрын
Wow
@RichardNkosi-uz6cw
@RichardNkosi-uz6cw 2 ай бұрын
Siyabonga Bhuti lomkhulu, yoooo
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 2 ай бұрын
Yebo am in .Mr
@zizamelemtungwa6075
@zizamelemtungwa6075 2 ай бұрын
Ayixoxisi mfokaCebekhulu,njengoba uhlezi u advicer ukuthi uma ufetsheliwe kufanele uhambe ungamenzi lutho umuntu .A kuhlukile nakulokho ,inedlozi lendoda,iyishiye phansi udoti.
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 2 ай бұрын
Story of the YEAR ❤😂
@KamoheloMotsima
@KamoheloMotsima 2 ай бұрын
Kodwa nkosi yami ukube ubhuti ubedizela usisis njengaku fake account, ngabe akafebanga...sengisho nje🙄
@khanyisocrowder7731
@khanyisocrowder7731 Ай бұрын
I'm enjoying this story 😂😂😂😂
@smangelethusi4128
@smangelethusi4128 2 ай бұрын
Ngzoke ngizwe isiphetho angiqhubeke ngilalele 😂
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 Ай бұрын
Angamloboli ngeke njeh ìsifebe lesi
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 2 ай бұрын
Present My Buti ❤️🙌...Yoooo wacishe wazichamela sisterz
@SebenzileSithole-yz9if
@SebenzileSithole-yz9if 2 ай бұрын
😂😂
@sbahlembalimbathambalenhle238
@sbahlembalimbathambalenhle238 2 ай бұрын
Sesikhona❤❤
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 2 ай бұрын
Ingabe sakhamisa sathini isfebe😮😮ungasithathi kesosindindwa.
@user-gb1lt1rv8q
@user-gb1lt1rv8q 2 ай бұрын
😅😅😅😅 😅😅😅😅 loooool HHAI movie le.. it's unbelievable
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 2 ай бұрын
Present our MC❤️ silibele sikhona
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 Ай бұрын
Mayeh 🤭🤭isimanga
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o 2 ай бұрын
From Durban Central
@tinangubane9349
@tinangubane9349 2 ай бұрын
😂😂😂 Haaawe ma yaze yahlakanipha nansi indoda ngyayi hlonipha🙆‍♀️
@user-se8fe1xz4x
@user-se8fe1xz4x Ай бұрын
Iyahola shuthi lensizwa ai
@duduzilemlotshwa9282
@duduzilemlotshwa9282 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂.Yooo angihleki njalo.Thina esiqotho asiwatholi amadoda aqotho.Kodwa niyabathola abanigilayo😢
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 ай бұрын
WeDuduzile ubatshela ungqo dadewethu😂😂😂
@sanelemagudulela3310
@sanelemagudulela3310 Ай бұрын
lomjita usbulalela izwe
@user-qy3bt8py8n
@user-qy3bt8py8n 2 ай бұрын
Amen mc 🙏 uphile baba
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i 2 ай бұрын
Mina bengizothi angabe esamlobola since esembonile ukuthi uyisigebengu unenhlanhla kusheshe kwavela bengakashadi
@user-yp4tk9ec8k
@user-yp4tk9ec8k 2 ай бұрын
Siyabonga cebekhulu ingoma I ryt Yona iyasivala ikhala saleya yasekuqaleni esasikhalangayo yizi noma ingeke ifike kuleliyazinga kodwa izosivala iskhala ❤
@Anthea-u4c
@Anthea-u4c 9 күн бұрын
Cha ngiyezwa konke akamlobole amantombazane anjalo emalini wonke ayayithanda imali mulobole nsizwa banjalo bonke please 🙏🙏🙏🙏 mthathe thanks
@smangelethusi4128
@smangelethusi4128 2 ай бұрын
Shembe 😅
@sandilengcobo7024
@sandilengcobo7024 2 ай бұрын
Kunzima emhlabeni
@NtokozoKhumalo-tw5py
@NtokozoKhumalo-tw5py Ай бұрын
Inamaqhinga lensizwa menzi mkhaya
@xolohgawozi3817
@xolohgawozi3817 2 ай бұрын
Usalobolelan ngob phela usembonile kth uzofuya inkinga emzin wakho
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 2 ай бұрын
Enx buti...prblm yalentombi ithanda imali kakhulu so xa ingafumana omnye umntu ozompha imali kulula uba ingalijolela Eli soka....but the final decision lies with isoka
@njabulovista5965
@njabulovista5965 2 ай бұрын
Owakwaban uSis
@user-ce6dm6io2e
@user-ce6dm6io2e 2 ай бұрын
At least uyondla
@ntomboxolojabe2064
@ntomboxolojabe2064 2 ай бұрын
Kangangoba ngase azomithisa mna 😊
@kamaveetv9457
@kamaveetv9457 2 ай бұрын
Lomfana usanuka ubisi emlonyeni ungilahlisa ithemba ngekusasa lakhe lokuba indoda kunezinto okungamele uzipetule mawuyindoda kepha zizivelele zona Ngokwami nje akungoba yayimjolela lentombazane kwase kuphele lona actually walayeka akasiyo inqwele walekelela idimoni ukuthi lenze umsebenzi walo ngeke aganwe mayenenqondo enjena 😢😢
@mapuseletsomareka4385
@mapuseletsomareka4385 2 ай бұрын
❤ I was going to faint
@innocentdumisani5232
@innocentdumisani5232 2 ай бұрын
Zimnandi izinganekwane zakho Menzi 😂🤣😅
@LuvuyoMagaduzela
@LuvuyoMagaduzela 2 ай бұрын
😅😅😅Ew Zaze Zaningi Izingane 😮Ningaphinde Nimunike Umuntu Wesifazane Lombhem Uyamosha 🤣🤣🤣😂😂😂
@josephinamokoena6865
@josephinamokoena6865 2 ай бұрын
Mezisto nabaya aMomama eNingeria boo babulawa awubheke usixoxele ngabo please
@user-lb6jb1sd8p
@user-lb6jb1sd8p 2 ай бұрын
Hi MC cela ukubuza kuxhumaneka kanjani nawe uma ngifuna ukudlulisa story Sam
@wonderkmkhalishwayo5825
@wonderkmkhalishwayo5825 2 ай бұрын
Hau 😂😂😂😂
@zingelwayo33
@zingelwayo33 2 ай бұрын
Ewuu Aybandla 🤣🤣🤣
@NelemuseniNxumalo
@NelemuseniNxumalo Ай бұрын
Ungalinge ulobole yeka ba4
@bonganibuthelezi8095
@bonganibuthelezi8095 2 ай бұрын
Lezi ndaba bhuti ziyaskhuthaza futh ziyasikhulisa
@proudlysa774
@proudlysa774 2 ай бұрын
Yoh 😂😂😂
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 2 ай бұрын
Ayngeke umlobola kanjani umuntu osebonise ukungathembeki baleka bhuti ungamoshi amalobolo
@user-lb8fr5zv7j
@user-lb8fr5zv7j 2 ай бұрын
😂❤
@diskiloverscorner.7688
@diskiloverscorner.7688 2 ай бұрын
Cha urabish wesfebe, akamyeke ngoba vele akamthandi.
@mthokoSibaya
@mthokoSibaya 2 ай бұрын
Zibhajwa kweziwudlayo kunondindwa😂😂😂😂
@kehlamangic1086
@kehlamangic1086 2 ай бұрын
Lombhemu makangalinge alobole lesofebe selizwe. Kodwa naye kungani ehamb'ehlwanyela imbewu yakhe kuzo zonke intombi aphilisana nazo? 😢
@lindokuhlelindoh
@lindokuhlelindoh 2 ай бұрын
Present mc❤
@lukhelerudofmcebo4535
@lukhelerudofmcebo4535 2 ай бұрын
Hhay mc kumatima bhuti... Asati kuyogcina kunjani cz kubonakala ngatsi bafati sekwababete vele🇸🇿🇸🇿
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 ай бұрын
Unengcondo yemaswati ke wena awubuke kahle lesimo ngeke ngithi nginendoda enginakekela kahle ngithembele emalini yeqolo uBhut u wrong udlala ngo cc ngoba ehluphekile
@chelengwenya6965
@chelengwenya6965 Ай бұрын
😂😂😂😂😂yoh
@selinaradebe8319
@selinaradebe8319 2 ай бұрын
No..makangamshadi kusobala Ukuthi lo cc akamthandi lobhuti Uthanda imali yakhe..angiboni thando mina lani
@MwelaseNg
@MwelaseNg 2 ай бұрын
Yebo vele muntu wakho ubomtesta ukuthi usimakanjani before umlobola xha Lona kusho kuthi besevele angasamthandi Ku bhuyiza,,akachubeke nebufebenation bakhe bekucoma Kubo Facebook
@user-jd1rq4un6f
@user-jd1rq4un6f 2 ай бұрын
Yin lomfo.ayefun kuybona.uma evul amafake acc.aze amfakel ne Air time.ne mali
@mpendulo7451
@mpendulo7451 2 ай бұрын
Nayo lomfo onecala elingakhulunywanga, okokuqala wayenezinsolo zokuthi umawengane khona ahlekisana naye. Kuze kwaphela angavelanga loyomuntu. Asikuphela abantu abesifazane abalingeka ngalendlela, nawe amadoda ayenziwa kanje. I wonder lensizwa esebenza msebenzi munu, ukuthi akhone ukwenza zonke lezinto. Lenkinga uzikhandele yena. Umuntu akayenzwa kanje, angifuni zise sifuke kumaDebate, ngokuthi bancane noma baningi ababangacupheka kanje. Kodwa nayo lensizwa kufike kanjani ukuthi ibe nezingane eziy4 kubomama abahlukene? Lendaba inomuntu ongathembi abantu basifazane, esingakwazi ukuthi laba abanye omama bezingane zakhe bahlukaniswa yini? Kodwa ngibonge indaba oyixoxe kamanandi... Mina bengithi kuyoze kudubuleke umuntu, kanti ngiyazikhohlisa (Ngaze ngadumala ilensizwa)
@sheshilenkwanyana3479
@sheshilenkwanyana3479 2 ай бұрын
Hayi lendoda iyakwazi ukubamba umuntu. Nani mantombazana T Yekelani ukuqoma ku Facebook Hawu kodwa yini mantombazana ziphathene kahle.
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 2 ай бұрын
awu ngeke udoti womunt lentombi
@wonderkmkhalishwayo5825
@wonderkmkhalishwayo5825 2 ай бұрын
Nope engamloboli
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 23 күн бұрын
ei yaaaaah neeeeee angike ngithule coz yazi lento mina njengomfazi mara akhe ngithul coz lo sisi yajabula mina ngithola nokudla kuka 350 ezinganeni eziwu 3 mara ngizithulele
@ZiphezinhleCele
@ZiphezinhleCele Ай бұрын
Yaze yamlahla ingelosi yobufebe uMaMhlongo 😂😂😂
@anelemavundla6864
@anelemavundla6864 Ай бұрын
Ingelozi yle mfebo
@user-pw9be2sz3m
@user-pw9be2sz3m 2 ай бұрын
Ngangyobulahla ubufebe kusukela ngalelo langa
@pba5459
@pba5459 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@siyabongakhumalo1660
@siyabongakhumalo1660 Ай бұрын
Kmele ngabe i Brazo ayisaceli nanombono kulento, ngeke ushade isfebe ususbonile😒
@mathowcele
@mathowcele Ай бұрын
Ubehlulwa yin ubhuti ukumupha lo R800 ngale kokumu chicker kwawyena nje ubhuti waba wrong
@ludacrees
@ludacrees Ай бұрын
Women and money are like grass and soil
@user-yz1os4ij9m
@user-yz1os4ij9m Ай бұрын
😂😂😂 yey yangihlekisa le Ndaba yama fake account, Hai akanga loboli uba4 akamyeke
Izinkabi chronicles|| Ukubanjwa kwemoto yemali|| Episode 20
22:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 3,7 М.
PAINFUL STORY OF DLADLA|| UNLAWFUL ARRESTED
31:00
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 33 М.
Khó thế mà cũng làm được || How did the police do that? #shorts
01:00
孩子多的烦恼?#火影忍者 #家庭 #佐助
00:31
火影忍者一家
Рет қаралды 42 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #comedy
00:25
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 13 МЛН
Icala limbula ingubo lingene
28:41
MC Menzisto Media
Рет қаралды 48 М.
Usinde kunzima okade elele endlini yentombi yomuntu
35:34
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
Uphunyuke kunzima enkantolo owesilisa ngecala angalenzanga
38:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 35 М.
Izinkabi vs Money heist
56:24
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 28 М.
FAKE PROPHETS|| FIKILE MEMELA|| AMANAZARETHA
45:47
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 57 М.
ESCAPING FROM PRISON USING MUTHI|| THABO BESTER STORY
40:46
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 76 М.
Usizi Lwesiboshwa Esingakaboshwa
16:17
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 20 М.
Usizi uSibiya Efela Ukudla Umfazi Womuntu
19:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 98 М.
MDLALOSE'S PAINFUL STORY
32:01
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 57 М.
PRISONERS FIGHTING FOR A ROLEX WATCH
19:10
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 52 М.