Sikhiphe Bhombela Kulolutaku

  Рет қаралды 7,537

Ngogi Emmanuel Mahaye

Ngogi Emmanuel Mahaye

3 жыл бұрын

The Lecture by Ngogi Mahaye

Пікірлер: 37
@bongavictor2663
@bongavictor2663 2 жыл бұрын
Siyabonga akukhulise uShembe MaHaye uyayiphilisa imiphefumulo yabantu nawe BK iNkosi uNyazi lweZulu ize inandisele izinsuku zokuphila kulomhlaba inhle into eniyenzayo..sebezamile ukuthi liphele igama likaShembe kodwa nimile nina ngalo siyabonga👏👏👏
@lindokuhleshezi2933
@lindokuhleshezi2933 Жыл бұрын
Syabonga Baba uMahaye sengath uNkulunkulu enganikhulisa kulomsebenzi wakhe
@njax1
@njax1 2 жыл бұрын
Insengwakazi kwezakubo kwaNodange, ikhwani abasalisike liyamila zonke izinsuku. Ingqondo ubhazabhaza isikhali sembhubhiso. Uchwepheshe wochwepheshe sebephelele ongaciciyeli ngokuba Um-Afrika. Umqhakambisi wenkolo yesintu yize beyigxibha ontabakayikhonjwa.
@sakhilemadlebe9474
@sakhilemadlebe9474 3 жыл бұрын
Babu mahaye, nkulunkulu wethu shembe , akugcine , akuph mandla sazikabanzi. Ngobuthina noshembe.
@nonhlanhlamaduna8697
@nonhlanhlamaduna8697 3 жыл бұрын
Syabonga baba uMahaye iyasuka kancane kancane inkungu
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
✊✊✊
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 2 жыл бұрын
Ubuhlakani bama Africa
@thulisilendzimande4126
@thulisilendzimande4126 3 жыл бұрын
Lalela ZULU abantu besitshela ngezwe lethu!!!
@mphikelelimasondodlamini1161
@mphikelelimasondodlamini1161 3 жыл бұрын
AbaNsundu kufanele bachithe itulo labaseNtshonalanga lokuqhubeka nokucindezela iAfrika, nokuyihlakaza nokweba umnotho waseAfrika ngoba izwe labo liyinyumba kodwa lihlobe ngesivuno sabase Afrika.
@phumlanidludla9633
@phumlanidludla9633 3 жыл бұрын
Aw suka madoda zakhululwa iziboshwa ezaboshwa udilika jele livuliwe isango aw syabonga Shembe ongcwele
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@njax1
@njax1 2 жыл бұрын
Professor Ngogi Mahaye you remain one of our own. The knowledge that you possess and share with us is of gigantic magnitude. It's tremendous, magnificent 👌🏿 and highly valuable.
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 2 жыл бұрын
Ngiyazibongela, noma ngingeyena uSolwazi. Ngiwumuntu nje phaqa
@zthonkomo1453
@zthonkomo1453 3 жыл бұрын
Siyabonga siyanconcoza Dr. Mahaye ukuntongela kuleli shungu lakho👏👏
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 2 жыл бұрын
Baba, kubonga mina
@siphesihlemngwengwe4476
@siphesihlemngwengwe4476 3 жыл бұрын
Sikhiphe Bhombela kulolutaku🙏🙌
@sfundogoodman2521
@sfundogoodman2521 3 жыл бұрын
🔥🙏... umkenenezo ongene ngawo Dr Mahaye
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@sfundogoodman2521
@sfundogoodman2521 3 жыл бұрын
Can i have tittle yayo and Singer🙏🔥
@nduduzomchunu2389
@nduduzomchunu2389 3 жыл бұрын
Mahaye isifundiswa so NYAZILWEZULU 🤟🙋‍♂️
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 2 жыл бұрын
Amen Amen Amen
@buhlekazimbelu2440
@buhlekazimbelu2440 3 жыл бұрын
Syabonga Dr🙏🙏🙏
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@leonardkhulekani5152
@leonardkhulekani5152 3 жыл бұрын
Nempumputhe isibonile manje, nesithuli sizwile manje, ukuthi uShembe wangampela use Buhleni.
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 2 жыл бұрын
Injalo indaba
@syandanda9694
@syandanda9694 3 жыл бұрын
Wayshaya baba mahaye. Yaze yafika lemini yokuba abansundu bavuleke amehlo siphume kulotaku nokuthunjwa kwethu.
@buhlekazimbelu2440
@buhlekazimbelu2440 3 жыл бұрын
Mft yazi ngphenduleke kokningi and nginembuzo eminingi hope u Dr usazofika kuyona🤗🤗
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Uyayichaza lento nathi sesenalo izwe lesethembiso iKHENANI LETHU U.UYABONA UNYAZI MADODA LUVELA KUDE
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
Injalo indaba.
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Awsukanini madoda imnandi kodwa lento yaSEZULWINI
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@malumebiyela4627
@malumebiyela4627 3 жыл бұрын
Suka nkunzi emehlweni ethu siyabonga Nodanga
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
Manazaretha amahle, ake simeme nabanye ba subscribe futhi balandele le Channel ukuze ithuba esilinikwe Ukhozi FM Management liqhubeke. Sincome umsebenzi nethuba, kade thina manazaretha singalitholi ithuba lokuchaza inkolo ngendlela esiyalelwe ngayo uShembe kuthiwa silandela okungekho nesithunzi somuntu onsundu sibukelwa phansi. Wozani ngobuningi nifake nemibona eyakhaya. KuleliSabatha nelizayo sobe sigxile kakhulu kumathongo noma izingelosi ungaphuthelwa . uNyazilwezulu luyonibusisa Amen.
@malumebiyela4627
@malumebiyela4627 3 жыл бұрын
Baba siyabonga ngokusembula nkungu emehlweni nami ngizokwenzejalo lomulayezo uzofinyelela kwabaningi phambili ngoKhozi fm
Imvelaphi yeNkolo naMathongo
27:37
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 8 М.
Izimpendulo Isigaba Sokuqala-
28:55
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 20 МЛН
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shorts
00:16
Fabiosa Stories
Рет қаралды 35 МЛН
Jumping off balcony pulls her tooth! 🫣🦷
01:00
Justin Flom
Рет қаралды 25 МЛН
Imfundisoze ngoShembe by Ngogi Mahaye
27:50
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 13 М.
Trinity ngokuka Isaaih Shembe uMqaliwendlela
32:05
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 10 М.
Live on Air with The Hunter
38:11
Tafadzwa Nkomo
Рет қаралды 80
INKOLO NAMATHONGO/IZINGELOSI
28:39
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 10 М.
Ubunazaretha Nezinwele by Ngogi Mahaye @ Ukhozi FM
23:36
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 15 М.
Kanti ngubani uShembe  Siphendula abathi akayena uNkulunkulu
31:24
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 29 М.
IBhayibheli isigaba 2
32:26
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Izihlabelelo ZamaNazaretha zingamagugu eAfrika
27:10
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Shembe: Dr Ngogi Mahaye  on Ukhozi Fm - Ukuguqulwa koSuku LweSabatha
20:23
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 20 МЛН