uNyazi Inhllamafini " Inhlonipho"

  Рет қаралды 7,454

Ngogi Emmanuel Mahaye

Ngogi Emmanuel Mahaye

3 жыл бұрын

Ngifisela wena ozolalela lomsebenzi kaSimakade udlebe lwaseZulwini, uNyazi lube nawe nomndeni emihleni yokuphila kwakho ungalahlwa ngenxa yezithiyo zomhlaba.
Nilandele uMphongolo wesivumelwano oholwa yiNhlalamafini yakithi uNyazilwezulu, Amen. Ngoba nguyena yedwa onesivumelwano noThixo kusuka kuMqaliwendlela ngesikhathi sikaMose. " Bandla elikhulu lika Menzi wezulu nomhlaba.............! Mesabeni uJehova zizukulwana ngezizukulwana, nigcine imithetho yakhe anilobela yona ngeNceku yakhe uMoses, ukuze ukudumisa kwenu kwamukeleke kuthixo wemikhosi". Malaki 4 vs 4.

Пікірлер: 23
@khulekanindima
@khulekanindima Жыл бұрын
Amen babawam🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@zthonkomo1453
@zthonkomo1453 3 жыл бұрын
Unzima umsebenzi ophathiswe wins Dange siyacela UNYAZI likuphe amandla okuwuthwala. Nami ngizibone sengikhala ukhule Dange.
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 2 жыл бұрын
sawubona dokotela sacela leya quote .eyayithi i have travelled the hills n values of afrika but i have not seen 1 burger
@phindubuhlembele3596
@phindubuhlembele3596 3 жыл бұрын
Siyabonga Professor wakithi e Buhleni Nino B. K ngathi u Nkulunkulu anganikhumbula anikhulise niyasibusisa I ndaba ka babu Nyazi Iyasida sikhumbule baba wethu ose Zulwini nase Mhlabeni kungat nj ningahlezi ngikhuluma nj nginilalele ngiyakheka kakhulu.
@thobanidlamini4600
@thobanidlamini4600 3 жыл бұрын
Baba ayi engathi uNkulunkulu engakukhumbula
@zandilenyandeni4462
@zandilenyandeni4462 3 жыл бұрын
Tjoooo am always bledsed ngemini yeSabatha. Ngiyathobeka kakhulu kuni BK no Dr. Izinkulumo/ mfundiso zenu ziyatwuhuthuzela umoya wami. Niyasikhulisa kakhuuulu kulolluhambo lwase Zulwini. Yaz, ngyakhula imihla ngemihla. UNyazil lweZulu lungigcinele nina ngalobubuchule obufihlwe la kini. Ningenza ngiqine, ngiziqhenye ngibe nelukuluku ngalobuNazaretha obuyiNgwele. Amen
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Sybonga Bk kakhulu kwavele kwashuba .uBhombela lento wayinikwa ezulwini.
@reginasimelane2595
@reginasimelane2595 3 жыл бұрын
Uyasibusisa dokotela wakithi E Buhleni bamaNazaretha nawe Macingwane siyabonga
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Kodwa bakithi kwaze kwanzima. KODWA NKOSI WENA UVELA EZULWINI .KWAZE KWABABUHLUNGU DR MAHAYE WENA UYISIBUSISO LUYASEBENZA UNYAZI NGAWE .UMA USUNGENILE KUSHO KIMI EMZIMBENI.
@bhekumuzimdletshe6515
@bhekumuzimdletshe6515 3 жыл бұрын
Mmm mm kwaze kwajula baba iNkosi ikwembathe kuloluhlelo lokwembula inkungu kithi, syabonga Dr Mahaye iNkosi ikukhulise No B K Macingwane
@zenzelenojiyeza8418
@zenzelenojiyeza8418 3 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu kuDr Mahaye ngokucacisa izinto ebezidinga isibindi nekhono lokuzibeka zizwakale,lokhu kudinga only the legend of the NBC from eMaphetheni W.Z.Nojiyeza
@smlotshwa13
@smlotshwa13 3 жыл бұрын
Simakade ngisize ngihambe kahle phambi kwakho, syabonga bafwethu ngohlelo uThixo omkhulu alukhulise
@sdvs653
@sdvs653 3 жыл бұрын
Shwele jehova
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
Sajabula dr cela usiphe izincwadi zokuhlonipha nokuguqa ekamu.kanye ne cafey😊
@buhlekazimbelu2440
@buhlekazimbelu2440 3 жыл бұрын
Nci nci nci bafethu😭😭💪🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@zandilenyandeni4462
@zandilenyandeni4462 3 жыл бұрын
Niyaaaaaakha, nolwimi lwenu lucocekile. Hhay hhay niyangibusisa bangcwele!!
@Nduku1771
@Nduku1771 3 жыл бұрын
Amen
@sibonisogumede7874
@sibonisogumede7874 3 жыл бұрын
😭😭😭 Ngamemeza ebsuku nemini awungizwanga ngani.... ...Kwakungu Mhlaka 16 December mhla INdlamhlathi ivukwa usizi olufana nalolu oluvuka ku DR Mahaye, yayilapha Gospel @ Mthwalume. Kwabe sekubhalwa isihlabelelo ngalokhu ayebalisa ngakho eze ebonakala elusisi.. "YIZANI WEMAZULU...." Siyabonga Dokotela UNkulunkulu omkhulu wase Kuphakameni akukhulise emoyeni nasemphefumulweni ngaphezulu kwalokhu oyikho.. Naku BK ngithi nje.. syabonga Macingwane raaaaaaaatha thaaaaa amarithi rithi..
@cyprianmngadi3924
@cyprianmngadi3924 3 жыл бұрын
Baba kona izitsha into ejulile kepha ngcela ukucacisa loku izitsha zyabusiswa n zyabaleka(1,2..5) kepha umphongolo munye wabunjwa uBabamkhulu naseBible munye wabunjwa ngo Moses waye wayofik kiDavid koSolomon namuhla ukhunjw kwizangamuva uShembe
@menzidube6006
@menzidube6006 3 жыл бұрын
Awu kodwa why kwanga dwnlodeka Kade downdoder b4 kuvuma ngabe sebekhona sebefuna kusi rentisa njalo msebenzi kaShembe noma asilalele khona yotube kuze khokheleke ndleko thize esingazaz ngipheni phela incazelo Mina ngiye downlode ngizibekebekele ingomuso Baba Mahaye plz siza nge ncazelo or anybody onolwaz
@ngogiemmanuelmahaye2599
@ngogiemmanuelmahaye2599 3 жыл бұрын
No information baba
@menzidube6006
@menzidube6006 3 жыл бұрын
Baba yabonga suqedile ngaze kuthiwe suthe phendula kahle Nami angisenambuzo Shembe hleze nawe ngoba Dimoni liyakubuka nolo mawenza into enhle kangaka ngiyakufisela lize lingayitholindawo yokungena
Trinity ngokuka Isaaih Shembe uMqaliwendlela
32:05
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 10 М.
Imfundisoze ngoShembe by Ngogi Mahaye
27:50
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 13 М.
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 100 МЛН
Chegutu : Ruvimbo wekuurairwa $100 onzi opfuka asati avigwa
1:03:06
iNkosi-uNyazi-luzivezile-buNkulunkulu namhla
1:06
Ushembe-uPhelele-Ebuhleni
Рет қаралды 22 М.
Mfundisi Madondo_"Okungenzeki kubantu, kuyenzeka kuNkulunkulu"
20:12
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 22 М.
Nziyo Dzenyasha 🙏
1:11:24
ZIMBABWE GOSPEL MUSIC.... Parira ~Special
Рет қаралды 268 М.
Amanazaretha nenyama yengulube
24:38
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 13 М.
Ncandweni Christ Ambassadors Buya Nkosi jesu
58:31
Siyabonga Fortune
Рет қаралды 1 МЛН
Kumele uthini uma uThandaza?
11:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 20 М.
Sikhiphe Bhombela Kulolutaku
30:41
Ngogi Emmanuel Mahaye
Рет қаралды 8 М.
Wathini uShembe ngamaLOBOLO?
4:37
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 23 М.