No video

ESIBHEDLELA EMSHIYENI BABULALA INGANE YAMI BAPHINDA BAFIHLA I-FILE

  Рет қаралды 37,516

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Пікірлер: 125
@user-rs7rg9kn2n
@user-rs7rg9kn2n 4 ай бұрын
Sikfisela inhlanla thina sonke siwomama baseSA sthandwa sam uphole nana❤❤
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 4 ай бұрын
Siyabonga isexwayiso soku shutha I file emthola mpilo, that's profound ❤️
@user-hu2vt8bi6i
@user-hu2vt8bi6i 4 ай бұрын
U Mshiyeni ngiyawuzondà mina kakhulu buningi ubudedengu laphaya kuningi engingakusho nami ngalesasbhedlela .
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 4 ай бұрын
Yin ngalesibhedlela Jehovah
@maudrymhlongo996
@maudrymhlongo996 4 ай бұрын
Please get more information about condition called hydrocephalus
@MASOMPISI_96
@MASOMPISI_96 4 ай бұрын
Sanibonani 😢askies Cc wami angeke bakunikeze uyabona klesasbhedlela ikadoti neyami ingane yashona after ukuhlinzwa angeke uze usizakale Mina ngasizwa ukuthi mndeni wami Naka mfana bathi angiyeke ngoba isishonile kodwa udoti lesasbhedlela Nam nginomthungo and akuve kubuhlungu 😢 Nam ngiphila ngokugula after leyanto eyenzeka kodwa icala aliboli ngibuhlungu angikutholi ukuphumula enhlizwen yami ngyakhuleka nje ngibe nokuthula emoyeni wami😢😢😢😢😢
@ameliasmommyshazi7585
@ameliasmommyshazi7585 4 ай бұрын
Mmmmm ncese cc mina banghlinzile bangangikhombisa I gallbladder le abaykhiphe kmina I have so many questions nje ngiphila ngonkulunkulu buy ngzobabuza mangphinda khona mhlaka 8
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 4 ай бұрын
Askies guys
@SilindilePromise-qz5kv
@SilindilePromise-qz5kv 2 ай бұрын
UNkulunkulu ngcela anithobe lamanxeba....kodwa abasoze bakuthola ukuphumula emoyeni wabo kulesi sibhedlela ngabakwenza kubantu....ibuhlungu lento Nkosi ngenelela, ngaze ngahlukumezeka shame
@tl3482
@tl3482 2 ай бұрын
This is not a hospital its cult. They are not qualified to do this work, balimaza abantu
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 4 ай бұрын
Report the lawyer to LPC
@LuluTimbela
@LuluTimbela 4 ай бұрын
Condition is almost hereditary the only thing that needs to be investigated is why it was not detected from scan Name of condition is Hydrocephalus you can Google it . Spinal fluid is going wrongly as a result it's accumulating from the head instead of going down to the Spinal cord.A shunt is being inserted to direct it down to the Spinal canal.
@user-fv3hk9tu1o
@user-fv3hk9tu1o Ай бұрын
Mmh ngaze ngabuhlungu MaMdunge usisi wami wena.. yilwa sisi ungayeki kuzolunga ❤❤❤
@ZandileMaseko-ng1qr
@ZandileMaseko-ng1qr Күн бұрын
Askies Cc bakithi sengathi Kungalunga konke kuphumelele Especially njengoba ne File seyitholakele,Ngoba Ngempela ibuhlungu lento eyenziwa izibhedlela,Ngokungabi neqiniso,All the best my Sister ❤
@nokukhanyanokubonga154
@nokukhanyanokubonga154 4 ай бұрын
Ncese mawakhe engat ungasizakala
@bhekijohannecebekhulu7751
@bhekijohannecebekhulu7751 4 ай бұрын
Ngyakuzwela Dadewethu nami ngiwamunye olinyelelwa ingane Vryhied hospital umama wengane wagibela Taxi ekuseni ngoba enama pain wafika esibhedlela abatshena ukuthi Unama pain uthi bathi hlala phansi sis no Doctors wakhe wayekhona bangamnaka baphuthuma Kuye ngoba esopha kant futhi ubeletha nge operation 😢😢😢😢😢😢
@duduzilenyawo2531
@duduzilenyawo2531 4 ай бұрын
Akaye ku PRO wesibhedlela eMshiyeni axoxe sonke i story
@abigaildlamini7921
@abigaildlamini7921 4 ай бұрын
Yo ngaze ngabuhlungu ngathi ngalunga cc 😭😭😭😭
@MayorNdlovu
@MayorNdlovu 4 ай бұрын
Qhubekani nivotele Abantu bakimi 😂Angithi anibathandi abelungu kodwa sasingenayo lenkinga kusaphethe bona
@Phura3534
@Phura3534 4 ай бұрын
vumelana nawe. thina nje whee Jesu
@thokobhengu8295
@thokobhengu8295 4 ай бұрын
Iqiniso olishoyo n sasingenazo lezinkinga.
@Nomonde123
@Nomonde123 4 ай бұрын
Kdwak cc akusiyona into ongsyisho kumuntu osebuhlungwini lena shuthi wena ufaka usawoti eslondeni 😢hhai mama take back your words
@nomachulemehlwana4211
@nomachulemehlwana4211 4 ай бұрын
Iqiniso lelo
@nosisinongoma2440
@nosisinongoma2440 4 ай бұрын
Uqinisile ke lapho
@mabucymabusi6742
@mabucymabusi6742 4 ай бұрын
Sebeyishitshile leyo file njengoba kade beyifihlile
@NtombifuthiSned
@NtombifuthiSned 4 ай бұрын
Umshiyeni thina sis siwubiza ngo mshiyeni afe cause sis o nurse bakhona banenhliziyo embi and abathathelwa izinyathelo kubuhlungu 😢
@ThulisileSikhakhane-ij4uv
@ThulisileSikhakhane-ij4uv 4 ай бұрын
My sister ngolwezibili ubolqlela izwi loM 30:10 zansi fm khona ummeli lapho osiza abantu ohlelwen Luka Mxo mangingaphosisi but in the morning from half ps7 or 8 to 9 Ganda lesoskhathi by Tuesdays zosizakala Mr zikalala lowo Mmeli sorry my sister
@zabelo-x89
@zabelo-x89 4 ай бұрын
Yabona cc lo dokotela osekulaxaza kanje okungenzeka isbhedlela sesimkhokhele kodwa sizwe esimnyama mhlazane sahlangana kuningi esokunqoba.... Phephisa cc wami 😢😢
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 4 ай бұрын
I apartheid seyenziwa yithina bantu abamnyama
@thandiweshange5575
@thandiweshange5575 4 ай бұрын
Eyam i advise ngane yam yamukela isimo ukhohlwe umsuwisho cos ngeke uphumelele abameli hleze befuna imali le ongenayo uphinde futhi u googlishe ngayo i hydrocephalus kuthi iyini aydalwa kuthi ingane yalimala engathi ungathola i counseling ze iqhubeke impilo uthole umsebenzi uqhubeke nobuhle bakho
@tl3482
@tl3482 2 ай бұрын
What if this diagnosis was a lie to cover up their mistakes
@slindilechilizahheymuhleng5839
@slindilechilizahheymuhleng5839 4 ай бұрын
Ncese Mamdunge phephisa sisi wami sengathi ungasizakala kuloludaba lwakho.
@zamajobesithole2429
@zamajobesithole2429 4 ай бұрын
Great idea of using the camera🙏
@bhekabakubombele6781
@bhekabakubombele6781 4 ай бұрын
Kukhona lapho engisala khona ngizwa usisi ethi ingane yalimala ekhanda kodwa akukho lapho ngimuzwa echaza ukuthi yalinyazwa yini
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 4 ай бұрын
kuthiwa yopha ekhanda 'yalinyazwa umshini uma esho
@LindaMtiya-hb3nv
@LindaMtiya-hb3nv 4 ай бұрын
Umshini abamfaka kuwo wawungekho ryt wenza ukuthi ingane ibenale problem
@user-lc1lw9dt2j
@user-lc1lw9dt2j 4 ай бұрын
Yalinyazwa umshin lo obabeyigxum won e icu
@user-zo3bp4kg8p
@user-zo3bp4kg8p 4 ай бұрын
Inkunga Department of Health. Awunandaba nezisebenzi,mese izisebenzi zongazi miseli emsebenzini.
@user-oy6wv8mp4w
@user-oy6wv8mp4w 4 ай бұрын
Please elaborate ma uthi ingane ilimele i dont understand cause yi hydrocephalus leyo it has nothing to do nokuwa
@amandaandile2199
@amandaandile2199 4 ай бұрын
I think she lacks the knowledge
@user-oy6wv8mp4w
@user-oy6wv8mp4w 4 ай бұрын
@@amandaandile2199 definitely she needs more information
@bongiweantiz3285
@bongiweantiz3285 4 ай бұрын
mhhhh lack of knowlegde
@nosindisosdudla3317
@nosindisosdudla3317 4 ай бұрын
Amafile laba bawalahla ngebomu...emshiyeni ngingachaza ngize ngikhathale ngobudedengu bakhona
@MandyKhuzwayo-dk3ch
@MandyKhuzwayo-dk3ch 4 ай бұрын
ngisinyanya kab lesosbhedlela nam eyam ingane angiphumanga nayo ingazange igule bajike bangifihlela yona bangafuna ngisho ngithathe ubufakaz 😢lashona kabuhlungu iwele lengan yam icindezeleke amakhala bekhona begadile kwaze kwabona mina ngith ngizoyincelisa mxm namanje ngyababeka emkhulekwen unkulunkulu aze angibonele bona.
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 4 ай бұрын
@ MandyKhuzwayo heyi kunzima mina ngilahlekelwe ama twins early March ubuhlungu engibuzwayo angeke ngibufisele nomuntu engingamthandi😭😭😭 umnakekele lona osele naye uwele mina owami wahamba 6 days after usisi wakhe😭😭😭
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 27 күн бұрын
Ilwa cc owakho lomntwana uwena owezwa ipain engathi ungasithola isinxephezelo nxese cc engaty ungaphola
@user-ks9zb1ml6f
@user-ks9zb1ml6f 4 ай бұрын
Sorry Sisi sengathi ungaphumelela,manje usisi kukhona Lana esilehlekelana khona akachazi ukuthi yalimala kanjani,
@NqobileSokhela-lm2qo
@NqobileSokhela-lm2qo 4 ай бұрын
Mshiyen ngyawusaba babulala ingane yasekhaya ngenxa yokudedengu babo.
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 4 ай бұрын
Mmmh cc awuyilandanga ngani ifile khathi lobhuti ethi isitholakele. Okungenzeka uthi usuyaya bephinde bethi ifile isidukile futhi naloMayise lo engathi use sider nesbhedlela angimtholi kahle manje
@AyandaShabalala-xy4ks
@AyandaShabalala-xy4ks 4 ай бұрын
Mina edinton hospital wangigila as well,but God will deal with them..
@SlindileShangase-sc5nn
@SlindileShangase-sc5nn 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngane yakwethu kodwa kodwa engakusho nje mina ngibuya khona kule oyichazayo izibhedlela nje azinabo ubulungiswa ngahluleka mina ngancama 😢ngashiya phansi nginika unkulunkulu 😢
@thumekathooomza6667
@thumekathooomza6667 4 ай бұрын
Mmh cc ncese phephisa😢
@ziningindlovupndlovu8123
@ziningindlovupndlovu8123 4 ай бұрын
My sister Let Go of everything even if kubuhlungu ngengane yakho..... You will never Win when it comes to Departments.... People do everything to protect their Jobs..... Just let Go
@DelsileMkhonta
@DelsileMkhonta 4 ай бұрын
L
@user-cj5ss1hb3n
@user-cj5ss1hb3n 4 ай бұрын
This is medical malpractice it's so sad what happened to the lady may justice be served and it's sad that the baby have passed away may the soul rest in peace 😢😢😢😢
@dikeledimolopyane5404
@dikeledimolopyane5404 28 күн бұрын
How medical malpractices? stop throwing words you dnt understand
@user-cj5ss1hb3n
@user-cj5ss1hb3n 27 күн бұрын
@@dikeledimolopyane5404 im commenting on thuleleni what you think I don't care dear 🤣🤣🤣
@juniorteka7920
@juniorteka7920 4 ай бұрын
Phephisa sthandwa sami ❤❤❤but kumel nje bakhokhe
@SimonMjaja
@SimonMjaja 4 ай бұрын
Mina ngobudom bami ngicabanga uMmeli kungenzeka usekhokheliwe kwasekubhalwa file ngendlela ezovuna udokotela wengane/ isibhedlela. Kukhona okungasahambi kahle la okubalekwe uMmeli
@user-mj9ue1tx6c
@user-mj9ue1tx6c 4 ай бұрын
Yho sorry sisi yazi mina ngine Shanti and sengikhulile ngiphila 😢💔 kodwa ngijabulela ukuthi uyisukumele lenkinga sibonga ithuleleni izokusiza
@user-hy3qd5ku4o
@user-hy3qd5ku4o 4 ай бұрын
Cc mina ngithi xolisa inhliziyo noma kunzima ngoba labantu basesibhedlela banabo conections kakhulu okungakwenza ungaphumeleli ekugcineni,omeli amanesi,amapoyisa kuyefana futhi nje ngoba sekuyibona abakunikeza lababantu babedlala ngawe,kubuhlungu cc,ubugebengu cc bukhona ezweni ,bakwethu akubuyiselwe abelungu ngoba singabantu abamnyama siyehluleka shem,uyodliwa imali cc kuphela kodwa usizo libala ngeke uluthole,kunabo master mind kulelizwe,
@NombusoShoba
@NombusoShoba 4 ай бұрын
Phephisa cc 😢babudedengu labo nurse mn angikaz ngizwe nje kuthiwa umuntu uphilil kd empontshwa amazwi😢😢avebenyanyisa
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 4 ай бұрын
Medical negligence 💔
@mmeme5861
@mmeme5861 2 ай бұрын
25 percent is called contingency
@nokuthulabrightness6308
@nokuthulabrightness6308 Ай бұрын
Lemshiyeni njalo hlezi inezinkinga
@nontobekosnenhlanhla634
@nontobekosnenhlanhla634 2 ай бұрын
I condition ebizwa nge Hydrocephalus, amanzi ampontshwayo i Cerebro Spinal Fluid....
@user-ux8ti9eh3j
@user-ux8ti9eh3j 4 ай бұрын
Mmmmm😭nami ngidlulwe ngumntwana ngiteta ummeli nesbhedlela badlala ngami ,ngicela i number yeThuleleni tv
@user-so4er5jf6e
@user-so4er5jf6e 2 ай бұрын
Ayi khona endaweni zikahulumeni siyaphathwa kabi Mina ngabika ngibona inkinga bangiziba Kati ingane izobanenkinga sengi funda file amanesi athi akuvumelekile kuthi ngiyibuke angithethisa esahlale engadile kuthi ngayivuli cz ngafuna kuyishutha kuze makungalungi ngibe nobufakazi Nami, kuzolunga cc masuthole bhuti ngiyathanda Uma ethi asingafuni izinto ezisheshayo😢
@CarolineLukhele
@CarolineLukhele 4 ай бұрын
Morning ngicela i follow up yengane ka Nonozi bandla yaze yahlukumezeka ingane u 8 years wonke pho ibisijwayele kwa Lushozi aybandla izinto ziyenzeka emhlabeni
@sbusisomatsenjwa2032
@sbusisomatsenjwa2032 4 ай бұрын
Ngagcina kuthina angeke babanike ngoba abafuni ukubhadala inhlawulo for kubagcinela ingane wathi unonozi ngeke abhadale yena....
@thokobhengu8295
@thokobhengu8295 4 ай бұрын
Nale file ekade yayicingwa ingatholakali?? Ey ngyasola bayiyakhe kabusha ukuze kungaveli ubufakazi. Hay angiboni kuzolunga, ubugebengu buningi . Angisathembi lutho shame
@khanyicele3688
@khanyicele3688 4 ай бұрын
Phephisa sisi ngomntanakho.
@user-nx6ed2ws8b
@user-nx6ed2ws8b 4 ай бұрын
Unjn bhuti ngaze ngaludinga usizo lwakho angaz ngingakuxhuma kanjani
@dikeledimolopyane5404
@dikeledimolopyane5404 28 күн бұрын
Lack of knowledge will make ppl angry and bitter here Hydrocephalus is not caused by nurses please let us study andknow the pathophysiology of the conditions ppl are now looking for someone to blame and to make quick cash M sorry mommy for your loss but there is many sides to the story not one sided
@ThulisileNtuli
@ThulisileNtuli 4 ай бұрын
Phephisa ccy😢
@nomhlemqadi
@nomhlemqadi 4 ай бұрын
Usisi engath angathola bab uAyanda Msweli udila fast nezimo ezikanje akaloke ethi ungathathi ngokulamba kwesisu ulinde lemali..lobhuti akanalo ulimi ulohloniphekile benghlez ngizwa bangu bemugxeka ngith bayamsuka kodwa ngizwe ngicikeka masekhuluma lento..usisi ulinyazelwe ingane waze waphetha ngokuyincwaba wadlula eynhlungwin ezi worse iymal azikho and umnotho awukho right ngisho usebenza kunzima mangabe ethi angaythathi ngesimo sendlala lento uchazukthin njengoba buye ashodelwe nayimal yokugibela usisi uchazukthin ubhuti shuth uhlekisa ngesimo sasisi sokxakeka ..uAyanda Msweli liyasiza ibhakede lakhe futh uyazwelana kakhulu nabantu abaxakekile lohlelo kuzohamba kuhambe silivale sili reporte mangabe lobhuti ezophaphalazisa ulimi mayekhuluma ..soluvala ngciii mangabe ephapha
@xabisompushe9100
@xabisompushe9100 22 күн бұрын
Abameli❌ Amagqwetha✅
@noxolonene-uu4ph
@noxolonene-uu4ph 3 ай бұрын
Ummeli usefumbathisiwe ingakho esekulaxaza uyazi ukuthi ummeli uyimali yangempela kuzoba nzima ukuthi umkhokhele and laba bekumele banqamule isivumelwano sabo nawe before uqhubeke
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 4 ай бұрын
Shame ngiyazwelana nawe sisi iphutha labo abakutshelanga during ama scans ukuthi ingane yakho ine abnormality kodwa ayilimalanga dear sure them ukuthi they failed to pick during pregnancy and no pre delivery preparation sad story
@mafimgobozi6744
@mafimgobozi6744 4 ай бұрын
Kuyenzeka kungabonakali ku scan umntwana uma ewu hydro owami nje una 21 yrs kulonyaka laqala ukukhula esena 5 months ukuthi liyakhula ikhanda wahlinzwa ngokushesha ngenhlanhla wasizakala khona eAlbert
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 ай бұрын
Yes kunjalo they failed this lady by not reaviling that the baby has got hydrocephalus during pregnancy.Ngeke bayithole ifile ngoba sebeyifihlile.Enye into kwabona abameli bazodlala ngawe omunye uzokuphosa ngala nomunye akuphose ngale.
@bongekadlamini1226
@bongekadlamini1226 4 ай бұрын
Saze sadabukisa story sakho😢
@Mamesh92
@Mamesh92 4 ай бұрын
kwalowo Mmeli osemulaxaza uSisi (uMaYise) sekhokheliwe kwayena already iFile records azisaphelele khona okukhishiwe lapho... God Knows I am not Lying
@johannamaseko6644
@johannamaseko6644 4 ай бұрын
Cc ungabayeki nami bacishe bangibulala ngavuka ku icu. Bafihla ifile bathi ilahlekile.
@simonpetros7578
@simonpetros7578 4 ай бұрын
Cc askies kodvwa ama records angicabangi ukuthi asengiwo dala benze izinto zabo wena uyothola intfo engeke isakusiza kodvwa ke siphila nge faint umbuzo wami uthi belisolo likuphi leli file lakho
@zinyanganelisiwe9362
@zinyanganelisiwe9362 4 ай бұрын
Mmmmh 😢
@mbongisenidladla265
@mbongisenidladla265 4 ай бұрын
Nxese Sisi wami . Libuhlungu udaba lwakho Nxese
@user-du3ng7pp5y
@user-du3ng7pp5y 4 ай бұрын
Hhayi kabi angazi noma yimi yini onenkinga loluhlelo angiliboni lizaphi ukuthi nje uxoloxa ngesimo wase abantu izindaba zakho but ungasizakali. Ihloso yalo yini
@nomhlemqadi
@nomhlemqadi 4 ай бұрын
U Ayanda msweli unumber 1 ubhuti ngimNotice kulento yokuth akakwaz ukukhuluma ngenhlonipho kaad abantunbabekhala ngalento
@thembindlela9678
@thembindlela9678 4 ай бұрын
Kwenzeka kanjani ingane ize ifakwe i shunt bengamchazelang about hydrocephalus?
@user-lo4dn1du5q
@user-lo4dn1du5q 4 ай бұрын
Ufumane uncedo cc
@Phumza-mv2sf
@Phumza-mv2sf 4 ай бұрын
Kwaze kwanzima sis unkulunkulu Abe nawe nomndeni wakho 😢
@ZOE_NtombiYoMancwabe
@ZOE_NtombiYoMancwabe 3 ай бұрын
Mshiyeni and crimes against humanity....yoh. Not a Lawyer or anything. But I'd advise people to be smart when going to public hospitals and always secretly take videos or defined pictures of the files. Cela sigade bakithi
@user-yn3lj4gm6s
@user-yn3lj4gm6s 4 ай бұрын
Scela manje ezibhedlela basinike amacopy amafile.nami cc ngabhekana naleyonkinga but owam ngamthola ngenyanga yakhe kodwa eneqhubu ekhanda.ngaqhunyelwa amanzi Tuesday ngine bp ngaze ngasuselwa umsiko Friday .ingane ngaythola ikhathele .nayo yabanenkinga yokudlikiza yaze yandlula ingane sina 10month
@sbonelomdima85.c
@sbonelomdima85.c 4 ай бұрын
Ibuhlungu indaba ka sisi...ngimuzwa ethi wayengakwazi ukuya kubameli ngoba engenayo imali yokugibela...umbuzo wami uthi uphi pho ubaba wengane?...ey ngoba niyaqoma
@PhindileMakhoba
@PhindileMakhoba 4 ай бұрын
Nokunika advise e neutral engachemile ama facts engekho bhuti umuntu ozofuna usizo akeze nama facts ukuze indabayakhe nikwazi kuyikhuluma ngoba into ebonakala lana ulwazi luyashoda kakhulu so abantu abanganikwa false hope ngoba umbono wami ukuthola abaluleki abanolwazi olujulile kuqala.
@thembilemfeka5293
@thembilemfeka5293 4 ай бұрын
KwaMshiyazafe . Yoooo phephisa cc
@SlindileDladla-cc9ui
@SlindileDladla-cc9ui 2 ай бұрын
Sorry cc kwabhlungu
@Phumza-mv2sf
@Phumza-mv2sf 4 ай бұрын
😢😢😢😢Kwaze kwabuhlungu
@sithembilegumbi8022
@sithembilegumbi8022 Ай бұрын
Cha mina bakith kubo bonke abeza kuloluhlelo angiboni into olubasiza ngayo as uhlelo except umuntu afikaxoxe usizi lwakhe. I myt be wrong
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 4 ай бұрын
Ewu kwazw kwanzima ngoba usevalwe umlomo lomlmeli.akakwazi ukukushiya umsebenzi ungafeziwe.
@ntombifuthimthabela5670
@ntombifuthimthabela5670 4 ай бұрын
Hydrocephalus condition
@SontoKhoza
@SontoKhoza 4 ай бұрын
As other's are saying girl hydrocephalus is a condition as she was also told anyway this is not the hospital fault
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 4 ай бұрын
So what happened to the file? Are they not hiding something?
@khanyisiledlamini2481
@khanyisiledlamini2481 4 ай бұрын
I'm so sorry for your loss, Sisi. Please thola ama copies of the medical file uzobona ukuthi kukhonani e filini
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 4 ай бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@daphneyhazel285
@daphneyhazel285 4 ай бұрын
Public hospital izinja onesi ezingenazwelo
@PhindileMakhoba
@PhindileMakhoba 4 ай бұрын
Yazi umuntu uyaba nesifo esingabonakali isazelwe sivele ukuhamba kwesikhathi labomama abatshelana izinto bayaxabanisa stru. Ukuthi asibonakalanga isifo akusho ukuthi yayingenaso isifo ukuthi ulwazi asilufuni ngokwanele ngoba sisuke sisebuhlungwini njengabazali
@dikeledimolopyane5404
@dikeledimolopyane5404 28 күн бұрын
True denial, grieve and pain can cause this
@user-el1jd8hu4h
@user-el1jd8hu4h 4 ай бұрын
Phephisa maka lisakhanya hlatshwayo sinawe kulobuhlungu obuzwayo sbonge nokutholakala kwe file nd syabudinga ubulungiswa ngokudlula komtwana wakho
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 4 ай бұрын
😭😭😭
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 4 ай бұрын
Seek medical advise the condition called hydrocephalus is an abnormality
@MrMichackm
@MrMichackm 4 ай бұрын
uSisi uthi ingane yalimala ekhanda. Yalimala kanjani njalo ukuphi?
@phumzagalada6263
@phumzagalada6263 4 ай бұрын
😢😢
@saneliswecele8414
@saneliswecele8414 4 ай бұрын
Zonke izibhedlela ziyawafihla amaFile uma benze iphutha usisi wam usahlushwa umthungo wengane ena15years usanosinga oluhlala luvele noma esebuyela abamsizanga so uyalinquma uma luvela and she's been trying to conceive again akwenzeki
@user-lo4dn1du5q
@user-lo4dn1du5q 4 ай бұрын
😢😢😢😢😢
@nozibusisopenelope2248
@nozibusisopenelope2248 4 ай бұрын
I’m sure sebeyishintshile leyo file
@user-kx7qj1rj3v
@user-kx7qj1rj3v 4 ай бұрын
Isifundo sithi uma ugulelwa shutha i file simple
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 4 ай бұрын
Mshiyeni kade babebulala iziguli bafihlane management yakhona izinja ezingenanembeza, unyaka nonyaka kunezigemegeme ezifihlwayo bathi bazophelelwa umsebenzi
@user-hv4hy3iy5c
@user-hv4hy3iy5c 4 ай бұрын
Yabona labodokotela bamaZayzay cc abanandaba nomuntu waseMzansi mina wangigila udokotela oyiZayzay eStanger Hospital
Bangigebenga Imoto Kanye Nemali Yami engu 100k
30:46
THULELENI TV
Рет қаралды 32 М.
PEDRO PEDRO INSIDEOUT
00:10
MOOMOO STUDIO [무무 스튜디오]
Рет қаралды 11 МЛН
КАКУЮ ДВЕРЬ ВЫБРАТЬ? 😂 #Shorts
00:45
НУБАСТЕР
Рет қаралды 3,4 МЛН
а ты любишь париться?
00:41
KATYA KLON LIFE
Рет қаралды 3,4 МЛН
Whoa
01:00
Justin Flom
Рет қаралды 17 МЛН
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngantshontsha ingane esbhedlela | S1 - EP74
22:08
UBABA OMNCANE WANGISHIYA EHLATHINI EZITSHELA UKUTHI UQEDILE NGAMI
31:51
Ngadlwengulwa ubaba ngathola umntwana😭
11:48
King Hlabeyakhe tv
Рет қаралды 1,6 М.
UMAMA WAXOSHA UMAKOTI WAMI MANJE USEFUNA NGILALE NAYE
29:14
THULELENI TV
Рет қаралды 159 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 194 М.
PEDRO PEDRO INSIDEOUT
00:10
MOOMOO STUDIO [무무 스튜디오]
Рет қаралды 11 МЛН