UYANDA UMKHUBA WOBABA ABAKHULELISAIZINGANE ZABO... UQALE UKULALA NAYO INA 14 YEARS.

  Рет қаралды 90,610

siyeza tv

siyeza tv

5 ай бұрын

Any amount of donation can make a change.
THULELENI ORGANISATION
ACCOUNT: 63033264754. (FNB BANK)
CHEQUE ACCOUNT

Пікірлер: 405
@user-yp6ur9pc4k
@user-yp6ur9pc4k 4 ай бұрын
Buti Mdu ngicela uzame ukuthuthukisa indlela oziphatha ngayo indlela oyi communicator ngayo into. Awukwazi ukuxina ngemibuzo eharsh kanje. Funda naku baba Ayanda Msweli ukuthi kucomminicathwa kanjani. Ngicolise Uma ngibeke kabi.
@portiangcala6825
@portiangcala6825 4 ай бұрын
U are so ryt
@okuhlethedancer
@okuhlethedancer 4 ай бұрын
Uyihlabe esikhonkosini
@sthabyzibula1953
@sthabyzibula1953 3 ай бұрын
Aycha Nami uyangixaka hawu
@Sphelelesikhakhane
@Sphelelesikhakhane 2 ай бұрын
Musa ukufanisa abantu. If wena ubona ngathi ungenza kancono yindaba ungavuli eyakho channel. Nina nithanda ukugxeka nibe ningasizi ngalutho.
@portiaroye4410
@portiaroye4410 5 ай бұрын
You can judge me if you want, But Mina ngingathenga inkabi for step mother and ubaba lo undlwengulile
@khulekanimbatha7847
@khulekanimbatha7847 4 ай бұрын
Noma umtholele uPoison ozomudla kancane kancane aze ashone😡😡😡
@zamashezi5969
@zamashezi5969 4 ай бұрын
Umama wonakele kakhulu wayengayfuni kwayona lengane ey ibuhlungu into
@user-ow8yg8ei5s
@user-ow8yg8ei5s 4 ай бұрын
Me too dear ngeke nje ngiyimele
@sonenimpala7107
@sonenimpala7107 4 ай бұрын
Kutheni vele ngigcinelwa ingane ngu stepmother, komele kubulawe umama, istepmom and father finish
@Ilubalyachalo
@Ilubalyachalo 4 ай бұрын
Mina ngeke ngithenge kwaleyo 🐄... Koba imina inkabi enkulu eshaya ngomshini wayo(wami). Ngize ngimkhame ngingaka wudumisi ekhanda umshini! Inja kaStepmother namasimba ka baba and useless absolutely useless f*ck*n useless social workers aphethe leli cala
@user-vb6rt5le9j
@user-vb6rt5le9j 4 ай бұрын
This guy is rubbing salt in the wound. You don't interview victims like that man
@Mshazii
@Mshazii 5 ай бұрын
My child is my beautiful golden gift from God💛 ✨️, destroying my child's life like this is something I won't do. Well done my sister for standing up to Support your daughter, I wish you all the best.
@mercymchunu4177
@mercymchunu4177 4 ай бұрын
Bhut stop asking unnecessary questions
@Xoliemarwanqana-eo7nv
@Xoliemarwanqana-eo7nv 5 ай бұрын
Lamadoda afana nalo baba wale ngane ayizilwane aphoxa amadoda aqotho 😢mina ubaba wam wasigeza nocc wami akaze nje asenze lutho ingubo zokugqoka ezintle sasiyithengelwa uye azi osize bethu may his soul continue to rest eternal peace ai lobaba uyisilwane
@khulekanimbatha7847
@khulekanimbatha7847 4 ай бұрын
Into yenhlamvu nje leMbongolo, Angazi ayibulawa ngani nje indoda ephilisa okwesilwane💔💔💔💔😭😭😭
@CebisaCece-ym2ko
@CebisaCece-ym2ko 4 ай бұрын
If abomthetho abangeni mina ndingakhangela inkabi zisebenze ayikho lula ngk
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 4 ай бұрын
The interviewer is very insentive"no siyazwelana nawe, we are sorry this happened to you "
@user-cb2de3my8z
@user-cb2de3my8z 4 ай бұрын
Kamampela nami ngiyabona Yaz and uyangidina
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 5 ай бұрын
U Mdu ksamele ayofunda, lento awmane ugxume nje uyenze i communication skill akanayo kwangempela🙆🏽‍♀️
@nompumelelodhlomo1917
@nompumelelodhlomo1917 4 ай бұрын
awucabangi mfawumpe utraumatised Ile ndaba ekanje
@siyabongalucas7769
@siyabongalucas7769 4 ай бұрын
True he's not considerate ..
@sibumahlinza5558
@sibumahlinza5558 4 ай бұрын
He's too judgemental
@angelahadebe5769
@angelahadebe5769 4 ай бұрын
Yazi nami ngibina lokho usadinga olukhulu uqeqesho ngeke ubhuti uMdu
@mandy7168
@mandy7168 4 ай бұрын
@@nompumelelodhlomo1917lutho not only on this case uyafathuza nje
@Sarah_M84
@Sarah_M84 5 ай бұрын
I feel sorry for the girl, she is not ok, she's damaged, counseling is needed immediately 😢
@phumimabanga962
@phumimabanga962 5 ай бұрын
You can see the trauma in her eyes and hear it in her voice😢. Yes counselling is definitely needed here
@user-eb1vm5rg6d
@user-eb1vm5rg6d 4 ай бұрын
Yooooo ngeke Mdu isakuhlula le🥹🥹🥹 Cela inikwe uMsweli lendaba izolunga
@user-yh4ex2zd3q
@user-yh4ex2zd3q 4 ай бұрын
Bengisafuna ukusho njalo akanaso isineke shm😢
@samellasam9294
@samellasam9294 3 ай бұрын
Infact makavele ayeke nje yhoo
@Sphelelesikhakhane
@Sphelelesikhakhane 2 ай бұрын
Wadlala ngobabumsweli kushuthi mele esize wonke umuntu abanye begoqe izandla. At least uMdu is doing something other than complaining on comments.
@TraceyBaijnath-on9uu
@TraceyBaijnath-on9uu 5 ай бұрын
Loyo mama mnakwethu ufuna ukushawa lesosfebe ulalisa ingane nobaba wayo ubolile
@fisanizondi951
@fisanizondi951 4 ай бұрын
Wiiiii ungafa uthola usizo ngokshesha emaphoyseni agqoke uniform mahala ayazi month end ayahola awgqizi qakala kufana nokthi uyokwenza I affidavit kuthiwa zibhalele,usoyohamba ucela abazi isingisi kodwa labantu singo basi babo ei basphatha budlakadlaka,indaba yobaba abanezinkanuko ezinganeni zabo aychazeki umndeni walobaba okhóhlakele wonke phuhlu ukubola
@nogolitwala5172
@nogolitwala5172 5 ай бұрын
But iDNA proves they are encouraging this behavior he was not suppose to be out on bail
@LungisileNtuli-kp2wg
@LungisileNtuli-kp2wg 4 ай бұрын
Mmm kwaze kwabuhlungu nkosyam 😭😭😭obaba behlule nje yaz bazehlisa isthunzi nje obaba ababolile
@user-rl7ln8rh1t
@user-rl7ln8rh1t 4 ай бұрын
Interviewer you need a serious training on how to Interview people I'm pissed uthela nje usawoti eslondeni Indlela obuza ngayo😢😢
@nkelemkkautse7217
@nkelemkkautse7217 4 ай бұрын
Ukhohlakele wonke lomdeni lono patazane womfazi lendoda izobuye ilale nezingane zakhe.njengokuba eyivikela mina bengizobilisa manzi ngifaki oil ndimthele lamasende amhluphayo sorry ngenhlambha makamfune atholwe kwenziwe isifundo ngamadoda akhohlakeleyo angaphume jele ukuba bekuya ngam ayixoxisi lela umntwana ngowakhe kumele agwetywe nje rhaaaa
@phumlatshobeni2059
@phumlatshobeni2059 5 ай бұрын
Yihla Jehova kuyonakala ezweni lakho 😢😢😢😮
@busisiwendlovu4626
@busisiwendlovu4626 3 ай бұрын
Cela ukubambela ubhuti Mdu for few months esayolungisa amaphutha... Olwethu no Mawakhe ngithi uJehova gives his strongest soldiers his hardest battles...so Qhinani nibambisane🙏
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 5 ай бұрын
Hayibo uthenga nomapregnancy test uxukuzisa nengane njengomkakhe?hayibo Jehova hayi lifile izwe salusubuya nkosi u Jesu.
@user-kc9eb3jp8z
@user-kc9eb3jp8z 5 ай бұрын
Manje Maka Olwethu ufuna kuyohlalisa ingane futhi kubo ka Olwethu ngeke cc zabalaza nezingane zakho Thixo akakuphi okungaphezu kwamandla
@user-de1nb5jy3z
@user-de1nb5jy3z 5 ай бұрын
Ngempela Yaz kahlale nazo
@user-ei6pi3bh8u
@user-ei6pi3bh8u 4 ай бұрын
Ayi nami.angiyizwa le ngbuke Kuba desperate ke kulo cc kanjani nje ubuyisele ingane kubantu abangazixaki nangokwenzeke kweyabo ke ingane 😢😢
@thembekandingi1381
@thembekandingi1381 5 ай бұрын
Abantu besilisa basizonda ngokweqiniso.uyithinta kanjn nje ingane yakho
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 5 ай бұрын
amanyala
@xolileamahle9433
@xolileamahle9433 5 ай бұрын
Sanbonan nghlale ngicela inumber yakwa Thuleleni nkocyam nginodaba olfana nse nalolu ngdinga uxhumana nabo
@user-vd2du7ik9b
@user-vd2du7ik9b 5 ай бұрын
Bheka ku Facebook naku google uzoyithola cc
@gloriashozi555
@gloriashozi555 4 ай бұрын
Ubheke nakumaPodcast okhozi
@user-xw5kq6vx8f
@user-xw5kq6vx8f 4 ай бұрын
This brother is so judgmental cc I suggest you get eka Ayanda Msweli aibooo😮 interview enjan le
@BhalaneDlamini
@BhalaneDlamini 5 ай бұрын
In SA the complainant is neglected most of the time.Police n detectives make agreements with accused that involved bribes behind the complainants back.
@user-im9qx7qc7w
@user-im9qx7qc7w 4 ай бұрын
Yhoooo this is disgrace
@kufachristen2163
@kufachristen2163 4 ай бұрын
This Man is professional indeed,as u cnt interview without particulars
@mzwandilemqamu870
@mzwandilemqamu870 4 ай бұрын
Manini wooo! 🙌 Lezinto zenzeka Lana eSataflika? Ingane yakho kanjan, kwenzenjani, kuphi?? Akuyona indoda lomfana umuntu weslisa odla amasimba, ngathi ngyabona ngbhozomela iyngane zami!!
@user-hd7rn1zu4w
@user-hd7rn1zu4w 5 ай бұрын
Lomshiphansangu ukuphi ngimbulale mina
@nkosingiphilehlongwane9501
@nkosingiphilehlongwane9501 4 ай бұрын
😂😂😂
@gumanguzman_loera
@gumanguzman_loera 4 ай бұрын
😂❤
@Sunshine.1835
@Sunshine.1835 4 ай бұрын
Aah!!! Salute 🫡
@sakhilethandombuyazi3837
@sakhilethandombuyazi3837 4 ай бұрын
Ayibulawe lenja kanti kulindweni
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 4 ай бұрын
Mina sengifisa kumbona maye unesibindi bo nalomama ahlala naye
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 5 ай бұрын
Yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo yinto enjani le bakwethu😢😢😢😢kanti ingane zamantombazana zizohlala kanjani nobaba bazo?ifanele ukunqunywa lomuntu Yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo hayi bo haybo amanyala angaka.Nesilima somfazi sivikela inja yendoda.Ayiboshwe nayo lenja yalesdwedwe somfazi.😢😢😢
@user-zj9jh2mp8n
@user-zj9jh2mp8n 4 ай бұрын
Olwethu uhlukumezekile Nkulunkulu ngenelela kulomntwana umsize🙏
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 4 ай бұрын
Hayiii nalo Mdu not make sure hayiii uyabaxhela kakhulu 💔💔💔
@AndilePromiseNtombela-th4xr
@AndilePromiseNtombela-th4xr 5 ай бұрын
Kanti jesu ukuphi ingane zethu sifihlephi 🙏🙏🙏🙏
@andilesokhela6950
@andilesokhela6950 4 ай бұрын
Waze wa harsh lo baba Nkosi yami obuzayo 😢
@MzoxoloMthembu
@MzoxoloMthembu 4 ай бұрын
Mxm waze wakhohlakala lomgulukudu wendoda angathi angasuswa amasende ghaaa,ncese Olwethu konke kuzolunga ngyaxolisa kakhulu okwakwehlela.💔
@Ronaldo1777messi10
@Ronaldo1777messi10 4 ай бұрын
😂😂😂😂
@user-zi5tf4dy9q
@user-zi5tf4dy9q 2 ай бұрын
Uyinja nje ubolile 😢
@mabeediamond2666
@mabeediamond2666 4 ай бұрын
Yaze yangcola indoda nomndeni wayo nje. It is sickening that they had a nerve of blaming the victim ukuthi wuye owayeyifuna lento. She needs I counseling uyabona nje ukuthi the light of being a happy child has left her eyes. Mina ngihlala phesheya kodwa mabefuna lentombazane ngingakhuluma nayo ukuze iqale i healing. If they want and have access to WhatsApp bangithinte. She is free to call me ebusuku nasemini. Ingihlukumezile lento. Nomama wakhe angangifonela mayefuna. They need a lawyer ezolandela lelicala
@nobuhlendlangamandla4943
@nobuhlendlangamandla4943 4 ай бұрын
Ingane ihlukumezekile ngimqondo ngiba isinezimpawu zokuvikela umnukubezi.
@user-yt1hl3iu4l
@user-yt1hl3iu4l 4 ай бұрын
Syabonga kakhulu ngathi UJehova angakwandisela 🙏
@zanellesun1534
@zanellesun1534 3 ай бұрын
Awuuu isize Nkosi yam lengane,siyabonga kukhlungu ngampela...
@mabeediamond2666
@mabeediamond2666 3 ай бұрын
@@zanellesun1534 inkinga I’m not sure if they will see this message, I really do wanna help
@NtuthukoNdwandwe
@NtuthukoNdwandwe 4 ай бұрын
Ey I so sorry cc wam ngengane yakho kubhlungu kith sonke siyi SA ngoba nath sizele. ......empilwen awuziceleli kuNkulunkulu ukuba nanoma ngabe uyini empilwen #tomboy kubhlungu shame kakhulu ngoba lento ingenzeka kunanoma ngabe imuphi umzali 😮😢kodwa wena nkoskaz ka Ntuthuko imbi lento owayenza ukuth ungamazisi umawengane ewu step mother kuwe ....ungafeela kanjan kuwe if lento seyenzeka enganeni yakho😢😢😢Sorry maka Olwethu kubhlungu nakith sinawe cc wam😢😢😢😢😢😢😢
@zandilemasikane504
@zandilemasikane504 4 ай бұрын
She need counciling and I feel sorry for her
@NtombikayiseDahile-db1jm
@NtombikayiseDahile-db1jm 5 ай бұрын
Kwaze kabhlungu nkosi😢😢😢😢
@nobuhlendlangamandla4943
@nobuhlendlangamandla4943 4 ай бұрын
The questioning of the victim is off no sympathy whatsoever.
@user-cb2de3my8z
@user-cb2de3my8z 4 ай бұрын
True
@user-lv8ig8iz1d
@user-lv8ig8iz1d 4 ай бұрын
Cha mdu awqeqeshekile mnike ithuba
@TheHuny85
@TheHuny85 4 ай бұрын
Inja kababa le yhooooo abanye obaba bangcolile yaz .Ingane yakho pho sies .Ngijwayele kuzwa izindaba ezinje e America kanti nala weeeeeeh kubi
@user-cj5ss1hb3n
@user-cj5ss1hb3n 5 ай бұрын
This is so sad how can a father do that to the child and even impregnate her he must rot in jail
@khomolizzy8899
@khomolizzy8899 5 ай бұрын
Ungavumi bakuphuce nami nganqaba beyifune yami bethi angijwayele ingane ngzohluleka ukuyikhulisa nganqaba.
@karabomabea6086
@karabomabea6086 4 ай бұрын
Lobaba must never interview such matters
@okuhlethedancer
@okuhlethedancer 4 ай бұрын
True hai uyalimaza nje
@user-zi5tf4dy9q
@user-zi5tf4dy9q 2 ай бұрын
Cha lubaba urty uyazwelena lengani uyibeka kahle
@user-lt8ec2xy4h
@user-lt8ec2xy4h 4 ай бұрын
Lendoda yilamadoda afuna ubulawa emini ilanga libalele 😢😢
@user-lg6oo9lh6l
@user-lg6oo9lh6l 4 ай бұрын
Khohlakele lo baba,the advise I can give 2 our daughters don't ever choose stepmomU out of your mom because dat person does not feel the pain u feel lyk your biological mother.U could hev returned 2 your mother da 1st tym ur father abused u,m soo sorry God will heal u both.
@user-vi5yq7et1p
@user-vi5yq7et1p 4 ай бұрын
😢😢😢 ngavele ngezwa ngibuhlungu
@khomolizzy8899
@khomolizzy8899 5 ай бұрын
Nayo izohamba iyo adopter kwenyindawo nayo iyodlwengulwa.Aibo wemama uhlulwa kanjani umthwalo wakho wumfazinjani vele .Musani ukuphisana ngengane ningayivumi leyonto.
@thembekandingi1381
@thembekandingi1381 4 ай бұрын
Yazi kuliqiniso ukuthi alukho uthando kwi family yakubo baba .mese bethi mesoshada asizise emakubo lawa anje kuncono nama step families makunje.uphole olwethu kunzima kunjalo
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 4 ай бұрын
No kulkhuni emhlabeni.. Ncesi dea...
@ThembekaZuma-eo7vq
@ThembekaZuma-eo7vq 4 ай бұрын
Waze wathwala kanzima losis 😢ai unkulunkulu aze amuphe amandla nesbindi
@ayandayaya8910
@ayandayaya8910 4 ай бұрын
I think this family must contact "Most Wanted" from 157
@TraceyBaijnath-on9uu
@TraceyBaijnath-on9uu 5 ай бұрын
Waze wAbola lobaba ngeke ngisamshiya umtanami nobabawakhe yoooh Jesu kwaze kwanzima
@gugumbonambi9470
@gugumbonambi9470 4 ай бұрын
kwaze kwanzima obaba bangazihloniphi izingane zabo
@_dladla1609
@_dladla1609 4 ай бұрын
Askis standwa sami be strong hope u seem like a good person u ddnt deserve wat happend be strong.. 🙏😞😞
@Yaya210
@Yaya210 4 ай бұрын
Makabanjwe umamo mncane naye plzzzzz😢😢😢
@kingdom3834
@kingdom3834 14 күн бұрын
Step mother and the father need to be arrested. The family community need to intervene. The story is very painful 😭😭😭😭
@gloriashozi555
@gloriashozi555 4 ай бұрын
Ngaze ngadumala ilobaba Ababoshwe bobabili 💔
@phelicialanga1309
@phelicialanga1309 4 ай бұрын
Phuma cc kulomndeni unkulunkulu angeke akuphe umthwalo ongaphezu kwakho
@C.kMotaung-nq6tz
@C.kMotaung-nq6tz 4 ай бұрын
😢😢😢😢that evil stepmother she's part and parcel of that horrible crime the husband did.naye Mele eboshiwe
@graciafani8213
@graciafani8213 Ай бұрын
Bhuti Mdu, this is a sensitive issue, maybe letting the victim pour out her heart without asking questions . In addition to that, Olwethu is an abused child. She had the courage to come to you with such devastating issue.
@LungileXolo-vz4pn
@LungileXolo-vz4pn 4 ай бұрын
Ngibonga ukth kukho konke okwenzekile enganeni, ukhethe ukuma nengane yakho😘😘😘😘
@nosindisosdudla3317
@nosindisosdudla3317 4 ай бұрын
Yooo aiii uyisilwane lobaba naye futh umfazi wakhe ngb wayaz hmmm engath angathola counselling u- olwethu akekho ryt😢
@thandogumede4425
@thandogumede4425 2 ай бұрын
Mina I believe her ....❤
@noreenm5018
@noreenm5018 4 ай бұрын
Lomntwana ulimele emqondweni and I hope uzophola, but lendoda scared umtwana for life. To the stepmother, unenhkiziyo embi To umama wengane, you are so strong CC, qina CC, ingane yakho iyakudinga. I wish lendoda ekhohlakele kangaka, get life without parole.
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 5 ай бұрын
Mm kwabuhlungu ey nalomama ngabe udiza ingane uthi nayo izoboshwa nami ngithuli nje ngyawabuka lamaphoyisa kodwa ekugcineni ngizowasa phaza lonke izwe nami lizokwazi yonke imikhuba yawo engiyibu kayo ngihleli kuwona njengoba ngikhuluma
@user-yt1hl3iu4l
@user-yt1hl3iu4l 4 ай бұрын
Usho amaphoyisa aphethe loludaba sisi?
@BusisiweDlamini-yp1vc
@BusisiweDlamini-yp1vc 2 ай бұрын
😢😢😢yhooo.hayi bhuti wabantu ngathi.awungomzali.tuuu imibuzo yakho n hayi shame awunabo tuuu buntu
@neliswacele5663
@neliswacele5663 15 күн бұрын
Very insensitive
@berrymohamed9952
@berrymohamed9952 4 ай бұрын
Ukhohlakele lobaba wengane nomination omncane ne family yalendoda siyabonga mamawontana yilwa ngomntana wakho
@user-br6lg7nn2o
@user-br6lg7nn2o 4 ай бұрын
Ayi uguy o interview eryo kumele enze life skills ngeke yoooo 😢😢😢😢
@okuhlethedancer
@okuhlethedancer 4 ай бұрын
Uyaxina nje uzenza iphoyisa nx
@bongythwala9840
@bongythwala9840 5 ай бұрын
Yikho sithi muntu wesfazane hlupheka nengane yakho,lomama ka Olwethu akanhliziyo wayemhlaliselani uOlwetho babawakhe nestep mother why .
@thembekandingi1381
@thembekandingi1381 5 ай бұрын
Kunezimo çc abanye Abantu besifazane abadlula kuzo kugcine kuhlukumezeka ingane
@mmeme5861
@mmeme5861 4 ай бұрын
Ask again
@user-ei6pi3bh8u
@user-ei6pi3bh8u 4 ай бұрын
Abantu besfazane bakhonzile kuphathelwa izingane zabo Nabi and enye into abantu beslisa shame abeve besi understand isimo sabantu abake baphila nabo .bakuchazela uze uzwe or ubone ukuhlupheka kwama ex wabo....bese belandake izingane zabo zizohlala nabo.
@user-ei6pi3bh8u
@user-ei6pi3bh8u 4 ай бұрын
Kodwake futhi kuhle umuntu ayikhulise ingane yakhe idle akudlayo kuze ngelinye ilanga ingane ingeke yaba ne anger kuthi baba wanglahla.awungkhulisanga .miseduze iyabona kuthi.kahle.kahle lokhu ebengizitshela.kuthi kuyikho kulowamuzi akusikho nakhona bayaswela makufanele
@BradleyDube-dx3cg
@BradleyDube-dx3cg 4 ай бұрын
The presenter is a big No for this show
@nompumelelonovember5489
@nompumelelonovember5489 4 ай бұрын
Yhooooo....kwaze kwabhlungu ...Bomama asizikhuliseleni ingane zethu ngoba zonke ingane ziyadlegulwa obaba bazo mfana ntombazana kuyafana nje ...phephisa olwethu sisi unkulunkulu uyazi futhi uyabona💔
@petermzuvele9797
@petermzuvele9797 4 ай бұрын
This story is very sensetive oyokwenza lent kumntanami ngyofa or ngboshwe
@user-un3nt7pv7u
@user-un3nt7pv7u 3 ай бұрын
Even the baby can be adopted but the mom's pain of loosing a child will be painful for ever,just imagine ur child is been given to someone , cause the mom also needs to be with her child,we don't know what will happen to them,mom, baby,GOD help the mom to be strong and accept her child not giving people ur child ,that baby will grow and will help his/her mom,and feel pain for the child to grow without mom,and get to know when is grownd up,heish maybe even the mom is under pressure, government must do something to help mom and child 🙏🙏🙏🙏🇿🇦
@snackshack9882
@snackshack9882 6 күн бұрын
Waze wathethiswa umama naye vele ethwele kanzima 😮 ngeke Bhuti Mdu awuzame ngenye indlela regarding communication
@SlindileShange-np4te
@SlindileShange-np4te 4 ай бұрын
Hhm lengane is so hurt nkosyam angibazi ubuhlungu obunje. Waze wayinja lobaba 💔
@user-mq6hy5cc6r
@user-mq6hy5cc6r 5 ай бұрын
Ababosw bobabil nomfaz wakh bafunanje ukushisw kuphel kwamuzi low
@NtokozoMajola-cd4cc
@NtokozoMajola-cd4cc 4 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢ngaze ngamunyanya lobaba obolile 😢😢😢 isibozi lobaba ukhohlakele
@thembindlovu4223
@thembindlovu4223 4 ай бұрын
Akunabulungiswa kodwa eSA. Akaboshwa ngani lobaba. Ai tjoooo kunzima eSA ubufakazi bukhona. Kwamamncane akaboshwe
@MelisaMoyo-tw8oi
@MelisaMoyo-tw8oi 5 ай бұрын
😢kwaze kwakubi siphila nezilwane ingane azisaphephanga
@paulmoyo3641
@paulmoyo3641 5 ай бұрын
Masibuye isigwebo sentambo kubantu abafana nalobaba
@khanyisilekubayi1013
@khanyisilekubayi1013 3 күн бұрын
Interviewer you are fired with immediate effect
@zanellesun1534
@zanellesun1534 3 ай бұрын
Awuuu Nkosi yam uOlwethu,ngaze ngamuzwela umtwana...koda bakithi isono esingaka...aii kukhlungu shym,akukholakali...
@user-jl8xf4gu1u
@user-jl8xf4gu1u 5 ай бұрын
Kwazekwanzima
@user-lv8ig8iz1d
@user-lv8ig8iz1d 4 ай бұрын
Uynya lobaba uyathakatha bonangokuthi wathi ingane angayikhiphi ngeyakhe nomama wathula bathwele laba
@nompumeleloyende
@nompumeleloyende 4 ай бұрын
Cha lobaba is too judgemental, he doesn't listen he takes sides. He can't present this show.
@user-ec2yq6dd6h
@user-ec2yq6dd6h 3 ай бұрын
🙆🙆🙆🙆🙈🙈🙈Labobaba abenza njalo,Mababoshwe bagwetshwe uma libalahla icala mabagwetshwe kulahlwe kude izikhiye
@novangelihlwempu4055
@novangelihlwempu4055 4 ай бұрын
Lord Jesus, may u heal this family Lord,, ow Lord ingane
@sibonginkosinxumalo6688
@sibonginkosinxumalo6688 3 ай бұрын
God is great mamakhe siyabonga ungu mama oqotho
@Linda-LuDouglas-cn4ug
@Linda-LuDouglas-cn4ug 4 ай бұрын
The system is seriously failing the citezens. People like UTHELELENI are the ones governing the country, doing what the government should be doing. People should really stand together and support such organisations - God is not happy at all with those abusing the authority. Soon they will know who God is.
@constancekhumalo1088
@constancekhumalo1088 4 ай бұрын
Kwaze kwaba buhlungu. UJehova akaniphe amandla. Nizame ukuthintana no Andile Gaelisiwe from Khumbulekhaya, i think she can assist you emotionally as well. Phephisani😢
@user-ip5up5rd3o
@user-ip5up5rd3o 4 ай бұрын
Kanjani manje ubhuti wa insensitive nje...Akakwazi nje ukukhuluma
@thandekaduma2036
@thandekaduma2036 4 ай бұрын
Ave ethobekile lobhuti kuvele kufike ithemba esakhuluma nje, yaze yabuhlungu into yengane and umzali uyabonakala ukuthi ulimele
@AmandaNgwenya-z2c
@AmandaNgwenya-z2c 17 күн бұрын
Yooo Lana bekufuneka umuntu ofana no XRepo onesibindi xem hai lobaba bekufanele anikezwe umphakathi wase Alex anqunywe lepipi ngoba nje indaba yamapoyisa ayisebenzi yoo ngaze ngezwa ubuhlungu xem kodwa umvelingqangi akadakwa😭
@nombusoyaka4965
@nombusoyaka4965 4 ай бұрын
Hlampe ithwele Nje lendoda
@user-gu3md3gy3l
@user-gu3md3gy3l 5 ай бұрын
Kune process eyenziwayo mawusathi uyayi adopter bese kuba yi process futhi mase kuba nama cancelation e adoption, akajeze ubaba
@QueenZan
@QueenZan 4 ай бұрын
The grandmother can adopt the grandchild.
@user-cb2de3my8z
@user-cb2de3my8z 4 ай бұрын
Mybe lo baba akaphilanga Kahle ekhanda.. ayikho into enje 😶
@user-xc4jz9yd7i
@user-xc4jz9yd7i 4 ай бұрын
Hawu bakwethu...lomlisa!Uyusilwane!Ukhubazekile.Why ekhanda.Why kuvezwa ubuso buka Olwethu nomawakhe?
@nkosidelisile8565
@nkosidelisile8565 4 ай бұрын
ngaze ngabuhlungu ubulwane ezweni hawu hawu hawu buya nkosi😭😭😭😭
@NtuthukoNdwandwe
@NtuthukoNdwandwe 4 ай бұрын
Phephisa maka Olwethu cc wam 😢😢😢😢Olwethu uNkulunkulu unawe wakwaz ungakazazi kwawena so nje engingakusho kin hlalani kuNkulunkulu uyena ozokwenza umsebenzi empilwen zenu😢😢😢😢
@TraceyBaijnath-on9uu
@TraceyBaijnath-on9uu 5 ай бұрын
Ubolile I South Africa yooh
NGADLWENGULWA INYANGA NGAMITHA ISILWANE
1:01:45
THULELENI TV
Рет қаралды 48 М.
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
THULELENI TV
Рет қаралды 137 М.
LOVE LETTER - POPPY PLAYTIME CHAPTER 3 | GH'S ANIMATION
00:15
DEFINITELY NOT HAPPENING ON MY WATCH! 😒
00:12
Laro Benz
Рет қаралды 49 МЛН
BENGITHI NGITHOLE UNKOSIKAZI KANTI OZONGIMBELA ITHUNA NGIPHILA
38:00
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 186 М.
Usinde emlilweni eshiswa ingoduso yakhe...
25:33
THULELENI TV
Рет қаралды 36 М.
UMAMA BAMBULALE EPHILA NGENHLOSO YOKUDLA IMALI YAMA POLICY
25:03
THULELENI TV
Рет қаралды 35 М.
NGADLWENGULWA UDRIVER WE TAXI
18:39
THULELENI TV
Рет қаралды 53 М.
ESIBHEDLELA EMSHIYENI BABULALA INGANE YAMI BAPHINDA BAFIHLA   I-FILE
30:54
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umyeni wami wamithisa ingane yethu | S1 - EP49
15:33
Ngamxolela uMkami Elale neNdodana kaMfundisi - And this is what happened!!!!!
54:05
sangcwaba isidumbu esiwrong
46:56
THULELENI TV
Рет қаралды 39 М.
Этот Пёс Кое-Что Наделал 😳
0:31
Глеб Рандалайнен
Рет қаралды 3,5 МЛН
КОМПОТ В СОЛО
0:16
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 10 МЛН
БУДЕТ ЗНАТЬ КАК ОБИЖАТЬ БАБУШКУ
0:18
МАКАРОН
Рет қаралды 1,7 МЛН