Menzi - Chabo (Promo)

  Рет қаралды 99,815

Menzi

Menzi

8 ай бұрын

Ngiyabingelela. ngibonga uthando eningiphe lona kwi Album ethi "Ngeke Ungiphathe" kangangokuba ngibe busy ngaze ngangaba nesikhathi sokungena early e studio. Nokwenze ukuthi i Album yakulonyaka ifike seku late kanje.
Okukhulu kakhulu ukubonga nokucela ukuthi ningadinwa yimi. Ngiyabonga

Пікірлер: 324
@SharonDube-od3rx
@SharonDube-od3rx 8 ай бұрын
I love u Menzi..iphimbo lakho..am Zim lady but I love all ur songs..but man is Zulu man.
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 8 ай бұрын
Kahle hle lomfana simlethelwe unkulunkulu ukzosthoba amanxeba ngeChalaha👌👌👌
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 8 ай бұрын
Noku composer uyakwazi, ingoma zakhe Zintsha, zimnandi akuzona izingoma esike sazizwa
@user-qi8fg3oc8e
@user-qi8fg3oc8e 8 ай бұрын
Ngiyabonga mina mfoka Mabizela. Ngiyabheja ngawe, bhuti... ayidibane mhlaka 1 December.🔥🔥🔥
@mndenimenzi4787
@mndenimenzi4787 8 ай бұрын
Khuphuka lapho Nkunzi ngoShuni weNkosi iChalahaaa 🎉🎉🎉
@MalusigudlooNdwandwe-wi7gt
@MalusigudlooNdwandwe-wi7gt 8 ай бұрын
Uyazi angyena umuntu okhonze umsindo or umculo kodwa wena ngakuhlonipha uqalukufika emculweni uyangsholo Mf2 Syabonga. Engikbonayo engathi uzophazamisa laba abaztshelukuthi bayacula. Badumile. Banabalandeli. Ngingasho ngithi ungu BHIDLIIZA LOLOBUMBA ezakho lezo👌🙏🙏🙏🇿🇦
@lungsanimvelase7988
@lungsanimvelase7988 8 ай бұрын
Phansi kwelakithi 🔥🔥🔥🔥 ngathi izinga likhuphuke kakhulu kulo nyaka mfoka Mabizela akube njalo mfw2🔥🔥🔥🔥
@selulekongubo5998
@selulekongubo5998 8 ай бұрын
Ingkhumbuza uMajotha lobhuti
@simphiweshezi4185
@simphiweshezi4185 8 ай бұрын
Up up mnambithi up king 🤴
@terrencezikalala6861
@terrencezikalala6861 8 ай бұрын
Yey uyagadla uMenzi😂 Ngeke usukele iyngoma zama nayijeriya shono kahle ukuthi wayfunda uhlezi nobani...
@SekwandileLusah
@SekwandileLusah 8 ай бұрын
This dude never disappoints😭🙌🏿🔥
@baneleerusmus4223
@baneleerusmus4223 8 ай бұрын
Hayi manze usuwenza kakhulu manjee mfoka mabizela shuni wakho umnandi kakhulu💯🔥🙌
@IsaacMahlasela-hl5ln
@IsaacMahlasela-hl5ln 8 ай бұрын
Menzi never disappoints xeim❤️ Khuphuka lapho Mabizela
@user-mz7tt2du8f
@user-mz7tt2du8f 8 ай бұрын
Khuphuka lapho ku late manje❤🎉🎉🎉
@mduduzinxumalo9752
@mduduzinxumalo9752 8 ай бұрын
Inkulu ingoma Menzi mfana wami✌️
@Infohlo
@Infohlo 8 ай бұрын
Ai ai ai unzima nsizwa yeses👌👌👌👌
@lindokuhlesikhakhane747
@lindokuhlesikhakhane747 8 ай бұрын
Waze yayinhle i promo yakho ngathi izovela ku channel O 😂🎉 Well done likhuphuke kakhulu izinga kulokhu 🙌🏻🔥🔥🔥🔥🔥
@siphelelesicwe1206
@siphelelesicwe1206 8 ай бұрын
was here @ 23 minuts after the upload
@user-ei7nd4ww8y
@user-ei7nd4ww8y 8 ай бұрын
Haay bafwethu siyabonga impela kulonyaka amasokisi aphezulu
@MlungisiShandu
@MlungisiShandu 8 ай бұрын
ayi menzi bafwethu ushaya into yakho wedwa🙌🙌🙌🙌🙌
@kwenzaesethu7348
@kwenzaesethu7348 8 ай бұрын
Mabizela mfwethu 👌
@user-tc3dn8nz9y
@user-tc3dn8nz9y 8 ай бұрын
Khuphuka mfokaMabizela🎉🎉
@PhilwaneP-vv6xv
@PhilwaneP-vv6xv 8 ай бұрын
😂😂😅Ayiii Mfanaa ayiiii impela yangenzelaa lentoo✌️✌️✌️....
@khulekanimchunu2771
@khulekanimchunu2771 8 ай бұрын
E150 ikhwama 🔥🔥🔥
@mwelidstv
@mwelidstv 8 ай бұрын
Khuphuka Mabizela Syakuzwa lapho My Friend.
@TeneleTsabedze
@TeneleTsabedze 11 күн бұрын
Menzi your songs makes me cry😢i love u..im deeply in lov wth u😢
@sphesihlethobelani6217
@sphesihlethobelani6217 8 ай бұрын
Video quality 👌🙏
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr 8 ай бұрын
Unyaka nonyaka eyakho mfana........ihamba ne hit 🔥 🔥 ......sukaaa
@syamavundla5688
@syamavundla5688 8 ай бұрын
Bhuti uvele uqhamuke nento ehlukile yakho wedwa😢😢 🔥🔥🔥🔥
@user-fz7gc6qy7y
@user-fz7gc6qy7y 8 ай бұрын
Thina sazi ikhanda lika my friend
@sizwemzolo5697
@sizwemzolo5697 8 ай бұрын
Uhlala uyinemba ingoma MENZI
@user-vv3nt3pt6u
@user-vv3nt3pt6u 7 ай бұрын
Khuphuka Menzi uculile zimnandi 'ingoma zakho
@mthembisenimbatha-2124
@mthembisenimbatha-2124 8 ай бұрын
SIYEHLA MANJE JOZI .ASAZI BATHIN ABASE NGODWEN
@nqobaningcobo5826
@nqobaningcobo5826 8 ай бұрын
Menzie🎉
@sphesihlemgaga2297
@sphesihlemgaga2297 8 ай бұрын
Uyindoda 💯🗣
@mzwakhesiphesihlembejemzwa8882
@mzwakhesiphesihlembejemzwa8882 8 ай бұрын
Awukaze usiphoxe qhawe uye ungikhumbuze uSandile Mbongwa lalingaphoxi iqhawe lalikhuphuka kuphela lihleli kushuni njengoba nawe wenza nje uNkulunkulu asigcinele wena Mabizela Siyabonga
@AlwandeMazibuko-yq1cv
@AlwandeMazibuko-yq1cv 8 ай бұрын
Aiboo sinbona lapho sthenga khona 🔥🔥🔥🔥🔥...... Khahlela Mnambithi 🔥🔥🔥🌼
@thabontuli734
@thabontuli734 8 ай бұрын
Aikhona iyobanjwa wulwandle inkosi impela.
@zamilezamile866
@zamilezamile866 8 ай бұрын
@Menzi Mabizela ,ushayile wakithi inkulu ingoma ama hit songs phela lawa🎉🎉🎉🎉🎉
@gijimanimasokakhuzwayo7692
@gijimanimasokakhuzwayo7692 8 ай бұрын
Khuphuka qhawe lakithi muhle kakhulu umsebenzi
@iviceversa7103
@iviceversa7103 8 ай бұрын
Bhuti uswidi wodwa lona hhaaa💪💪🔥🔥🔥
@user-rp4rq6kn9m
@user-rp4rq6kn9m 8 ай бұрын
Lento isegazini khuphuka Menzi❤
@mncedisisiyanda6041
@mncedisisiyanda6041 8 ай бұрын
Wethuu naaa!!!
@sakhilethulani6663
@sakhilethulani6663 8 ай бұрын
Dankie bafo🤝🎶🔥🔥🔥🔥💯
@mcondisifakudze6273
@mcondisifakudze6273 6 ай бұрын
Aiy kahleni 🙌🏽🙌🏽🙌🏽ushaya lomfo🔥🔥🔥
@user-mu7hu4ub7p
@user-mu7hu4ub7p 8 ай бұрын
Awu'suka! Insizwa ene spice esingaziwa muntu ,khuphuka Bhuti❤
@axolileapleni6370
@axolileapleni6370 2 ай бұрын
Hay madoda asuka madoda, lendoda le undenza ndinqwenele ughana KwaZulu....ziphi intombi, bopha Menzi bopha!!!
@mbusomazakamba8872
@mbusomazakamba8872 8 ай бұрын
Usewaz wonke umzimba ka my friend awuu madoda😁🔥🔥🔥🔥👏
@user-gc2ys8vo4y
@user-gc2ys8vo4y 8 ай бұрын
Hit song ke le nkabi yam ngyakuvuma uyabhala aybo 🔥🔥🔥🔥
@menzincube7739
@menzincube7739 8 ай бұрын
Khuphuka lapho my Name imnandi ngoma ❤❤
@user-bb4yw9dr5x
@user-bb4yw9dr5x 6 ай бұрын
I love Menzi songs nyc voice am from Zimbabwe
@Sobhuza827
@Sobhuza827 8 ай бұрын
Umzimba wekutshukutshu wenzeni weMenzi😅😅ayy kusazoshuba eMzansi
@kingk3601
@kingk3601 8 ай бұрын
Iphala likazwelonke aw madoda lakhuphuka iphala ❤💥
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 8 ай бұрын
yaz kumnandi ukubona zindawo ohlala kuzo zivela ku tv dankie menzi
@sinothimchunu3329
@sinothimchunu3329 8 ай бұрын
Nisphakela ukudla okumnandi unyaka nonyaka ..izingoma zene zithe shii nakwezinye izinhlanga . ..asibonge bomaskanda
@ayissiyabonga9208
@ayissiyabonga9208 8 ай бұрын
Ayi 🎉🎉 iyayishaya ingoma nayi insizwa ❤❤❤ uvuthiwe Kakhulu
@mjabulisenihlatshwayo4560
@mjabulisenihlatshwayo4560 8 ай бұрын
Up mfoka mabizela
@dust_za
@dust_za 8 ай бұрын
Umenzi uzitshwa ngamaBomu nje! Uqhwakele- kodwa kulibe kuziluliswa nje! Akanikwe okungokwakhe bakithi ayyy
@SharonDube-od3rx
@SharonDube-od3rx 8 ай бұрын
Yhooooo menzi uyangibusisa ngonculo wakho
@lutholutho3304
@lutholutho3304 8 ай бұрын
Khuphuka Menzi ungayeki
@slomontathelinxumalo6701
@slomontathelinxumalo6701 8 ай бұрын
Ngyabona e Model kluff lapho oshuthele khona
@user-bs4xi7ok7c
@user-bs4xi7ok7c 8 ай бұрын
Menzi mfethu always giving 10/10 🎉
@user-qk1ko3kv6g
@user-qk1ko3kv6g 8 ай бұрын
❤ ey lengoma ingivusela usizi mfo❤ ngivele ngivele ngikhumbule ichalaha
@mthobisimbanjwa4189
@mthobisimbanjwa4189 8 ай бұрын
Usiminyile isiwasho sama Hit lesi esitholakala Ku King Nuba 🙏🏼🙆‍♂️
@sicelonkululeko670
@sicelonkululeko670 8 ай бұрын
Awukaze wasiphoxa bhuti ay umlilo wodwa😮 ngisho I fire webhuti🎉
@user-yj4ns8ru1f
@user-yj4ns8ru1f 8 ай бұрын
Ngyakuzwa menzi bhut 🔥💯🤞
@bonganindlovu5858
@bonganindlovu5858 8 ай бұрын
Ayi cha uyakhuphuka Menzi 2 years coming uyobalelwa eyi Nkunzini
@dumohngobese2891
@dumohngobese2891 8 ай бұрын
Nkandla approve 🎉
@jabuliletshabalala4758
@jabuliletshabalala4758 8 ай бұрын
Eish this guy uyangibusisa xem ❤
@GcinaMazibuko-ue9io
@GcinaMazibuko-ue9io 8 ай бұрын
Khuphuka Mabizela, NN Approves ❤
@ziyawasa
@ziyawasa 8 ай бұрын
Khuphuka lapho 🔥 Mfoka Mabizela, Earthquake kamaskadi
@syabulelandlovu2947
@syabulelandlovu2947 8 ай бұрын
Yey kuzobaphinda!!! Gijima Menzi kulate
@khanyisanindwandwe9728
@khanyisanindwandwe9728 8 ай бұрын
🔥🔥🔥🔥🔥umlilo wodwa mfokaMabizela
@siwelesiwele2078
@siwelesiwele2078 8 ай бұрын
Uskhumbuza uMaJotha🔥
@mvelisixabendlini3228
@mvelisixabendlini3228 8 ай бұрын
Uyinkunzi Menzi Mfowam I'm biggest fan Ebizana Emampondweni @EC❤❤💪
@muzothulembatha5768
@muzothulembatha5768 8 ай бұрын
Umaskandi uphila kuwe ingelosi ekungamele inamandla engoma emnandi
@syabongamajola3335
@syabongamajola3335 8 ай бұрын
wow yaze yayinhle intoyengane uswidi wodwa 🥇
@shakashasa8685
@shakashasa8685 8 ай бұрын
Awphoqi mfana yazi uwuwe nje ngqo 🙌🔥
@zamangonyama-vb3wm
@zamangonyama-vb3wm 8 ай бұрын
Khuphuka mkhay wam man suka 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥 baleka mfan sifikil eyase 150 ❤️‍🔥❤️‍🔥❤️‍🔥❤️‍🔥❤️‍🔥❤️‍🔥❤️‍🔥
@rastajamani3931
@rastajamani3931 8 ай бұрын
Yamnandi into sengbheke ngamehlo abovu....yakhuphuka impisi aiiiisuka🎉🎉🎉❤❤❤
@SenzoNkwanyana-oc7cb
@SenzoNkwanyana-oc7cb 6 ай бұрын
My best maskandi album - 2023 💯💯💯💯
@thandandlovu8228
@thandandlovu8228 8 ай бұрын
Umenziwezinto zikamaskandi, umnandi ezumisa, ungoma emnandi iyaphindwa, into engenabalandeli ejabulisa bonke abathanda ingoma emnandi. Wahaaaaaaaaaaah
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 8 ай бұрын
Iqiniso elingephikiswe, akathuki muntu uzishayela ingoma. Kuzokonakala nje mhla kwaqala kwaba neqeqebana labazibiza ngabalandeli bakhe, bese befuna nokushaya umthetho
@lindiwemtetwa9347
@lindiwemtetwa9347 8 ай бұрын
Kondwa menzi ungenzani, hayi uyayishaya ingoma
@bennymgudie7762
@bennymgudie7762 8 ай бұрын
This guy is on other level now suka suka❤
@patrickbuthelezi5191
@patrickbuthelezi5191 7 ай бұрын
Muhle umsebenzi wakho
@Ntombizakithi-gj1hg
@Ntombizakithi-gj1hg 7 ай бұрын
Khuphuka lapho Menzy iphimbo limnandi izinsimbi zymnandi ungakayizwa ingoma
@multinkocy9456
@multinkocy9456 8 ай бұрын
Yaz weMenzi ucula impela neAlbum edlule ngangingithi uzimbela umgodi ngiyavuma manje uyiNkunzi ...ikhanda likaMy friend
@BonganiNjomane
@BonganiNjomane Ай бұрын
Khuphuka, khuphuka lapho Wena wakithi sikubhekile uyonqandwa lulwandle❤
@AsandaDlamini-il4ml
@AsandaDlamini-il4ml 8 ай бұрын
Menzie uyayenza intoo yakhoo❤❤
@sibalukhulu4561
@sibalukhulu4561 8 ай бұрын
Khuphuka mfokaMabizela🔥........... Bergville Approves✅🔥...
@user-nd4vi9fi1c
@user-nd4vi9fi1c 8 ай бұрын
🎉🎉🎉🎉🎉liyabhubha
@user-gk8hz8qg8c
@user-gk8hz8qg8c 8 ай бұрын
Aw menzi mfo🙌😂
@NcebaKumalo-vl2ig
@NcebaKumalo-vl2ig 6 ай бұрын
Number one lapho menzi
@DumsaniMamba
@DumsaniMamba 12 күн бұрын
Ngicela ligama layo
@dalokuhlemvuselelo5096
@dalokuhlemvuselelo5096 8 ай бұрын
😂😂😂😂 usewaz wonke umzimba ka my friend 😭
@thembazuma5451
@thembazuma5451 5 ай бұрын
Angideli Menzi ukulalela umculo iphimbo chabo uphiwe mfowami.
@mzothulemsezane2703
@mzothulemsezane2703 8 ай бұрын
Menzi uLINDENI Kodwa mfewthu.🥰🥰🥰🥰🥰
@thembankosi9258
@thembankosi9258 Ай бұрын
Yah boy ai ngyakuzwa ibambe kanjalo
@lucasrugrat3237
@lucasrugrat3237 8 ай бұрын
inkunzi yombhemu madoda
@DumsaniMamba
@DumsaniMamba 12 күн бұрын
Nt. My friend
@NothileJona-z8h
@NothileJona-z8h 10 күн бұрын
Asibonge lapho ❤🎉
@utopiacustomwoodworks6507
@utopiacustomwoodworks6507 9 күн бұрын
special is his way lomjita
@kingzosotv2965
@kingzosotv2965 8 ай бұрын
Awuuu iPhara awuuu suka
@sfundoshinga92
@sfundoshinga92 8 ай бұрын
❤️🤟🤘✔️kamnandi kanjani, like always
Chabo
4:21
Menzi
Рет қаралды 1 МЛН
Wayeziphuzela (feat. Ntencane)
5:18
MENZI MUSIC
Рет қаралды 1,4 МЛН
Пранк пошел не по плану…🥲
00:59
Саша Квашеная
Рет қаралды 6 МЛН
Sigma Kid Hair #funny #sigma #comedy
00:33
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 37 МЛН
ПРОВЕРИЛ АРБУЗЫ #shorts
00:34
Паша Осадчий
Рет қаралды 7 МЛН
Menzi - Baphi (Official Music  Video)
4:15
Menzi
Рет қаралды 466 М.
UGatsheni Promo 2023
7:55
Amashinga Music
Рет қаралды 243 М.
Menzi - Ngeke Ungiphathe (Official Music Video)
4:15
Menzi
Рет қаралды 132 М.
Menzi - Ngiyabonga
4:04
Menzi
Рет қаралды 487 М.
Gatsheni - CD Promo 2019
9:03
Amashinga Music
Рет қаралды 343 М.
Q Twins - Umalambana Feat. Gatsheni | Official Music Video
3:31
Ezase Afro
Рет қаралды 1,8 МЛН
Wamnika Kanjani
5:00
Menzi
Рет қаралды 1,8 МЛН
BYTANAT - ҚЫЗҒАЛДАҒЫМ
2:24
BYTANAT
Рет қаралды 44 М.
Duman - мен болмасам кім? (Mood Video)
2:35
Duman Marat
Рет қаралды 127 М.
Malohat
3:35
Xamdam Sobirov - Topic
Рет қаралды 1,2 МЛН
Sadraddin - Taxi | Official Music Video
3:10
SADRADDIN
Рет қаралды 425 М.
Munisa Rizayeva - Aka makasi (Official Music Video)
6:18
Munisa Rizayeva
Рет қаралды 12 МЛН