Trinity ngokuka Isaaih Shembe uMqaliwendlela

  Рет қаралды 9,827

Ngogi Emmanuel Mahaye

Ngogi Emmanuel Mahaye

3 жыл бұрын

uNkulunkulu oziqu zintathu , uNkulunkulu uYise, iNdodana noMoya onggcwele ( father, son and holly spirit).

Пікірлер: 29
@sibonisogumede7874
@sibonisogumede7874 3 жыл бұрын
Mmmm Aaaai ... Kusengwa egwansile impela laaaa ... Futhi imbhotshoselwa uzihlungela wona umlaza kusale izaqheqhe... 😀😀😇 😇😇Dr Mahaye ngaphezulu kwemfundo yasesikoleni ngithanda ukusho ukuthi noNkulunkulu ukufundisile okuningi and usazokufundisa lukhuuulu.. 😇
@menzisikhosana8606
@menzisikhosana8606 3 жыл бұрын
Siyabonga Dr sifunda lukhulu, bengisacela lapho u Dr ekhuluma ngomphongolo wesivumelwano
@victormasinga1557
@victormasinga1557 Ай бұрын
Search "izisekelo zebandla lamanazaretha isigaba 1" uzoyibona ekhasini lakhe uDokotela uNgongi Mahaye
@ayandandlovu8730
@ayandandlovu8730 3 жыл бұрын
Very educating Dr Mahaye, we're learning a lot ngenkolo every weekend yize sikhulele kuyo inkolo yamaNazaretha..qhubeke baba uShembe akukhulise akuhlenge ezitheni 🙌🙌
@bhekumuzimdletshe6515
@bhekumuzimdletshe6515 3 жыл бұрын
Dokotela wakithi ebunazarethen iNkosi ikukhulise njalo 👏
@sikhumbuzomlozini2994
@sikhumbuzomlozini2994 3 жыл бұрын
Impela iwona lomoya esawuthenjiswayo inkosi yesabatha uJesu. ongamalawo uShembe
@mafikambatha2713
@mafikambatha2713 3 жыл бұрын
Ngiyakholwa ku Yise Naku Moya uyingcwele. Zibuzeke, uYise kabani ? Baba Mahaye uqedile. Lento icacile nje, iTrinity le UBabamkhulu akhuluma ngayo.
@thulaniamenbiyela3175
@thulaniamenbiyela3175 3 жыл бұрын
Syabonga baba🙌
@nomalizosisinomalizo2859
@nomalizosisinomalizo2859 3 жыл бұрын
Iyiqhawe baba
@sikhumbuzoelection102
@sikhumbuzoelection102 3 жыл бұрын
Baba uMahaye sengathi inkosi ingakugcina ikubusise ikuphe namandla ezitheni ozaziyo nongazazi ezimelene nezimfundiso zasezulwini osethulela zona usicacisele kuzo futhi. Ngibuhlungu ngokwenzeka emsakazweni kufakwa iphela emasini ligconisa umsebenzi kaNkulunkulu. Imini yesabatha mayibe yinhle kwabangcwele.
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Kungena indaba ezinkulu zalasiya khona
@sifanelemtyana8490
@sifanelemtyana8490 3 жыл бұрын
Siyabulele tata
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Konakele manje kuvunguzela omunye umoya
@reginasimelane2595
@reginasimelane2595 3 жыл бұрын
Phambili Dokotela
@thembazwane1129
@thembazwane1129 3 жыл бұрын
Dr uMangibiza ujesu no shembe emthandazweni angano na?
@Phakamani8
@Phakamani8 3 жыл бұрын
Dr ngicela ukubuza ukuthi ngingayitholaphi inkulumo yakho noBheka Mchunu yaLast week?
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
We are very sorry for the delay which was due to technical glitches . I hope on this coming Saturday!!
@Phakamani8
@Phakamani8 3 жыл бұрын
@@ngogiemmanuelmahaye2599 What a relief! I thought I'd never hear it. I'd be happy if ngithola this Saturday. Thank you.
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
😯sacela ukwazi dr singayithola kuphi lencwadi yezintshumayelo zeNkosi ilanga?
@sphamandlantetha1733
@sphamandlantetha1733 3 жыл бұрын
Ebuhleni iyatholakala
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
@@sphamandlantetha1733 n the book tittle ithini
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
Adams and Griks
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
@@ngogiemmanuelmahaye2599 tanxs
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
Adams and Griks in Durban
@givensimangaliso9060
@givensimangaliso9060 3 жыл бұрын
Dokotela Mahaya Nginakho kweSinye isikhathi ukubona ukuthi uhamba uhamband ube nokudideka! Ayikho into engubuthathu buka nkulunkulu emunye noma mthathu emunye. Empeleni ayikho into engunkulunkulu uYise, unkulunkulu uNdodana, unkulunkulu uMoya oyiNgcwele, ngoba enkolweni kaJehova uNkulunkulu munye nguJehova kuphela. (Marku 10:45 Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi)
@sphamandlantetha1733
@sphamandlantetha1733 3 жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 uma ungakwaz ukungphendula ngingajabula kulokhu. Wayesho ukuthin uJehova uma edala umuntu bese ethi "asikhandeni umuntu abe umfanekiso wethu " Knt wayenoban lo agcna esekhuluma naye?
@thembinkosiericmbengane9327
@thembinkosiericmbengane9327 3 жыл бұрын
usazofunda nje Given yehlisa nje ushukela nhlalisuthi
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
Ngiyezwa uqinisile kweyakho inkolelo, mina ngikhuluma ngezihlabelelo zikaShembe ,hhayi okwami noma okwabathile. Khumbula uhlelo lungezihlabelelo zamanazaretha nokuthi ungubani uShembe. Okunye angingeni khona. Singaxubi izinto noma imfundiso uBhombela angasifundisanga yona. Mina angakhi inkolo enye ngoShembe. Ningixolela bakwethu.
@slindoshezi2999
@slindoshezi2999 3 жыл бұрын
UMA ULALELISILE KAHLE UZWILE
Sikhiphe Bhombela Kulolutaku
30:41
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 8 М.
Imfundisoze ngoShembe by Ngogi Mahaye
27:50
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 13 М.
WORLD'S SHORTEST WOMAN
00:58
Stokes Twins
Рет қаралды 100 МЛН
IQ Level: 10000
00:10
Younes Zarou
Рет қаралды 10 МЛН
Heartwarming Unity at School Event #shorts
00:19
Fabiosa Stories
Рет қаралды 24 МЛН
The surprising beliefs of the first Christians.
15:01
Blogging Theology
Рет қаралды 228 М.
Akekho omunye ngaphandle koNyazi_INkosi uMbotho (Iskhumbuzo)
10:54
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 19 М.
Vuka Afrika Breakfast Show: Amazwi osuku @ Ukhozi FM by Ngogi Mahaye
3:11
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 859
Izihlabelelo ZamaNazaretha zingamagugu eAfrika
27:10
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Umthandazo Wokuvuka Isigaba 1
30:24
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 10 М.
Izimpendulo Isigaba Sokuqala-
28:55
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Nyazilwezulu: lweluleka amanazaretha enkonzweni yesabatha
21:13
uNyazi Inhllamafini " Inhlonipho"
32:23
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 7 М.
Tips on how to Save money!_INkosi ILanga
8:25
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 25 М.
WORLD'S SHORTEST WOMAN
00:58
Stokes Twins
Рет қаралды 100 МЛН