UKHALA EZIMTHONSI UMFELOKAZI WEPHISI ELISHONE LISENDLENI LIYO DELIVER EGOLI.

  Рет қаралды 95,491

ThuleleniTv

ThuleleniTv

6 ай бұрын

Пікірлер: 414
@lindacele3935
@lindacele3935 4 ай бұрын
Mr Msweli is the best in such cases. He is so humbled 😢😢😢
@user-ho5wo7yq9o
@user-ho5wo7yq9o 5 ай бұрын
Lesi phukuphuku salo bhuti ngisihalela ngenduku kabi uyeyisa wesphukuphuku nezingubo zakwa mr price
@user-qp9wq4ym7k
@user-qp9wq4ym7k 4 ай бұрын
Yeeeebo,uyadina lo
@nimrodgaskin3974
@nimrodgaskin3974 5 ай бұрын
Mfowethu, ngiyakucela uma usiza abantu , ungabasizi kodwa bese kugqama wena. Ubozehlisa uNkulunkulu uyokuphakamisa ngesikhathi esifanele. Just a brotherly advice. No matter your circumstances stay cool,uyongibonga ngelinye ilanga.
@zinzimfundisi9199
@zinzimfundisi9199 2 ай бұрын
He is not good for such foundation, it seems like ubukisa ngabo
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 Ай бұрын
Ayi impela akuhambi kahle ukhombisa mpakamo nozwela alukho or ube nosuku olubi
@MuziMngomezulu
@MuziMngomezulu 4 ай бұрын
Usanesibidi sokumubuza ngo code bani bani cha bhuti phuma xem awunazwelo yooo😢😢
@sinethembasinenhlahla1996
@sinethembasinenhlahla1996 3 ай бұрын
Bakwethu, kule show, awunikwa ngisho I tissue or amanzi, nothing 😢😢😢😢
@pelagwele4059
@pelagwele4059 5 ай бұрын
Babu Msweli ngenelela usize nalu daba olubuhlungu. Lufanele wena. Angimudelanga ubaba oluphethe. Kodwa le inkinga yeyakho. Ncese kwaze kwabuhlungu😢
@badkids7438
@badkids7438 5 ай бұрын
Yo kwaze keabuhlungu cc kodwa unkulunkulu angeke akunike umthwalo ongaphezu kwakho konke kuzolunga ❤
@thandekileseme4552
@thandekileseme4552 5 ай бұрын
Ayy kwaze kebhlungu Jesu lobhuti kodwa akwakwazi ukusebenza ngabantu uvele akhulume nje ehle emthini hamba uye kuBabMsweli Cc bakithi😢😢😢
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 5 ай бұрын
Be ngith ubonwa yim ngedwa😥 Baba Msweli is the best
@ziphindiwephindi9498
@ziphindiwephindi9498 5 ай бұрын
Ey bendicinga ndineproblmz zam ngaye
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 5 ай бұрын
Ngangizovele ngishiye khona lapho. Baya oKhozini ngoba ingqondo iphithene. Buka nje akamduduzi noma ekhala uyaziqalazela nje. Bala ukuthi uqalaza kangaki!!!! Akayizwa nalento umama emkhalisayo.
@HlengiweNtuli-qh9ry
@HlengiweNtuli-qh9ry 5 ай бұрын
Haai bo ubani kodwa lendoda e interviewer lenkosikazi ,haai shame ayinambeko ,uma ingabona izulu kuyobe igwazile
@HlengiweNtuli-qh9ry
@HlengiweNtuli-qh9ry 5 ай бұрын
Shame kodwa akamubi kakhulu ubuty uyazama ,okusho ukuthi umuntu ongakwazi ukudabuka ngofacial expression nokuthi akanaconcentration
@user-fy6xg7gt2i
@user-fy6xg7gt2i 5 ай бұрын
Awunazwelo wendoda awududuzan dedela abanothando lwabant shiya broer
@user-bv6ud2lc3z
@user-bv6ud2lc3z 4 ай бұрын
Ay yaze yabuhlungu into Jehovah phephisa cc😢😢💔💔
@sindisimelane6119
@sindisimelane6119 5 ай бұрын
uNkulunkulu akubophe ngebhandishi likaMoya oyingcwele
@qedezakhemkhwanazi8664
@qedezakhemkhwanazi8664 5 ай бұрын
Emsebenzini. Bakuthanda uma usaphila.lento yamandiya idinga ukubukisiswa,.mama uJehova abe nawe
@babylisabuthelezi5606
@babylisabuthelezi5606 Ай бұрын
Besingekho noko isdingo sikuthi uphoxe abantu kalendlela.mina ngbona ngathi unempakamo awnalo uthando lwabantu .ngaze ngadumala.
@zamambophilile177
@zamambophilile177 4 ай бұрын
Ohhh Mawami Kuzolunga inyembezi zakho soze ziwele phansi qina mawami.
@nqobilengubane3427
@nqobilengubane3427 2 ай бұрын
Ayyy bo akaxoshwe lobaba akakwaz nje kusebenza nabant waz wangidina yoooo
@thembelihlelihle7026
@thembelihlelihle7026 5 ай бұрын
Yin uqale ngokubaphoxa uth awhlali okhozini? Kubalulek ngan lokho? Nami bengingakhal umuntu engphoxa kanje😮
@michaelmhlongo5966
@michaelmhlongo5966 4 ай бұрын
Cha akanazwelo lomlisa akanasikhathi ngempela uzokhuluma nabantu Emile ejahile cha nsizwa yakithi uyisiphoxi
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 2 ай бұрын
Uyaphapha uNkwali shame engahlala oKhozini yena he's self-centered
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 Ай бұрын
Cha ukhulume kubi Mr
@NeliciousSthole
@NeliciousSthole 5 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu cc uzibonele kwenzeke phambi kwakho konke ujehova uzokuqinisa wabanawe umbuka eselele namanje uzohamba nawe kulendlela kuzolunga sicela bangenelele abazi imnyango
@masthuli2565
@masthuli2565 4 ай бұрын
Phephisa Ma😢...lobhuti ngeke akaziqondi izimo zabantu siwu Mphakathi asiyithandi indlela akenza ngayo...more special ezimweni ezinje😥😥😥😥😥
@user-wz8hg5df9k
@user-wz8hg5df9k 5 ай бұрын
I'm sorry mom it's sad just be strong God will heal you
@user-nr1iq9jz3d
@user-nr1iq9jz3d 5 ай бұрын
Waze, wangabinaso isineke lobhuti😭
@zamawelasedlame865
@zamawelasedlame865 5 ай бұрын
Uyambona koda😢Kant angeke abasoze futhi
@lynnmandaleka6593
@lynnmandaleka6593 5 ай бұрын
Uyangicika nje nami I so wish baba Msweli angenelele unaso isineke sabantu
@eugenemahaye625
@eugenemahaye625 Ай бұрын
This production need to be shut down I don't know what his trying to achieved this guy
@phidanincube165
@phidanincube165 5 ай бұрын
Umama kabone uAyanda Msweli yikho kuzaba fast
@user-de8so2ub9h
@user-de8so2ub9h 5 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu
@zamandosifaith9655
@zamandosifaith9655 3 ай бұрын
Ayeke indaba zey mfunda makhwela
@salizwamakatshu-cc2mg
@salizwamakatshu-cc2mg 5 ай бұрын
😭😭😭😭😭 askies standwa sam,Thixo masele ekhombile akekho onebango lokujika ngoba umzuzu nosuku zaziwe uye,nguye ophayo kukwanguye othathayo.. xolo cc
@user-yz7hl2kk8v
@user-yz7hl2kk8v 4 ай бұрын
Dudu mama inkoc engathi ingakupha amandla ukhulise izingane zakho .kuzodlula inkoc ayehlulwa lutho dudu
@user-rb1pk2nv6j
@user-rb1pk2nv6j 4 ай бұрын
Cha bafwethu lobaba yazi akuthi ncu Babu Msweli ngenelela u Jehova uzokwandisela😭 cc u Jehovah ubheke konke uzoyenza indlela 🙏🙏🙏🙏
@user-sx2ed8vw9m
@user-sx2ed8vw9m 5 ай бұрын
Yooooo😢😢😢😢 bafethu wabona lukhulu lomama ngaze ngakhala Jehova
@salizwamakatshu-cc2mg
@salizwamakatshu-cc2mg 5 ай бұрын
Kukhala mina lana yaz
@user-co3iy9tu2d
@user-co3iy9tu2d 5 ай бұрын
Yey amandiya ingakho ngiwanyanya
@user-po3vy1pn2v
@user-po3vy1pn2v 5 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu dadewethu Nkulunkulu akahlulwa lutho zongenelela
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 5 ай бұрын
Nami bakhohlakele kabi labo😢😢😢
@malindikhumsmalindikhums1456
@malindikhumsmalindikhums1456 2 ай бұрын
Ngiwanyanya kabi amandiya kumanje khona elisphethe ihlale lisisabisa ukuthi umsebenz uzophela ay ngyabanyqnya shem
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 5 ай бұрын
Uyeyisa mnewethu hhayi kabi. Awukwazi ukuphatha usizi lomuntu, thina asinamsebenzi nokuthi ujahe kuphi hhayi cha wanona bo.
@NtuthukoNdwandwe
@NtuthukoNdwandwe 5 ай бұрын
Cha lobhut uhlaza nje akaphekiwe akukhulunywa nje kanje emphakathin more especially odabeni olufana nalolu😢😢
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 5 ай бұрын
@@NtuthukoNdwandwe kodwa indlela noma i-tone ibalulekile mtakababa
@zamawelasedlame865
@zamawelasedlame865 5 ай бұрын
Unonile yaz😢
@laycatvilakati8459
@laycatvilakati8459 5 ай бұрын
Udwalile nje lo ayi lobhuti waze wangicika
@nonhlanhlahlophe9462
@nonhlanhlahlophe9462 5 ай бұрын
Lobhuti Lo uyenyanyisa unonya xem angifuni kungasho😢😢😢
@ntombikayisenkosi8926
@ntombikayisenkosi8926 4 ай бұрын
Awukwazi ukukhuluma nabantu abasosizini, uthela usawoti esilondeni.
@nokubongabuthelezi6390
@nokubongabuthelezi6390 2 ай бұрын
Ngaze ngaphatheka kubuhlungu sengathi inkosi ingaba nawe😢😢😢
@ThokozaniMngomezulu
@ThokozaniMngomezulu 5 ай бұрын
Owaphi lobaba okhuluma kabi kanjena phambi kwabantu abafuna usizo kuyena mmmmmh .nxese mama
@phumlalolo
@phumlalolo 2 ай бұрын
ukhohlakele akakwaz kukhuluma nabantu
@nonhlanhlamzimela-su1hb
@nonhlanhlamzimela-su1hb 5 ай бұрын
Bhalela babuMsweli unomyakazo
@nonhlanhlamolefe-langa5100
@nonhlanhlamolefe-langa5100 4 ай бұрын
Uphi ubaba uMsweli kade ngifuna ukwazi ngaye
@curiousk4083
@curiousk4083 5 ай бұрын
Kumele kuphakame inkamphani yabammeli basize lomama. Akukuhle ukuthi inzala bantu ikhale kanje kuthuleke😔😭😭
@user-yt2gs3rp1c
@user-yt2gs3rp1c 5 ай бұрын
Ncesen mndeni unkulunkul ukhona 😢😢😢ngaze ngabuhlungu kodwa... Kodwa lobaba akakwaz uksebenza ngabantu ukhuluma nomikanjn
@ziphindiwephindi9498
@ziphindiwephindi9498 5 ай бұрын
Yhooooooooooooooooo hay lo bhuti ndaze ndadikwa nguye
@MuziMngomezulu
@MuziMngomezulu 4 ай бұрын
Phephisa mom bt lobhuti loluhlelo alumufanele xem umuntu ongakwazi nokududuza ukuba ubaba uMsweli ngabe umgaxile uyamfuduza ,bt Kuzolunga mom
@ThandekaKuhle
@ThandekaKuhle 2 ай бұрын
Mina ngilalele iskalo xeim 😭 beninganawo umbotho wenu bcz if ubuyawo ngeba umzimba bawulanda bengazufuna lutho ukufelwa kubuhlungu next tym joina umbutho cc
@user-ov2ll2lr8t
@user-ov2ll2lr8t 5 ай бұрын
Injani lentatheli akamduduzi ngani.Akazi nokuthi kwenzakalani. Qashani omunye
@beautysbongilesawana8776
@beautysbongilesawana8776 5 ай бұрын
Ngiyaqala kubona intanteli enjena engena musa nxaa
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 5 ай бұрын
Akanalo noluncane uzwelo🚮
@noloseqabisisa8550
@noloseqabisisa8550 5 ай бұрын
Worse this journalist didn't even give this woman a glass of water. Mfxim
@qaphelaningcamu8713
@qaphelaningcamu8713 5 ай бұрын
Igolo lenja lentatheli
@user-qp9wq4ym7k
@user-qp9wq4ym7k 4 ай бұрын
Ingane ka Mabani yona le ntatheli😢
@KhethiweMcanyana
@KhethiweMcanyana 5 ай бұрын
Ngenelela Baba uMsweli lendaba idinga wena ngenhliziyo yakho emnene abantu abafani
@VusumuziMayisela
@VusumuziMayisela 3 ай бұрын
Ungasho uliphinde, into yomuntu soze wayikopela, the kindness kaMsweli soze yakopeleka.
@BubuPatricia
@BubuPatricia 3 ай бұрын
Nkosiyam isono Waze wakhala kabuhlungu mama😢😢
@mthokozisisiyabonga6858
@mthokozisisiyabonga6858 5 ай бұрын
Chaa webhuti awukho crc siyakulandelakodwa ulimi lwakho luphakeme uqale ubaphoxe😊
@AndileMM608
@AndileMM608 5 ай бұрын
Too much, iyacika indlelo enza ngayo
@SipheleleWinile
@SipheleleWinile Ай бұрын
Ay wangicika lo bhuti aibo akakwaz ukukhuluma kanjena nabantu abanezinkinga
@user-bt7pm8mn2s
@user-bt7pm8mn2s 5 ай бұрын
Ama India awaxoshwe lapha mawaye ezwellni lawo noma abulawe sorry mama 🥺 kubuhlungu kuzondlula unkulunkulu abenawe akehlulwa yilutho
@user-uq7rg2cj1f
@user-uq7rg2cj1f 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu mama 💔💔💔nkulunkulu akupholise bonke ubuhlungu odlule kubo mama esh
@user-cq6lr1ru5h
@user-cq6lr1ru5h 4 ай бұрын
Oh Nkulunkulu ngenelela baba kwisimo salomama saze sabuhlungu qina mama
@gugumabika
@gugumabika 2 ай бұрын
😢😢Kwaze kwabuhlungu Jehovah ngiyazisola nokuthi ngbuke leni ai💔💔😭😭😭
@user-ec7tr5eh6p
@user-ec7tr5eh6p 4 ай бұрын
This is very sad. I wish she can get help. God bless you and your family.
@nosiphooqaah6771
@nosiphooqaah6771 5 ай бұрын
Yeyi e South Africa kunzima no mbombayi bezinkampani azivalwe lenkampan ezinga rejistiwe
@SontoMagwaza-wd5em
@SontoMagwaza-wd5em 3 ай бұрын
Kodwa lomama uke wabuthwala ubunzima uhanjelwe isthandwa sakho nisendleleni ..naye ubaba wakwakhe shuthi belimtshela and ubefuna ukuhambela eduze kwesthandwa sakhe and it happened just like that ....aphole bakithi umama
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 2 ай бұрын
I thought that too ❤❤❤ it shows indoda ibimthanda
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 Ай бұрын
Awu bhuti waze wangiphoxa uphakeme yazi sikhona isidingo salezinto ozishoyo awuhlali Khozini futhi jahile awunazwelo asikufanele kesikhundla okuso.Mama ngicela uthinte baba Msweli uzokusiza kahle kakhulu
@bhongoketwa6133
@bhongoketwa6133 5 ай бұрын
Eey uk'hlaza lobaba oyi presenter, emdala kanje.. No compassion uzfunela ama views nje
@elizalungiswabentswana3600
@elizalungiswabentswana3600 5 ай бұрын
Akakwazi ngitsho ukubaduduza
@thandazilencanini95
@thandazilencanini95 5 ай бұрын
Usimele ngomhlangano😢
@user-cb4ug2oz6k
@user-cb4ug2oz6k 2 ай бұрын
Uyanyanyisa lobaba indaba yama code 10 and 14 uhlanganaphi nayo anga focus ku problem nxa
@user-sz6lz8zr6c
@user-sz6lz8zr6c 5 ай бұрын
Hawww kodwaa smakadee😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔🙆kwaze kwanzima jehova kubhlung kuyazwela😭😭😭
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq 5 ай бұрын
Hawu bakithi kwa khala Mina ngi yabazi kubuhlungu bokufelwa indoda ngibuka nowami washonelwa ezandleni zami phephisani dadewethu
@bongythwala9840
@bongythwala9840 5 ай бұрын
Sorry mama bakithi I don't like to see her crying 😢😭😭,esh kuzodlula cc
@ZiziphoNyamazana-gz9nw
@ZiziphoNyamazana-gz9nw 2 ай бұрын
Hay kona akaze nje ndimbone enosizi lotata Ndaze ndabuhlungu nkosiyam nomama sesoyika nokulila kahle😢😢
@NonduNzama
@NonduNzama 2 ай бұрын
Kodwà Jesu yaze yabuhlungu into mama kodwa qina mawami😂😂😂😂
@thandekashabalala6477
@thandekashabalala6477 Ай бұрын
Umphathi wohlelo akakwazi ukusebenza ngabantu. Ungathini ngelinye ilanga kune uwena osenkinheni umuntu bese esho kanje. Bengeke aze kuwena ukube bengenayo inkinga enkulu. Laba obajahile bazoma
@thombinxumalo1992
@thombinxumalo1992 5 ай бұрын
Waze wabhlungu umoya wam Jehova ongcwele😭😭😭
@bongiwezungu341
@bongiwezungu341 5 ай бұрын
Ngazengaphathek kabuhlungu nkosiyam.zehlakim.nyembezi sorry cc
@user-wq1sc9cr4x
@user-wq1sc9cr4x 5 ай бұрын
Kuyakhalisa nje okwangempela ubhlungu obungaka ubone umyeni wakho ephela phambi kwakho😢😢
@sibusisolindokuhle9231
@sibusisolindokuhle9231 4 ай бұрын
Companies dont care...lets take care of our lives
@charlottematseliso5450
@charlottematseliso5450 5 ай бұрын
Yehlisa umoya Mama yonke into ineskhathi sayo kepha ubulungiswa kumele benzeke umoya wami ngiwuzwa ushona phantsi😭😭😭
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 5 ай бұрын
True eish!😢
@malindikhumsmalindikhums1456
@malindikhumsmalindikhums1456 2 ай бұрын
Ayisondele I help desk ye EFF izomsiza
@pumlamagula1199
@pumlamagula1199 Ай бұрын
Ohhhh!! Thethelela Yehova Thixo Wemikhosi nanku umntwana wakho esezinyembezini, menzele inceba Bawo umthuthuzele 🙏
@mncwaben
@mncwaben Ай бұрын
Department of Labour should play its role here We always encourage employees to join trade unions for protection but it seems like they don't want to.
@user-bq1ez3dq5p
@user-bq1ez3dq5p Ай бұрын
Uphi ubaba webhakade Ayanda msweli jehova yey ubulungiswa abukho emhlabeni jesu😭😭😭💔💔💔
@sibonanivilakazi3699
@sibonanivilakazi3699 5 ай бұрын
Wuuu waze wangizwisa ubuhlungu mama phephisa 😢
@babongilemkhize6476
@babongilemkhize6476 2 ай бұрын
Abanamandla abangenelele bakwethu inzima lendaba yokuba umfelokazi😮
@zamawelasedlame865
@zamawelasedlame865 5 ай бұрын
😭😭😭😭😭😭phephisa mah ujehova Abe nawe 😢
@CebisileKhuzwayo-kz7lk
@CebisileKhuzwayo-kz7lk Ай бұрын
Yooh kwaze kwabuhlungu😢😢ncese mama
@user-jo3cb9wr1y
@user-jo3cb9wr1y 5 ай бұрын
Phephisa Cc uNkulunkulu azabenawe akunikeze induduzo epheleleyo Cc💔💔🙏🙏
@bongythwala9840
@bongythwala9840 5 ай бұрын
😢😢esh
@thembatshabalala408
@thembatshabalala408 5 ай бұрын
😭😭😭😭
@user-no1pc7su5g
@user-no1pc7su5g 5 ай бұрын
Baba uMsweli sicela ungenelele kule company
@thokozileshabalala67
@thokozileshabalala67 5 ай бұрын
Lenkampani ayiboshwe finish
@FanwakheMenyuka-vy2wl
@FanwakheMenyuka-vy2wl 5 ай бұрын
Eishh Nkoy yam phephisa mah 💔
@siyabongashezi6795
@siyabongashezi6795 5 ай бұрын
My brother next time don't treat people's like this next time uma ungaakwazi uku interview abantu abasosizini ngaloluhlobo ngcono uyeke bhuti lendlela oqale ngayo inkulumo yakho ayikho yinhle okokugcina abañtu uma bekhala interviewer uphatha i tissue ubaphe besule izinyembezi awube nobuntu ndoda
@user-lz5hq1qi8l
@user-lz5hq1qi8l 5 ай бұрын
Srs🤞akakhulumanga kahle
@user-vo2qp6xj7p
@user-vo2qp6xj7p 5 ай бұрын
Ohhh yhini bawo uxolo mama uThixo uzokunceda.
@user-by5tf1ju3z
@user-by5tf1ju3z 4 ай бұрын
Awukwaz ke kodwa ukukhuluma bhuti wabantu nje uydlabha
@NomceboKgiba-go3fy
@NomceboKgiba-go3fy 29 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu Jehova 😢😢😢😢😢😢😢😢 ngiyacela baba Msweli ungenelele kulesimo🙏
@Madirmodar99
@Madirmodar99 5 ай бұрын
😢😢😢😢😢awu Dali kwazekwabuhlungu😭😭😭😭😭😭
@S_25752
@S_25752 5 ай бұрын
Cha lamandiya afuna ijele nenduku ayaxaphaza yilohulumeni wethu okhohlakele kunje nguye
@zanellesun1534
@zanellesun1534 10 күн бұрын
Yebo uqinisile aii...
@mavickstv656
@mavickstv656 5 ай бұрын
Eish it's painful 💔💔💔
@phumlafakude1175
@phumlafakude1175 4 күн бұрын
Ngaze ngakhala Jesu ngiyafisa usisi athole ucedo nkosi yami 😭😭😭
@user-pc2mp4ny9d
@user-pc2mp4ny9d Ай бұрын
Forget ndaba yendoda nasisimo lah sibuhlu ngu donate for the children sake amen 🙏🏽
@phindilezondo2887
@phindilezondo2887 4 ай бұрын
Lwabuhlungu udaba bakithi , engathi engangenelela nomnyeni wakho cc ebanyakazise emqondweni wabo bekusize ngoba phela ushone esemsebenzini 😢 uNkulunkulu uzongenelela cc wami 🙏
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 5 ай бұрын
Mkhamfathe pheĺa mnewethu hawu 😊
@vistom5784
@vistom5784 5 ай бұрын
Hawu cha nami uyangixaka lomfo nami uyangixaka abasamzameli ngisho namanzi okphuza
@salizwamakatshu-cc2mg
@salizwamakatshu-cc2mg 5 ай бұрын
Sboniso ngikuthandela ukuziqhenya ngolwimi lakho,bheka nje ngendlela obhale ngayo comfort ( khamfathi) ngathi singabonela kuwe sonke siyeke "this and that" siyindl'emnyama kube kukhulunywa ngesizulu.
@user-oy3xb2cg2n
@user-oy3xb2cg2n 5 ай бұрын
Oh Jehovah ngenelela Smakede🙏🙏🙏🙏🙏 😭😭😭😭
@samukelisiwenxumalo
@samukelisiwenxumalo Ай бұрын
Nkosi ngenelela this is so painful. Angkaz ngkhale kanjena😢💔💔
@zanellesun1534
@zanellesun1534 10 күн бұрын
Awuuuu kwaze kwabuhlungu eii madoda...
@Sindy-ly4fu
@Sindy-ly4fu 5 ай бұрын
Mm nkosi yoklung cela uShemb akhumbule cc
@NtuthukoNdwandwe
@NtuthukoNdwandwe 5 ай бұрын
Wemama uAyanda Msweli😢ozokusiza hhayi leliqaba elingayanga eskolen elingabaz nobuhlungu islima sendoda embi enonya😮
@ZiziphoNyamazana-gz9nw
@ZiziphoNyamazana-gz9nw 2 ай бұрын
💔💔💔💔💔😭😭😭 ndaze ndabuhlungu smakade😢
@mphikisenimkhize
@mphikisenimkhize 5 ай бұрын
Ei uhulumeni wengcindezelo esiphila kuye zayingekho lezinto ngeyikhathi zamabhunu
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 5 ай бұрын
True
@sibusisondawonde8377
@sibusisondawonde8377 Ай бұрын
😢😢kazi mangafela e Capetown ekhaya bayokhala kanje! Kwabuhlungu sithwele kanzima singabashayeli
@rostabusiswe1930
@rostabusiswe1930 5 ай бұрын
Kubuhlungu kakhulu cc kodwa ukuhlala angeke kusasiza qina kuzolunga
@nomathembangcobo6414
@nomathembangcobo6414 5 ай бұрын
Kwaze kwanzima, N lento yokungaba regist iyona loophole abasuku befun ukphunyuka ngayo abaqashi. 😢
@ntombifuthimthabela5670
@ntombifuthimthabela5670 5 ай бұрын
Nkocyami mama kwaze kwabuhlu gu
@thembizwane2584
@thembizwane2584 5 ай бұрын
Umama loyo ohlezi naye uyahleka hayi bo uhlekani awududuzi ufike insini😮😮
@lynnmandaleka6593
@lynnmandaleka6593 5 ай бұрын
Akahleki ubekhala bukisisa
@KhanyoZinya
@KhanyoZinya Ай бұрын
Ngaze ngakhala Jehova yangithinta lento😭😭😭😭😭, alumela namazwi akho mntaka Nkulnkul awu 😢
@lindelwamadiya6471
@lindelwamadiya6471 Ай бұрын
Mmmh waze wakhala kabuhlungu nkosyam.. Engath u Thixo angawapholisa amanxeba mahwam usheshe uphole.. Ulthole nosizo😢😢
@AndileMM608
@AndileMM608 5 ай бұрын
Awukwazi kodwa ukukhuluma kahle, indlela oqale wakhuluma ngayo nje 👎🏾👎🏾👎🏾👎🏾👎🏾
@lindiwendlovu6475
@lindiwendlovu6475 2 ай бұрын
Mmhh 😢 askisi mamakhe kuzondlula esh🤦🏾‍♂️😭
@mhlonipheniximba9761
@mhlonipheniximba9761 Ай бұрын
Eish😢😢kwaze kwanzima nkosiyami sidinsa kanzima nokukhuthala emsebenzini kubuye kusifake enkingeni
@nosiphooqaah6771
@nosiphooqaah6771 5 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu smakade kwaze kwanzima😭😭😭😭😭😭😭😭
@lungisanidlamini4230
@lungisanidlamini4230 5 ай бұрын
Yabuhlungu lendaba yalomama phephisa koti
@user-wu8sn6mw4w
@user-wu8sn6mw4w Ай бұрын
Counseling pls.... Pls. Help her
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 5 ай бұрын
Hawuu kwazekwabuhlungu Nkosi Jesu ngenelela kulempi yalomama,ongumfelokazi
@babongilemkhize6476
@babongilemkhize6476 2 ай бұрын
Hawu kodwa kwaze kwanzima dadewethu, kodwa uNkulunkulu ukhona uyozesula lezonyembezi 😢
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 183 М.
Bangigebenga Imoto Kanye Nemali Yami engu 100k
30:46
THULELENI TV
Рет қаралды 29 М.
Was ist im Eis versteckt? 🧊 Coole Winter-Gadgets von Amazon
00:37
SMOL German
Рет қаралды 19 МЛН
Alat Seru Penolong untuk Mimpi Indah Bayi!
00:31
Let's GLOW! Indonesian
Рет қаралды 11 МЛН
🌊Насколько Глубокий Океан ? #shorts
00:42
MEU IRMÃO FICOU FAMOSO
00:52
Matheus Kriwat
Рет қаралды 38 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Ubulungiswa
1:03:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 297 М.
ITAXI OWNER YASE MLAZI YANGIPHUCA ITAXI YAMI
27:31
THULELENI TV
Рет қаралды 27 М.
NGABONA SEKUVELA IKHANDA LENGANE UKUTHI NGEMPELA USEYABELETHA
25:32
Ngadlwengulwa umama kamngani wami | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP60
26:28
BENGITHI NGITHOLE UNKOSIKAZI KANTI OZONGIMBELA ITHUNA NGIPHILA
38:00
Was ist im Eis versteckt? 🧊 Coole Winter-Gadgets von Amazon
00:37
SMOL German
Рет қаралды 19 МЛН