Wenzenjan uma uzalwe wembethe uyiwele nobabili niyaphila
@lizwingwane90912 жыл бұрын
Cela uncedwa ngomiselwa amagobongo😢
@lunganizitulele6892 жыл бұрын
Mpunga 🧐 sofunda size sikhokhobe makusa khona wena ... Pls on your next topic ukuke usichazele imbangela yongatholi umntwana usufuna
@musambatha Жыл бұрын
Manje umangabe iwele liphila khona kubanjani
@mojalefamafereka988 Жыл бұрын
Le ye wele yona inkinga ngoba suke nabo bathi aba kwazi lokho
@nelisiwekunene6782 Жыл бұрын
Ngingaythola kuphi indlela yesintu(book)
@zimfanelezonken48552 жыл бұрын
Ngiyafisa ngelinye ilanga uthinte indaba Yama relationship, nokuthi kuyiqiniso kangakanani ukuthi umuntu ngemimoya akagani or akaganwa umuntu ongena yo imimoya.
@v-n.g.c1224 Жыл бұрын
Ukhungwa kanjani umuntu ombule ingubo ekhabonina uma esebuyela kubo?
@chief94622 жыл бұрын
Uma abazali begcagcile ekhaya but uma ngiya koMalume ngiyombhula ingubo so umbuzo wami uthi, uyabikwa ekhaya kithi esendeni ukuthi ngiya koMalume ngiyokwembula na ?