Impumelelo yakho ivinjwe ilenhlambuluko ongafuni ukuyenza eqondene nawe nqo

  Рет қаралды 7,130

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

2 ай бұрын

www.impungayesintu.co.za

Пікірлер: 30
@nonhlanhlaevelyn
@nonhlanhlaevelyn Ай бұрын
Ngyakbonga mkhulu Mpunga Yesintu kungathi ukhuluma nami kunezinto nje ezingangihambeli kahle kodwa benginganaki kulezinto oyishoyo sengiyaqonda
@DorisBenson-yr1tg
@DorisBenson-yr1tg Ай бұрын
Sawubona Mpunga ngicela usho ukuthi uhlambuluka kanjani ngani
@ngcebombokazi5983
@ngcebombokazi5983 24 күн бұрын
Mhmm.. yaze yajula. 💔
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 2 ай бұрын
Mpunga yesintu uyihlabe esikhonkosini ngikuzwile mina
@LungeloSydney-fd4ir
@LungeloSydney-fd4ir 2 ай бұрын
Ey Mkhulu wavele wakhuluma nami ngqo,sbonge ngokusithululela ulwazi.
@handsomesiya
@handsomesiya 2 ай бұрын
Ukuhamba kahle kubalulekile, syabonga
@luckytau6331
@luckytau6331 2 ай бұрын
Mmm, yagequla amagula iMpunga, cha ngikuzwa kahle kakhulu Mkhulu, sengokwenza njalo nami. Ngyabonga ulwazi!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
@user-mc2tx2cy8t
@user-mc2tx2cy8t 2 ай бұрын
Ngicela ukwazwa ngendaba yokwenza inhlambuko yomuntu
@mbongwathembaNdlovu
@mbongwathembaNdlovu 2 ай бұрын
Siyabonga mfokaMbanjwa uyaasikhokha emahlathini MB Ndlovu ESwatini
@nkosinathidludla6057
@nkosinathidludla6057 2 ай бұрын
Siyabonga mkhulu Mpunga yesintu.
@thanduxoloMdingi
@thanduxoloMdingi 2 ай бұрын
Akwande kehla qhubeka usiphe ulwazi. Asibonge Mkhulu. 👏👏 #Impunga yesintu. ❤
@NonkululekoNgubeni
@NonkululekoNgubeni 2 ай бұрын
Sibonge Mpunga .Ngabe uyenza kanjani inhlambuluko kumele uye emanzini Na?
@bennymgudie7762
@bennymgudie7762 2 ай бұрын
Ahw sukana madoda❤
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 2 ай бұрын
Wayibeka yacaca Mpunga ngikuzwile
@mcebofortune6553
@mcebofortune6553 2 ай бұрын
Nduna Ka-Ndaba, Usuphawulile Mnewethu😅... Izwe Liyafa, Kodwa Siyathokoza Ngokusihlahlela Inyathuko. 🙏
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e 2 ай бұрын
Lelo iqiniso emhlophe qwaa elingenakuphikiswa
@ThamiSibiya
@ThamiSibiya 2 ай бұрын
Ukhuluma Nami mpunga 😭😭😭angimtholi umuntu ozongenzela yona kahle, ngiyayenza kodwa impilo ifane 😢😢
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 2 ай бұрын
Thokoza mkhulu 🙏🏿🙏🏿
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 2 ай бұрын
Makwande Mkhulu, nge information
@goodboyfanyana9693
@goodboyfanyana9693 2 ай бұрын
Sibonge kakhulu kwiMpunga, sithi mayikhule indlondlobale.
@bethenmasuku4696
@bethenmasuku4696 2 ай бұрын
Khehla lamakhehla ngathi lapho uthetha nami
@ZweliDladla-ch5ue
@ZweliDladla-ch5ue 2 ай бұрын
Ayi mfoka Mbanjwa uyayihlahla indlela mneweth umuntu uyoziphonsekela ewen ngob kuthanda yen ngibonga kakhul ukusivul amehl min nguMgabadeli ngith sibusisiwe ngawe
@LungeloSydney-fd4ir
@LungeloSydney-fd4ir 2 ай бұрын
Ngelinye ilanga ngicela ukekhulume ngentwaso yesithunywa. Nangu ugobela efuna ukuyongishisela impepho anqume nezinkukhu emsamo wase sontweni ngididekile mkhulu.
@thokozaniskhakhane5800
@thokozaniskhakhane5800 2 ай бұрын
Wasichushisa siyabonga
@MpendulenhleZikhali-wm3hn
@MpendulenhleZikhali-wm3hn 2 ай бұрын
Amen Khehla Syabonga
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@user-ii8ot1hf2r
@user-ii8ot1hf2r 2 ай бұрын
Nami ngomunye olinde ukuphawulwa kwakho ngalolodaba😂 mpunga
@user-wk5fj4lt1r
@user-wk5fj4lt1r 2 ай бұрын
Mina khehla cela ukbuza ungakwazi yin ukugeza nokuphakamisa isthunywa if ungakagezi iyngane ezachitheka/ owazkhipha
@user-dv6uq2nf9x
@user-dv6uq2nf9x 2 ай бұрын
Yintoni intlambuluko
@eugeneking6650
@eugeneking6650 Ай бұрын
Ukugeza isimo esithile
Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho
13:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 11 М.
Этот Пёс Кое-Что Наделал 😳
00:31
Глеб Рандалайнен
Рет қаралды 2,8 МЛН
Мы никогда не были так напуганы!
00:15
Аришнев
Рет қаралды 6 МЛН
YINI EVALA IMPUMELELO
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 13 М.
Umshana uma eseganiwe uvusa uMuzi kabani?
15:41
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 14 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 186 М.
Ulwandle liwumsamo kanjani
1:08:28
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 8 М.
Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde
23:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 30 М.
Dr Mzizi Tv.Isidliso sokubamba umuntu oneMali.
15:10
Dr Mzizi
Рет қаралды 3,9 М.
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
EKUPHILENI TV | DR XULU
Рет қаралды 4,1 М.