Hawuu 2024 siyabonga xa niziveza obala ukuthi nibo professor siyanivuma namhlanje mabaphile abantu bomkhulu amen kwaze kwakuhle Bodokotela esikubonayo ❤❤❤🎉🎉🎉
@saragora3331
Hawu ayikholakali ke ukuthi lamadoda asexolelene. Kodwa phela lento yokuzonda iyawugqilaza umzimba wakho, ugcina usukhathele, ekugcineni kumele uyidlulise leyonto.
@khayelihlemchunu1202
seniqalile ke futhi Khehlelezi ukudlala ngoMabalengwe buka manje wena usuhlola ngempela uMabalengwe ebechaza iphupho nidlalelani ngoMabalelwe ayi cha niyadlala ngobaba Mabalengwe....... ayi mina bengingeke ngiyivume lento makungathiwa ngiseduze kwababa uMabalengwe ayi cha